Livukile Ikhansela (Gcabashe Omusha 2019 Promo)

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 12 дек 2024

Комментарии • 187

  • @njabulozwanentunguza8846
    @njabulozwanentunguza8846 4 года назад +8

    Ushaya wonanqo ushuni wekhansela 👏👏 kodwa ksamele uzijwayeze icamera📸🎥

  • @sinqasetshwelemzizi5057
    @sinqasetshwelemzizi5057 4 года назад +2

    Ubambe lapho nje mfana kith ungaphik nalomaskand okhonolam nosphiwe Sam wena nje qhubeka usphakele ukudla kwendlebe pmb iyavuma👍

  • @mzukasekhayeh1516
    @mzukasekhayeh1516 5 лет назад +3

    Muhle msebenzi wakh Gcabashe..... kodwa hleka phela noma ungahleka one hour😊😊😊

  • @lungilerachelnkomo1248
    @lungilerachelnkomo1248 5 лет назад +9

    I’m tongue tied ... this voice booo ngizwa inwele zam zibophana n goosebumps!!! Ngyakuncoma mina lokhu thumbs up

  • @bongiwemchunu8988
    @bongiwemchunu8988 3 года назад +2

    Khuphuka Nxele lakwaShandu 👏👏👏👏👏👏👏👏 Ushuni weKhansela

  • @thembekamangi6565
    @thembekamangi6565 4 года назад +2

    Syabonga ngekhantsela awuuu kodwa le voice menjalo nkulunkulu akwandisele

  • @MthokozisiNgidi-yc6rj
    @MthokozisiNgidi-yc6rj 2 месяца назад

    Lensizwah impela iyawushaya ushuni we nkansela 🤝 inikeni ithubah iniphe umphako wendlebe

  • @willardhappiness3065
    @willardhappiness3065 4 года назад +2

    Khuphuka Gcabi Gcabi nextime ubuye le smile muhle umsebenzi wakho 😊😊😊

  • @enhlergcwensa6944
    @enhlergcwensa6944 5 лет назад +8

    😂😂😂 ukhona umuntu omcasulile.... koda ay uyacula boh. Muhle umsebenzi

  • @shuniweshimanezulu1307
    @shuniweshimanezulu1307 4 года назад +1

    Ucasulwa yin pho ?😀😀😀😀😀😀

  • @sibusisomkhize4399
    @sibusisomkhize4399 4 года назад +3

    khuphuka lapho Gcabasheee ngiyakuzwa mina

  • @nonameupfill1568
    @nonameupfill1568 11 месяцев назад +1

    Lensizwa ayizame ukuhlangana noSfiso mkhize umfana weKhansela bazophuma nenye into

  • @lindokuhleemmanuel4978
    @lindokuhleemmanuel4978 5 лет назад +3

    Yiyo yiyo ushaye kakhulu lana qubeka kuyalaleleka muhle umsebenzi ungapheli amandla.

  • @excllentthwala7642
    @excllentthwala7642 4 года назад +1

    Awu madoda Mthiya,Ndabezitha,Sontshikazi wena ongengakanani ngoba nasentendeni yesandla uyenela kukude eMsinga nkunzi khuphuka lapho number one ilapho nje

  • @kwandamaphumulo1136
    @kwandamaphumulo1136 5 лет назад +2

    Muhle umsebenzi owenzayo mtakamalume iphiwe lensizwa ishaya wona nqo abantu angeke beyenganxanye bengemanzi Up ngaMashinga

  • @luckysithole2525
    @luckysithole2525 5 лет назад +7

    Uphuma silwe kekelona 😅Cha bafethu iqondanisile lenkabi umona phansi! Ibambe kanjalo nsizwa

  • @sonelemhlabeni4000
    @sonelemhlabeni4000 5 лет назад +5

    Hay mna umona ndazi ililifa lezidenge..all i can say hay mfana uyabetha and ucula nge voice yakho eyoba ushuni yangokabin ngeke siyngene ngoba umculo ungonakala🤝💪

  • @eyasemgazini5690
    @eyasemgazini5690 5 лет назад +7

    Syabonga emashingeni, qhubeka njalo Gcabashe omusha

  • @bonganindlovu3194
    @bonganindlovu3194 5 лет назад +3

    Abakuyeke mfana uwuvusile ushuni weKhansela obungasekho. Qubeka mfowethu ungayeki siyawuthanda thina

  • @madonselalm
    @madonselalm 5 лет назад +1

    Wangikhubuza iKhansela no JBC, Mnhlaba awunonini

  • @nhlanhlalanga3894
    @nhlanhlalanga3894 Год назад

    Ngyamvuma nkosi yami yooooooh ngakhumbu la 😂🤞 suka mani

  • @simoterrence1575
    @simoterrence1575 5 лет назад +1

    big up mfana ngthanda cause awufihli ukuth ushun wekhansela good

  • @sfisomngunikazwide1676
    @sfisomngunikazwide1676 5 лет назад +8

    Balithintile la...... Khuphuka Gcabashe Omusha konakele kulonyaka

  • @gregnzuza4332
    @gregnzuza4332 5 лет назад +5

    Muhle umsebenzi ngyaz njalo uzowushintsha loshuni kanti umnandi

  • @Somntwana_sa
    @Somntwana_sa 5 лет назад +1

    Eish wavele wangilapha mft 🥰🥰😍kodwa ngeKhansela nkosiyami, wayeve elithanda umama wami 😭😍🥰
    Le nkabi icula qobo. Uyazibonela nje nawe ukuthi lento ayiculayo igijima nemizwa yakhe and uyayithanda, uyazethemba futhi uzimisele kakhulu 👌Le nkabi ilambele impumelelo. Ayizile ukuzodlala lana 🙌🙌

  • @bonganinxumalo8774
    @bonganinxumalo8774 5 лет назад +1

    Ayicha uzanazo kancane nkunzi akufani khona

  • @n.pntshingila2191
    @n.pntshingila2191 5 лет назад +1

    Iyolala idibene🔥🔥🔥🔥🔥❤ mfethu muhle umsebenzi, kuhle
    💃💃💃💃💃💗👌🔥❤

  • @primpmhlanga3372
    @primpmhlanga3372 5 лет назад +2

    Mna ngt uzamile ba4 kekho ongalingisa iKhansela yayiphiwe leyandoda ngyaphinda ngt kekho ongalingisa liyafisa lithanda ngeke ngt ngeke ...qhubeka uzama Gcabashe uzoze ukhone okwamanje mana

  • @luckynzimande6767
    @luckynzimande6767 5 лет назад +1

    Ushayile mfethu ,ithwasa lekhansela selihambe kakhulu lihubhe mfwethu ungasali

  • @phendukaniemmanuel2198
    @phendukaniemmanuel2198 5 лет назад +1

    Ahhhhb suuuuuuuka washo kamnandi nkabi, uyanyipha nokho

  • @scelojele400
    @scelojele400 5 лет назад

    Bazibizangenkosi yomaskandi nje abakaboni nansi inkosi yomaskandi kushomina ushuniwakho ndoda ushayile ungikhumbuza iKhansela noJbc

  • @khuzokhuzo6839
    @khuzokhuzo6839 5 лет назад +2

    Wavusalona nqoh ikhansela kabiyami up muhle umsenzi

  • @mjmeternal2696
    @mjmeternal2696 2 года назад

    Ama backings yiwo adidekile but nje umholi uhlezi phezu kwawo ushuni we Khansela

  • @mzwandileclifford7605
    @mzwandileclifford7605 4 года назад

    Uyeke esimthembile uzosgwajisela ungizwe

  • @mavelamashobane
    @mavelamashobane 5 лет назад +3

    Phambile ngiyakuzwa nkabi 👑

  • @malusibuthelezi9928
    @malusibuthelezi9928 4 года назад +1

    Ucula kamnandi inkinga uhlinike,🤗😁😁

  • @bongmenzwezazidube4159
    @bongmenzwezazidube4159 5 лет назад +1

    Washa..ngyabonga mfowami..wangiculela kamnandi...ibackground song ingithathile Mina

  • @sibonisowisyrorkesdriftesh4641
    @sibonisowisyrorkesdriftesh4641 4 года назад

    Mbatha Mfwethu ngyayicela le CD

  • @sbusisoqmbhele3665
    @sbusisoqmbhele3665 5 лет назад +4

    Mf2 usebenzile impela uhleli kuloshuni walo I Khansela yize phela kungeke kufane nse okwezwi kodwa ushayile

  • @sibongakuyehlongwane9541
    @sibongakuyehlongwane9541 5 лет назад +1

    iyahlekisa lensizwa angathi ifuna ukulwa nje n angathi iybanjelwe isminofu.... kod yona icula kahle

    • @midmedia01
      @midmedia01 5 лет назад

      mina ngihlekiswa i comment yako uthi ingathi ibanjwe yini?🤣🤣🤣 cha izwakala nje ngo Roland Mkhize imnandi mpela into yakhe

  • @lindelanizondi9265
    @lindelanizondi9265 5 лет назад +1

    Khuphuka msinga uyayshaya mkhaya wami

  • @mawinnerjokweni7187
    @mawinnerjokweni7187 5 лет назад +1

    Ushayile mfana ngath uyena ngqoh

  • @davidzikhali4823
    @davidzikhali4823 5 лет назад +10

    Wathukuthela nangumculi wee😂😂😂

  • @khanyisaninkosikhona9227
    @khanyisaninkosikhona9227 5 лет назад +4

    Masikubeka eceleni ukukwata kwakhe yena uyacula lomjita

  • @sifisoemmanuel2271
    @sifisoemmanuel2271 5 лет назад +3

    ewuuu ayiyinhle neze inhliziyo yalo mbhemu

  • @gugulanga3808
    @gugulanga3808 3 года назад

    Khula mfana nginawe

  • @thembinkosimajola5862
    @thembinkosimajola5862 5 лет назад

    Cha iyabhenguza bo lensizwa kodwa yona ihlezi kuwo ushuni

  • @hloniphanindlela3292
    @hloniphanindlela3292 5 лет назад +1

    Ngizifundele ama'comment ngavele ngangazi ngthini indlela abantu abaphawula ngayo ivele yangiqeda

  • @futurecele290
    @futurecele290 5 лет назад +6

    Asikwazi nokukwazi ntsizwa usuqhamuka nohlino olunje mfe2 ayy, but ke good work mfo

  • @ntuthukodlamini6804
    @ntuthukodlamini6804 5 лет назад

    wemame alikho nhlobo ikhono nje la. loshuni wavuka kanye and awyobuye uvuke ndawo. ukenhlazuka likhona ithwAsa lekhansela u 40 years. ayikho lento oydlalayo uzuthi akekho ozofika kuwe ungumlandeli wena nje kwaphela

  • @nickythegirl4620
    @nickythegirl4620 5 лет назад +6

    😂😂😂😂😂😂 ama comments ayangiqeda!!!!!! Khuphuka Gcabashe!!!

  • @hlengiwemabele7043
    @hlengiwemabele7043 5 лет назад

    Manje ukwateleni we bhut kodwa ke uyacila

  • @vusiemthembu8190
    @vusiemthembu8190 2 года назад

    Ayiiii cha lavuka ikhansela madoda

  • @njabulondebele3350
    @njabulondebele3350 5 лет назад +2

    iKhansela ngokwayo .

  • @sandilesithole1510
    @sandilesithole1510 2 года назад

    Ksemanzi phansi isahlalelwe uMsebenzi iNdoda

  • @lennoxsntsevu4425
    @lennoxsntsevu4425 5 лет назад +2

    Mhle umsebenzi, uyafumaneka ezitolo?

  • @thembinkosimajola5862
    @thembinkosimajola5862 5 лет назад

    Hhayi ungasishayi nkunz wathukuthela kangaka

  • @stationmkhize2758
    @stationmkhize2758 5 лет назад

    wangikhumbuza umfowakithi uhlalabemzonda abafazi namadoda bethi uzofa nini mfoka Mkhize mfana

  • @zakhonagomela4172
    @zakhonagomela4172 5 лет назад

    Muhle umsebenzi mfana qhubeka

  • @willardhappiness3065
    @willardhappiness3065 4 года назад

    Kuphuka Gcabi Gcabi 😃😃

  • @yise_ka_mcimbi
    @yise_ka_mcimbi 5 лет назад +2

    Ushuni yiwona,yiphimbo kuphela elingavumi.

    • @sandilekhendle9495
      @sandilekhendle9495 5 лет назад

      Kodwa nelakhe liyancenga

    • @yise_ka_mcimbi
      @yise_ka_mcimbi 5 лет назад

      Yebo nelakhe liyancenga. Bengingeke ngize ngifike nakufika kwi voice ukube akazibizanga ngeNkunzi kulo shuni weKhansela. Ushuni weKhansela ufuna umuntu onephimbo elikwazi ukujikajika,hhayi iphimbo elilodwa.

    • @AmashingaMusic
      @AmashingaMusic  5 лет назад +1

      Umona bafo

    • @yise_ka_mcimbi
      @yise_ka_mcimbi 5 лет назад

      Anginawo umona cz angiyena ngisho uMculi. Ngeke akhule uMculi uma nisamkhohlisa. Ama melody eKhansela uyawazi. Ngisaphinda ngyasho "ushaywa yi voice "

    • @khalabemgezamntungwayoutub7250
      @khalabemgezamntungwayoutub7250 5 лет назад

      Umona qha

  • @mpilozuke5248
    @mpilozuke5248 5 лет назад +2

    Khuphuka nkabi yami

  • @bongumusamkhize7960
    @bongumusamkhize7960 5 лет назад +1

    Faki smile uyasethusa ucula kahle kodwa...

  • @cebolozakhankosenhle2551
    @cebolozakhankosenhle2551 5 лет назад

    Aiy uzosishay lo bhut unolaka

  • @msebenzindlovu4380
    @msebenzindlovu4380 5 лет назад +1

    Khuphuka Gcabashe

  • @dhohlubi5350
    @dhohlubi5350 5 лет назад

    😅😅😅 yehlisa ulaka nsizwa yakithi ucule nje kahle sizowuthanda kanjn umculo wakho usihlinele kanje phela awngeneki nhlobo wena

  • @kwanelesbekezelo1473
    @kwanelesbekezelo1473 5 лет назад

    Lavuka qinqo ikhansela.
    kodwa ke isidinwe yini inkabi?

  • @zinhlelushaba4421
    @zinhlelushaba4421 5 лет назад +4

    😂🤣🤣ai akasacasukile kanje ✋

  • @mosesben1698
    @mosesben1698 3 года назад

    Kmele uthi ukulungisa ama backings uzoba rite kakhulu

  • @bhekumuzimgcineni4264
    @bhekumuzimgcineni4264 5 лет назад +1

    up ntwana

  • @ndumisomsomi8595
    @ndumisomsomi8595 5 лет назад +1

    Kwavuka usinga winkunzi

  • @ba-kasbongiseninombalizabayeki
    @ba-kasbongiseninombalizabayeki 3 года назад

    Yaa uyefanisela no thwaasa lekhansela no kaptein koda ku khansela chaaaa ngyala

  • @nhlakaniphobuthelezi647
    @nhlakaniphobuthelezi647 5 лет назад +3

    Umona phansi ushayile yiwo loshuni

    • @ntuthukodlamini6804
      @ntuthukodlamini6804 5 лет назад

      AKEkho oyofika kwihwasa lekhansela syema lapho uyafosa lo

    • @simangalisokhumalo9528
      @simangalisokhumalo9528 4 года назад

      Uthwasa lekhansela lingaphansi la uthwasa umculo wakhe uyazelisana nayi inkabi😍 nomshana uyazama

  • @bongumusamkhize7960
    @bongumusamkhize7960 5 лет назад +3

    Vumelekile yin muntu uk'cula dakiwe

  • @msizikhubisa3528
    @msizikhubisa3528 5 лет назад +1

    livuke ngempela ikhansela la

  • @sphiweinnocent8651
    @sphiweinnocent8651 5 лет назад +5

    Siyabonga kakhul

    • @ndumisozimkakile3081
      @ndumisozimkakile3081 2 года назад

      Up làpho uyabonake udlala ushuni wangakithi kwamaphumulo phansi kwantabankulu 👩‍❤️‍👩👩‍❤️‍👩

  • @bistorzzless3346
    @bistorzzless3346 5 лет назад +1

    Hawu sukamadoda ikati nezethenjwa. Siyabonga emashingeni

  • @nokuphiwafikengithini4307
    @nokuphiwafikengithini4307 5 лет назад +1

    Ikhansela livukile straight la

  • @nationmsibi9777
    @nationmsibi9777 3 года назад +1

    Durban Approves

  • @ayabongangqongela223
    @ayabongangqongela223 5 лет назад +1

    Ungasitshayi wemfo

  • @masabathashongwe8116
    @masabathashongwe8116 5 лет назад

    Ayi lensizwa isebenzile bakithi ngiyawuthanda umculo wayo

  • @sifisosodumo3464
    @sifisosodumo3464 4 года назад

    Mayesecula uyashlinela 💔😞

  • @sgqemezandlamlenze8357
    @sgqemezandlamlenze8357 3 года назад

    llomfanaaa uyinkinga khuphukan bafana bakithiiii sukaaaaaaaa

  • @thobythobile1111
    @thobythobile1111 5 лет назад +1

    salute

  • @michaelsithembelo3072
    @michaelsithembelo3072 5 лет назад +1

    livukile la ikhansela

  • @lolwethufezeka6965
    @lolwethufezeka6965 5 лет назад

    LOOOOL YEY UDINIWE LOMUNTU HAYI KANCANI😂😂😂

    • @zakhelemakhiseni9109
      @zakhelemakhiseni9109 5 лет назад

      Ay mfeth wangkhumbuza Khansela no JBC ibambe ngakho qhubeka nkabyam

  • @siyabongasiya4320
    @siyabongasiya4320 4 года назад

    Muhle umsebenzi bafwethu

  • @sibonisowisyrorkesdriftesh4641
    @sibonisowisyrorkesdriftesh4641 4 года назад

    Ngyacela Mbatha 😀

  • @chinyaninetsai8292
    @chinyaninetsai8292 3 года назад

    Cha phela bafowethu asimtshele kahle ugcabashe usafika kulento uzojwayela ukubhekana necamera bhasobha umsinga nomasinga ubambile kokamfokamolo careful

  • @mgazinhlakanipho7077
    @mgazinhlakanipho7077 3 года назад

    Siyakusaba mfo ungasishayi

  • @lindokuhlekwazikwakhe9468
    @lindokuhlekwazikwakhe9468 5 лет назад +4

    up up up up

  • @martinmathonsi2486
    @martinmathonsi2486 2 года назад

    USHAYA WONA USHINI MFOWE2

  • @liveniliveni1497
    @liveniliveni1497 5 лет назад +1

    Perfect

  • @crackedscreenproduction
    @crackedscreenproduction 4 года назад

    Bengithi ngizokhuluma ngeke ngisalungisa ngiyawuhlonipha umsinga

  • @khayelihlekhaya9627
    @khayelihlekhaya9627 5 лет назад +1

    Wavele wabeka kamnandi ingoma

  • @mathembamakalima5630
    @mathembamakalima5630 5 лет назад +1

    Uyawushaya loshuni ndoda

  • @khalabemgezamntungwayoutub7250
    @khalabemgezamntungwayoutub7250 5 лет назад +1

    Up up up up Sontshikasi

  • @thulanikhomo6810
    @thulanikhomo6810 5 лет назад +1

    Awu sukanini ikhansela uqobo lwalo . Cela ongangisiza nge cd 0820792802

  • @brianmloyi9274
    @brianmloyi9274 4 года назад

    Kuhle mfethu utshiye ukuyesaba icamera uhle ubophe ubuso

  • @farmkhize7871
    @farmkhize7871 4 года назад

    Udoti ke lona ayi kho lentoyakho