SEKWANELE | FULL EPISODE 1 | OWALOTSHOLWA KANTI UNEMIZWA NABANTU BOBULILI BAKHE UYAGONYULUKA

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 28 сен 2024
  • USENKINGENI OWESILISA OWALOBOLA UMUNTU WESIMAME ONEMIZWA NABANYE ABANTU BESIMAME.

Комментарии • 138

  • @ISIBANI-MEDIA
    @ISIBANI-MEDIA  10 часов назад +5

    Thank you for watching, please don't forget to Subscribe. like, share, comment

  • @SimphiweMlungwana
    @SimphiweMlungwana 12 часов назад +9

    I wish ubhuti engathola umuntu azomthanda oqotho ngoba uyambona ukuthi unothando uphansi

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 11 часов назад +8

    Weee Jehova ungenwe uSatan straight yho ubhuti akafune omunye umfazi abuyise amalobolo finish

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 10 часов назад +5

    yho ingane yomfazi jehova waze walunga ubhuti wabantu kuyiqiniso ukuthi amathanga ahlanzela abangenamabhodwe

  • @thembingobese967
    @thembingobese967 11 часов назад +7

    Uyabonakala ugirl ukuthi ilysbian ,indlela aligqoke ngayo lebhulukwe,indlela ame ngayo,isigqoko,umfana qobo lwakhe

  • @majulajula5288
    @majulajula5288 12 часов назад +10

    Wazewamuhle umkhenyana uxolo mkwenyana

  • @BuyiswaQezu
    @BuyiswaQezu 10 часов назад +4

    Sorry bhuti,kuhle Kuba uyifumene kuse early loludaba,kumele nje kubuyiswe iinkomo zakho,uzitholele omunye umfazi,umhle ,uyabukeka,nakanjani uzomthola ozokujabulisa

  • @lolondaba
    @lolondaba 12 часов назад +5

    Buyisela phela amalobolo uhambe uyaba isitabane.

  • @MmapiElizabeth
    @MmapiElizabeth 9 часов назад +4

    Yaze yanzima lendaba why abevele avuma ukulotsholwa it's so painful seriously 😮😮😢

  • @MbaliJobe
    @MbaliJobe 11 часов назад +6

    Ungenwe amadimoni losisi

  • @ThomasMasetwadi
    @ThomasMasetwadi 12 часов назад +6

    My brother don't force the things just leave her alone,you will get someone better wife,,why she didn't talk that b4 kodwa,too much miracle my bro just leave that lady alone n move on pls

    • @sifisodube4686
      @sifisodube4686 8 часов назад

      True people must accept things like these

  • @NkosazaSukwana
    @NkosazaSukwana 12 часов назад +5

    Part 2 please Zama😂😂

  • @majulajula5288
    @majulajula5288 12 часов назад +4

    Ngazembuhlungu ngane yam kwenziwenjan bakunje

  • @magionetechno
    @magionetechno 10 часов назад +3

    The approach to inform the husband was from a company's gain perspective, the Sibani representative is forceful in making the husband accept the situation, therefore the lady comes off as somewhat insolent.

  • @zanelentshingila4551
    @zanelentshingila4551 10 часов назад +3

    Bhuti ngiyazwelana nawe engathi ungathola umuntu 😢
    Ozokuthanda

  • @amandamthembu2139
    @amandamthembu2139 6 часов назад +3

    Ipresenter liyibhimbi...akakhulumi ngendlela

  • @olgasichoto2972
    @olgasichoto2972 10 часов назад +11

    Zama akandalwanga cz uyintombi uphelele imizwa li demon nje Elizo destroy impilo yakhe cz imizwa izophela asale ezi sola

  • @LusandaShezi-k8b
    @LusandaShezi-k8b 20 часов назад +4

    Uthakathwe ngampela 😮hawuu

  • @ThembekaThutshini
    @ThembekaThutshini 9 часов назад +4

    Syabonga sisi ukuphumela Obama bayeke laboNkulunkulu basemhlaben bazokutshela ngamadimoni

    • @MthwaloNhlapo
      @MthwaloNhlapo 8 часов назад

      KODWA ABABAJAJI LABA ABA...BHEBHANA NEZINYOKA/IZINJA KANYE...NEZIMBUZI KANYE NABAZALI ABAMITHISANA...NEZINGANE ZABO NGAPHA AMANYA MAJAJI MBUMBULU LAWO...AHUSHULA NEMIPHEFUMULO...ENGENA CALA.

  • @majulajula5288
    @majulajula5288 12 часов назад +5

    Kwazekwanzima emhlabeni esiphila kuwo intombi zidlala ngenkomo zabantu

    • @sifisodube4686
      @sifisodube4686 8 часов назад

      Kikiki ziyabuya 21st century

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 Час назад

      Abazali abanephutha abatĥanda kuphocelela izingane zamantimbaze kuyogana

  • @joyceskosana5048
    @joyceskosana5048 7 часов назад +2

    Abazali abayeke izingane zabo ziphile impilo ezojabulisa zona not abazali ngoba nabo bayiphilile impilo ejabulisa bina qhubeka nempilo mfo kwakufuze abatshele abazali bakhe indlela azizwa ngayo ukuphilisa umuntu into angayifuni uthando aluphocelelwa mkhululeni ahambe 🎉🎉🎉

  • @dudumlityalwa7248
    @dudumlityalwa7248 10 часов назад +3

    Yaze yabuhlungu ntliziyo yam ngalobuti nkosiyam

  • @CebileThwala-j2f
    @CebileThwala-j2f 9 часов назад +2

    Kwaze kwanzima kubhuti kodwa usisi ukube akavumanga ukulotjolwa

  • @sethembilengidi3495
    @sethembilengidi3495 11 часов назад +3

    Umkhonyane wazewanomoya ophansi

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 10 часов назад +2

    Awuu wavelelwa mfana uzomthola munye girl wangempela

  • @ntuthukomhlongo4468
    @ntuthukomhlongo4468 8 часов назад +2

    Bekungayena owakho inkosi ibubekele owakho

  • @KhunjiBotha
    @KhunjiBotha 9 часов назад +3

    Ngxesi bhuti mkhulule ahambe uzamfumana owakho ukhona uThixo akubekele yena😮

    • @bongileroda3337
      @bongileroda3337 8 часов назад

      Shuu kwanzima kodwa okungcono mkhulule mhlekazi wam. Sisi wadlala ngale ndodwa. But good luck my brother and sister

  • @NokuthulaSibiya-j3o
    @NokuthulaSibiya-j3o 10 часов назад +1

    Waluphatha kahle udaba zama ....ngyakwaz ngike ngikubone esalon kwamnyandu uyi hair dresser as well❤❤❤

  • @ThandiweMilicentZikhali
    @ThandiweMilicentZikhali 6 часов назад +1

    Buyisela amalobolo omfana ubugebengu lokhu kwakungamele uvume ukulotsholwa uzazi uyi lesbian 😡

  • @mndenincube700
    @mndenincube700 3 часа назад +1

    I presenter kumele ifundiswe isisoka. Angikho happy

  • @NOWINILENCAPAI
    @NOWINILENCAPAI 8 часов назад +1

    Yoba namabhadi lentombazana yayithuleleni ide ilotsholwe ,phuma kuyo bhuti humhlabalo izokukhumbula sekulate, inedemon lentombazana , idemon lobufebe

  • @ThuliThulisile-e9m
    @ThuliThulisile-e9m 9 часов назад +2

    Cha Zama shame luyakwehlul uhlelo uyamcinezela lobhuti wabantu ngoba enomoya ophantsi unkulunkul uzokubusisa ngomuntu oryt for wena😢

  • @Gelshooters2
    @Gelshooters2 9 часов назад +1

    EISH SORRY BROE THIS IS NOT FAIR AT ALL KODWA SORRY WHY THIS WOMAN NEVER SAID ANYTHING FROM THE SCRATCH

  • @BonisiweGumbi-ti6kb
    @BonisiweGumbi-ti6kb 12 часов назад +3

    Muhle lobhuti shmm quiet amathanga ahlanganzela abangenamabhodwe

    • @bongythwala9840
      @bongythwala9840 11 часов назад

      😢i pray God can Help me ngiphume kule Toxic Marriage engikuyo ,😢God Please help me ,I am tired, Always abusing me Emotionally ,Social, Verbal, Physical,I wish i can get work first ngizophuma ngoba anginalutho ,anginaMpahla ,anginani ,unemali loMuntu uyasebenza akangenzeli lutho uhlezi angigadile ,uyangitshela ukuthi ngigqokeni kodwa akangithengeli nalezo mphahla ngisuke ngiziphiwe kubo 😢😢God help me

    • @lindiweshibe4507
      @lindiweshibe4507 10 часов назад

      Sorry CC wami ngathi uJehova angangenelela empilweni yakho❤​@@bongythwala9840

    • @ISIBANI-MEDIA
      @ISIBANI-MEDIA  9 часов назад

      Kwabuhlungu ukuzwa lokho, sengathi uNkulunkulu angaba nawe uthathe isinqumo esizokuvumela​@@bongythwala9840

  • @AndileKunene-de1fc
    @AndileKunene-de1fc 10 часов назад +1

    Bengicela ningisiphe ino siyabadinga abantut abazosithanda

  • @NombuleloCokoto-j4h
    @NombuleloCokoto-j4h 7 часов назад +1

    Vele lento yokulala namanye amantombazana ube nawe uyi ntombazana lidimoni lelo finish

  • @JoyceNobandla
    @JoyceNobandla 9 часов назад +2

    Lidemon nyhani bhuti

  • @SiyabongaFredman
    @SiyabongaFredman 9 часов назад +1

    kunzima ezweni yaphenduka buswa bumnyama...

  • @NonhlanhlaNkwanyana-ch9up
    @NonhlanhlaNkwanyana-ch9up 10 часов назад +1

    Kodwa bakith wadlala ngo bhuti wabantu

  • @MthwaloNhlapo
    @MthwaloNhlapo 8 часов назад

    SORI MFANAKITHI UMUNTU...MAKAPHILE LAPHO ETHOLA KHONA...INJABULO KUNOKUTHI Uphill KUMSHADO ONESISEKELO...SAMANGA KANYE...NEZIMFIHLO.

  • @NomkhithaZulu-i7n
    @NomkhithaZulu-i7n 11 часов назад +1

    Muhlu Buti wabantu xeim

  • @FlorenceNzama
    @FlorenceNzama 7 часов назад

    Wesisi kodwa kwakfanele ungavumi ukugana .musani ukudlala ngabafana ingako benicupha nje.ngoba senifeba kakhulu.BAFANA BACUPHENI SEBEFEBA KAKHULU.

  • @alsonmadlala7083
    @alsonmadlala7083 Час назад

    Noma eyiphi indoda, angeke yamukele kalula kodwa uma kunje.. mpela kuyomele uvume uyindoda myeke ahambe.. ungancengi..

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 5 часов назад

    Khanike nimjonge apha emazantsi ukuthi zikhupha ntoni kuba ubukeka engutata apha ebusweni😅😅sorry bafo mdedele ahambe ngeke usamkhona idimoni lejezabel selimngene.Laze lafa elobaba mkhulu silibhekile 😢😢😢awu bakithi ncese mkhwenyana.

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 7 часов назад

    Mhla efika u Hedu empilweni yakhe..uyoba ngathi uyasha. Eseziveza usathane kuye esenamahloni ngempilo ayiphilay..u devil.nje

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 Час назад

    I blame abazali bentombazane angazi kuthi bavuma kanjani alobole ubhuti kwasekucaleni bahlulwa yini ukungamazi ingane yabo

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 7 часов назад

    I DEMONI LELO.GRL..UDALIWE NJE UNGOWESFAZANE NGOBA UMA BEWUMNCANE KWABA NOBULILI OBUBILI NOMA KWENZEKA OKOKWESLISA KWABA NGAPHAKATHI EMZIMBENI..LOLODABA LUVELA USEMNCANE NFENXA YEZIMPAWU..KODWA LENTO UZIFAKA KUKHO AWUDALWANGA UNJENA

  • @SandileNzama-n8b
    @SandileNzama-n8b 6 часов назад

    Umsangano ke Lo, ofuna ukuphuma akube uyena otshela imindeni not Wena brothers, ayi brothers uvelelwe isimanga use grounding, Bonga ukuthi awulahlekelwanga ka ngakho what if ubethathwa indoda

  • @mdumisenipatric5171
    @mdumisenipatric5171 9 часов назад +1

    PRESENTER IS TAKING SIDE۔ UCHEMILE UPRESENTER

  • @SandileNzama-n8b
    @SandileNzama-n8b 5 часов назад

    Lelidimoni Lo strong futhi Liza ngamandla, umsangano nje Lo, niyobhulana ngezibumbu umsangano

  • @NkosazaSukwana
    @NkosazaSukwana 12 часов назад

    Suvuma cc ukunyanzelwa ngabazali kwinto ongayithandiyo, awuzukonwaba kulomtshato😮😮😮, ndiyazazi abazali bacinga ngamalobolo kuphela enye nenye abanaxesha layo

  • @gabisilengwenya-mu7gi
    @gabisilengwenya-mu7gi 5 часов назад +1

    You need to fix your sound is too low

  • @sibusilephakathi9422
    @sibusilephakathi9422 10 часов назад

    Muyeke bhuti vele useshilo ukuthi uyindoda nawe ngeke uhlale bendoda wena ufuna umfazi, xola bhuti

  • @ZiningiNgcongo
    @ZiningiNgcongo 9 часов назад

    Ptesenter uchemile akazikhulumele lo doti womfana ntombazane

  • @harrietndlovu6531
    @harrietndlovu6531 9 часов назад

    You bhuti xola , she doesnt need inyanga she needs umthandazi. This is a spiritual battle. This is a evil spirit

  • @ScedalucasMabena
    @ScedalucasMabena 9 часов назад +1

    Umsangano lento yokuthandana ngobulili obufanayo ubuthathakath

    • @sifisodube4686
      @sifisodube4686 8 часов назад +1

      Don’t say that we leaving in different times your children’s will tell you that they are gay or lesbian uzothini times have change

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 Час назад

      Manje mawungathola ingane enaleyonkinga uzoyibulala yini

  • @SithembisoMngadi
    @SithembisoMngadi 39 минут назад

    Uzomthola umuntu oryt my brother
    God is good all the time

  • @louisamaduna
    @louisamaduna 9 часов назад

    She's playing games with you my brother this thing of switching feelings is not make sure.

  • @dumisanimbele3426
    @dumisanimbele3426 9 часов назад

    Miss Presenter, yin'ezokwenza ingqondo ihambe?

  • @MinathiGama
    @MinathiGama 7 часов назад

    Kwaze kwayinkinga ukuba ngumzali. Bosisi yekani ukudlala u-Facebook.

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 10 часов назад +1

    lomfana if bekuyintanga yami bengizomcela azithathele mina

  • @JabulisiweMchunu
    @JabulisiweMchunu 12 часов назад

    Hawu icacile nje bakithi lalesisa Kahle gal uthi akabathandi Abantu besilisa uthanda abesifazane

  • @MinathiGama
    @MinathiGama 8 часов назад

    Umbhangqile nje lobhuti and yes in as much wena you cheated.

  • @LindokuhleGabela-d7b
    @LindokuhleGabela-d7b 10 часов назад

    Lengane ingenwe imimoya yemindeni Yama dlozi aboshiwe ngale kwelizayo

  • @TlalaneNakin
    @TlalaneNakin 7 часов назад

    Hai bo cc wehlelo kutheni inguwe ophambili awuyiqhubi kahle shamw

  • @NosiphoQambambo
    @NosiphoQambambo 5 часов назад

    Ngaze ngabuhlungu jehova isono simile kumdali

  • @NonhlanhlaQwabe-g1p
    @NonhlanhlaQwabe-g1p 8 часов назад

    Waze wadlal ngomuntu wenkosi Gud luck bhuti

  • @NomkhithaZulu-i7n
    @NomkhithaZulu-i7n 11 часов назад

    Hay Lo uxhaphaze Lo Buti hay hamba wethu

  • @NtombiMkoko-u5i
    @NtombiMkoko-u5i 6 часов назад

    Jonga eli demon linentlahla zange ndaliva libethwa loko limelwa yiyooooo

  • @princessnyawo1247
    @princessnyawo1247 8 часов назад

    Xola buti wabantu God wl make a way 4 u part 2 cc Zama pls ❤🎉

  • @ConstanceButhelezi-h5s
    @ConstanceButhelezi-h5s 4 минуты назад

    Nxeeeee ay bandla kunzima klomhlaba jahova

  • @thembingobese967
    @thembingobese967 11 часов назад +1

    Part 2 please

  • @DashMbambi66
    @DashMbambi66 День назад +1

    Sengfisa ukubona

  • @BuyiswaQezu
    @BuyiswaQezu 10 часов назад +1

    Part two makeze

    • @bukiwespha5172
      @bukiwespha5172 10 часов назад

      Ngabe basiphoxile singasiboni isiphetho isona nje engisilindile

  • @NdimandeMvula
    @NdimandeMvula 7 часов назад

    Eyi bakithi xola bhuti sebe mkopile💔💔

  • @bongileroda3337
    @bongileroda3337 8 часов назад

    Shame this guy needs mental support

  • @NombuleloCokoto-j4h
    @NombuleloCokoto-j4h 7 часов назад

    Kuzomele nimzamele i counseling u bhuti

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 7 часов назад

    Nawe sis ungasesitabaneni host enjani le..

  • @khosokhungure6986
    @khosokhungure6986 Час назад

    Nidlalelan ngathi kodwa uKhungere wake waganwakuphi mxm nidlala ama movies manje unengoduso kuphi ukhunguluza😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 aiii niyasigangela

    • @NondumisoCele-gu3yt
      @NondumisoCele-gu3yt 44 минуты назад

      Aibo 😂😂😂😂😂😂😂😂what do you mean manje kanti isikeshi naso lesi futhi

  • @sikhumbuzongcobo4242
    @sikhumbuzongcobo4242 11 часов назад

    Shiya phansi bhuti uzomthola omunye

  • @sifisodube4686
    @sifisodube4686 8 часов назад

    Only God can judge her us we can’t

  • @NtombifuthiMaureenShezi
    @NtombifuthiMaureenShezi 4 часа назад

    Awukodwa ngomkhonyana bakithi

  • @JuniorMoyo-rp7uj
    @JuniorMoyo-rp7uj 8 часов назад

    ❤❤gud girl I love the way angakhona

  • @thembingobese967
    @thembingobese967 12 часов назад

    I lysbian ugirl ndodana,funa omunye

  • @virginiandaba9610
    @virginiandaba9610 7 часов назад

    😢😢Ei kwaze kwanzima kumkhwenyane

  • @nathivilakazi-x6v
    @nathivilakazi-x6v 6 часов назад

    FUSEG WENA GOGO UPHASISA UDOTI

  • @WilsonWeduwedu
    @WilsonWeduwedu Час назад

    Part 2 including abazali

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 11 часов назад

    Ngikhona mina akeze ngapha kumi

  • @gloriabusi
    @gloriabusi 10 часов назад

    And ugqokise okomjida

  • @Ronaldo1777messi10
    @Ronaldo1777messi10 10 часов назад

    Ise

  • @phumzilengema
    @phumzilengema 4 часа назад

    Ibuhlungu lento eyenziwe yilentombazane nakuba ekwenzile I don’t want to blame het she got a right to express her feelings but bekungafane afike esegqoke kanjena esuka emaphinifeni okunye okunihlungi kakhulu ikuthi this guy is in shock but ipresenter is forcing him to come out with a conclusion of this issue
    Phephisa ndodana ngesikhathi engakayiswa esikoleni umyeni wakhe she was ok and was a woman now mixed with other students it’s when she realized that she is man and have feelings for another woman’s if she is brave enough from the beginning why she didn’t disclose this to her mother or her sister or anybody she closed to tell her parents even write a letter to her mum
    This is not right and ridiculous
    Isilingamiso olinganisa abanye abantu nawe iyolinganiswa ngaso
    Kukhona abantu abadalwa really with different hormones in a wrong body body which is sad and they are struggling until they get help
    But most of them is FAKE!! with the Devil 😈 work 😈spirit and once sabangena it’s very powerful they need deliverance
    Phola ndodana may God help you to heal while you’re going this process give yourself time to heal and get another wife although it’s not gonna be easy to trust a woman GOOD LUCK !!!

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 Час назад

      Dont blame intombazane blame abazali ngoba ingane yakho uyayazi

  • @FaneleDludla
    @FaneleDludla 6 часов назад

    Xem lobhuti xem😢

  • @LizzyNomvulaFaku
    @LizzyNomvulaFaku 8 часов назад

    Ijooo akunzima 😮😮

  • @ElinahBanda
    @ElinahBanda 6 часов назад

    Sorry
    My brother

  • @NonhlanhlaNkwanyana-ch9up
    @NonhlanhlaNkwanyana-ch9up 10 часов назад

    Yoh kwaze kwabuhlungu 💔

  • @SimangeleAbigailTembe
    @SimangeleAbigailTembe 9 часов назад

    Ay Zama Mnganwam ❤ inamandla❤

  • @SandileNzama-n8b
    @SandileNzama-n8b 6 часов назад

    Izehlo ngezehlo kulelizwe

  • @thembingobese967
    @thembingobese967 11 часов назад

    Nxese ndodana

  • @zodwaxolile
    @zodwaxolile 7 часов назад

    Ipresenter aymusa ukthatha i side which is wrong totally

    • @MakhosazanaMahlaba
      @MakhosazanaMahlaba 6 часов назад

      no vele I presenter ihlezi uthatha side lomuntu obabhalekile vele kuwumsebenzivwabo kuthi bahambe be ryt Laba obasuke bebebhalelile

  • @SiyethembaNgwekazi-x4d
    @SiyethembaNgwekazi-x4d 9 часов назад

    Kunzima