Mkhulu wena omgasehla! Mina ngisanda kuvuka nesibonakaliso lapho ngangimi phezulu emphophomeni ngibuka abantu ababevele ngamakhanda nomangemizimba phansi le lapho okufika kube isiziba semphophoma. Ngi mangehla ngisondela, ba diver kwavele isingezansi sabo esingofishi. Kwase kufika inkulumo ethi : ukuze uxhumane nalemimoya yakha ukhamba le imithi ethile... Yabalwa yamthathu nje. 2 or 3yrs back I had a dream about a mermaid in that one I was standing at the beach ulwandle lungithinta ukufika emmaqakaleni khona emanzini kwaqhamuka inkosazanayamanzi, yathi woza uzobona ukuthi sihlala kanjani ngaphansi kwamanzi, nganqaba, ithe isangicela kwahlehla amanzi wavela amanye amakhosazana ewu 3, nganqaba ngathingiyasaba. Ngaphaphama it was around 2am. So how do I ukuthi which one is which? Besisacela i vid ye mermaid, yenzani kuwena egazini njengomuntu onemimoya, how do u know iyona?
Bayede !🙌
Sawibona mkhulu....ngiphuphe wena ushaya izitha zami ....unkosikazi wakho wangipha ama coins?
Bayede 🙌🏿
La bekuyisidalwa sakho kodwa besizifihla ngami and lo wama coins ebezifihla ngoMakhosi Biyela (my wife). Ungabacela nje ukuthi beziveze nokuthi imali nenhlanhla abebekupha yona ingagcini ephusheni kuphela.
@@EmanduloTV Makhosi 🙏
Mkhulu wena omgasehla!
Mina ngisanda kuvuka nesibonakaliso lapho ngangimi phezulu emphophomeni ngibuka abantu ababevele ngamakhanda nomangemizimba phansi le lapho okufika kube isiziba semphophoma. Ngi mangehla ngisondela, ba diver kwavele isingezansi sabo esingofishi. Kwase kufika inkulumo ethi : ukuze uxhumane nalemimoya yakha ukhamba le imithi ethile... Yabalwa yamthathu nje.
2 or 3yrs back I had a dream about a mermaid in that one I was standing at the beach ulwandle lungithinta ukufika emmaqakaleni khona emanzini kwaqhamuka inkosazanayamanzi, yathi woza uzobona ukuthi sihlala kanjani ngaphansi kwamanzi, nganqaba, ithe isangicela kwahlehla amanzi wavela amanye amakhosazana ewu 3, nganqaba ngathingiyasaba. Ngaphaphama it was around 2am.
So how do I ukuthi which one is which?
Besisacela i vid ye mermaid, yenzani kuwena egazini njengomuntu onemimoya, how do u know iyona?
Bayede 🙌🏿
Ezinye izinto zikamoya especially ezijulile zidinga ukuthi ulinde sona isidalwa or wona umoya lowo ukuchazele imfihlo nendlela yawo, so phahla ubuze then ulindele izimpendulo.