Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
2024 nakulonyaka ngiyaphinda ngithi ngiyayikhetha inkosi.100% UNYAZI LWEZULU
SIYABONGA INTO ENHLE KANGAKA INKOSI IKUBUSISE USHEMBE SIKHUMBULE SONKE SINGABAKHE NEMINDENI YETHU ELELE OTHULWINI NABANTWANA ABAPHE IZINDLEBE EZIZWAYA ❤❤
uze usikhumbule nkosi yama khosi....anginengawe baba kepha ngyozama ukuba njengawe.
Amakhosi ango ngqoh lawa,oShembe Sheee.Awekho amanye oyobuye uwabone.
uBhombela ne Langa 🌅 baseBuhleni ekuPhakameni sekusele izindonga nje nanokuthi sihlonipha ngoba kulele amathambo ayingcwele khona kodwa sekusemanxiweni wonke amakhosi aseBuhleni,kwakukoludumayo laphaya kusekhona ubaba ILanga 🌅 kuyiseZulwini ngempela 🤞, ubaba INyangayezulu 🌙,yaphuma nabo ubungcwele yayanabo Ebuhleni 🙏. Sagcwala isphrofetho sika Babamkhulu nobaba ILanga 🌅 somuzi olenga emkhathini okuyoba owenkosi yesthathu.
Amakhosi amaNazaretha ayisihlanu, uMqaliwendlela owaziwa ngo Bhombela, Inkosi ILanga 🌅, Inkosi INyangayezulu 🌙, Inkosi UThingolwenkosazane 🌈 , eysihlanu uNyazilwezulu ⚡🙏 oluhlezi esihlalweni.
Ngiyabonga mfethu cha uyishayile. Ngiyibonile neNyanga Yezulu eyangilanda ethuneni sengigqitshiwe. Ngyabonga kakhulu. Ungapheli amandla usiphe futh amanye
Thaban Mncube chaza mnz ikulande njani mina ngaphiwa igama uShembe
siyabonga ukusikhumbuza ngevalaphi yethu mntaka Nkulukulu.Uzithathephi lezithombe ezibukeka kugezakudala kagaka
Iphelele lento eyasezulwini..ameeeeeen siyabonga nkosi yama khosi...
Laze lashawa piano Mmmm engaty nalaba abakhona bangangashintsha lendlela lumnand khala kanj
Nongamthandi uyoze amthande BHOMBELA ISITIMELA SAMAMPONDO ILANGA LOKUKHANYA INYANGA YEZULU UTHINGO LWAMAKHOSAZANE UNYAZI LWEZULU(DOCTOR)
Bongani unjehova manazaretha ngezinsuku zonke ngokuba umusawakhe umephakade.
mmmh! hay yayinhle mfwethu.....uyenze kahle kakhulu! iNkosi ikubusise
Muhle umsebenzi uNyazi lukubusise Mtane Nkosi.
Mmh yaze yafika leyomini ai ubaba m madlala ne piano babexoxa indaba
imisebenzi kankulunkulu yonke lena.
I love this :)
SYABONGA MTAKA NHLIZIYO USHEMBE AKUKHUMBULE NGOMSEBENZI OMUHLE OWENZILE SICEL UQHUBEKE UFAKE AMANYE AMANINGI
OKWASEZULWINI KUVELE KUBONAKALE NJE NOMNGAMTHANDI UYOZE AMTHANDE
uze uskhumbule shembe...uze uskhumbule BHOMBELA
Awoyiwoyi Nqapheli, Silangwe da CREATOR, creativity @it best! gud job keep it up...lol
Nyazi
siyabonga...khula Nyazi Lwezulu..inhle lento madoda
Olwethu uNyazi
The Zulu Kingdom lasted from 1816 to 1976
HAWU NKOSI YIWO WONKE AMAKHOSI ALAPHA SIYAKHONA
Yiwona wonke futhi asemthethweni akawona ama fake ongqo bo Nkulunkulu 🙏
Mangaki amakhosi amaNazaretha ngicelwa ukwazi
Baba ungabongena endlini enokudla ongakuthandi muzofika ukugxeka ngoba abasuke bekuleyondlu basuke bekundla futhi bekuthanda.Wena ojwayella ukungena ezindlini ezikufanele futhi ulimi lwasezulwini luyadida wena wazi ulkuthi ekuphakameni kusenanda okwasezulwini kukuphi
ayi uyishayile mfana!!!!
Induduzo yodwa. Kududuzeka bangasekho nabasaphila. Konke kwenzeka ngentando yomdali. Makadunyiswe U Jehova, Amen.
Nina bagcotshwa yekani ukumosha intenhle kangaka, musani ukuba osayinyova
kuyancomeka inkosi ikubusise
Uma bewufake amaKhosi asEkuphakameni wodwa bengiyovuma ngithi ushaye khona but kuxubene nje... Ubowahlukanisa usho ukuthi sekvela awaseBuhlenike manje ungaze ufake abantu abaningi ehlathini.
unomona wena and uyahlanya ngaphezulu
Amakhosi aseZulwini ase Ebuhleni 🙏 uBhombela ne Langa🌅 base Ebuhleni
I appreciate indlela ozthemba ngayo but ungakhohlwa ukuthi kunezinye izinto umuntu aye angazazi, azamukela ngoba ezwe abantu bethi kunjalo and okunye ksuke kungenxa yokqinisa ikhanda noksaba ukphoxeka.... Uma onke kungawasEkuphakameni pho amanye awo afunan ngaphandle kwakhona? Ikhona iNkosi eyake yahamba yashiya isgodlo sayo ayangaphinde yabuyela khona bt still kwathiwa eyaleyo ndawo?
Msawe88
@@brendanyathi4867 Uyagula wena, ufuna sikhonze lesisiThixo senu esngaphilisi?
unyazi lwezulu...angasilibali nkosi