ISIBANI MEDIA
ISIBANI MEDIA
  • Видео 40
  • Просмотров 51 446

Видео

SEKWANELE | HIGHLIGHT EPISODE 1 | OWALOTSHOLWA KANTI UNEMIZWA NABANTU BOBULILI BAKHE UYAGONYULUKA
Просмотров 3152 часа назад
SEKWANELE | HIGHLIGHT EPISODE 1 | OWALOTSHOLWA KANTI UNEMIZWA NABANTU BOBULILI BAKHE UYAGONYULUKA
UYANGASESE UFUNA ISTHEMBU NGOKU CHEATER
Просмотров 824Месяц назад
U-YANGASESE UFUNA ISTHEMBU KODWA UYAMPHIKA UNKOSIKAZI ENTOMBINI Please subscribe for more videos
BASOLA UBAB'OMNCANE NGOKUBA NEMFENE
Просмотров 5452 месяца назад
Please subscribe for more videos
USONKOMOSE UYOSHELA UMUNTU ONENGANE
Просмотров 3072 месяца назад
UZIMISELE NGOKUBATHANDA BOBABILI NENGANE YAKHE UMATHANDANA WAKHE OMUSHA Please subscribe for more videos
ISANGOMA ESITHANDA IMALI NAMA DODA
Просмотров 3592 месяца назад
USODILIZA NO SOMPISI BASHELA ISANGOMA Please subscribe for more videos
ISIGCWAWU SAMACALA - EPISODE 5
Просмотров 4542 месяца назад
KUTHETHWA ICALA LIKA SODILIZA LOKUFANISA ELINYE LAMA WELE AKHE NOMAKHELWANE Please subscribe for more videos
USODILIZA NO SONKOMOSE BAHLASELE INYANGA
Просмотров 1122 месяца назад
Udinwe kabi uSompisi ehlaselwa Please subscribe for more videos
ISIGCAWU SAMACALA EPISODE 3 - UYAVEVA UMKHANDLU NGESENTO SIKA SODILIZA
Просмотров 2,2 тыс.3 месяца назад
uSodiliza wedelele umkhandlu Please subscribe for more videos
Isigcawu Samacala Episode 3 coming up next
Просмотров 3,1 тыс.3 месяца назад
uSodiliza wedelele uMkhandlu
ISIGCWAWU SAMACALA EPISODE 2 - NKOMOSE VS SOMPISI
Просмотров 2,2 тыс.3 месяца назад
UNkomose ufakele uSompisi icala emkhandlwini emva kokuba edlale ngaye Please subscribe for more videos
ISIGCAWU SAMACALA EPISODE 1
Просмотров 26 тыс.3 месяца назад
KUNGENE AMACALA ESIGCAWINI SAMACALA ENDUNA Please subscribe for more videos
UNKOMOSE UFUNA UMUTHI WOKUBA NEMALI KU-SOMPISI - EPISODE 1
Просмотров 5213 месяца назад
Nkomose will look for a Zulu Medicine to have a lot of money from Sompisi Please subscribe for more videos
Imbiza yabesifazane - Episode 2
Просмотров 2493 месяца назад
USompisi uhlaselwe amadoda ngendaba yembiza ayinika amakhosikazi awo Please subscribe
EMFIHLAKALWENI
Просмотров 2053 месяца назад
uSodiliza noSompisi abayizwa kahle abayitshelwa uPastor T Please subscribe for more videos
IMBIZA IYE NGAPHAMBILI KU DORCAS
Просмотров 1514 месяца назад
IMBIZA IYE NGAPHAMBILI KU DORCAS
INDODA YESTHEMBU IBUYA NE RUJI
Просмотров 4234 месяца назад
INDODA YESTHEMBU IBUYA NE RUJI
PASTOR T UNCAMELE UKUWA KUNOKU HAMBA EMLILWENI NGEZINYAWO
Просмотров 1264 месяца назад
PASTOR T UNCAMELE UKUWA KUNOKU HAMBA EMLILWENI NGEZINYAWO
DORCAS WANTS POLYGAMY
Просмотров 624 месяца назад
DORCAS WANTS POLYGAMY
PASTOR T REFUSES TO BE INTIMATE BECAUSE ITS HOT THERE
Просмотров 1764 месяца назад
PASTOR T REFUSES TO BE INTIMATE BECAUSE ITS HOT THERE
THEY WORKED HARD BUT EARNED R50
Просмотров 2085 месяцев назад
THEY WORKED HARD BUT EARNED R50
SODILIZA BOUGHT A TOY GUN
Просмотров 1095 месяцев назад
SODILIZA BOUGHT A TOY GUN
Advice didn't work for Shisimpepho - WOZA SIGANGE PART #3
Просмотров 3175 месяцев назад
Advice didn't work for Shisimpepho - WOZA SIGANGE PART #3
Shisimpepho Got Bad Advice - WOZA SIGANGE PART #2
Просмотров 2275 месяцев назад
Shisimpepho Got Bad Advice - WOZA SIGANGE PART #2
WOZA SIGANGE PART 1
Просмотров 2,3 тыс.5 месяцев назад
WOZA SIGANGE PART 1
BOTH THE MAN & HIS WIFE DID NOT SLEEP IN THE HOUSE - Episode 3
Просмотров 1535 месяцев назад
BOTH THE MAN & HIS WIFE DID NOT SLEEP IN THE HOUSE - Episode 3
A man catches his wife having an affair with another man - Episode 2
Просмотров 7365 месяцев назад
A man catches his wife having an affair with another man - Episode 2
A man catches his wife with another man - Comin Up Next EP 2
Просмотров 4735 месяцев назад
A man catches his wife with another man - Comin Up Next EP 2
INDODA EDONSWA NGEKHALA UMFAZI - Episode 1
Просмотров 1,1 тыс.5 месяцев назад
INDODA EDONSWA NGEKHALA UMFAZI - Episode 1
PASTOR T DECIDED TO PAY WITH HIS CAR - Episode 5
Просмотров 1295 месяцев назад
PASTOR T DECIDED TO PAY WITH HIS CAR - Episode 5

Комментарии

  • @mothamotha6880
    @mothamotha6880 4 секунды назад

    Akafundiseki u presenter,akabuzi kahle imibuzo,kubi!!

  • @AnnaMoiloa
    @AnnaMoiloa 3 минуты назад

    Part 2 pls

  • @noyazeph2206
    @noyazeph2206 4 минуты назад

    The media is no destroying our marriage , homes and culture .Hama juba .

  • @thandazanigumede2022
    @thandazanigumede2022 23 минуты назад

    Presenter cha ayinazwelo ayikhulumi nje kahle izodala umonakalo ezimpilweni zabantu. Ngibuhlungu ngalomfana

  • @ZukiswaBulani
    @ZukiswaBulani 24 минуты назад

    Presenter 🚩🚩🚩🚩🚩 still need more training

  • @BabongileMtetwa
    @BabongileMtetwa 28 минут назад

    He is so hurting shame 😢, akulula ukuvele uvume nje we Zama

  • @SibongileMavus9
    @SibongileMavus9 44 минуты назад

    Kwaze kwaba buhlungu ku bhuti shem Uze uyasho ukuthi angizange sengjkuthethise...ngalendlela aylungele ngayo nkosyami..akubuye inkomo zakhe zonke..uzoba nawe unkulunkulu mfethu cina bhuti let her go and you wil definitely heal ..its not easy though the way unothando ngakhona and you are such a humble guy..bancane kakhulu abafana nawe.but God wil provide you with a loveky wife.askes my brother kuzolunga.

  • @thenjiwenxumalo8828
    @thenjiwenxumalo8828 44 минуты назад

    Usisi kungcono ukuba uye kwa Blaqlife TV labaveza khona izimfihlo ukuveza ubhuti kanje exposed abonwe wonke umuntu kuzomlahlekisela ngesithunzi mona angikuboni kahle ibingekho yin enye indlela kwaze kwabuhlungu angazibulali nkosiyami inhliziyo ayiphakelwa

  • @Amos-md1cq
    @Amos-md1cq 45 минут назад

    Intombi yakhe yalobola enye umhlola lo

  • @Amos-md1cq
    @Amos-md1cq 46 минут назад

    Xola noba umenzeleni bro

  • @Amos-md1cq
    @Amos-md1cq 48 минут назад

    Ambothatha inkomo mfana uxole yeka lobhuti sisi mfo

  • @Busie85
    @Busie85 51 минуту назад

    Noma unkulunkulu angangipha indoda ekanj ngabonga

  • @MunkuK-w8z
    @MunkuK-w8z Час назад

    Kwaze kwabhlungu kubhuti

  • @HlengiweKhumalo-n4u
    @HlengiweKhumalo-n4u Час назад

    WeZama usubuza ukuthi ubemuzwa yini😂😂😂😂

  • @ndikundiswanitshiedana450
    @ndikundiswanitshiedana450 Час назад

    And uzithobile lobhuti xem.....lento u makoti aiyenzayo izomhlula ekuhambeni kweskhathi njenga banye......u makoty udinga i 🍆🍆kwokugcina before angena too deep kulezinto zakho.......

  • @MonicaSayo
    @MonicaSayo Час назад

    Part 2 please

  • @TheoreenMcKenzie
    @TheoreenMcKenzie Час назад

    Shame ngiyamzwela uguy Bakithi,ubemthanda ngempela.Bahle bobabili futhi 😢😢

  • @NonhleGcabashe-pb5ko
    @NonhleGcabashe-pb5ko Час назад

    Yaze yabuhlungu indaba yakho bhuti phephisa nkulunkulu uzokunika owakho ayi amathanda ahlanzela abangenamabhodwe

  • @BandileNdlovu-hg2ww
    @BandileNdlovu-hg2ww Час назад

    presenter liyabhora liyibhimbi

  • @siyabonganc81
    @siyabonganc81 Час назад

    Hambani nayo kubazali

  • @ConstanceButhelezi-h5s
    @ConstanceButhelezi-h5s 2 часа назад

    Nxeeeee ay bandla kunzima klomhlaba jahova

  • @SithembisoMngadi
    @SithembisoMngadi 2 часа назад

    Uzomthola umuntu oryt my brother God is good all the time

  • @alsonmadlala7083
    @alsonmadlala7083 3 часа назад

    Noma eyiphi indoda, angeke yamukele kalula kodwa uma kunje.. mpela kuyomele uvume uyindoda myeke ahambe.. ungancengi..

  • @khosokhungure6986
    @khosokhungure6986 3 часа назад

    Nidlalelan ngathi kodwa uKhungere wake waganwakuphi mxm nidlala ama movies manje unengoduso kuphi ukhunguluza😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 aiii niyasigangela

    • @NondumisoCele-gu3yt
      @NondumisoCele-gu3yt 2 часа назад

      Aibo 😂😂😂😂😂😂😂😂what do you mean manje kanti isikeshi naso lesi futhi

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 3 часа назад

    I blame abazali bentombazane angazi kuthi bavuma kanjani alobole ubhuti kwasekucaleni bahlulwa yini ukungamazi ingane yabo

  • @WilsonWeduwedu
    @WilsonWeduwedu 3 часа назад

    Part 2 including abazali

  • @mndenincube700
    @mndenincube700 5 часов назад

    I presenter kumele ifundiswe isisoka. Angikho happy

  • @phumzilengema
    @phumzilengema 6 часов назад

    Ibuhlungu lento eyenziwe yilentombazane nakuba ekwenzile I don’t want to blame het she got a right to express her feelings but bekungafane afike esegqoke kanjena esuka emaphinifeni okunye okunihlungi kakhulu ikuthi this guy is in shock but ipresenter is forcing him to come out with a conclusion of this issue Phephisa ndodana ngesikhathi engakayiswa esikoleni umyeni wakhe she was ok and was a woman now mixed with other students it’s when she realized that she is man and have feelings for another woman’s if she is brave enough from the beginning why she didn’t disclose this to her mother or her sister or anybody she closed to tell her parents even write a letter to her mum This is not right and ridiculous Isilingamiso olinganisa abanye abantu nawe iyolinganiswa ngaso Kukhona abantu abadalwa really with different hormones in a wrong body body which is sad and they are struggling until they get help But most of them is FAKE!! with the Devil 😈 work 😈spirit and once sabangena it’s very powerful they need deliverance Phola ndodana may God help you to heal while you’re going this process give yourself time to heal and get another wife although it’s not gonna be easy to trust a woman GOOD LUCK !!!

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 3 часа назад

      Dont blame intombazane blame abazali ngoba ingane yakho uyayazi

  • @KennethMdlalose-ei5on
    @KennethMdlalose-ei5on 6 часов назад

    Yena mawubheka ungakuleqembu

  • @NtombifuthiMaureenShezi
    @NtombifuthiMaureenShezi 6 часов назад

    Awukodwa ngomkhonyana bakithi

  • @gabisilengwenya-mu7gi
    @gabisilengwenya-mu7gi 7 часов назад

    You need to fix your sound is too low

  • @NosiphoQambambo
    @NosiphoQambambo 7 часов назад

    Ngaze ngabuhlungu jehova isono simile kumdali

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 7 часов назад

    Khanike nimjonge apha emazantsi ukuthi zikhupha ntoni kuba ubukeka engutata apha ebusweni😅😅sorry bafo mdedele ahambe ngeke usamkhona idimoni lejezabel selimngene.Laze lafa elobaba mkhulu silibhekile 😢😢😢awu bakithi ncese mkhwenyana.

  • @SandileNzama-n8b
    @SandileNzama-n8b 8 часов назад

    Lelidimoni Lo strong futhi Liza ngamandla, umsangano nje Lo, niyobhulana ngezibumbu umsangano

  • @amandamthembu2139
    @amandamthembu2139 8 часов назад

    Ipresenter liyibhimbi...akakhulumi ngendlela

  • @FaneleDludla
    @FaneleDludla 8 часов назад

    Xem lobhuti xem😢

  • @SandileNzama-n8b
    @SandileNzama-n8b 8 часов назад

    Umsangano ke Lo, ofuna ukuphuma akube uyena otshela imindeni not Wena brothers, ayi brothers uvelelwe isimanga use grounding, Bonga ukuthi awulahlekelwanga ka ngakho what if ubethathwa indoda

  • @ThandiweMilicentZikhali
    @ThandiweMilicentZikhali 8 часов назад

    Buyisela amalobolo omfana ubugebengu lokhu kwakungamele uvume ukulotsholwa uzazi uyi lesbian 😡

  • @SandileNzama-n8b
    @SandileNzama-n8b 8 часов назад

    Izehlo ngezehlo kulelizwe

  • @NtombiMkoko-u5i
    @NtombiMkoko-u5i 8 часов назад

    Jonga eli demon linentlahla zange ndaliva libethwa loko limelwa yiyooooo

  • @nathivilakazi-x6v
    @nathivilakazi-x6v 8 часов назад

    FUSEG WENA GOGO UPHASISA UDOTI

  • @ElinahBanda
    @ElinahBanda 8 часов назад

    Sorry My brother

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 9 часов назад

    Nawe sis ungasesitabaneni host enjani le..

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 9 часов назад

    Mhla efika u Hedu empilweni yakhe..uyoba ngathi uyasha. Eseziveza usathane kuye esenamahloni ngempilo ayiphilay..u devil.nje

  • @FlorenceNzama
    @FlorenceNzama 9 часов назад

    Wesisi kodwa kwakfanele ungavumi ukugana .musani ukudlala ngabafana ingako benicupha nje.ngoba senifeba kakhulu.BAFANA BACUPHENI SEBEFEBA KAKHULU.

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 9 часов назад

    I DEMONI LELO.GRL..UDALIWE NJE UNGOWESFAZANE NGOBA UMA BEWUMNCANE KWABA NOBULILI OBUBILI NOMA KWENZEKA OKOKWESLISA KWABA NGAPHAKATHI EMZIMBENI..LOLODABA LUVELA USEMNCANE NFENXA YEZIMPAWU..KODWA LENTO UZIFAKA KUKHO AWUDALWANGA UNJENA

  • @NombuleloCokoto-j4h
    @NombuleloCokoto-j4h 9 часов назад

    Kuzomele nimzamele i counseling u bhuti

  • @joyceskosana5048
    @joyceskosana5048 9 часов назад

    Abazali abayeke izingane zabo ziphile impilo ezojabulisa zona not abazali ngoba nabo bayiphilile impilo ejabulisa bina qhubeka nempilo mfo kwakufuze abatshele abazali bakhe indlela azizwa ngayo ukuphilisa umuntu into angayifuni uthando aluphocelelwa mkhululeni ahambe 🎉🎉🎉

  • @DDumza
    @DDumza 9 часов назад

    Please just accept and move on brother, be thankful that she confessed to you that making you a milking cow

  • @NombuleloCokoto-j4h
    @NombuleloCokoto-j4h 9 часов назад

    Vele lento yokulala namanye amantombazana ube nawe uyi ntombazana lidimoni lelo finish