Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Aw! ngaze ngaythola impendulo namhlanje. Syabonga Mpunga.
Siyabonga kakhulu ngenjulo Mpunga yeSintu🙏🏿🙏🏿🙏🏿
Siyabonga umfanekiso iqoshiwe. Mina nginombuzo lana. Uma umuntu wazalwa ubaba nomama abangakagcagci baphelela akasiye yini umlanjwana lowomuntu ngoba uzalwa umama osengakakhishwa esbongweni sakubo.Ngiyadideka kancane lapho.
Syabonga ngicela kubuza mangabe baba washona sebezoshada noma ngingingakwazi kushadisa mama ngiyabonga
Mpuuungah!!!,syabonga bhuti waybeka yacaca,ngumlandeli waloluhlelo ngiyacela Mpunga ukuba uqhubeke uzosichazela ke ngo kusuke kfanele umuntu akwenze uma abazali bahamba emhlabeni sebekade behleli ndawonye bengagcagciswanga emva kwelobolo,ngyabonga kuningi engikfundayo ngokulalela le channel,UKHULE USUKHULISE NATHI NGOLWAZI,Ngyabonga
Siyakhuleka Mpunga YeSintu 👏🏾👏🏾👏🏾 wayibeka kahle kwezwakala siyabonga ngolwazi nemfundiso 👍🏾
IMpungaaaaaah. Isandla sedlula ikhanda ngalomfanekiso sifunda lukhulu impela la. 🙌🏽👏🏽
Syabonga Mpunga yesintu uyasakha
Mpunga sengicela ukuze sazi kahle ske sithole umlando wamakhosi akwaZulu nokuganwa kwabazali babo njengabasunguli balesisiko esiliphilayo ksuka kwinkosi Ushaka kuze kufike Esilweni ukuthi baganwa nini abazali babo beganwa obani sizwe nje nathi ukuthi kwakqhubekani lapho ngyabonga ngzolalela emsakazweni🤝
Macingwane....Engizokwenza ngizocela umuntu wakwa Zulu kube uye osichazela lolu daba
@@impungayesintutv ngyabonga
Mpunga yesintu ngiyakulandela sibonga ukusikhulisa amanzi akho ayazwakala siyabonga
khehla uma ungumlanjwana kodwa ubaba weza wakuthenga lapho ilungiseka njani.usengowako malume noma njani.ngiyabonga
Ngiyabonga kakhulu qhawe, isandla singaphezu kwekhanda ngifunda okuningi njalo.
Wayibeka yacaca Mpunga Yesintu siyabonga ukuba ngolwazi silahlekile okuningi asikwazi kodwa ngoba ngilalela inhlelo zakho ngiyakhekha ngiyakhula ngokolwazi....Impunga🙌
Siyabonga ncazelo,🙏🙏🙏
Siyabonga mkhulu ngolwazi,impungaaaaah
Icacile mnewethu 🙌🏾🗣 Impunga. Mpunga ngyafisa uke uthinte udaba lomuntu ozalelwe ehostela umama wakhe wangazikhombisa izingane komalume bazo waze wadlula emhlaben. Izingane zase zisala no baba wazo kodwa zingakhokhelwe. No baba washona naye, izingane zakhulela kubo kwazo. Mase zikhulile sezifuna komalume bazo kuthiwa sebashona kusele amanxiwa. Esimnwen esikanjalo kwenziwa njani.
Injulab'chopho🤗😍
Mpunga yethu. Siyabonga mnewethu!
Ngiyabonga Mpunga yesintu,ngicela ukubuza kumele wenzenjani uma abazali behlale ndawonye baze badlula emhlabeni ubaba engakaze akhiphe ilobolo,kodwa wena njengensizwa ufisa ukushada ubize isibongo sikababa wakho
Mpunga yesintu mfwethu bengicela usichazele umehluko phakathi kwe Dlozi ne Thongo kanye ne Nzuzo...Ngiyacela mfwethu noma ungaphendula nje kule message yami.
Ngyabonga baba! Wayibekisisa lendaba futhi ibalulekile kakhulu, ngisuka ukuyenza ngonyaka owendlule🙏
Ngiyabonga baba mpunga yesintu wahlaba esihlonkweni engikusona ngoba ubaba walobola washona eselungiselela ukwebhesa thina nje sazalelwa ekhaya ngoba kwase kunyelwene abakomalume nobaba phambili
Ngibonge mpunga ngokusichushisa ngesintu sethu Mina umama nobaba abagcagcanga bashada esontweni kodwa Mina ngagcagca mhlampe ingoba umama wayesaphila
Ngikhuleke ekhaya esengikulangazelele kakhulu ukuzwa ukuthi ubanganisa kanjani ,ngoba kuyimanje kumele ngokhishwa nkomalume but uzosalakanjani ngoba sihlala Naye ekhaya
Mpunga, siyabonga Fuze. Ingithintile leyonto yokushadisa abazali. Ngalobola kahle nje mpela kwathi uma sekufanele ngimlande umakoti ngabona izinto zibambeka ngase ngbona kfanele bashadiswe abazali. Kodwa okubuhlungu ke la Mpunga, asibange sisaqhubeka neNgoduso, nesimo samandla okuganwa safiphala. Angazi kudalwa yini loku ngoba ngangith ngithinta into ebalulekile ukugcagcisa abazali.
Ngicela ukubuza senzenjani Uma besaphila abazali besindisiwe kodwa wakhishwa ekhaya ngembuzi bakumukela nakuba ngembuzi kodwa bona abasigcini isintu kodwa nase nizakhela ixiwa ngesimo sikufuna ukuphila ngesintu
Morning. Ukhulumaa nami phela la ngiyezwa khehla.
Ijulile impela, ngizolinda ubuye uchaze ukuthi banganiswa kanjani.
Nami futhi
Enkosi Mpunga Yesintu ngale nkcazelo. Sibonga kubantu abadala ohamba nabo
Uchazileke lana Ndoda👍
Waze wajula boh Mpunga. Muhle umsebenzi wakho.
Ngicela ukubuza ukuthi kuyakuthinta yini lokhu uma abazali besaphila. Uma balobolana kodwa bangaphelelisana, kuyakuthinta yini uma uyingane ufuna ukugana noma ukuganwa.
Sanibonani mpunga ngabe ukuganwa kufana nokuthi sewushadile yini Na
Impunga . Ngicela ukubuza uma ngabe u baba nomama nenga gcagcile kodwa ubaba ehlawule futhi alobole ngonhloso yokuthi ingoba efuna umtwana bes beyakukhipha ekhaya kubo kamam ngokusemthethweni manje wenzanjani kumele uba gcagcise ngoba babengesezwani kwenziwa kanjani lapho
Uyibeke kwezwakala ngingajabula uma ungangicacisela ukuthi abazali basaphila balobolana amandla abasenawo okugcagcelana uma ngifuna ukubagcagcisa kudingeka ngenze njani noma yini okumele yenziwe ukuze bezogcagca izimbuzi ezimbili nenkomo nani futhi
Iyangthinta ke mpunga ubaba walobola U mama kodwa kwagcina lapho manje abasekho Sebashona bobabili Asazi senzenjani
Mpunga Yesintu, ilungiswa kanjan indaba enje uma abazali sebengasekho kodwa bashada umshado wesilungu.
Iyalungiseka yona ngoba iyinto ende kuzomele siyichaze
Mpunga yesintu nginombuzo laYini ke okunele uyenze if wazalelwa ekhaya ko malume kodwa uhambe uyokhulela kubo kababa wakho kodwa ubaba engazange akuhlawule komalume . Musufuna ukuganwake mele uganwe ngesiphi isbonge noma yini emele uyenze ukuze ukuganwa kwakho kube impumelelo
Uma abazali abaqedile kulungiswa kanjani
Mpunga uma ubaba alobola base beyahlukana no mama wabe seyashona umama kodwa thina sihlala komalume lapho kwenzeka kanjan uyakhona yini kubashadisa kodwa babengasathandani lapho kumiseka kanjan
Mpunga Yesintu ngiyakhuleka kuwe. Ngithi angibuze lana, uma ku kuthi basaphila abazali. Ilobolo lakhokhwa kodwa kwashoda imbuzi yokukhishwa. Lapho kwenzeka kanjani ngoba ngathi namanzi abasathelelani?
Yazi ngathi sizalwa abazali ababodwa. Ikwesibili ubalula okufana nokwami thank you for always asking
Basahlala ndawonye noma sebavele bahlukana?
Abasahlali ndawonye Mpunga.
Ngyabonga nami bengzobuza wona kanye lombuzo wakho ngyafisa impunga sengathi ingawuphendula
Mmmh wamuhle umbuzo sicela uphendule Mpunga ukth Uma balobolana bangashadana bese bahlukana kwenziwa njaniAwukwazi ukushadisa Abantu abahlukana besadla anhlamvana?
Ngiyabonga baba, sifunda okuningi Kule channel, Uma abazali bangaphelelisanga, ubaba sewadlula emhlabeni isimo leso silungiswa kanjani Umama usekhona?
Ngfisa ukwazi ukuthi njengoba sahlanganiswa kwathiwa samaZulu babegcagce hlobo luni abazali bamakhosi nokuthi kulotsholwa kwalotsholwa kanjani sizwe nje nomgcagco wabazali beSilo ukuthi babegcagca nini kuphi kanjan ngyabonga
Ngiyabingelela kuwe ,Mpunga yesizwe,,Mina ngicela ukubuza ukuthi mangabe sigcagcile Waze ubaba washona ,kepha ekhiphe kuphela ilobola mina ngingumama ngingalungisa kanjani izinto?
Yinhle impela lencazelo yize abanye bezothi kwaku kdala lapho syabonga kakhulu mfokaMbanjwa ngokuzikhathaza kwakho ekubuyiseleni isizwe sikaphunga nomageba endleni uthi msihambe siqonde
Mpunga yesintu iyadida lentu ubashadisa kanjani abazali? Ngoba I remember uBaba VVO wathi ayikho lentu yokushadisa abazali kodwa kumele if ubaba wakho walobola kumele ukhulume no malume bakho bakukhiphe ngembuzi base kini bakumukele ngembuzi futhi
Uma umama wakho nobaba wakho bahamba emhlabeni behlala ndawonye futhi ubaba elobolile, kuyaniphoqa njengezingane ukuthi nibaphepelise ngoba Angeke niye ndawo ningakwenzile lokho... Awubashadisi Uma sebahlukana kobe sekukhishwa wena kuphela komalume... KUKHULUMA IMPUNGA MANJE
@@impungayesintutv ngicela ukubuza mayelana ngisimo sami straight ubaba noMama bashada umshado (western marriage) uMa bamukhipha ngembuzi and bamukela ngembuzi ekhaya nkithi kodwa bazange mbesaphelelisa ngokwesintu umngcangco. Mina ngishadile ngenza konke okwesintu. Manje inkinga kuthiwa kumele siyokhiswa ekhaya koMalume sifakwe esibongeni sakithi. Ngicela inumba noma ekaWatsapp ukuze ngizolobheka kahle loludaba mpunga yesintu.
Yoh ai shame...so now they punish us for their ignorance???🤷♀️🤷♀️🤷♀️
Baba ngicela ukubuza nginanqondise nje usisi washona enengane kuthe eshonile abakubo kwengane kwama bekhipha ukuhlawulela amacala abo engasekho ingane zihlala nabo manje sebekhuluma eyokukhokhela yena bamnganise akaze ahlale khona ubevakasha nje ngikhathazekile ukuthi uyenzeka yini leyonto yokulotsholwa komuntu engasekho anganiswe kuyizingane ezikhulele khona hhay yena ngingathola ukuphuma mpunga yesintu uma ngingacazeleka ngiyabonga
Angibingelele mpunga yesintu wathinta indaba ejulile ngicela ukubuza uma ungakwazi kubo kakhokho kumele umphelelise wenze njani ngiyabonga.
Ndunakandaba wayibeka yacaca mnewethu yaba unogwaja omhlophe ugijima ohlugwini
izi nombolo zakho azisebenzi
Sizwile Mpunga, cela ukubuza ukuthi mangabe sekwenzekilek ukuthi abazali baze bashona bengaganene, mina ngengomfana sengifuna ukuganwa ngenza njani ngalembuzi yophaphe, eyokwamukela nenkomo yokuqhwayisa ukuze nami eyami impilo izoqhubeka?Mpunga ngelinye ilanga cela ukhulume ngesihloko sesithembu okuwukuthi onjani umuntu ongakwazi nongeke akwazi ukuthatha isithembu.
Ngibingelele Mpunga sibonge amadlozi namathongo ngokusivusa namuhla. impela lesi sihloko sanamuhla sijule kakhulu futhi sisaKHULELWE. Siyangithinta kakhulu, kahle kahle angithi nje singibhaxabulile kakhulu bachitheka sebugayiwe mnewethu. Sengijahe ukuzwa kumfanekiso oqoshiwe oyolandela ukuthi ngabe ke ngenzenjani ngiyinsizwa. Uke ucacise mnewethu ukuthi ngabe isisekelo sethongo uma ngizaleke kulesi simo ngabe sikoluphi uhlangothi. IMpuuuuuunga 👆
Uma kwenzeka ngagcina nginganile ngisengakwazi yini ukuthi ngibanganise nabo
Hmmm!!! Wayichaza kahle lendaba Mlekeleli iyezwakala. Siyabonga nangokuthi usivumele ukuthi sibuze. Angikazukubuza okwamamje ngoba nginodaba olungakwakhela esinye isihloko. Kuhleke lokho Ndodana.
Uma umamncane athola amantombazane kuphela ubaba akhipha amalobolo base beshona bobabili abazali. Izingane uyabona ukuthi kunobunzima nasekutheni umama wazo angagcagciswa. Abafana bakwezinye izindlu bayakwazi yini ukuqalisa loludaba luyephambili nakuba bengazalwa umama omncane.
Bhuti cela buza umama wendile so lobaba endele kuye wakhwela wayosebenza walala nomnye baba kwavela mna so ndingoweliphi cala mna😓😓😢😭
Wena kumele uhhambe uye kulo mama wakho izinto zakho zizohamba kakuhle
No awundiva bhut NDITHI NDILIVEZA DLEBE APHA LOMZI ?
Kwenziwanjani kulesosimo Uma wena mfana ufuna kuphelele Uma uganwa
Kwenziwa njani uma ungumlanjwana ekubeni ugogo nomkhulu wakho bengagcagcanga?
Sawubonna mkhulu. Mina ngicela ukubuza ukuthi kwenzeka kanjani kulaba abakipitile?
Ake buze uma kuwukuthi umama nobaba bahlukana mina sefuna ukushanda zomele bashandise.
Icacile mpunga ubeke kahle mf2 ,syabonga ,Nathi sike saylungisa into njalo @ khaya
Ubaganisa kanjani njengoba usuchazile?
Mpunga Yesintu
Mpunga! Uma intombazane ilotsholwa ( esimeni sokuthi laphuma ilobolo kumama wayo) ubani onelungelo lokwamukela amabheka?
Mpunga Yesintu, Syabonga. Icacile kahle kakhulu.Umbuzo enginawo mayelana nesihloko lesi.Uma ugogo no Mkhulu bona bengazange baphelele kanti futhi nomama nobaba nabo bengazange baphelele. Kwisimo esinjalo senza njani? Ngabe kumele kuqale kuphelele ugogo nomkhulu kuqala kuze umama nobaba? kwisimo sikamame nobaba, ilapho khona sebashada lona wesilungu, amalobolo esaphuma nawo. Kwilika gogo ukuthi umkhulu akasekho, seksele ugogo kuphela. Umbuzo wokugcina. Uma ugogo enokuzindela noma ehudula inyawo noma engathandi ukuthi enze aphelele kuke kumiswe kanjani?Ngyabonga
Mphunga yesintu ngiyabonga kuyezwakal,Mina ubaba walobola kumalume,um esho,Mina ke ngase ngenza umshando omhlophe,ngasalelwa owesintu,lo engifuna ukuwenza nje,inkunga ubaba akangcangcil angenzenjan????
Mpanga yesintu ngajabul uma ungase ungivulel indlela la ngoba ngifuna ukungena kowesintu umshado manj ngenzenjan kulaba bobabili sengisho ubaba nomama njengob bengawenzil lomgcagco
Baba ngyabonga ngalemfundiso, ngcela ukbuza ukuth uma abazali badivorsa beshade ngokwesonto belobolene, mina ngiyingane yabo umama usekhona bt usekhule kakhulu ubaba akasekho emhlaben, umama uyafuna ukuganiswa njoba esaphila bt sixakwa ukuth kanjan ngoba basebedabule incwadi yomshado ubaba wathatha omunyumfazi?
Wayihlaba eskhonkosini Mpunga yesintu
Impuuuuuuuuuuuuuungaaaaaaaah... ake ngidlulise ukubonga mnawethu.. ichannel yakho iwusizo elikhulu kithi..
MpungaMina ngisacela ukungisize la uke uthinte indaba yokuganela nje ngokuthi kunomfowenu owashona engaganiwe noma wachitheka uke wenabe ngomthelela okunakho kophilayo ekuganeni nase kuganweni
Mpunga yesintu uma abazali babeshade ngesilungu base behlukana(divorce)bezele izingane bagcina sebehamba emhlabeni basenga gcagciswa yini izingane zabo.
Ngibungelele kwiMpunga Yesintu TV.Angihlale odabeni:Ubaba ozala mina owakwaThwala uzalwa uMaMthethwa.uMaMthethwa wayegcagce eMancwangeni wase eyahlobonga noThwala(umkhulu ozala ubaba) Ubaba wagcinela esebiza isibongo sakoThwala.Wase ehlangana nomama ozala mina wamlobola wangamqeda futhi wangamgcagca. Manje angazi noma ngibize isbongo sakomalume ekbeni ngikhulele Khaya koThwala noma ngibize uMncwango lapho ugogo ozala ubaba wayegcagcele khona?Sizani ninabeNdlindlo.
Inamandla LeNkulumo
Kunjani mpunga me Na ngicela ukubuza ukuthi Uma ubaba wami akaqedanga uku khipha amalobolo ngoba ngesintu bathi umfazi akaqedwa kuyenza yini ukuthi lezozinkomo ezasala zisiphazamise njengabantwana Na ? Ngoba sengike ngafikwelwa amaphuphu kwaze kwabakathathu mayelana nezinkomo ezasala ngakubaba , Mina bengingakaze ngwezwa ngalokhu ngiqale ukwazi ngakho ngamaphuphu alibele ethi omalume ba Kwa Madela bakhala bathi ziphi izinkomo zabo ezasala . Ngizamile ukuthola ukuthi ingabe ikhona yini owaziyo ngalamaphupho angifikelayo ngoba ngazengatshelwa nokuthi zingakhi
Wayibeka Mpunga!!
Mpunga yesintu ngisacela ukubuza kubaluleke ngani ukubika isisu komfana uma ukhulelwe imiphi futhi imthelela emibi engaba khon uma singabikwanga
Kunzima ukukholwa nje uma isiqhamuka isiphila. Kuhle uyosibika abazali nabakubo bomfana bazi kunecala ukuze yena mayengayinaki ingane ugogo wayo azame ngoba uyazi kunomzukulu wakje owatholakala entombini... ngokwami umbono nje ovulelekile ongajulile
Ngyabonga ngolwazi Mpunga.bengicela uke uhlahlele le Mpunga uma ubuya.Ngenxa yokhalo olude obaba(la aganele khona nobaba amzalayo) bavumelana ukushadisa udadewethu lingekho ilobolo bathembisana ukuthi bazobuya nalo ngosuku lomshado.nokwashintsha sesifikile izinkomo kwathiwa azikho zilahlekile kodwa imbuzi yophaphe nenkomo yokuncama yahlatshwa.Ngicela ukubuza ukuthi kungamele beqale phansi beshade noma kungamele bekhokhe amalobolo kuphela? Iyiph indlela yokulungisa lemfishimfishi
Kwenziwa njani uma laphupha ilobolo bazala izingane , bahlukana badlula emhlabeni bengasahlali ndawonye. Kumele yini ubashadise?
Kuyezwakala
Mpunga yesintu wayicacisa kahle kakhulu. Manje pho lomfana owumlanjwane osegcagcelwe koNina lume, wavusa umuzi kaMkhulu wasebenzisa isbongo sikamkhulu, ngabe kugcinela kuphi? Ugcina kanjalo nje ebiza lesbongo sikaMkhulu?
Ngicel ukubuza mnumznane MbanjwaMangab abazali balobolana kepha bangagcagca bahlala ndawonye bathola izingane kwabe sekuvela into ezobahlukanisa besaphila emhlabeni.Lezongane ngabe zyakhona yini ukushada noma ukushadelwa?
Ngicela ukbuza baba uMpunga Yesintu ukuthi mangabe kuwukuthi abazali bakho babengakalobolani but izinkomo zokqala ezimbili zasezikhishiwe zahlawula ingane yokqala. Uma niyizingane nivumelekile yin ukuth niqedele kulokho obese kuqaliwe uma kungukuthi nonke nizalwa ubaba oyedwa and ubaba wenu yena akasekho emhlabeni?
Cha icace gca ongezwanga akafuni.
Ithini indlela yokuganisa abazali ke ngoku?
Mpunga yesintu what are the solutions ? Kulungile you have given us the problems but what is the way forward? Wenzenjani ukuze uphume kulekinga?
Kusuke kumele ubashadise abazali Uma sewazi ukuthi bahamba benamacala, Uma ungazi kumele ubuze kubantu abadala bazokutshela ukuthi kwenzakalani bese uyabalungisela abazali nakuwe kobe sekulunga
Mpunga uma babethandana nje bengalobolene leyongane nayo ngeke ikwazi ukushada
Mfoka Langa, phinda ulalele kahle iqale ngakho lokhu yakucacisa iMpunga
Nangu uMakoti uyalotsholwa yindoda yakhe,bese kuhamba isikhathi iNdoda isicwila kumaNkwebevu uMkayo agcine esethole ingane kwenye iNdoda ,ibe yintombi ,engakaQhoyiswa .Lengane uma igana izoganiswa ngasiphi isiBongo, ngoba Nonina uvele esebenzisa esikaKhulu wakhe nje?😕😕
Manje ke Uma kuwukuthi ubaba wayihlawula ingane, waze wayilobola okanye waythenga yabiza isbongo sakhe uye uvuse okabani ke umuzi njengensizwa?
Ngabe kubaluleke kangakanani ukushintsha isbongo sakomalume, ubize esakubo kababa wakho uma ungumlanjwane usufuna ukuganwa ngokuphelele? Noma ngingahlala nje nabantwana bami ngibize isbongo sakomalume.
owami umbuzo uthi kwenzakalani uma ngabe ubaba wakho engalikhiphanga ilobolo kodwa eyikhokhelile ingane koninalume woyo?
Ngyakuzwa mpunga,kodwa esimeni sokuthi lakhishwa ilobolo bahlala ndawonye ,mase kuvela ingxabano phakathi kwabo mase behlukana,baze badlule emhlabeni kulesosimo kwenzaka kanjani?uyakwazi ukubashadisa?
Uyihlabe esikhonkosini. Ayidinge nakutolikwa. Impunga!
Mpunga Yesintu, ubaganisa kanjani abazali uma sebahlukana? uMama wahamba emhlabeni engasahlali noBaba, ubashadisa kanjani abantu abanjalo?
Uma bahamba sebehlukene usuke ungeke usakwazi ukubashadisa, kusuke sekumele wena njengengane uyokhishwa komalume bakho wamukelwe kini
@@impungayesintutv Ngiyabonga 🙏
Ayii mpunga wayikhuluma indaba esemqoka
@@impungayesintutv ukhishwe komalume ungalobolwanga? Cha Booh angivumi kumele abasekhabo baba bayokhokha komalume kwimande ukhishwa
Mpungaaaa,kwenziwanjani xa umama wayetshatile etshatele komnye utata kwaza ngelishwa wasweleka utata lo umama wayetshatele kuye,kuye emveni koko umama wadibana nomnye utata abatshata kodwa benza umntwana ongumfana,kulenkulumo yako akuchazi ukuthi kumele kwenzenjani xa lomfana efuna ukutshata,ayindisithelanga into yokokuba lomfana akanokubatshatisa kodwa kumele athini xa efuna ukutshata?
Impunga
Nduna kaNdaba ngiyakhuleka kuwe ngicela ungicacisele, mina ngingumlanjwana kodwa umama akuyena wegazi lesibongo sala kugcagcele khona ugogo ngabe loko kuchaze ukuthi mina ngisekeleke esibongweni sikagogo ozala umama nah ngokwethongo.?
Aw! ngaze ngaythola impendulo namhlanje. Syabonga Mpunga.
Siyabonga kakhulu ngenjulo Mpunga yeSintu🙏🏿🙏🏿🙏🏿
Siyabonga umfanekiso iqoshiwe. Mina nginombuzo lana. Uma umuntu wazalwa ubaba nomama abangakagcagci baphelela akasiye yini umlanjwana lowomuntu ngoba uzalwa umama osengakakhishwa esbongweni sakubo.
Ngiyadideka kancane lapho.
Syabonga ngicela kubuza mangabe baba washona sebezoshada noma ngingingakwazi kushadisa mama ngiyabonga
Mpuuungah!!!,syabonga bhuti waybeka yacaca,ngumlandeli waloluhlelo ngiyacela Mpunga ukuba uqhubeke uzosichazela ke ngo kusuke kfanele umuntu akwenze uma abazali bahamba emhlabeni sebekade behleli ndawonye bengagcagciswanga emva kwelobolo,ngyabonga kuningi engikfundayo ngokulalela le channel,UKHULE USUKHULISE NATHI NGOLWAZI,Ngyabonga
Siyakhuleka Mpunga YeSintu 👏🏾👏🏾👏🏾 wayibeka kahle kwezwakala siyabonga ngolwazi nemfundiso 👍🏾
IMpungaaaaaah. Isandla sedlula ikhanda ngalomfanekiso sifunda lukhulu impela la. 🙌🏽👏🏽
Syabonga Mpunga yesintu uyasakha
Mpunga sengicela ukuze sazi kahle ske sithole umlando wamakhosi akwaZulu nokuganwa kwabazali babo njengabasunguli balesisiko esiliphilayo ksuka kwinkosi Ushaka kuze kufike Esilweni ukuthi baganwa nini abazali babo beganwa obani sizwe nje nathi ukuthi kwakqhubekani lapho ngyabonga ngzolalela emsakazweni🤝
Macingwane....Engizokwenza ngizocela umuntu wakwa Zulu kube uye osichazela lolu daba
@@impungayesintutv ngyabonga
Mpunga yesintu ngiyakulandela sibonga ukusikhulisa amanzi akho ayazwakala siyabonga
khehla uma ungumlanjwana kodwa ubaba weza wakuthenga lapho ilungiseka njani.usengowako malume noma njani.ngiyabonga
Ngiyabonga kakhulu qhawe, isandla singaphezu kwekhanda ngifunda okuningi njalo.
Wayibeka yacaca Mpunga Yesintu siyabonga ukuba ngolwazi silahlekile okuningi asikwazi kodwa ngoba ngilalela inhlelo zakho ngiyakhekha ngiyakhula ngokolwazi....Impunga🙌
Siyabonga ncazelo,🙏🙏🙏
Siyabonga mkhulu ngolwazi,impungaaaaah
Icacile mnewethu 🙌🏾🗣 Impunga.
Mpunga ngyafisa uke uthinte udaba lomuntu ozalelwe ehostela umama wakhe wangazikhombisa izingane komalume bazo waze wadlula emhlaben. Izingane zase zisala no baba wazo kodwa zingakhokhelwe. No baba washona naye, izingane zakhulela kubo kwazo. Mase zikhulile sezifuna komalume bazo kuthiwa sebashona kusele amanxiwa. Esimnwen esikanjalo kwenziwa njani.
Injulab'chopho🤗😍
Mpunga yethu. Siyabonga mnewethu!
Ngiyabonga Mpunga yesintu,ngicela ukubuza kumele wenzenjani uma abazali behlale ndawonye baze badlula emhlabeni ubaba engakaze akhiphe ilobolo,kodwa wena njengensizwa ufisa ukushada ubize isibongo sikababa wakho
Mpunga yesintu mfwethu bengicela usichazele umehluko phakathi kwe Dlozi ne Thongo kanye ne Nzuzo...Ngiyacela mfwethu noma ungaphendula nje kule message yami.
Ngyabonga baba! Wayibekisisa lendaba futhi ibalulekile kakhulu, ngisuka ukuyenza ngonyaka owendlule🙏
Ngiyabonga baba mpunga yesintu wahlaba esihlonkweni engikusona ngoba ubaba walobola washona eselungiselela ukwebhesa thina nje sazalelwa ekhaya ngoba kwase kunyelwene abakomalume nobaba phambili
Ngibonge mpunga ngokusichushisa ngesintu sethu Mina umama nobaba abagcagcanga bashada esontweni kodwa Mina ngagcagca mhlampe ingoba umama wayesaphila
Ngikhuleke ekhaya esengikulangazelele kakhulu ukuzwa ukuthi ubanganisa kanjani ,ngoba kuyimanje kumele ngokhishwa nkomalume but uzosalakanjani ngoba sihlala Naye ekhaya
Mpunga, siyabonga Fuze.
Ingithintile leyonto yokushadisa abazali. Ngalobola kahle nje mpela kwathi uma sekufanele ngimlande umakoti ngabona izinto zibambeka ngase ngbona kfanele bashadiswe abazali.
Kodwa okubuhlungu ke la Mpunga, asibange sisaqhubeka neNgoduso, nesimo samandla okuganwa safiphala. Angazi kudalwa yini loku ngoba ngangith ngithinta into ebalulekile ukugcagcisa abazali.
Ngicela ukubuza senzenjani Uma besaphila abazali besindisiwe kodwa wakhishwa ekhaya ngembuzi bakumukela nakuba ngembuzi kodwa bona abasigcini isintu kodwa nase nizakhela ixiwa ngesimo sikufuna ukuphila ngesintu
Morning. Ukhulumaa nami phela la ngiyezwa khehla.
Ijulile impela, ngizolinda ubuye uchaze ukuthi banganiswa kanjani.
Nami futhi
Enkosi Mpunga Yesintu ngale nkcazelo. Sibonga kubantu abadala ohamba nabo
Uchazileke lana Ndoda👍
Waze wajula boh Mpunga. Muhle umsebenzi wakho.
Ngicela ukubuza ukuthi kuyakuthinta yini lokhu uma abazali besaphila. Uma balobolana kodwa bangaphelelisana, kuyakuthinta yini uma uyingane ufuna ukugana noma ukuganwa.
Sanibonani mpunga ngabe ukuganwa kufana nokuthi sewushadile yini Na
Impunga . Ngicela ukubuza uma ngabe u baba nomama nenga gcagcile kodwa ubaba ehlawule futhi alobole ngonhloso yokuthi ingoba efuna umtwana bes beyakukhipha ekhaya kubo kamam ngokusemthethweni manje wenzanjani kumele uba gcagcise ngoba babengesezwani kwenziwa kanjani lapho
Uyibeke kwezwakala ngingajabula uma ungangicacisela ukuthi abazali basaphila balobolana amandla abasenawo okugcagcelana uma ngifuna ukubagcagcisa kudingeka ngenze njani noma yini okumele yenziwe ukuze bezogcagca izimbuzi ezimbili nenkomo nani futhi
Iyangthinta ke mpunga ubaba walobola U mama kodwa kwagcina lapho manje abasekho Sebashona bobabili Asazi senzenjani
Mpunga Yesintu, ilungiswa kanjan indaba enje uma abazali sebengasekho kodwa bashada umshado wesilungu.
Iyalungiseka yona ngoba iyinto ende kuzomele siyichaze
Mpunga yesintu nginombuzo la
Yini ke okunele uyenze if wazalelwa ekhaya ko malume kodwa uhambe uyokhulela kubo kababa wakho kodwa ubaba engazange akuhlawule komalume . Musufuna ukuganwake mele uganwe ngesiphi isbonge noma yini emele uyenze ukuze ukuganwa kwakho kube impumelelo
Uma abazali abaqedile kulungiswa kanjani
Mpunga uma ubaba alobola base beyahlukana no mama wabe seyashona umama kodwa thina sihlala komalume lapho kwenzeka kanjan uyakhona yini kubashadisa kodwa babengasathandani lapho kumiseka kanjan
Mpunga Yesintu ngiyakhuleka kuwe. Ngithi angibuze lana, uma ku kuthi basaphila abazali. Ilobolo lakhokhwa kodwa kwashoda imbuzi yokukhishwa. Lapho kwenzeka kanjani ngoba ngathi namanzi abasathelelani?
Yazi ngathi sizalwa abazali ababodwa. Ikwesibili ubalula okufana nokwami thank you for always asking
Basahlala ndawonye noma sebavele bahlukana?
Abasahlali ndawonye Mpunga.
Ngyabonga nami bengzobuza wona kanye lombuzo wakho ngyafisa impunga sengathi ingawuphendula
Mmmh wamuhle umbuzo sicela uphendule Mpunga ukth Uma balobolana bangashadana bese bahlukana kwenziwa njani
Awukwazi ukushadisa Abantu abahlukana besadla anhlamvana?
Ngiyabonga baba, sifunda okuningi Kule channel, Uma abazali bangaphelelisanga, ubaba sewadlula emhlabeni isimo leso silungiswa kanjani Umama usekhona?
Ngfisa ukwazi ukuthi njengoba sahlanganiswa kwathiwa samaZulu babegcagce hlobo luni abazali bamakhosi nokuthi kulotsholwa kwalotsholwa kanjani sizwe nje nomgcagco wabazali beSilo ukuthi babegcagca nini kuphi kanjan ngyabonga
Ngiyabingelela kuwe ,Mpunga yesizwe,,Mina ngicela ukubuza ukuthi mangabe sigcagcile Waze ubaba washona ,kepha ekhiphe kuphela ilobola mina ngingumama ngingalungisa kanjani izinto?
Yinhle impela lencazelo yize abanye bezothi kwaku kdala lapho syabonga kakhulu mfokaMbanjwa ngokuzikhathaza kwakho ekubuyiseleni isizwe sikaphunga nomageba endleni uthi msihambe siqonde
Mpunga yesintu iyadida lentu ubashadisa kanjani abazali? Ngoba I remember uBaba VVO wathi ayikho lentu yokushadisa abazali kodwa kumele if ubaba wakho walobola kumele ukhulume no malume bakho bakukhiphe ngembuzi base kini bakumukele ngembuzi futhi
Uma umama wakho nobaba wakho bahamba emhlabeni behlala ndawonye futhi ubaba elobolile, kuyaniphoqa njengezingane ukuthi nibaphepelise ngoba Angeke niye ndawo ningakwenzile lokho... Awubashadisi Uma sebahlukana kobe sekukhishwa wena kuphela komalume... KUKHULUMA IMPUNGA MANJE
@@impungayesintutv ngicela ukubuza mayelana ngisimo sami straight ubaba noMama bashada umshado (western marriage) uMa bamukhipha ngembuzi and bamukela ngembuzi ekhaya nkithi kodwa bazange mbesaphelelisa ngokwesintu umngcangco. Mina ngishadile ngenza konke okwesintu. Manje inkinga kuthiwa kumele siyokhiswa ekhaya koMalume sifakwe esibongeni sakithi. Ngicela inumba noma ekaWatsapp ukuze ngizolobheka kahle loludaba mpunga yesintu.
Yoh ai shame...so now they punish us for their ignorance???🤷♀️🤷♀️🤷♀️
Baba ngicela ukubuza nginanqondise nje usisi washona enengane kuthe eshonile abakubo kwengane kwama bekhipha ukuhlawulela amacala abo engasekho ingane zihlala nabo manje sebekhuluma eyokukhokhela yena bamnganise akaze ahlale khona ubevakasha nje ngikhathazekile ukuthi uyenzeka yini leyonto yokulotsholwa komuntu engasekho anganiswe kuyizingane ezikhulele khona hhay yena ngingathola ukuphuma mpunga yesintu uma ngingacazeleka ngiyabonga
Angibingelele mpunga yesintu wathinta indaba ejulile ngicela ukubuza uma ungakwazi kubo kakhokho kumele umphelelise wenze njani ngiyabonga.
Ndunakandaba wayibeka yacaca mnewethu yaba unogwaja omhlophe ugijima ohlugwini
izi nombolo zakho azisebenzi
Sizwile Mpunga, cela ukubuza ukuthi mangabe sekwenzekilek ukuthi abazali baze bashona bengaganene, mina ngengomfana sengifuna ukuganwa ngenza njani ngalembuzi yophaphe, eyokwamukela nenkomo yokuqhwayisa ukuze nami eyami impilo izoqhubeka?
Mpunga ngelinye ilanga cela ukhulume ngesihloko sesithembu okuwukuthi onjani umuntu ongakwazi nongeke akwazi ukuthatha isithembu.
Ngibingelele Mpunga sibonge amadlozi namathongo ngokusivusa namuhla. impela lesi sihloko sanamuhla sijule kakhulu futhi sisaKHULELWE. Siyangithinta kakhulu, kahle kahle angithi nje singibhaxabulile kakhulu bachitheka sebugayiwe mnewethu. Sengijahe ukuzwa kumfanekiso oqoshiwe oyolandela ukuthi ngabe ke ngenzenjani ngiyinsizwa. Uke ucacise mnewethu ukuthi ngabe isisekelo sethongo uma ngizaleke kulesi simo ngabe sikoluphi uhlangothi. IMpuuuuuunga 👆
Uma kwenzeka ngagcina nginganile ngisengakwazi yini ukuthi ngibanganise nabo
Hmmm!!! Wayichaza kahle lendaba Mlekeleli iyezwakala. Siyabonga nangokuthi usivumele ukuthi sibuze. Angikazukubuza okwamamje ngoba nginodaba olungakwakhela esinye isihloko. Kuhleke lokho Ndodana.
Uma umamncane athola amantombazane kuphela ubaba akhipha amalobolo base beshona bobabili abazali. Izingane uyabona ukuthi kunobunzima nasekutheni umama wazo angagcagciswa. Abafana bakwezinye izindlu bayakwazi yini ukuqalisa loludaba luyephambili nakuba bengazalwa umama omncane.
Bhuti cela buza umama wendile so lobaba endele kuye wakhwela wayosebenza walala nomnye baba kwavela mna so ndingoweliphi cala mna😓😓😢😭
Wena kumele uhhambe uye kulo mama wakho izinto zakho zizohamba kakuhle
No awundiva bhut NDITHI NDILIVEZA DLEBE APHA LOMZI ?
Kwenziwanjani kulesosimo Uma wena mfana ufuna kuphelele Uma uganwa
Kwenziwa njani uma ungumlanjwana ekubeni ugogo nomkhulu wakho bengagcagcanga?
Sawubonna mkhulu. Mina ngicela ukubuza ukuthi kwenzeka kanjani kulaba abakipitile?
Ake buze uma kuwukuthi umama nobaba bahlukana mina sefuna ukushanda zomele bashandise.
Icacile mpunga ubeke kahle mf2 ,syabonga ,Nathi sike saylungisa into njalo @ khaya
Ubaganisa kanjani njengoba usuchazile?
Mpunga Yesintu
Mpunga! Uma intombazane ilotsholwa ( esimeni sokuthi laphuma ilobolo kumama wayo) ubani onelungelo lokwamukela amabheka?
Mpunga Yesintu, Syabonga. Icacile kahle kakhulu.
Umbuzo enginawo mayelana nesihloko lesi.
Uma ugogo no Mkhulu bona bengazange baphelele kanti futhi nomama nobaba nabo bengazange baphelele. Kwisimo esinjalo senza njani? Ngabe kumele kuqale kuphelele ugogo nomkhulu kuqala kuze umama nobaba? kwisimo sikamame nobaba, ilapho khona sebashada lona wesilungu, amalobolo esaphuma nawo. Kwilika gogo ukuthi umkhulu akasekho, seksele ugogo kuphela.
Umbuzo wokugcina. Uma ugogo enokuzindela noma ehudula inyawo noma engathandi ukuthi enze aphelele kuke kumiswe kanjani?
Ngyabonga
Mphunga yesintu ngiyabonga kuyezwakal,Mina ubaba walobola kumalume,um esho,Mina ke ngase ngenza umshando omhlophe,ngasalelwa owesintu,lo engifuna ukuwenza nje,inkunga ubaba akangcangcil angenzenjan????
Mpanga yesintu ngajabul uma ungase ungivulel indlela la ngoba ngifuna ukungena kowesintu umshado manj ngenzenjan kulaba bobabili sengisho ubaba nomama njengob bengawenzil lomgcagco
Baba ngyabonga ngalemfundiso, ngcela ukbuza ukuth uma abazali badivorsa beshade ngokwesonto belobolene, mina ngiyingane yabo umama usekhona bt usekhule kakhulu ubaba akasekho emhlaben, umama uyafuna ukuganiswa njoba esaphila bt sixakwa ukuth kanjan ngoba basebedabule incwadi yomshado ubaba wathatha omunyumfazi?
Wayihlaba eskhonkosini Mpunga yesintu
Impuuuuuuuuuuuuuungaaaaaaaah... ake ngidlulise ukubonga mnawethu.. ichannel yakho iwusizo elikhulu kithi..
Mpunga
Mina ngisacela ukungisize la uke uthinte indaba yokuganela nje ngokuthi kunomfowenu owashona engaganiwe noma wachitheka uke wenabe ngomthelela okunakho kophilayo ekuganeni nase kuganweni
Mpunga yesintu uma abazali babeshade ngesilungu base behlukana(divorce)bezele izingane bagcina sebehamba emhlabeni basenga gcagciswa yini izingane zabo.
Ngibungelele kwiMpunga Yesintu TV.
Angihlale odabeni:
Ubaba ozala mina owakwaThwala uzalwa uMaMthethwa.
uMaMthethwa wayegcagce eMancwangeni wase eyahlobonga noThwala(umkhulu ozala ubaba)
Ubaba wagcinela esebiza isibongo sakoThwala.
Wase ehlangana nomama ozala mina wamlobola wangamqeda futhi wangamgcagca.
Manje angazi noma ngibize isbongo sakomalume ekbeni ngikhulele Khaya koThwala noma ngibize uMncwango lapho ugogo ozala ubaba wayegcagcele khona?
Sizani ninabeNdlindlo.
Inamandla LeNkulumo
Kunjani mpunga me Na ngicela ukubuza ukuthi Uma ubaba wami akaqedanga uku khipha amalobolo ngoba ngesintu bathi umfazi akaqedwa kuyenza yini ukuthi lezozinkomo ezasala zisiphazamise njengabantwana Na ? Ngoba sengike ngafikwelwa amaphuphu kwaze kwabakathathu mayelana nezinkomo ezasala ngakubaba , Mina bengingakaze ngwezwa ngalokhu ngiqale ukwazi ngakho ngamaphuphu alibele ethi omalume ba Kwa Madela bakhala bathi ziphi izinkomo zabo ezasala . Ngizamile ukuthola ukuthi ingabe ikhona yini owaziyo ngalamaphupho angifikelayo ngoba ngazengatshelwa nokuthi zingakhi
Wayibeka Mpunga!!
Mpunga yesintu ngisacela ukubuza kubaluleke ngani ukubika isisu komfana uma ukhulelwe imiphi futhi imthelela emibi engaba khon uma singabikwanga
Kunzima ukukholwa nje uma isiqhamuka isiphila. Kuhle uyosibika abazali nabakubo bomfana bazi kunecala ukuze yena mayengayinaki ingane ugogo wayo azame ngoba uyazi kunomzukulu wakje owatholakala entombini... ngokwami umbono nje ovulelekile ongajulile
Ngyabonga ngolwazi Mpunga.bengicela uke uhlahlele le Mpunga uma ubuya.Ngenxa yokhalo olude obaba(la aganele khona nobaba amzalayo) bavumelana ukushadisa udadewethu lingekho ilobolo bathembisana ukuthi bazobuya nalo ngosuku lomshado.nokwashintsha sesifikile izinkomo kwathiwa azikho zilahlekile kodwa imbuzi yophaphe nenkomo yokuncama yahlatshwa.Ngicela ukubuza ukuthi kungamele beqale phansi beshade noma kungamele bekhokhe amalobolo kuphela? Iyiph indlela yokulungisa lemfishimfishi
Kwenziwa njani uma laphupha ilobolo bazala izingane , bahlukana badlula emhlabeni bengasahlali ndawonye. Kumele yini ubashadise?
Kuyezwakala
Mpunga yesintu wayicacisa kahle kakhulu. Manje pho lomfana owumlanjwane osegcagcelwe koNina lume, wavusa umuzi kaMkhulu wasebenzisa isbongo sikamkhulu, ngabe kugcinela kuphi? Ugcina kanjalo nje ebiza lesbongo sikaMkhulu?
Ngicel ukubuza mnumznane Mbanjwa
Mangab abazali balobolana kepha bangagcagca bahlala ndawonye bathola izingane kwabe sekuvela into ezobahlukanisa besaphila emhlabeni.
Lezongane ngabe zyakhona yini ukushada noma ukushadelwa?
Ngicela ukbuza baba uMpunga Yesintu ukuthi mangabe kuwukuthi abazali bakho babengakalobolani but izinkomo zokqala ezimbili zasezikhishiwe zahlawula ingane yokqala. Uma niyizingane nivumelekile yin ukuth niqedele kulokho obese kuqaliwe uma kungukuthi nonke nizalwa ubaba oyedwa and ubaba wenu yena akasekho emhlabeni?
Cha icace gca ongezwanga akafuni.
Ithini indlela yokuganisa abazali ke ngoku?
Mpunga yesintu what are the solutions ? Kulungile you have given us the problems but what is the way forward? Wenzenjani ukuze uphume kulekinga?
Kusuke kumele ubashadise abazali Uma sewazi ukuthi bahamba benamacala, Uma ungazi kumele ubuze kubantu abadala bazokutshela ukuthi kwenzakalani bese uyabalungisela abazali nakuwe kobe sekulunga
Mpunga uma babethandana nje bengalobolene leyongane nayo ngeke ikwazi ukushada
Mfoka Langa, phinda ulalele kahle iqale ngakho lokhu yakucacisa iMpunga
Nangu uMakoti uyalotsholwa yindoda yakhe,bese kuhamba isikhathi iNdoda isicwila kumaNkwebevu uMkayo agcine esethole ingane kwenye iNdoda ,ibe yintombi ,engakaQhoyiswa .Lengane uma igana izoganiswa ngasiphi isiBongo, ngoba Nonina uvele esebenzisa esikaKhulu wakhe nje?😕😕
Manje ke Uma kuwukuthi ubaba wayihlawula ingane, waze wayilobola okanye waythenga yabiza isbongo sakhe uye uvuse okabani ke umuzi njengensizwa?
Ngabe kubaluleke kangakanani ukushintsha isbongo sakomalume, ubize esakubo kababa wakho uma ungumlanjwane usufuna ukuganwa ngokuphelele?
Noma ngingahlala nje nabantwana bami ngibize isbongo sakomalume.