INYOKA EGCEKENI NOMA ENDLINI

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 31 окт 2024

Комментарии • 72

  • @tashntokzin1443
    @tashntokzin1443 3 года назад +3

    Kunzima mfwethu thina sikhule ngekhandlela, kunzima ukulala endlini inyoka isicashile, ningazi noma inomgodi noma icashe ezingubeni

  • @thamimsweli2402
    @thamimsweli2402 3 года назад +9

    Siyabonga ndoda ehloniphekile. Unganakho ukuphawula ngalenkomo edle umuntu e-Eastern cape?

  • @carolmncube1143
    @carolmncube1143 3 года назад

    Ameeeen unjani syabonga ukuzwa ngalendaba ngicela ukubuza mina ngahanjwa inyoka nilele ngavuka ngayibona izithulele nje ngaty ngyayishaya kwabhampa embhedeni yangena ngaphansi ngafuna abazongisiza bafika yanyamalala nje kade ngilokhu ngiyibona kuze kube yimanje angiyiboni

  • @SiyaJola
    @SiyaJola 6 месяцев назад

    I love the eloquence and pure Zulu.❤

  • @bonilemkhize3851
    @bonilemkhize3851 2 года назад

    Syabong bhuth Mina ngiphuphe inyoka enkulu isegceken yagcina Ingena endlini kodw ayikimazang munt

  • @hlengiwemkhize2016
    @hlengiwemkhize2016 3 года назад

    🙏🏽...ngicela ungihlaziyela baba,emavikini amabili adlule...ngaphuphaizinyoka eziningi ezinkulu...kodwa zazifile zonke...ngiacela ungihlaziyela.

  • @nompumelelomhlongo6543
    @nompumelelomhlongo6543 Год назад

    Ngiyakubingelela baba,sihlale siybona egcekeni Lexi eziluhlaza iynyoka,namhlanje sibone ebrown ngokulight,asazi noma ilena edla amagundane noma inyoka nje siyazesaba inkinga

  • @sinethembapikela3114
    @sinethembapikela3114 2 года назад

    Siyabonga Mpunga yesintu ngolwazi

  • @nomasikononhlanhlakhuzwayo4248
    @nomasikononhlanhlakhuzwayo4248 3 года назад

    Siyabonga Mpunga Yesintu ngakho konke nje osifundisa kona🙌

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 3 года назад

    Kuyezwakala Mpunga,noma kudida ngoba sikhuluma ngenyoka.inyoka ehlaza sikhule kuthiwa ayithintwa ngoba yiThonga,uma kuyimfezi uzozwa ngoba seyifaza ngamathe icashe endlini ilapho sibona khona isitha.

  • @JaneDoe76664
    @JaneDoe76664 3 года назад +2

    Awu kodwa omkhulu abazame esinye islwane engingasisabi bandla ngoba umkhulu uzozwa ngestini ekhanda ngoba no Satan ubuye Abe inyoka manje ngizokwazi ngani kuthi kungena umkhulu noma isitha sizoluma ingabe, Ngisenkingeni.

  • @mlumthoko8100
    @mlumthoko8100 3 года назад

    Siyabonga ngolwazi mpunga yesintu...

  • @siyabongamthembu6606
    @siyabongamthembu6606 3 года назад

    Ngicela ukubuza Mapholoba Mpunga Yesintu ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha izinyoka eziningi ezihluka hlukene imibala, zikungungile zingakuhlaseni zizihambela nje ezinye zizihlalele

  • @madidalindokuhle8878
    @madidalindokuhle8878 2 года назад

    Ngise Thekwini ngingazithilaphi izincwadi zakho baba

  • @NonhlanhlangcoboNgcobo
    @NonhlanhlangcoboNgcobo Год назад

    Hi Ngicela ukubuza uma ubona inyoka encane eyimpumputhe ingena endlini ne nyendle kuchaza ukuthini

  • @seipatticlericeofficial9112
    @seipatticlericeofficial9112 3 года назад

    Akube njalo Mpunga siyabonga.

  • @ThembiTlady
    @ThembiTlady Год назад

    Mkhulu ekhaya last month kufike inyoka e brown n yellow yabonwa iyngane zabizq umfana wayendlula ngendle laba azicoshela iygubhu wayshaya wahamba nayo same day kwabuya enye leyo yangena endlini bezwa ngento ithi hhhhhhh bathi yni leyo banganaki yaphinda futhi haaaaa mayethi omunye athi uyayizwa mayethi uyaphenduka inyoka phempethwana lo ophaka misa ikhnda

  • @morganshongwe6501
    @morganshongwe6501 Год назад

    Ey ukungazi. Mina ngathola inyoka eluhlaza esihlahleni izihlalele ngaybulala.

  • @DeoNtombela-vw2xh
    @DeoNtombela-vw2xh Год назад

    Thina besikhanda uguqa kwangena inyoka omakhi bayibulala ngabe kwakungeyaba tabadala yini😊

  • @musambuyazi678
    @musambuyazi678 3 года назад +1

    Ngyabingelele mhlonishwa sibonge nangesikhathi sakho sokusipha ulwazi ngesintu. Mhlonishwa mina ngikhule inyoka ibulawa ekhaya noma imnyama iluhlaza besngabuzi besinyingena ngesagila manje mese

  • @blaqroots1343
    @blaqroots1343 3 года назад +1

    Ngyakhuleka mpunga yesintu ekhaya kukhona izinyosi ezakhele ethuneni ngabe ngalokho kusangenzeka yin ukut abantu abadala

  • @dludlunompumelelo2507
    @dludlunompumelelo2507 2 года назад

    Akwande khehla kodwa sengiyibulele bathi insuzi.

  • @cyabongakhumalocyabonga1856
    @cyabongakhumalocyabonga1856 3 года назад +1

    bengcela Mpunga uychaze le yenyoka ukthi enje ichazani

  • @phumzilemkhonta9606
    @phumzilemkhonta9606 Год назад

    Ngiyafisa ukuyithola leyincwadi kodwa ngikude eswazini ingabe ngingasizakala kanjani

  • @STHEMBISOSCELO
    @STHEMBISOSCELO 4 месяца назад

    Ngiziphuphile namuhla ziwu 3 kodwa bezingalwi bezihlalele nje

  • @gladysnyoni9011
    @gladysnyoni9011 2 года назад

    Ngicela ukubuza ukuthi ngingayithenga kuphi incwadi Amava Ahlabahlosile

  • @violetmaduna1298
    @violetmaduna1298 9 месяцев назад

    Ukuphipha iamathambo enyoka esidulini

  • @nduduzomchunu2700
    @nduduzomchunu2700 3 года назад

    Awuzwekeee seyishilo impuuuungaah

  • @zodwamazozo1639
    @zodwamazozo1639 Год назад

    Sawubona mina ngiphuphe inyoka ezimbili zilwa zi orange colour kukhona necwane layo inyoka ngabiza ubuti wami ngathi akazifake ebhodleleni kodwa cwane layo lasala ngalikhipha ngomshanelo ngabe kuchazani lokho ..ngiyabonga

  • @lungelo.p.zikhali0306
    @lungelo.p.zikhali0306 3 года назад

    hie mkhulu malin incwadi yakh eth Hlaba hlosile ngb mna semtuba bt ngingayjabulela kba nayo pls

  • @bonganimagawula6844
    @bonganimagawula6844 3 года назад +1

    Kodwa Mina ngoba ngisaba kanje nanje

  • @patricksiko8154
    @patricksiko8154 3 года назад +1

    Enkosi siyabonga

  • @lindiwehildamnisi
    @lindiwehildamnisi Год назад

    Kushoni ukuphupha imoto egray

  • @pamelasue5692
    @pamelasue5692 3 года назад

    Syabonga ngolwazi lwenyoka. Ngicela ukubuza... Kuchaza uk'thini uma uhlaba imbuzi wenzela idlozi itiye, bese uthola ukuthi lembuzi imithi noma inengane ngaphakathi?

    • @pamelasue5692
      @pamelasue5692 3 года назад

      Ingabe incazelo ikhona na encwadini? Ukuze ngizoyibheka kahle khona.

    • @nkululekocele2085
      @nkululekocele2085 3 года назад +7

      Hi Pamela ngethemba ukuthi uyaphila. Ungixolele ngokugxambukela embuzweni wakho, angeke ngakuphendula ukuthi ngabe kusho ukuthini lokho mhlambe abaziyo bayokuphendula. Angibalule nje nje mina ukuthi kubalulekile kakhulu ukuthi uma wenza umsebenzi ngesilwane sobulili besifazane ngabe yimbuzi, yimvu noma yinkomo. Kumele kube wukuthi ayikokhwelwa ngoba kusuke kubalekelwa isimo lesi ohlangabezane naso ngoba umphefulo waleyo naleyo mbuzi usuke uphethe umyalezo uya nawo kwelamathongo njengoba benishisa impepho emsamo nithetha iDlozi. Manje ke lo wesibili umphefulo wona ugcina untunta ungaphathe myalezo engingazi noma uyafinyelela yini wona kwelamaThongo, kahle kahle kuyicala ngokwami ukubona ukuthi nibulala imbuzi iphethe umphefulo ngaphakathi ngaphandle uma ngempela ningabona. Uma imbuzi uyithatha egcekeni BUZISISA kubantu abantu ukuthi ngabe ayikokhwelwa yini. Uma uyithenga nakhona ungabuza kodwa mancane amathuba okuthola iqiniso ngaleyo mbuzi ngoba abafana bayazidayisela abazi lutho Mina engiyaye ngikwenze ukuvikela lesi simo ukuthi ngithenge impongo (engakothenwa) noma intondolo (esitheniwe) bese ngicela kulowo ophatha impepho ukuthi achaze isizathu sokuthi ngisebenzise lolu hlobo lwembuzi bese futhi ecela ngemali emhlophe khona emsamo ukuthi le mbuzi SIYAYISHINTSHA A manje ubulili ibe yisibhuzazana(female) ngoba iqondene nomama noma izalukazi. "yindlela yasekhaya le esenza ngayo" buza ke ekhaya ukuthi bona benzenjan.

    • @pamelasue5692
      @pamelasue5692 3 года назад +2

      Hi Nkululeko, ngyabonga kakhulu ngombono wakho. Bengingazi ukuthi uyakwazi cela ukushinsha ubulili emsamo ngemali. I think it really is a good idea to avoid the issue of pregnancy. Ngizobuza kuMa ukuthi ekhaya bangayamukela yini lento, ngoba inhliziyo yami ibuhlungu kakhulu ngaloya mphefumulo omncane. Kumina kufana nesono nje.

    • @nkululekocele2085
      @nkululekocele2085 3 года назад +1

      @@pamelasue5692 ngiyajabula kakhulu uma umbono wami wenza umehluko. Owakwethu wena uphile nje...

  • @bongumusafortunekhuzwayo4609
    @bongumusafortunekhuzwayo4609 3 года назад

    Cela ukubuza mpunga yesintu mangabe uphupha ubaba wakho ekunika umbese ethihlinza imbuzi ihihlome emsamu kusho ukuthin

  • @HappyHappynas
    @HappyHappynas Год назад

    Sanibonani ngicela ukubuza inyoka uma uyiphupha isendlinini kodwa uyithathe ngengubo uyibeke ngaphandle bese iyongena enganeni encane engakahambi

  • @PamelaMalgas-jx3zl
    @PamelaMalgas-jx3zl 9 месяцев назад

    Ndiyabingelela baba

  • @NkosanaShezi
    @NkosanaShezi 26 дней назад

    🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @mchunuzenzele8193
    @mchunuzenzele8193 3 года назад +1

    Impuunga🤝🤝🤝🤝

  • @mimiawill2966
    @mimiawill2966 3 года назад

    Kuyazwkala Mpunga yesintu umbuzo wami uma uhlezi uhlangana neVuza Manzi

  • @sobethuhsobethuh5630
    @sobethuhsobethuh5630 3 года назад

    Uma uzophupha ikuluma inyoka iyeke ophambikwakho kusuke kuchazeni. Ngiyaxolisa ukubuza endaweni ewrong

  • @ntokozosibiya3536
    @ntokozosibiya3536 3 года назад

    Impungaah sidlile akwande

  • @mpilonhlekhanyile7694
    @mpilonhlekhanyile7694 3 года назад

    Impuuuuungaaa 😊👏

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 3 года назад

    Ngiyakhuleka mfokama Fuzafulele

  • @khanyidrops1007
    @khanyidrops1007 3 года назад

    Lapha engihlala khona kwavela emhlophe kodwa sayibulala sayifaka salt spirit jesfluid yafa

  • @slindelomkhize3787
    @slindelomkhize3787 3 года назад

    Mina ike yangena bathroom ibrown, isencane bayibulala mina ngingekho. Izinyosi zihlale zikhona, ziyangena endlini koda azolumi, ngisho ingane yami ena5, ziyayihamba ingalunywa

  • @DelinaThobejane
    @DelinaThobejane Месяц назад

    Ukubona inyoka kusho ukuthini ehlathini uma ulusa izimbuzi bese futhi uyibone nakusasa

  • @syabongakhanyisani6715
    @syabongakhanyisani6715 3 года назад

    siyabonga

  • @lungamakambi6405
    @lungamakambi6405 7 месяцев назад

    Ndicela ukubuza eluhlaza ichazani kade isendlini lapho ndihlala ayindenzanganto ibindijonga kuphela yabuye yaphuma

  • @mahadishokhoa7239
    @mahadishokhoa7239 Год назад

    Thokoza celubuza wenza njni xa ufuna ukuhlabulila idlozi ngoba ndaphupha Lo nyoka le mnyslma kodw ndiyisaba

  • @vanessaphuti2643
    @vanessaphuti2643 2 года назад

    Salibonani baba ngizachela lingichazele iphupho ngiphuphe ngisemagcekeni laa engikhulele khona ngibona inyanga "moon kuleyo ma ngilibele ngibheke phezulu bekulezinyoka eziningi different colors ezilombala obomvu or black and white ezinye silver ezinye ziluthuli cishe maroon then enye yalezonyoka yasuka emkhathini yayangasentshonalanga from yeza nge speed esikhulu kakhulu kimi leyo kee ibe ilama colors wonke yathi kimi ngeke ngisayibalekela noma ngingayaph ihleli ilami then khonapho ngase ngibona kungengena imoto emhlophe brand new emagcekeni asekhaya ngezwa izwi lithi lemoto ilinde mina ukubana ngiyi sign nele please ngsacela ningichazele baba

  • @motaungthatosetjhaba9427
    @motaungthatosetjhaba9427 3 года назад +1

    Uma inkomo ingene endlini ingabe lokho kuchazan?

  • @mkhabolengayondodemyama5905
    @mkhabolengayondodemyama5905 3 года назад

    Mina ngfisukwazi ibiza malini lencwadi ethi ukhule uzukhokhobe ngb ngnazo lezezinye ezimbili ngnenkinga klezinsuku baba Khathini mangikfonela awtholakali angsazike manje ngzokthola kanjani ngidwanguza ngiwbona logwansile kdw angkhoni ukfinyelela kuwona

  • @pumezankwali8416
    @pumezankwali8416 3 года назад

    Ndicela ubuza mna kwimpunga uma uphupha inyoka ikudle emqolo kusho ukuthini?

  • @nonhlanhlashezi6843
    @nonhlanhlashezi6843 Год назад

    I nkalankala ingena endlini

  • @siphombili6739
    @siphombili6739 3 года назад

    Ngicela ningazise ihovisi lakho Nduna kaNdaba

  • @mthokozisimthembu1336
    @mthokozisimthembu1336 3 года назад

    Imphunga madoda ungowakithi wena

  • @muzimbhele8087
    @muzimbhele8087 3 года назад

    Uma kungcwala izinyosi endlini kuchazani lokho

  • @lungilemadondo5045
    @lungilemadondo5045 3 года назад

    Cela ubuza ensundu/browninyoka isuke isho ukuthini

  • @nandiphantwana6009
    @nandiphantwana6009 3 года назад

    Impunga ndiyabulisa kulonyaka

  • @ntuthukocele2326
    @ntuthukocele2326 3 года назад

    Kulempelasonto edlule kufike imamba emnyama ifuna ukungena endlini yangasenhla yaphazamiseka yagcina idlulile egcekeni, ngabe lokho kuchazani

  • @mbhekenimathebula7973
    @mbhekenimathebula7973 3 года назад

    Baba

  • @nompumelelonokuthula625
    @nompumelelonokuthula625 2 года назад

    Cela ukubuza if uphupha ikati elimnyama Liza ekamelweni olele kulo kodwa libheke phansi alizivezi ubuso

    • @GrandCentralPlace
      @GrandCentralPlace 6 месяцев назад

      Baba umpunga yesintu ,ngicela ukubuza Uma uphupha imbongolo ukuthi kusho ukuthini,

    • @GrandCentralPlace
      @GrandCentralPlace 6 месяцев назад

      Ukuphupha inyoka emhlophe,

  • @TheOG_Podcast
    @TheOG_Podcast 3 года назад +1

    Impungaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaa

  • @patricksiko8154
    @patricksiko8154 3 года назад +1

    Enkosi siyabonga

  • @mkhabolengayondodemyama5905
    @mkhabolengayondodemyama5905 3 года назад

    Mina ngfisukwazi ibiza malini lencwadi ethi ukhule uzukhokhobe ngb ngnazo lezezinye ezimbili ngnenkinga klezinsuku baba Khathini mangikfonela awtholakali angsazike manje ngzokthola kanjani ngidwanguza ngiwbona logwansile kdw angkhoni ukfinyelela kuwona