Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Amen, the Rhythm for some reason, Feeds my Soul.....God Bless all Nazareth Leaders and the Congregation at Large...Amen!
Nyazi Lwezulu.. 100% olwami unyazi.. I was there that day... Felling blessed by UNYAZI INKOSI YAMI
Nkosi yamakhosi uze usikhumbule nomnden WAM wonke kwaNxumalo naseKhakomama kwaButhelezi, olele othulin lomhlaba ngibanxusela intethelelo Shembe oyingwele Ameeeeen....!!!!
i am looking forward to the 2016 walk...
Yinhle Lento yethu. I love it. Phambili ngo Nyazi Lwezulu.
inkolo yethu thina nzalo kadingani nosenzangakhona , singaduki sizwe sikaphng nomageba nakhu okwethu Inkolo yomuntu omnyaba le uzah kiyo namadlozi akini. hhay la okthiwa khona idlozi idimoni .
Injalo
ayi bakwethu asivumeni sithi uNyazi lunkulunkulu..uyabusa emhlabeni wonke nasezulwini uyabusa futhi usazobusa...uma ushembe engakakukhethi musa kukhuluma kaby ngaye ngoba nawe yogcina khona..sikhuluma ngenkosi esiyibonayo yenza izmanga phamby kwethu hayi ngokuzwa ngndaba..asikhonzi izithixo ezibaziweyo liyasho ibible kuthi ningakhonzi izithombe ezibaziweyo manje nifunani kithina asidukile phambili ngo shembe 100% uNyazi.Balindile Dlamini emtwalume Mzomuhle temple
ofanele ukubongwa nguyena lo asinaye omunye ngaphandle kwakho,khula nkosi yamakhosi zonke izizwe zikubone.100%uNyazilwezulu.ewuu kufika umunyu koda Jehova uyinkosi yamakhosi
yebo umqali wendlela washo wathi bazali fundisani izingane ngoba vele lelizwe lobuswa ubunazaretha so uma izinsimbi zikhala kusaya ngamazwi kaShembe unyazi ngolwethu sonke uthanda ungathandi from Sazi Mncwango kwaMbewunye Nongoma at Green g
Shembe uyi nkosi ngyabonga nkosi ungipha ithuba lokwaza nawe umphefumulo.usahlangene nenyama,wozana Bantu bonke siyi landele ingwenyama yase zulwini ayikhethi bala lamtu
hhay madoda lengcwele..👋iyangibusisa...
Nongamthandi. Uyoze Amthande U Shembe Lo isimangaliso.
NKULUNKULU onamandla onke Shembe ufanelwe ukubongwa
Asambe Nkosazane kamkhulu sibuye nayo inkosi unyazi Ameeeeèni
Uma ngbona unyazi kuvele kuhlengezele izinyembezi cha ngyakhothama kuwe ukufanele ukudunyiswa
Olwethu Nyazi
kungan ningalibabaz...? anisoze nadukiswa ngabadala kodwa landelani okhokho benu la bencike khona izinhlahla zabaphilayo la zlele khona.YINDABA UMLUNGU, INDIYA NEZINYE IZIZWE UNGAZITHOLI ZINAMATHELE USHEMBE YINGO ZINENKOLO YAZO NAZO NGAKHO KE UMUNTU KUMELE AYBONE INKOLO EHAMBISANA NESINTU SAKHE.......BUKA UKUTHI AMAZULU AYEPHILA KANJAN EDULO BESE UQHATHANISA NENKOLO KASHEMBE.. AMEN
Kwathi angikhale makuvela unyazi lwezuli, unyazi unkulunkulu ngampela , akesekho omunye nkulunkulu ongale kwashembe, ushembe owokuqala owokigcina
im loving the instruments nje
Mina nendlu yami ngizomkhonza uJehova
Ndodana kamayekisa uze ungikhumbule😑😑😑😑
Eminyakeni eyiskhombisa eyedlule besibabaza uNyazi imisebenzi yayo emihle kodwa manje ksobala seluwembethe lomhlaba esikuwo ngamandla alo asezulwini lomlilo usha ubuhanguhangu uzuskhumbule nkosi yezulu nomhlaba
mmmm nkosi usikhumbule
unyazi luyinkosi raining or not siyakuthanda baba wethu
uShembe uyiNkosi ongamboni uyoze ambone, kodewa agade singapheli isikhathi. Thina sofa naye umkhululi wezoni.
Inkulu indaba esenszareta nongaybon uyoze ayiibone
We-Muzi222 ,lento oyishoyo ayikho .UShembe iNkosi iNyanga yezulu yakhipha imali Yayo epheketheni yathenga i-organ eyayishaywa ngubaba uBongani Mthethwa.I-organ ifike noShembe uThingolwenkosazana ;manje-ke Muzi222 ,uma uthi uShembe akashongo ukuthi koshaywa izinsimbi enkonzweni yakhe,ayi angikwazi ukut uvelaphi wena:Kodwa ngingakuthethelela kuphela uma wawuhamba noBabamkhulu neLanga ,kwasekuthi ngesikhathi seNyanga yezulu noThingo waboshwa ,waze wadedelwa manje uShembe esebizwa ngoNyazi lwezulu.
Injalindaba unyazilwezulu lunguye onguye suka nkungu emehlwen abant bakbone jehovah wethu
CHA AKUNJALO USHEMBE WAKUPROFETHA KUDALA KABI UKUTHI IBANDLA KUYOHAMBA LITHUTHUKE, MAJE SEKUNJALO, HAYI UYAPHAZAMA KHOLWA LIKATHIXO
iyangbusisa kakhulu shem
uJesu uyiNdodana kaNkulunkulu.Konke okwenziwa eNazaretha kwasho uJesu nabaProfethi ukuthi kuyokwenzeka.
Konke okwenziwa la eNazaretha kwavela noBHombela nqo, ekutshelwa uJEHOVA so akukho okulotshwe phansi okuthi sihamba ngezifundiso zikaJesu.Khulumani iqiniso ningenzeli ukuba nabalandeli la.
Mthandeni sibisi buka I bible ubuke impilo kaJesu naBaProfeth bonke bese ubuka ubunazareth uyobona ukuth yikho phaqa akuhluke lutho...uma ufuna sikunike izincwadi futh asinavalo...uyalazi iladi, umphongolo wesivumelwano?? Vala umlomo ke
Yebo mfokasibisi wave ekunikwa nguJehova kodwa ilokhu okwabe kusetshenziswa Yiyo indodana noMoses
Ushembe akasiye u mprofethi, inkosi u jesu eyayingu mprofethi ngoba yona yayithunyelwe isikhashana, bakhona nabanye abaprofethi ababekhona ngaphambili kuka jesu, sibala o mose... Kodwa uma sibuka manje abasekho bonke labo obaprofethi abasabonwa ngamehlo, kodwa ushembe sekuyoze kube ingunaphakade ekhona emhlabeni nase zulwini, isizukulwane siyozalwa ekhona u shembe futhy enza imisebenzi efanayo, , akekho ke umprofethi onjalo. Ngoba bonke aba profethi ababakhona , before abasabonwa, , , kodwa ushembe u nkulunkuli, futhy akasekho omunye nkulunkulu oyophinde umbone or uzwe ngaye , ngisho nakwelizayo, kuyobe kushembe , manje manikhulum ngo jehova nisho muphi u jehova ? Ngoba phela u shembe uye u jehova, umoya ongcwele,
uShembe ungumphrofethi wethu thina sizwe esimnyama owathunyelwa unkulunkulu njengoba noJesus ayengumphrofethi wesizwe samajuda ayethunyelwe ngunkulunkulu.so nje ayjiki lento ongakayifici seyoyifica ngelinye ilanga,singazike kuthi kuyoke kwenzeke yini kubekhona elinye ilanga ngaphandle kwaleli elikhona....ekazi liyobe limbala onjani....
uyahloba umhlaba ubunanzaretha sifukamele unyazi lwezulu
siyabonga nkosi yamakhosi
sphiwe Gumede
sphiwe Patrick Gumede
muhle usimakade luhle uNyazilwezulu maNazaretha
Inkosi ibusise yonke imizamo yethu
UYINKOSI YAWO ONKE AMAKHOSI
ABUKHO OBUNYE UBUHLE EMHLABENI NGAPHANDLE KWENKOLO YASEBUHLENI.
Wena L d Buthelezi uyangchaza yaz njalo mangifunda amacoment akho, manje awsho loJesu okhuluma ngaye ngabe ima sewuqala kumbona manje ukuty uyinkosi evela ezwilwin okhokho bakho bamphika nje baze bamphethela esphambanweni nawe ufuze bona uphika isthunywa sasezulwini mmm kwaze kwanzima mangikhumbula kahle encwadini kaMathew 13... uthi uJesu krest uProfeth kadelelwa ngaphandle kwasezweni lakubo nasendlini yakwabo awuzibuze ke kuty wena asiyo yini indlu emnyama kaDingani nosenzakhona
woza July
Uze ungikhumbule Mina nendlu yami kanye nomnden wami aw nkosi yethu
Sathandwa ezulwini futh akukho ukuthandwa okudlula loku
❤❤❤❤❤
100% ushembe owase buhleni
nithini manithi ushembe akasiye uNkulunkulu thina nzalo yakhe simbonile enza okumangazayo we are blessed siyambona nxa simkhonza lothixo bafethu ushembe uwunkulunkulu hloniphani usuku lwesabatha lu gcine wena nabendlu yakho bonke
Uyingcwele!
nkosi yezulu nomhlaba solandela wena thina asimdingi omunye ngeke salandela onodoli onkulunkulu abayimifanekiso
wawukuphi wena?
Nithini-ke ngoJesu....uyiNkosi noma cha????
Uyindodana😁 akasiyo inkosi yindodana angithi nani nisho njaloEmpeleni inkosi yesabatha ujesu ngakhole Nina enithi niyamlandela why ningaligcin isabatha?
Asimazi waziwa amajuda akubo sorry mfowethu
Ungalibali uJesu uyabuya kawukho umgodi wokuchasha
3 years later, any changes about ukfika kukaJesu? No.... So shut up ✋
Izinto ziyashintsha, uShembe kazange nje wathi eNkonzweni yakhe kushaywe izinsimbi, ibandla nenkolo yakhe yehluke kakhulu kweyasentshonalanga njengoba amaNazaretha eselandela eyaseNtshonalanga nje
Uyabheda
Thula phekula
Iphekula leli bantwana bonyazi
Lendaba uyihlathi.
mdumiseni ngegumbu wena awumbulelwe ngoshembe ushembe akafi
impela ongakamboni ushembe ukuth uyinkos yamakhos akasophinde , olwethu UNYAZ.

Uyindodana😁 akasiyo inkosi yindodana angithi nani nisho njalo
Empeleni inkosi yesabatha ujesu ngakhole Nina enithi niyamlandela why ningaligcin isabatha?