“IDLOZI ELIKHULU” | Water spirits; inhlanhla and selflessness

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 6 фев 2023
  • Ukusebenza kwemimoya yasemenzini

Комментарии • 29

  • @langelihlenxumalo9199
    @langelihlenxumalo9199 Год назад +3

    Siyabonga mkhulu. Engathi unkulunkulu engaku gcina uhlezi usipha ukudla kwendlebe. 🙌

  • @mariamangwane7085
    @mariamangwane7085 Год назад +3

    Thanks Mkhulu but is so sad because when I grow up at the age of 5 ,I couldn't sleep I was crying seeing a big snake inside my blanket while I'm sleeping my mother never said anything about that.l am struggling in life with many things.when I check my life they told me I must ask my mom because I'm not supposed to suffer.when I ask her she told me that yes I came with placenta..surprisilly she took my younger sister to thwasa.

  • @pammap9793
    @pammap9793 11 месяцев назад +2

    Thokoza Mkhulu. Kanti yini indaba ama test wethonga athatha iminyaka. Mina sengifile ukurojwa abantu imali le mina engingenayo futhi eyavalwa yibo abantu abadala. Sengize nezinyembezi azisaphumi uma ngiqolwa. Bangiyekela ngize ngirojwe nangabelaphi ngoba bangibona nginemali eningi kodwa sengichazile ukuthi angisebenzi.
    Inzima lendlela.
    Sengiphiliswa ukuthi kolunga ngelinye ilanga .
    Sibonga ukusifundisa usikhulise ngolwazi. Thokoza.....

  • @mandlangwane1247
    @mandlangwane1247 11 месяцев назад +2

    Mkhulu wangilapha ngiyabonga

  • @nkululekosithole8596
    @nkululekosithole8596 Год назад

    Bayende wow well said and well explained 👏 ndoda woow

  • @user-zc2qv1mq7u
    @user-zc2qv1mq7u 11 месяцев назад

    Amen

  • @ncedeka
    @ncedeka Год назад +1

    Thank you Mkhulu. You are talking to me . I am so exhausted I ve done everything they ask but no incentive coming to me. Thanx for the video. Can you please share about the wind spirit. I don't understand what is that. I got a dream an old lady told me that ndine spirit of the wind. 🙏🏽

  • @lindaphilalindashozi8345
    @lindaphilalindashozi8345 Год назад

    Bayede 🙏🙏🙏

  • @nelsonmhlongo1311
    @nelsonmhlongo1311 Год назад

    🙏

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Год назад

    Bayethe Mkhulu 🙏 Syabonga

  • @nkosinathi.richardmutwa786
    @nkosinathi.richardmutwa786 8 месяцев назад

    Sawubona mkhulu yazi ke Lana ukhuluma nami, kodwa ngingasizakala kanjani okungenani ngikwazi ukuxhumana kahle naye ugogo wasekhaya komama okuyena ongimbethe. Ngicgina ngokuphupha ekhala angasho ukuthi ufuna ngenzeni

  • @SimphiweMbanda-to5md
    @SimphiweMbanda-to5md Год назад

    Waze wangilapha mkhulu ngyabonga kakhulu 🙏

  • @thembelamavuso1707
    @thembelamavuso1707 2 месяца назад

    Manje uyavula yin Mkhulu lapho kuvalekile

  • @paultlailane3519
    @paultlailane3519 Год назад

    Ndauwe Mkhulu please pray for me to build the ndomba n parola please 🙏

  • @zodwanzimande9984
    @zodwanzimande9984 Год назад +1

    Bayede emakhosini🙌🙌🙌 siyabonga kakhulu le okhuluma ngayo ngiyayazi having been in business for years and everything yashabalala worked for friends got mistreated kuningi nje ngaze ngayeka ngicelwe to use my other skills ngipheke in their events for free until one day kubekhona a voice ethi uyazibona ukuthi people are abusing you kungathi they have waited for this moment where they have power over you i stopped and people i was never close to baqhamuka bayangisiza even nakuloluhambo lwami its people engangingabazi kodwa they are standing with me. Kodwa nje eyokuqashwa ayilungi kimina im still serving kodwa im careful ukuthi ngilalele where im called 🙏🙏🙏

    • @philanimncube7364
      @philanimncube7364 Год назад

      Mina kuvaleke 2018 till now isimanga am renting before kuvaleka kwathiwa ngingasabhadali irent ngihlala nabelungu angipheki angiwashi but money yoooo,,,inkanyamba ngyayazi,,,,phansi kwamanzi kunabantu bakithi, ,,sengalayita ilanga,nyanga, nkanyezi, ngagibela inyoka esilva kodwa eyihashi, ,inkanyamba yangibamba ekhanda,,,am stuck no movement no money noone understand me kodwa ngyaphila,,imithi ngiyayimba ebsuku nomkhulu ngyalapha ngyaprofeta ngyahamba spiritual daylight,,so far sengihlanganise imithi ngapha omunye umuntu owayenkinga yasebenza

    • @philanimncube7364
      @philanimncube7364 Год назад

      Manje ngyasaba ngoba angithwasanga khona sometimes ngyabona inkinga zabantu over the phone or ngizwe ngitshelwa,,,

  • @rosesibiya8718
    @rosesibiya8718 Год назад

    Bayede mkhulu ngiyabonga ubuthunywe kimina ngqo👏👏

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 Год назад

    Thokoza mkhulu,min nginguntu ophupha ehamba emanzini ,noma enethwa zimvula.Awupheli u2 months ngingawaphuphanga amanzi .

  • @authenticminds.9510
    @authenticminds.9510 Год назад

    Emakhosini!!!

  • @marangmasegomutloane3619
    @marangmasegomutloane3619 Год назад +1

    Thokoza Mkhulu...I have Water Spirits...Mdau 🕊....however...I'm struggling to find someone to help me me Parola it...who do you recommend...please help me Sir...Camagu

    • @EmanduloTV
      @EmanduloTV  Год назад +1

      Thokoza,
      My knowledge about uMndau is limited and personally I don’t have the one odinga ukuparulwa. Keep on searching!

  • @user-pr2do8cm1o
    @user-pr2do8cm1o Год назад

    Mkhulu Mina ngiyakuzwa kumzala wakhabo baba uhlezi efika ekhaya afune Mina Kuba nezinto ezincane azifuna Kim ezingengakanani mangimnikile nje ngizwa ngikhululekile

  • @albertalbert7895
    @albertalbert7895 10 месяцев назад

    siyabonga🙏

  • @buyim4678
    @buyim4678 Год назад

    Ngiyabonga Mkhulu ngicela ukubuza Mkhulu ukuphupha uhleli ugeza kwishower ngabe ezinye zezimpawu zesphiwo samanzi akuve ngidideka😞

    • @EmanduloTV
      @EmanduloTV  Год назад +1

      Amen,
      Amaphupho angiwachazi ku social media ngoba adinga ukuthi ube semoyeni ukuze umuntu umnike a correct interpretation. If ngizochaza singasondele isidalwa esenza lowomsebenzi ngizogcina ngikunika 3 answers kanti wena ufuna impendulo eyodwa eqondene nesimo sakho🙏

    • @buyim4678
      @buyim4678 Год назад +1

      @@EmanduloTV ngiyabonga Mkhulu ngake ngayicela I number wagcina ungaphendulanga ngibe sengibona ukuthi usemazweni angaphandle ngiyafisa Mkhulu ukuxoxa nawe ngithembe I workshop izokwenza soon umuntu ezothola sizo I'm so confused ikakhulu ngicela ukubonga for ukusipha ulwazi olusivula umqondo Thokoza Mkhulu 👏🕯

    • @DivineFemine1717
      @DivineFemine1717 Год назад

      Camagu mkhulu🙌