Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Ngyacela kwi Mpunga ngolunye usuku ake athinte ukwakhiwa ko muzi.•Abale zonke izundlu eyfanele zakhiwe •Ukubaluleka kwalezo zindlu•Isibaya ukuthi sima kanjan sibhekephi • Isango libekwaphi•Iqhugwane ukuthi liba kuphi libhekeph Inkosi ikbusise baba
Siyabonga Mpunga ngolwazi olungaka olusifundisa ngemvelaphi namasiko ethu thina bantu abampisholo.Ngicela nje Baba Mbanjwa ukuthi Nathi esihlala emalokshini nasemadrobheni ukuthi usiluleke ukuthi senza njani uma singanazo izindlu ekubaswa kuzo nomlotha ukuthi senzenjani.singabasa yini ngaphanndle egcekeni bese sisebenzisa wona yolomlotha naMakwande🙏
I am shona from Zimbabwe, but I love your channel. Siyabonga Mpunga 🙏. All the way from Germany.
Uyihlabile Mpunga!
Ngbonga ngokusichushisa ngolimi lesintu , ngfunda okuningi kuwena
Sibonge izimfundiso ezinamandla Mpunga yesintu
Unjani Mkhulu 🙏✨Siyabonga ngolwazi. Mina ngifuna ukukwazi ngoku khehlwa kwenkehli enabantwana. Indoda yalobola yahlawula. Yahamba yahamba yangaphinda yabuya.
Hhhaaa!! Ayi cha uyabona LA ungene kamnandi👏👏 wazishaya wazibiza ngaze nga-Rewind😅😅 ngathi ngiphinda kabili namhlanje... iMpunga👆
Imfundiso yakho inkulu mnewethu sifunda okunengi kuwe isizwe silimele kakhulu ulwazi asinalo mina ngokuzalwa ngizalwa ezimbabwe sefunde okuningi ngokulandela ichanel yakho ngokuhlala ngisegoli ngiyafisa ukukubona mnewethu zalenza icebo ngolunye usuku mina bengithi umlotha yizibi mfundile ngalechanel siyabonga
Mpunga thina sihlala emalokishini asinayo imisamu nezindlu esibasa kuzona ngenzenjani kulesosimo
👏🏾👏🏾👏🏾 Lesedi Ntate Moholo 🕯️🐚🌀🧜🏽♂️🙇🏾♀️🙏🏼
Sawubona baba mina ngisacela ukubuza ngomtwana ozimoshayo kodwa usena 6
Baba Mphunga yesintu izibiza malini izincwandi ngayodwa khona sizo thola nathi Ngiybonga
loveyourwork Zul'eliphezulu
Lwaze lwanotha ulwazi. Syabonga. Kwande
Thokoza izingcwadi zakho kumele zibe ingxenye ye syllabus ezikolweni Mpunga.
Ndunakanda hayi Uyashaya Mnewethu uyangakha mfethu ungenza ngizethembe ngokuba umntu ompisholo ngoba ngibona Amandla esinawo emvelo angasiphilisa hambanami mpunga ngibambelele kuwe.
Umangabe ngihlanganisa amathambo ekhanda lami Mpunga yethu, kubukeka kubalulekile ukuzila izinsuku eziyisikhombisa ungayi ocansini bese kuthi ngelanga ozokwenza ngalo umsebenzi uthathe umule uwuhlanganise nomulotha uye kogeza umzimba ngaphandle komuzi. Usungabuyake lapho uzoqala umsebenzi wabantu abadala.Ukubuka nje kwami njengomuntu. Thokoza Fuze🙏🙏🙏🙏
Ukuphupha umlotha usebaleni uchazani
Unamandla Mpunga yesintu abakuyeke. Yoooooh!!!
Mapholoba, Mpunga yesintu. Ngayithanda le ngoma edlalayo ethi thongo lami. Kofanele ngiyphenye angazi noma ngizoythola yin la
Mpunga wayibeka Indaba ndicela ukubuza mpunga ndalotyolwa KwaZulu natal ndingu mxhosakazi ngoku andikakhutshwa ngokuphelele kodwa sendihlala khona nomkhwenyana ngengane ngaba kulungile nah ngapha ndihlutshwa yimimoya andazi ndenze njani umoya wam uyazula dicela usizo mpungaaa
Ngiyabonga Mpunga yesintu, Mlekeleli ngolwazi...
Syabonga kakhulu Mbanjwa syelapheka siyisizwe
Sawubona baba siyabonga izeluleko 🙏
Hhawu kanti awyona INYANGA🤣😂🤣😂🙆🏾♂
Siyabonga kwimpunga yesintu
Siyabonga Mkhulu imfundiso zakho
Siyabonga mpunga ngolwazi osinika lona. Impunga.
Siyabonga engabe sothini emadolophini
Impela igama lomntu liyamlandela uyasiLekekelela Mpungaa phambili Nduna kandaba
Awuuu wayibeka indaba mpunga
Ngiyakuvuma Mpunga yesintu.
Uqinisile MfokaMbanjwa ugwanse ngempela lombele wakho
Àaaaaaaaaameeeeen
Kumnandi impela ukukuzwa uzibongela MfokaMbanjwa ungayeki
IMPUNGAAA CBONGA LWAZI
Cela ukubuza. Kwenzekani. Xa. Engakhishwanga. Kubo usengowakubo ?
IMPUUUUUUUUUNGAAAAAAAA 🦁🤴🏿👑
Impungaaaaaaa!
Ake ngibuze la mnewethu: izinsipho makukade kugayiwe utshwala kubaluleke ngani ukuthi zifafazwe/ kuchelwe ngazo egcekeni? Khona akufani nalokhu okuchazayo manje?
IMpuuuuuuuuuuuuuungah!!!
Nduna Kandaba uyalindela gama lakho, ingaba wamsaphi umagubane isibane Sama thongo umnewenu?
NGYABONGA
Angizisoli mangiphelelwa i.data ngifunda kule channel igwansile impela
Yini imalasi bafwethu
Yinja
YINI IMALASI
Yini i Tshitane?Ubaba yena wake wahlanganisa wona umule nomlotha wawufaka Otswayini wayophakela izinkomo Kusho ukuthin loko Mpunga?
Imbuzi
Wayeyiqinisa(esondeza amehlo eThonga kuyona ukuba ayiqaphe futhi igcineke iphilile ithande nekhaya ingahambi ingabuyi kuhle komhlambi kazalusile.
Imalasi yinja
Ngyabingelela ngicela ukubuza yini intshitana?
Ngicela ukuphuna eceleni kwesihloko.Ngicela ukubuza ukuthi Amagobongo uwaphothula emva kwesikhathi esingakanani umiselwe izinkamba.ake ngithi emva kwamasonto amathathu,ngabe ukhona yini umonakalo uma uwaphothula sesidlulele iskhathi?.ngyabonga
Uma sewuwaqedile kwesinye isikhathi iThonga liyasho ukuthi aphothule
Bafo ungawaphothula within 12 months.
@@skhumbuzomzimela8564 Ngyabonga Mzimela,ukuthi ngike ngawamiselwa awemimoya.angaz noma kumele ngibone ngani uma kulungile cz ngingumuntu inenkinga yokuphupha kusafuneka ngiye emanzini ngyogeza.kepha engkuqaphelayo libe ngawadla ikhanda elalingihlupha Kanye nokumongoza ngamakhala kuthule.ngizwa kuvuma ukuthi ngiphothule ngomhla ka24, kwephezulu.ngangiwadle ngoFeb eyophela
@@siyabongablack9344 ngyabonga
Kuyezwakala engathi ke bewungaqala khona eManzini, kube ulwandle bese uphothula. Kodwa naAfter uhlale uyakohlambuluka wena nemimoya. Uphahle ngempela
Ngyacela kwi Mpunga ngolunye usuku ake athinte ukwakhiwa ko muzi.
•Abale zonke izundlu eyfanele zakhiwe
•Ukubaluleka kwalezo zindlu
•Isibaya ukuthi sima kanjan sibhekephi
• Isango libekwaphi
•Iqhugwane ukuthi liba kuphi libhekeph
Inkosi ikbusise baba
Siyabonga Mpunga ngolwazi olungaka olusifundisa ngemvelaphi namasiko ethu thina bantu abampisholo.
Ngicela nje Baba Mbanjwa ukuthi Nathi esihlala emalokshini nasemadrobheni ukuthi usiluleke ukuthi senza njani uma singanazo izindlu ekubaswa kuzo nomlotha ukuthi senzenjani.singabasa yini ngaphanndle egcekeni bese sisebenzisa wona yolomlotha na
Makwande🙏
I am shona from Zimbabwe, but I love your channel. Siyabonga Mpunga 🙏. All the way from Germany.
Uyihlabile Mpunga!
Ngbonga ngokusichushisa ngolimi lesintu , ngfunda okuningi kuwena
Sibonge izimfundiso ezinamandla Mpunga yesintu
Unjani Mkhulu 🙏✨Siyabonga ngolwazi. Mina ngifuna ukukwazi ngoku khehlwa kwenkehli enabantwana. Indoda yalobola yahlawula. Yahamba yahamba yangaphinda yabuya.
Hhhaaa!! Ayi cha uyabona LA ungene kamnandi👏👏 wazishaya wazibiza ngaze nga-Rewind😅😅 ngathi ngiphinda kabili namhlanje... iMpunga👆
Imfundiso yakho inkulu mnewethu sifunda okunengi kuwe isizwe silimele kakhulu ulwazi asinalo mina ngokuzalwa ngizalwa ezimbabwe sefunde okuningi ngokulandela ichanel yakho ngokuhlala ngisegoli ngiyafisa ukukubona mnewethu zalenza icebo ngolunye usuku mina bengithi umlotha yizibi mfundile ngalechanel siyabonga
Mpunga thina sihlala emalokishini asinayo imisamu nezindlu esibasa kuzona ngenzenjani kulesosimo
👏🏾👏🏾👏🏾 Lesedi Ntate Moholo 🕯️🐚🌀🧜🏽♂️🙇🏾♀️🙏🏼
Sawubona baba mina ngisacela ukubuza ngomtwana ozimoshayo kodwa usena 6
Baba Mphunga yesintu izibiza malini izincwandi ngayodwa khona sizo thola nathi Ngiybonga
love
your
work Zul'eliphezulu
Lwaze lwanotha ulwazi. Syabonga. Kwande
Thokoza izingcwadi zakho kumele zibe ingxenye ye syllabus ezikolweni Mpunga.
Ndunakanda hayi Uyashaya Mnewethu uyangakha mfethu ungenza ngizethembe ngokuba umntu ompisholo ngoba ngibona Amandla esinawo emvelo angasiphilisa hambanami mpunga ngibambelele kuwe.
Umangabe ngihlanganisa amathambo ekhanda lami Mpunga yethu, kubukeka kubalulekile ukuzila izinsuku eziyisikhombisa ungayi ocansini bese kuthi ngelanga ozokwenza ngalo umsebenzi uthathe umule uwuhlanganise nomulotha uye kogeza umzimba ngaphandle komuzi. Usungabuyake lapho uzoqala umsebenzi wabantu abadala.
Ukubuka nje kwami njengomuntu. Thokoza Fuze🙏🙏🙏🙏
Ukuphupha umlotha usebaleni uchazani
Unamandla Mpunga yesintu abakuyeke. Yoooooh!!!
Mapholoba, Mpunga yesintu. Ngayithanda le ngoma edlalayo ethi thongo lami. Kofanele ngiyphenye angazi noma ngizoythola yin la
Mpunga wayibeka Indaba ndicela ukubuza mpunga ndalotyolwa KwaZulu natal ndingu mxhosakazi ngoku andikakhutshwa ngokuphelele kodwa sendihlala khona nomkhwenyana ngengane ngaba kulungile nah ngapha ndihlutshwa yimimoya andazi ndenze njani umoya wam uyazula dicela usizo mpungaaa
Ngiyabonga Mpunga yesintu, Mlekeleli ngolwazi...
Syabonga kakhulu Mbanjwa syelapheka siyisizwe
Sawubona baba siyabonga izeluleko 🙏
Hhawu kanti awyona INYANGA🤣😂🤣😂🙆🏾♂
Siyabonga kwimpunga yesintu
Siyabonga Mkhulu imfundiso zakho
Siyabonga mpunga ngolwazi osinika lona. Impunga.
Siyabonga engabe sothini emadolophini
Impela igama lomntu liyamlandela uyasiLekekelela Mpungaa phambili Nduna kandaba
Awuuu wayibeka indaba mpunga
Ngiyakuvuma Mpunga yesintu.
Uqinisile MfokaMbanjwa ugwanse ngempela lombele wakho
Àaaaaaaaaameeeeen
Kumnandi impela ukukuzwa uzibongela MfokaMbanjwa ungayeki
IMPUNGAAA CBONGA LWAZI
Cela ukubuza. Kwenzekani. Xa. Engakhishwanga. Kubo usengowakubo ?
IMPUUUUUUUUUNGAAAAAAAA 🦁🤴🏿👑
Impungaaaaaaa!
Ake ngibuze la mnewethu: izinsipho makukade kugayiwe utshwala kubaluleke ngani ukuthi zifafazwe/ kuchelwe ngazo egcekeni? Khona akufani nalokhu okuchazayo manje?
IMpuuuuuuuuuuuuuungah!!!
Nduna Kandaba uyalindela gama lakho, ingaba wamsaphi umagubane isibane Sama thongo umnewenu?
NGYABONGA
Angizisoli mangiphelelwa i.data ngifunda kule channel igwansile impela
Yini imalasi bafwethu
Yinja
YINI IMALASI
Yinja
Yini i Tshitane?
Ubaba yena wake wahlanganisa wona umule nomlotha wawufaka Otswayini wayophakela izinkomo Kusho ukuthin loko Mpunga?