You are both dehumanising and nisehlisa isithunzi as women ngalenkulumo yokuthi ucansi luyisichitho uma lufunwa owesimame. UMdali wadala owesilisa nowesifazane benezitho zobulili ukuze zisebenze, wase esidala namasexual urges okuthi uma sikhanukelana sanelisane. Asisizo izilwane zona ezihlangana ngoba naku sezenza abantwana, so that comparison is wrong. Sex is a beautiful thing eyenziwa uNkulunkulu ukuze abantu bajabulisane bande nasemhlabeni. Njengoba nifuna abantu esp abashadile bangalali ndawonye, nishukuthi uNkulunkulu wenza iphutha ngokwenza sibe nezitho zobulili bese siba nemizwa yocansi? I find it disturbing indlela enikhuluma ngayo ngabantu besfazane bcs iveza indlela enisemuva ngayo ngokucabanga. Uma ngihalela umuntu wam or umyeni wami, kungan kuwrong loko bcs ibhaybheli lithi ukunxanela kwami makube sendodeni yam vise vesa. Scela ningasiphilisi in the 1920's bakithi. Sex is very important in any relationship bcs without it ayibibikho injabulo. I would recommend that next time kube nabanye abantu abaopen minded ngezinto so that the podcast gives us different views on whatever matter that is discussed. Both men and women have natural sexual desires given to us by God. Why must we deprive ourselves of that pleasure.
Balwa nenkanuko of multiple partners uba namabhadi vele izinto azilungi nje, because of different spirits you share with different partners, amanye amantombazane ayazikhipha izisu and keep it a secret futhi bangenzi lutho, abanye bachithekelwe, bafihle, amanye amantombazane anamathuna eziswini, ekugcineni we are Africans we are spiritually beings iqiniso alithathwe linjalo siligwinye libaba linjalo
Ngiyanibingelela bafowethu sbonge ukwazi enisinikeza lona yhooo niyibeka indaba izwakale ungezwanga ngeke futhi aphinde azwe ngithi nwele olude kini bobhuti ngumama oqhamuka lee Zimbabwe niyangibusisa ngempela ❤❤❤❤
Siyabonga kakhulu mama wethu, siyakuthanda
Siyabonga bafwethu yaze yaphila inkulumo yenu 🙌
Yaze yamnand inkulumo ngxoxa. Cha niyakhana zinsizwa uNkulunkulu anandisele🙏🏾
Siyabonga kakhulu
Syabonga ngithanda nendlela eniyichaza Ngayo enesizotha.
Siyabonga kakhulu
Mmmh bafe2 ngyabonga 🙏yaze yangivula amehlo lenkulumo yenu....niqhubeke njalo nisiphilise❤
siyabonga kakhulu
Nale yokuthi owesifazane agibele phezulu indoda ilale nje yikho lokhu begibela amadoda ekhanda,nalamadoda ankalo ugitshelwa kanjan umfazi phezulu
Siyabonga Kakhulu, lolulwazi Luwumthombo kithi siyintsha siyafunda
asifunde bafwethu
Mfo Ka Xulu❤❤❤umolwaz olujulile yaz
inkunzi lena
Ey Bafos thanks nangvusa
Ngivumelana Nani,kuqala kwakuthi abazali Uma bephuma emngcwabeni bangangeni endlini bengaququdanga isiqunga,basiphimisele emakhakhayini ethi,izingane zazingayi emngcwabeni,,manje ngisho abakhulelwe usubafica emngcwabeni,ayi kuningi okushintshile
Ey mfwethu wayikhuluma indaba wawumkhelela amanzi athathe ijoye alifake emanzini ageze izandla before angene ekhaya🤞Abesimame sebaba nezimoto sebahamba ebusuku bekhulelwe kanti usubathola ngisho emingcwabeni
iqiniso lelo
Mhhhh inamandla lenxoxo kakhul siyabong
siyabonga
We Sonkophe awungithinte lapha nansi nombolo yamii❤❤❤❤❤yangchaza mani
Saze sabaluleka ishloko bafwethu
siyabonga
Mmmmm naze nalichaza qiniso jehova ay nginizwa kahle shuth ke kukhon nam okuncane engisakwenz
Niyakhotha nokukhotha ibhadi nalo lelo
Yaze yajula inkulumo
Kakhulu
Webafwethu ngikhe amaningi esakeni kuyiqiniso elphelele okubalulekile I connection between umuntu nedlozilakhe bafwethu nginthulela isqgoko sivalulekile ishloko
Zajula izintsizwa ayakhula amabhaqa nabafana bayethe
ngane yakwethu
@@NseleKwazi bayethe 🕯️👏🌈
Kwakusenziwa kubo bonke abantu abasha not kumantombazana odwa. Abafana bona abayigili kakhulu imikhuba bona ? Hayi andiniva mina ! If ngikhumbula kakuhle. Kwase-Eden ngubani owathi yitya sendityile. Inkinga nje nina niyenza ivirse-verse eqinisweni yithi ekufanele silawle nina inkinga nathatha indawo yethu ngenxa yamandla omzimba
,😂😂😂😂😂Sdina😂😂😂😂isicefe😂😂😂😂
Hade
Siyabonga kakhulu sengifunde ukuningi kakhulu
Siyabonga kakhulu
Niyazi yini ukuthi kukhona abanye bethu abafuna ukuphuma ngenxa yokuthi uhlala nomyeni wakho izinyanga engathi ungudadewabo njengami nje3-4 months ngingamazi umyeni wam futhi ngyabonga nje ukuthi kuye kuhle konke lapho mina ngiphelelwe uthando ke manje
Ay useyaganga umyeni wakho
Lamancokwenu amosha idata asikho eredweni la hlala odabeni ngane yakwethu
Haibo
@@NseleKwazi impela bafoz
Nineqiniso kulenkulumo yenu. Obuka nje ezinkomeni ziyakhethwa izinkunzi zihlale zodwa. Zilethwe kwizinkomazi sezinamandla nokulangazelela okuphezulu kuyo inkomazi nenkunzi
Mhhhh wayichaza
Sokhona no sugar mommy no ben10
Ingane zamanje uthi lokhi akwenziwa bayabiza BATHI why
Bengingazi ngempela ngale info
Syabonga
siyabonga nathi
Siyabonga ngokusncelisa kogwansile
ngane yakwethu
Ngiyacosha njalo le topic ngizwe konke ebengayazi
Siyabonga
You are both dehumanising and nisehlisa isithunzi as women ngalenkulumo yokuthi ucansi luyisichitho uma lufunwa owesimame. UMdali wadala owesilisa nowesifazane benezitho zobulili ukuze zisebenze, wase esidala namasexual urges okuthi uma sikhanukelana sanelisane. Asisizo izilwane zona ezihlangana ngoba naku sezenza abantwana, so that comparison is wrong. Sex is a beautiful thing eyenziwa uNkulunkulu ukuze abantu bajabulisane bande nasemhlabeni. Njengoba nifuna abantu esp abashadile bangalali ndawonye, nishukuthi uNkulunkulu wenza iphutha ngokwenza sibe nezitho zobulili bese siba nemizwa yocansi?
I find it disturbing indlela enikhuluma ngayo ngabantu besfazane bcs iveza indlela enisemuva ngayo ngokucabanga. Uma ngihalela umuntu wam or umyeni wami, kungan kuwrong loko bcs ibhaybheli lithi ukunxanela kwami makube sendodeni yam vise vesa. Scela ningasiphilisi in the 1920's bakithi. Sex is very important in any relationship bcs without it ayibibikho injabulo.
I would recommend that next time kube nabanye abantu abaopen minded ngezinto so that the podcast gives us different views on whatever matter that is discussed.
Both men and women have natural sexual desires given to us by God. Why must we deprive ourselves of that pleasure.
Ungawafaki amaEmotions dadwethu mawulalela lenkulumo. Phephisa lapho othe wanyatheleka khona
Into endinithanda ngayo niyaligcina isiko kakhulu kwaye umntu ongavanga hayi uyakube uyazenzisa kuqala bendisithi niyasixova singabantu besifazane kodwa ukumamela kubalulekile bendiqala nokunimamela kodwa sendizokuqhubeka njalo ndinilalela ngoba ndingumntu othanda kakhulu ukwenza izinto zamasiko nangona ulwazi lwam luluncane kodwa into endandiyibona isenzeka ekhaya bendiyenza unyaka nonyaka izinto zam zihamba kakuhle kuthe ndimane ndisenza usisi wathi ufuna ukwenza for almost 3years engenzi soloko izinto zam zibheda uthe uma ebeka inyanga azokwenza ngayo sethengile izinto kwashona ubhuti wethu olama mina before inyanga azokwenza ngayo angazi lento ichaza Ini noma njengoba kuyimina umntu owaqala ukwenza ongasenzi manje ingabe lento yokwenza kuyinto emiselwe mina ekhaya noma .ngoba mangithi ngiyabona izinto zam zivalwe nguye angazi kanti ndandimpha ichance yokwenza naye mhlawumbi wabona kulunga kum wacinga ukuba nakuye kuzawufana andazi
Cha bo Phumi ngane yakwethu ungathathi ngolaka Yebo ucansi kufanele abantu balwenze, kdw baluvakashele kungani Yona to abaphila ngayo. Futhi ke cc wami ngokukaNkulunkulu nangokwesintu sethu abantu abanelungelo lokwenza ucansi umfazi nendoda abaganene, yibona kuphela okufanele bandise abantu. Cabanga ke cc wami ukuthi baningi kanjani abantu abazibandakanya bezithokozisa ngocansi kungafanele kungenzeka kuthi nawe awganile kdw uzitika ngalo . UNkulunkulu Lo okhuluma ngaye osidale nezitho zocansi nemizwa kunemithetho asinika Yona ukuba silwenze ngokulandela Yona. Ngokwakho ke ngaba siyayilandela?
Balwa nenkanuko of multiple partners uba namabhadi vele izinto azilungi nje, because of different spirits you share with different partners, amanye amantombazane ayazikhipha izisu and keep it a secret futhi bangenzi lutho, abanye bachithekelwe, bafihle, amanye amantombazane anamathuna eziswini, ekugcineni we are Africans we are spiritually beings iqiniso alithathwe linjalo siligwinye libaba linjalo
@@pottersngwadla1195 siyabonga ukuyindlala kahle lenkulumo
Siyabong ngolwaz lwenu