Does the same goes to the men as well??? or it only applies to us women ???? Which i find it very unfair, it should go both ways..... My opinion anyway!!!!
Manje makwaba uye ongishiyayo so Mina akusamele phinde thole muntu engizophilisana naye? Cha inzima lento ngoba yibo abasishiyayo besethina kumele eyethu impilo ime akukho fare nje
Thank you Sir. Kukhona amadoda adayisa ngesidoda sawo these days. They sell sperm to women who want babies but don't want imishado. I would like your view ngalesimo... izibongo nemisamo yalabo bantwana abazaleka ngalena indlela. Please do make a video.
Syabonga ngomasa khane❤
Syabonga izimfundiso. Angizwisissanga kahle la kowagana walotsholwa kwambeswa kwase kuba umshado wesingisi. Wabe esedivosa. Akakhishwanga ngembuzi ekhaya akathelwanga ngenyongo la ayeganele khona. Naye kuma kanjalo nje?
Uma elotsholwe kuphela engaganile kwenziwa njani
Siyabonga baba, uyasiphilisa ngempela, kodwa masekwenzekile ke, kulingiswa kanjani.
Ngashada, ngalotsholwa, safakwa inyongo, kwamukelwa abakhwenyana ekhaya, kodwa zange ngamukwelwe kabomkhwenyana ngenxa yokungabikho kwemali, kwamane kuhlehliswa, kuthiwa sihlanganisa imali, waze waphela umshado wethu.
Mina yangishiya indoda, sasina 7 years sishadile, wahamba wangishiya nengani. Wabuya after 5 years sekefuna le divorce, ngamnika. After 10 years ngizihlalele, ngathola omunye umshado, kodwa akuhambi kahle, amadlozi akubomyeni wami omusha bathi ushade umfazi womuntu abakwazi ukungamukela, asazi manje ukuthi silungise kanjani. Siza baba please
Yabonake lana Ndoda uvele washaya eskhonkosini syabonga khehla
Ngyabonga Khehla lami🙏🏻🙏🏻
Injalo baba akuvumelekile ukulobola umfazi owadivosa esitwini ayikho i divosi
Halala siyakubongisa mpunga yesintu imisebenzi yakho iyabonakala sengathi amakhehla akwembethe angakwandisela
Inamandla
Ngiyabingelela Mpunga yesintu ngicela ukubuza uma indoda ishona seniganene ngokuphelele ningakabatholi abantwana mhambe idlile emhlabeni ninezinyanga niganene kwenziwanjani kulesosimo?
Sengincaza ukuthi ngabuya ekhaya iphutha elakhe ubaba wekhaya kwenzekanjani uma sengilotsholwa nezingane zakhe
Ayijiki truest facts
Ngicela ukubuza, iSintu isiZulu noma amasiko wethu sonke nje ngabantu abempisholo kumbe abantu base Africa?
Isbongo soMyeni wokuqala asifi,uma ufaka isehlukaniso nalomuzi oyohlala kuwo isintu sivuna ukuba uyoqhuba isibongo sikaMkhwenyane wakho,qaphela lokhu,kwabanye kusuke kukhona nabantwana besibongo sikaMkhwenyana.awubyeli kini wakhishwa ngenyongo wemukelwa kwakho ngeNyongo futhi emsamo ayikho iDivorce.Abakhohlakeleke ubathola bephikisana nalokhu ngenxa yokufuna ukuqhuba inkohlakalo.
Kuyashadwa yini nomuntu owashada umshado omhlophela ongazange athelwe ngenyongo
Thokoza khehla ngithe ngitshela enye insizwa ukuthi insizwa engakaze ishade ayimshadi umfazi oke walotsholwa before ngathi uyenza iphutha elikhulu wathi yena ngisangene , ngathi qha have a happy married life ngaphuma kuye ngi avoider ukuphikisana naye
Ayijiki
Kunjani wemfwethu. Cha ngithi ake ngibuze la. Ngixolise ngokungena endaben engahlane. Yini umtwana wesishawa.
Saze sangithinta lesihloko ngoba nami ngikuleyo nkinga umama wahlukana nomkwenyana wakhe emva kwalokho wabese ethola mina,manje mina nginenkinga yesibongo, uma ngiya ebantwini bathi kume ngisebenzise isibongo sakomalume ngoba yibona abantu abangaziyo
Luthuni ulwazi lwakho ngezibi zasekhaya, okanye ivezandlebe?
Sisi Sibongile, ngangine nkinga efana neyakho nami. Ngalulekwa ukuthi ngingene esibongweni sakoMalume. Ngakwenza lokho, ngabikwa ngembuzi koMalume, umalume wachaza isimo sonke emsamo. Emva kwalokho kwabangcono. Mhlawumbe nawe kungakusiza loko. Makube ubaba wakho angahlawulanga noma engenzanga lutho okuyisiko lakhe kuwe, ngicabanga ukuthi ungakwenza loko nawe. Kodwa kufanele uhlale phansi no Malume, nibonisane kahle. Ngiyaxolisa mangiphambuka.
Ngiyabonga Busisiwe kodwa mina angisenabo omalume angazi ukuthi kumele ngenze njani
Lalihle iqiniso MfokaMbanjwa uwena oybeke kahle lendaba. Nami bese nginalomqondo wokuthi umshado omhlophe yinto engekho kodwa wena uybeke yacaca njengezinqe zesele. Uma sasikhuliswe ngalezi mfundiso ngabe asikho kelezi nkinga esibhekene nazo manje
👏🏾👏🏾👏🏾 MPUNGA YESINTU
Siyabonga mfowami iqiniso lelo✊
Ukushada lomlungu yini sono yini ?
Mpunga nginombuzo Lana indoda umangabe kuyikuthi ihlempu kodwa abakubo komfazi babona ukuhlwempu bayo basebeyipha umfazi ngaphandle kwelobolo kwafika kwangahamba kahle behluka loyoke ngokabani umfazi kunemvume yokumlobola yini
Thokoza khehla mina ngincela ukubuza ngalosholwa kodwa angizange ngancancwa umamazala akazange avume elo siko .ngibuzela ukuthi uma ngabakhona ofuna ukungilobola kwnziwa njani
Wena walotsholwa ofuna ukulobola kabuyisele inkomo zaleyondoda eyakulobola ekuqaleni umfazi kalotsholwa kabili kwaphela cc ofuna ukulobola uyalobola ku mkhwenyana wakho wakuqala kkkkkkk
Sibonge mpunga yesintu.ngencazelo yakho mayelana nalesi sihloko.nginombuzo lana,sithini isintu' kulensizwa eshadile yaba nengane kwenye intombi.esikhathini esizayo lendonda evele ifune ukumushada umawengane yangaphandle emshadweni,sithini isintu' lapho kuleyondima?
Inansi indaba ihlabahlosile kakhulu ingabe uma ingakahlatshwa imbuzi yophaphe usangahlehla umgcagco ngoba usuke engakafi?
Enzenjani ke ajole yini
Impuunga 👏🏿👏🏿
Nduna ka ndaba khehla lama khehla hayi cha ngiyakuvuma mfoka mbanjwa.
Mina ubaba wakhuliswa ngumamkhulu wakhe waşe esebenzisa isbongo sakhona baze bashada nomama kuso lesibongo, kwase kuzalwa thina kuso leso sibongo. Base behlukana thina sasala ngaleso sibongo. Kwenziwa njani uma kunjena mpunga?
Sisacela unkomose
Ngicela ukubuza mpunga yesintu umuntu wesifazane ukhishwa ngembuzi kubo emzini umukelwa ngani?
Ngenkomo
Nozipho ngiyabonga dadewethu bengicabanga ukuthi ukhishwa ngembuzi ekhaya umukelwa ngembuzi emzini bese ubikwa nenkomo
Ukhule uze ukhokhobe MfokaMbanjwa muhle kakhulu umsebenzi wakho
Impunga
Does the same goes to the men as well??? or it only applies to us women ???? Which i find it very unfair, it should go both ways..... My opinion anyway!!!!
Ungayithathi kabi
No offence taken, was just puzzled....needed an explanation, that's all
Bontle Banda Explaination yani? don’t come here with your feminism mindset. Isintu lesi and asoze sashintsha. Awuyeke ukuphapha uvale la udla khona.
Uthanda ukqoma nje lo skhuluma ngesintu la ay ngama rights noma affirmative action phola sisi qhubeka nje nempilo yakho
Manje makwaba uye ongishiyayo so Mina akusamele phinde thole muntu engizophilisana naye? Cha inzima lento ngoba yibo abasishiyayo besethina kumele eyethu impilo ime akukho fare nje
Ngyezwa kodwa uma washada umshado wakho uyawuhlonipha ngoba kwakhona lokhu kuthi ufune ozophilisana naye kukbangengela inkinga ksasa wena kumbe nabantwana,Indaba enkulu isekufeni ngoba le emndenini wala buganele khona awemukeleki ngoba uza nephunga lenye indoda sekumele abantwana baqale bahlabe imbuzi zokukuxolisela bekugeze lelophunga ngoba uncolise izalukazi zakwakho.umkhwenyane uma ekushiyile kungekho bubi obenzile uyolithwala lelocala ngoba lesikhathi ukhala,izalukazi zala uzalwa khona ziyabona ebese zixhuma nezalukazi zala uganele khona zilubike lolusizi okulo.umendo Noma kunjani uyahlonishwa Impela ungezwa bedlala ngawe.
@@sybongawiseman7565 mfowethu nawe ungumhlaziyi ulwazi onalo siyaludinga vula umabona kude nawe sikleze lapo kuwe.
Cc angithi emasontweni lithi akukho okungalehlukanisa ngothando lukaJesu nonkulunkulu kungani noma yikweswela noma yikushushwa noma yipi inkinga nasesintwini kunjalo if ushada usuka wena I Covenant dadwethu
@@buildingourlegacytothenext4966 Ngyabonga Gatsheni
@@sybongawiseman7565 ngiyabonga kungiluleka kodwa manje shuthi sekomele ngihlale ngedwa impilo yami yonke ekubeni iphutha laba kuyebabawezingane zami and akuworse yena wazalisa ngisho ngikhona emshadweni 3wonke wezingane zangaphandle Mina sekumele kusokole Mina futhi ekugcineni cha inzima ngempela lendaba ukube ngangazi ngabe angizange nje ngithelwe ngenyongo ngoba umyeni wami wayengihlukumeza futhi wagcina kuwuye ongoshiyayo manje Mina akusamele thole injabulo ewu ngofa nini ngimncane nakangaka shuthi komele ngizibulale imizwa? Cha ngibuhlungu impela angikutholi kuphumula ngalendaba. Kodwa ngiyabonga incazelo kwande🙏
Thank you Sir. Kukhona amadoda adayisa ngesidoda sawo these days. They sell sperm to women who want babies but don't want imishado. I would like your view ngalesimo... izibongo nemisamo yalabo bantwana abazaleka ngalena indlela. Please do make a video.
Impungaaaaaaaaaaaaaaa🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Mayeselotsholiwe wembeswa kwenziwa njani