UDumakahle 2019 (official CD promo)

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 20 янв 2025

Комментарии • 147

  • @njabulonzama1220
    @njabulonzama1220 5 лет назад +14

    Winkinga ngoknjalo mna sengikuvumile dumakahle awfudumez uyabhala awthath ingoma zabantu bese uklinyeka ngazo good

  • @thulaniemmanuel3947
    @thulaniemmanuel3947 5 лет назад +28

    Kanti klula kanjen ukuhlany ngengqondo uvel ucabang umuntu ekseni lize liyoshona eyamik le Hit hit hit✨✨✨✨🎆🎆🎆🎆🎆🎆🎇🎇🎇🎇🎇🎇🎈

    • @macentnxumalo4650
      @macentnxumalo4650 5 лет назад +1

      Sesolobola ngabonke abafana basemakhaya angith inkomo azikho ekhaya

  • @sbomlambo2374
    @sbomlambo2374 5 лет назад +17

    Aii Dumalahle uyinkunzi.. muhle umsebenzi futhi uyivalile i 21 questions

  • @n.pntshingila2191
    @n.pntshingila2191 5 лет назад +6

    Maphath' efika njengengoma yakhe
    *Angithi i'nkomo azikh' ekhaya* ngiyathanda muhle umsebenzi awudumazi Dumakahle♥ Noma ngizwa ngedwa ama-hit?! Umshuuuubo!!!! Ubani osnika lento
    ♥♥♥❤♥🔥😍

  • @sandiledlamini7233
    @sandiledlamini7233 5 лет назад +8

    Mmmmmmmhh ai ngiyakuzw lapho qhawe lami...usebenzile mfanakithi zimnandy ingoma zakh 👏👏👌👌👊👊✔️💯💞

  • @mduduzinsibande37
    @mduduzinsibande37 5 лет назад +8

    Aww uthisha wothisha, uThishomkhulu ngiyazibongela mina💯🙌

  • @delanimadonsela8156
    @delanimadonsela8156 5 лет назад +6

    Thisha Wothishaaaa!!! Usuphinde wawis’ ubonda Principal.. Azivulwe phela izitolo singene

  • @mhayiwenkondlo3928
    @mhayiwenkondlo3928 5 лет назад +2

    NGIZOKUSHO OKUKUGCINA LOKHU.....uDumakahle akanantanga kulomculo kamaskandi uzihambela yedwa!...Uzidlela amahlanga straight abathi bajaha yena bazigijimisela ukhozi ngenja!.... *#KUNINI**_MANJE?! THISHA-WO-THISHA! SITHA SENGOMA ENCANE*

  • @musawenkosimelimoyo111
    @musawenkosimelimoyo111 Год назад +1

    I'm from Zimbabwe but Brother I lyk ur song and I support 🎉gud massage

  • @sbonelomdletshe7872
    @sbonelomdletshe7872 5 лет назад +2

    umaphatha efika ngengoma yakhe emnandi.....khuphuka mfana wengezo ye-apula siyathokoza emavasithi. WITS APPROVES

  • @lungelomkhize4507
    @lungelomkhize4507 5 лет назад

    Aii mna ngyawuzwa umlayezo angazi kwabanye intle into mfana omdala nice tracks unithatha kanjn vede uhulumeni ngoba ni acter as ivoice yakhe nalena eyokhlala ekhya iyangfikela kwakuyoba ngcono uhlale ekhya

  • @p.kay_shani1456
    @p.kay_shani1456 5 лет назад +11

    Kanti kulula kanje ukuhlanya ngenqonqo🔥🔥🔥

  • @sikelelanguse7005
    @sikelelanguse7005 5 лет назад +6

    Umaphathefika awkaze wangenzela phantsi ngengoma yakho.........cedara uni agriculture approved

  • @georgebuthelezi8057
    @georgebuthelezi8057 5 лет назад +2

    Ucula kahle ntwana kodwa mawungathi ukukhipha kancane nje izwi uyalonga kakhulu

  • @halalisanisbusiso1429
    @halalisanisbusiso1429 5 лет назад +6

    Kunini manj abantu bath asazi nath siyazifikela NJ kulendawo🥂 isitha sengoma encane

  • @malbongwebandile3963
    @malbongwebandile3963 5 лет назад +13

    high quaiity,bese ngimangel ngibon amany ama pokloza ama promo

  • @nkosinathindimande3692
    @nkosinathindimande3692 5 лет назад +12

    Cha kodwa uyinkinga mfana wasengoje ungafudumezi izinto zabantu up up up qhawe

  • @zandisemello9012
    @zandisemello9012 5 лет назад +7

    awuu kodwa😢 Dumakahle waze wayinkinga 🙌
    kadee ngiyilindile ,
    ngiyabonga mina🙏

  • @MagosiMagosi-l6y
    @MagosiMagosi-l6y 15 дней назад

    Phambil maphafik kunin manje ayishe ingoma ❤️❤️❤️❤️❤️❤️

  • @bongmenzwezazidube4159
    @bongmenzwezazidube4159 5 лет назад +13

    Uyakwazi ukucula weDumakahle🙌

  • @sandilemagwanyana9686
    @sandilemagwanyana9686 5 лет назад +5

    Cha maphathefika uyinkinga mfana suka ngiyakuzwa
    Khuphuka mfana👌👌👌🏽👌👌👌👌

  • @zethembisomkhabla6709
    @zethembisomkhabla6709 5 лет назад +2

    "Angeke S'cule Kahle Sonke Nxese Kubuhlungu Kodwa Nidinga Ukwemukela" I Felt That Yazi 😢👑

  • @manqelesimo5143
    @manqelesimo5143 5 лет назад +1

    ngkuzwa kahle mase uthi ngangiyoba umahlalela mina 💚💚💚💚💚💚

  • @zinhlengqulunga5190
    @zinhlengqulunga5190 5 лет назад +1

    Ngzolobola ngomfana wasekhaya ozozolusa izinkomo zakini angithi izinkomo azikh ekhaya.... ungsholo kahle kodwa mfana

  • @CarolinevickieNjovo-fu9tw
    @CarolinevickieNjovo-fu9tw 10 месяцев назад

    Shaya dumakahle betha kwedini. Nkanti kulula kangaka ukuhlanya ngengqondo

  • @olwethugoodenough2778
    @olwethugoodenough2778 5 лет назад +1

    dumakahle yayishaya ingoma up maphathefika

  • @sengiwakhilesxaxasisusamat4913
    @sengiwakhilesxaxasisusamat4913 5 лет назад +6

    😥kodwa qhawe lam awukaze waphoxa from day 1 yaz kufika izinyembezi zenjabulo up maphathefika qhawe lam

  • @njabulobrightvundla9243
    @njabulobrightvundla9243 5 лет назад +5

    Usaphethe.... 🔥🔥 waphatha efika

  • @khethilebhityashe4859
    @khethilebhityashe4859 3 года назад

    🔥🔥🔥kade ngilalela ezi ngoma manje usephindile lomfana angazi kemanje ngilalele ni 🔥🔥🤚zimnandi zonke #ngekeSculeKahleSonke

  • @khethiwebulawayo4214
    @khethiwebulawayo4214 5 лет назад +4

    Ushayile mfana wami, muhle kakhulu umsebenzi 🎀🎀siyabonga khehla

  • @Gcinumzingolomi
    @Gcinumzingolomi 5 лет назад +7

    Your Talent my brother is growing day by day... Schoool ooout📝📝📝💿📀📀✔✔✔

  • @bonganimwelase4127
    @bonganimwelase4127 5 лет назад +3

    anifikanga nigalelekile bafana 👌👌👌👌

  • @mandlavezy7868
    @mandlavezy7868 5 лет назад

    Kuya kuyenyela impela manje.Yenza okwaziyo owaluzela emculweni.Uqhubeke nezwi lakho ungazenzi umuntu ongesiyena.Dank Maphathefika,Skool out

  • @bongekilentombikhona6377
    @bongekilentombikhona6377 5 лет назад

    Mmmmm kdwa jesuu up dumakahle ushayile mkhaya wamii

  • @siphiwemkhabela4830
    @siphiwemkhabela4830 5 лет назад +1

    Kanti kulula ukuhlanya kanjena ngengqondo.

  • @kwandakomuzilizwi9470
    @kwandakomuzilizwi9470 5 лет назад

    Wingane ndala ndodana..bambe lapho nathii siyintshebe syancela kuwe..

  • @sikhumbuzoelection102
    @sikhumbuzoelection102 5 лет назад

    Khuphuka Qhawe syayizwa ingoma ayiqhubekele phambili selvumile lonke izwe

  • @moyomuhlemthembu6502
    @moyomuhlemthembu6502 5 лет назад

    Kant kulula kanjena ukuhlanya ngenqondo 😥😥😥ay lengoma bafethu

  • @lindinkosisibiya8760
    @lindinkosisibiya8760 5 лет назад

    Muhle umsebenzi, unjalo nje uzimele awuncikile kowomuntu. Khula impela ndoda

  • @khayambatha2965
    @khayambatha2965 5 лет назад

    Ngyakuzwa mina futh ngyohlala ngikuzwa, nezwi lakho mfana lipholile👌

  • @thulisiwempanza6145
    @thulisiwempanza6145 5 лет назад

    Yes Sir!!! School out Dumakahle besesingayazi ingoma sesihlala silalela ama debate wen owabon e skoleni "SCHOOL OUT"

  • @sizwegumede1583
    @sizwegumede1583 5 лет назад +5

    Maphathefika nengoma yakhe sikwazi unjalo

  • @nhlakaniphokhanyile5912
    @nhlakaniphokhanyile5912 5 лет назад +1

    Up nkunzi sizokusaphotha bafo muhle umsebenzi wakho

  • @sphelelekhuba5446
    @sphelelekhuba5446 5 лет назад

    Kwakuyoba ncono khona ngihlale ekhaya ukuba ngangaz ukth kulomculo kuyoba nje # hit song

  • @bennym9346
    @bennym9346 5 лет назад +1

    siyilindile eMpuma koloni mfana wam🙌👌

  • @thembelanijama4990
    @thembelanijama4990 5 лет назад

    Ngyayithanda lengongoma#kwakuyoba ngcono ngihlale ekhaya.

  • @withmenkosinathi6758
    @withmenkosinathi6758 Год назад

    Ei ngba wawunzima boy buka usuphuphe kanjn

  • @sphesihleshongwe9805
    @sphesihleshongwe9805 5 лет назад

    Kanti klula kanjena ukhlanya ngenqondo 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥 MAPHATHEFIKA MFANA ❤❤

  • @sabeloguliwehlomuka4420
    @sabeloguliwehlomuka4420 5 лет назад

    Ngiqome msheli wami ngizozolobola ngomfana wakithi ezolusa izinkomo zakini angithi azikho izinkomo ekhaya. Ubiciko bukathisha wothisha.

  • @richndlovu7680
    @richndlovu7680 5 лет назад

    Ngiyamthanda lomsebenzi muhle

  • @ntuthukomkhize1597
    @ntuthukomkhize1597 5 лет назад +1

    Ingoma ikhulile kuyasho ukuthi uyazazi ukuthi ubhekephikulendima kaMASKANDi up, up, up

  • @siphesihlemtshali8969
    @siphesihlemtshali8969 5 лет назад +7

    boss yami unzima maphathefika ngengoma yakhe

  • @smiloafrica7584
    @smiloafrica7584 5 лет назад +3

    Dankie duma I gateway ikuvumile

  • @luyandaluyas8790
    @luyandaluyas8790 5 лет назад

    shuuuuuuu ngiyayivuma ingoma ikhona lahhh

  • @thabisonjabulo9741
    @thabisonjabulo9741 5 лет назад

    kodwa ngyajabula uma usuncono ndoda kade ngiphatheke kabi ngizwaa ukuty awuphathekile kahle

  • @sbonelogoba6329
    @sbonelogoba6329 5 лет назад +2

    Umfana wase vryhed e ngoje

  • @mdulwazi6572
    @mdulwazi6572 5 лет назад

    Ayize wemaphathefika siyilindile,up up kukude efilidi school ooouuttt!!!!!

  • @bekezelancubekwezegoso251
    @bekezelancubekwezegoso251 5 лет назад +2

    Muhle umsebenzi Dumakahle awukaze washaya eceleni

  • @qinisongcobo5347
    @qinisongcobo5347 5 лет назад +4

    Waze wacula wendoda up up

  • @khulekanmike853
    @khulekanmike853 5 лет назад +2

    Qhubeka kanjaloke mfoka baba...muhle umsebenz wakh

  • @vikizithandwandweevryheid4576
    @vikizithandwandweevryheid4576 5 лет назад +4

    up up mkhaya wam 100%

  • @cebomxolisi2846
    @cebomxolisi2846 5 лет назад +1

    @Univeristy of Zululand siyibonile up brother

  • @sbonelogoba6329
    @sbonelogoba6329 5 лет назад +15

    Mangosuthu University of Technology siyibonile

  • @sphiweinnocent8651
    @sphiweinnocent8651 5 лет назад +1

    Unzima yaz ayi ngiyavum min 👏👏👏

  • @lubabalojikazi554
    @lubabalojikazi554 5 лет назад

    Maphath'efika mf2 ngazikahle ukuthi ngeke nje upheke udaka wena ngakho ke .........sbonge mf2 ukumela umculo ngeqiniso, ngiyathemba kwelakithi emzimkhulu bakuzwile ngoba nam la ngichophe khona ekapa lodumo sengikuzwile.( universty of the western cape approved)

  • @nhlanhlasanelesithole6263
    @nhlanhlasanelesithole6263 5 лет назад

    Kanti Kulula Kanje ukuhlanya ey this track mmm

  • @mthohzungu9794
    @mthohzungu9794 5 лет назад

    Asambe ngaleyo ngoma 🔥🔥🔥 khuphuka qhawe

  • @phumelelathabethe5969
    @phumelelathabethe5969 5 лет назад +1

    Eshowe siyaphakamisa ngawe qhawe

  • @mesuliskhanyisele4659
    @mesuliskhanyisele4659 5 лет назад +2

    yayishaya ntoyakho mfoka shange

  • @khulanathinkosinathi3378
    @khulanathinkosinathi3378 5 лет назад +1

    ama backings akho mfana enza one kant nawe unzima..inkulu ingoma yakho mfana ngystolo Monday..

  • @simboniledlamini3519
    @simboniledlamini3519 5 лет назад

    Ngizwa umlayezo oyisimanga kulamazwibela...zana nayo mfana leAlbum siylindele

  • @phelelanintuli3417
    @phelelanintuli3417 5 лет назад +3

    Hha.U Jay jay useythendeni zaPhathaphatha or ngt bayizinkunzi nje bobabili

  • @bongumusamanganga743
    @bongumusamanganga743 5 лет назад

    Kwavele kwathangife ihlayo....kubi kumaskandi bafwethu

  • @gugugugu3685
    @gugugugu3685 5 лет назад +12

    Nansoke into ekmele ilindwe emculweni crc umculo wangempela hayi lento yomacekeceke

  • @scelomalunga4076
    @scelomalunga4076 5 лет назад +2

    Khuphuka dumakahle shid demed

  • @hlangananixaba5737
    @hlangananixaba5737 5 лет назад

    Siyashoda ngamadoda afana nawe Dumakahle abhala ingoma enomlayezo up

  • @nkocygcina9484
    @nkocygcina9484 5 лет назад +4

    Dut approves

  • @mandlavezy7868
    @mandlavezy7868 5 лет назад

    Umculo=uDumakahle
    Okunye

  • @siyabongasiyabonga3498
    @siyabongasiyabonga3498 5 лет назад +3

    Mlazi aproved

  • @macentnxumalo4650
    @macentnxumalo4650 5 лет назад +2

    Silinde ngabovu

  • @nolwazimbatha8364
    @nolwazimbatha8364 5 лет назад

    Mfana ushayile umona phansi baf2

  • @langelihlenkosi9699
    @langelihlenkosi9699 5 лет назад +2

    Dear Dumakahle mina sengikhathele ukulalela lepromo dedela leAlbum manje noma mina ngizoyidedela 😒

  • @zenzelesibiya6132
    @zenzelesibiya6132 5 лет назад +1

    iyukhezetheni iyavuma ukabi weMaphathefika

  • @sibonisomathejwa7072
    @sibonisomathejwa7072 5 лет назад

    Khuphuka syakuzwa Dumakahle

  • @senzocelimpilo6668
    @senzocelimpilo6668 5 лет назад

    Syezwa maf2 uphekile kunonile futhi lokhu osithi halamuzi ngakho syabonga maphathefika

  • @neliswamdunge3082
    @neliswamdunge3082 5 лет назад

    Kunini manje... #sekuphinde kwabanjalo, cha mina lensizwa yase-Ngoje ngyayivuma iyayishaya ingoma. kodwa bafethu asiyeke "ukugxeka" asincome amaqhawe ethu singakhethi iphela emasini.

  • @mthokozisigoodman5559
    @mthokozisigoodman5559 5 лет назад

    Uyashaya dumakahle ngyakuvuma bhut

  • @masheshisaZA
    @masheshisaZA 5 лет назад +1

    Kanti kulula kanje ukuhlanya ngenqondo

  • @AmavocalistAmahle
    @AmavocalistAmahle Год назад

    Wethu naa khuphuka kunjalo ngiyakuzwa mina

  • @amenlojani282
    @amenlojani282 5 лет назад

    Angithukanga mina bafwethu bengikulindele lokhu uyikinga Maphathefika

  • @lindanimzobe7260
    @lindanimzobe7260 5 лет назад

    Kunin manje!!! phansi eshowe ngyakuzwa mina Dumakahle

  • @mthokomtetwa4503
    @mthokomtetwa4503 5 лет назад +3

    Amasimu akithi ihit le🔥

  • @qoqisizwengonyama7943
    @qoqisizwengonyama7943 5 лет назад

    INYUVESI YAKWAZULU -NATAL ...Iyakuzwa ...%

  • @gcinikhayamgolombane593
    @gcinikhayamgolombane593 3 года назад

    Sbindi sengweye woza mfowet sakweseka

  • @phelelanintuli3417
    @phelelanintuli3417 5 лет назад +2

    uyalbeka ilahle emhlane

    • @zandisemello9012
      @zandisemello9012 5 лет назад +2

      Phelelani Ntuli 😂😅 ubathwesa ugodo lomfana

  • @sandilekhanyile574
    @sandilekhanyile574 5 лет назад +1

    kunini manje? yayishaya ngoma umaphathefika

  • @SandileMtshaly
    @SandileMtshaly 5 лет назад

    Oth akawthand maskand kyoba ingoba engazaz zint ezimnandi, up Dumakahle, imnandi lento

  • @tholinhlanhlangubane9000
    @tholinhlanhlangubane9000 5 лет назад

    juqu sbindi se crocodile , sgwinya spears njedelakufa. winkinga mfanakithi
    school out,⌚⌚⌚⌚🤷‍♀️🤷‍♀️🤷‍♀️ kunini manje

  • @msawenkosimbatha4846
    @msawenkosimbatha4846 5 лет назад +3

    Konakele-ke manje benithini khulumani phela

  • @thokozantoko8350
    @thokozantoko8350 5 лет назад

    Ilapho ingoma Dumakahle uyacula mf2 fithi into enhle kuwe awdeleli muntu