- Видео 5
- Просмотров 231 824
Sbonelo McDee
Добавлен 6 июн 2009
Видео
INKOSI UNYAZILWEZULU SHEMBE
Просмотров 62 тыс.12 лет назад
Unyazi lugida namakhosazane esigcawini sakwaZulu ngokuvalwa komhlangano kaJulayi,eBuhleni boKuphakama Home
Shembe-Hierarchy
Просмотров 72 тыс.13 лет назад
The leaders of Nazareth Baptist Church-Ebuhleni in sequence
Shembe pilgrimage
Просмотров 19 тыс.13 лет назад
Every year,more than 300000 pilgrims of shembe faith embark on a journey to their holy mountain Nhlangakazi.
The Zulu Kingdom lasted from 1816 to 1976
Nguye onguye
Nyazi
2024 nakulonyaka ngiyaphinda ngithi ngiyayikhetha inkosi.100% UNYAZI LWEZULU
uBhombela ne Langa 🌅 baseBuhleni ekuPhakameni sekusele izindonga nje nanokuthi sihlonipha ngoba kulele amathambo ayingcwele khona kodwa sekusemanxiweni wonke amakhosi aseBuhleni,kwakukoludumayo laphaya kusekhona ubaba ILanga 🌅 kuyiseZulwini ngempela 🤞, ubaba INyangayezulu 🌙,yaphuma nabo ubungcwele yayanabo Ebuhleni 🙏. Sagcwala isphrofetho sika Babamkhulu nobaba ILanga 🌅 somuzi olenga emkhathini okuyoba owenkosi yesthathu.
Amakhosi amaNazaretha ayisihlanu, uMqaliwendlela owaziwa ngo Bhombela, Inkosi ILanga 🌅, Inkosi INyangayezulu 🌙, Inkosi UThingolwenkosazane 🌈 , eysihlanu uNyazilwezulu ⚡🙏 oluhlezi esihlalweni.
SIYABONGA INTO ENHLE KANGAKA INKOSI IKUBUSISE USHEMBE SIKHUMBULE SONKE SINGABAKHE NEMINDENI YETHU ELELE OTHULWINI NABANTWANA ABAPHE IZINDLEBE EZIZWAYA ❤❤
😭😭😭😭
KODWA NKOSI WENA UMUHLE
Bajabula ababekhona🙏
UShembe uNyazi LweZulu luNkulunkulu
Ngykuthanda nkosi yami nyazilwezulu ngicela ungithande
HAWU NKOSI YIWO WONKE AMAKHOSI ALAPHA SIYAKHONA
Yiwona wonke futhi asemthethweni akawona ama fake ongqo bo Nkulunkulu 🙏
Olwethu unyazi🙏🏻😭
Nkosi yamakhosi uskhumbule nathi noma sesaba intethelelo baba 🙏😢
Muhle umsebenzi uNyazi lukubusise Mtane Nkosi.
Laze lashawa piano Mmmm engaty nalaba abakhona bangangashintsha lendlela lumnand khala kanj
Olwethu uNyazi
Nina bagcotshwa yekani ukumosha intenhle kangaka, musani ukuba osayinyova
Babusisiwe abake bagida nonyazi
Lol awu bra Mdu madoda his days are numbered lo tsotsi wakaShembe
Usehlathini bhuti
haibo njalo mfethu...akukhulunywa kanjalo .
when open the book closer to your face it is highly impossible for you to read it correctly as SHEMBE is closer to us some they get it difficult to see him as lord spirit but to those who are lucky enough they see SHEMBE's presence 'll the times i pray even to stay in his protection all the times
Ngiyabonga mfethu cha uyishayile. Ngiyibonile neNyanga Yezulu eyangilanda ethuneni sengigqitshiwe. Ngyabonga kakhulu. Ungapheli amandla usiphe futh amanye
Thaban Mncube chaza mnz ikulande njani mina ngaphiwa igama uShembe
OKWASEZULWINI KUVELE KUBONAKALE NJE NOMNGAMTHANDI UYOZE AMTHANDE
Iphelele lento eyasezulwini..ameeeeeen siyabonga nkosi yama khosi...
Mangaki amakhosi amaNazaretha ngicelwa ukwazi
Amadoda emizi akhonza indoda kwanzima kanimazi yini odale umhlaba na? Yena lowo owenza nezulu walenza nolwandle nina-ke niluthekile nikhonza okudaliweyo kunowakudalayo .
ushembe nje owadala izulu nomhlaba...unyazi
Usho kahle yini? Uma uthi kawuboni! Kombe nidlubha ezinde ezimhlophe kanti inhliziyo igcwele iyaphuphuma imisebenzi kaSathane uyihlo.
klungile syeke senze imisebenzi kasathane ...wena unkulunkulu uyakuvuma loko ukuthi usibize ngosathane ? ngoba wena ungcwele phela ngiwubekile umhlawokuphela
Ld Buthelezi L.d Buthelezi nakuJesu babuza kanjalo mfana kaButhelezi lo phela umfana kaJosefa pho usho kanjani ukuthi uyindodana kaNkulunkulu, lo udlala ngathi base bembulala that was a bad spirit, le ekuwe namuhla ngyakholwa ukuthi ukube wawukhona ngeskhathi senkosi uJesu wawuzoba nezwi kanye nesandla ekufeni kwayo mfana
shwele 😩wena wasekhaya komah ngiyakuzwela ngoba nguye lo oyakuna phambi kwakho ngomhlawokuphel, yabona phuza amanzi wena wakomalume ulale ngesisu thina sikhonza uNyazi uThixo wawoThixo
Nongamthandi uyoze amthande BHOMBELA ISITIMELA SAMAMPONDO ILANGA LOKUKHANYA INYANGA YEZULU UTHINGO LWAMAKHOSAZANE UNYAZI LWEZULU(DOCTOR)
amaqili uyowacupha ngobuqilibabo mmmm UNYAZILWEZULU UNKULUNKULU
yaze yayinhle into maNazareth kugcotshwa unyazi lufakwa uphaphe lwegwalagwala namhlanje eDBN selu Doctor
Shembe syakukhonza usihole njalo mkhululi usikhanyisele
kuhle ukuba kuMNazaretha usaphila umbone uJehova enza izimanga phambi kwakho pho wena uhlaleleni kusizani
Amen kumanazaretha, ngiyayithanda lenkonzo, ayiqhubeke njengesitimela ishosholoze iye phambili isize abantu abampisholo, njengoba yayisungulelwr kona, akekho oyoyimisa aphumelele into kaNkulunkulu le
Yekuyeheeeeeeeeeeeeee haaaaaaaaaaaa khula nyazilwezulu
Mmh yaze yafika leyomini ai ubaba m madlala ne piano babexoxa indaba
Bongani unjehova manazaretha ngezinsuku zonke ngokuba umusawakhe umephakade.
uShembe uyindida akekho omaziyo, uThixo wothixo, sala wena ophika into iphambi kwakho uyoze iboneni ukuze ukholwe ukuthi uShembe uphum emaZulwini. Amen..........
UTHIXO woThixo
uze uskhumbule shembe...uze uskhumbule BHOMBELA
uze usikhumbule nkosi yama khosi....anginengawe baba kepha ngyozama ukuba njengawe.
unyazi lwezulu...angasilibali nkosi
We play izintshumayelo every Saturday ngo 11 Eliseo. Please tune to 97.0fm
Owethu USHEMBE bekhala beginqa sofela ebuhleni
Tshelani amajaji asulicala olwethu nyazi
imisebenzi kankulunkulu yonke lena.
300 000 is a very small number for my church, its more like a million plus! Olwethu Unyazi!!
I love this :)
Ummeli ngathi ufuna ukukhala
syabonga Madanone iNkosi ikubusisa.
nkosi Nyazilwezulu usikhumbule nathi abadukileyo
khula nkosi yamakhosi nyazo lwezulu