Simphelele iskhathi oThwele nge Contract | UKUHLUSHWA IZITHWALO | S1 - EP9

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 15 сен 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @blaqlifetv
    We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
    ____________________________________________________________________________
    DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
    ..................................................................................................................................
    Website: www.blaqlife.co.za
    Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
    Office Number: 0813639875
    ****************************
    #BlaqlifeTV #IkuhlushwaIzithwalo #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #ukuthwala

Комментарии • 252

  • @psgproductionanvproduction261
    @psgproductionanvproduction261 Месяц назад +10

    Syabonga ukbona ingane yakhe izochaza noma eseshonile

    • @user-im2hq9hd6f
      @user-im2hq9hd6f Месяц назад

      Kuyakhanya manje ukthwala ukuthi akudlalelwa kuso😮

  • @busidhlongolo1382
    @busidhlongolo1382 5 месяцев назад +10

    Okusalayo uphilile kamnandi ntombi 😊 and usaphila kamnandi, hamba ntombi uyosebenza okukakhesare kubuyela kukherare😢

  • @freedommarara4654
    @freedommarara4654 Месяц назад +23

    Are you here, after you heard the daughter speak? Like if it's a yes.

  • @PrudenceSompicy
    @PrudenceSompicy Месяц назад +8

    Off which means umama wagcina engalutholanga usizo just because she's no more 😢

    • @user-zc4zp7gi2x
      @user-zc4zp7gi2x Месяц назад +1

      The sad part is the daughter will follow suit

  • @user-im2hq9hd6f
    @user-im2hq9hd6f 5 месяцев назад +20

    Kanti ayi renuweki leyo contract yebakithi, anibuzi kule CEO yomthwalisi before nisayina ngiyayibuzelanj😅

    • @olgandaba7908
      @olgandaba7908 5 месяцев назад +2

      uthi yena she doesn't want to go thru this trauma again yokuyenzi count down yama days akhe. so ufuna ukulahliswa, coz even if she renews lusazofika futhi usuku lwakhona, and remember time flies especially if ungela ma problems... but its renewable.

    • @queenlizbeth189
      @queenlizbeth189 18 дней назад +1

      CEO mar nawe😅😢

  • @khosisibiya2197
    @khosisibiya2197 5 месяцев назад +27

    Nithwala wani ngoba asicengeni nje ematohweni ngani nakhu syaphila

    • @DrNyengeleziOriginal
      @DrNyengeleziOriginal 5 месяцев назад

      😂

    • @busidhlongolo1382
      @busidhlongolo1382 5 месяцев назад +2

      Ungasho uliphinde abasafuni ukuncenga bafuna ezisheshayo, makahambe usisi ayosebenza ai😌

  • @ThabaniMzizi-s3l
    @ThabaniMzizi-s3l Месяц назад +5

    Ngabe uyena umaka dade obeke wafika lona mfwethu noma

  • @thembinkosidube3918
    @thembinkosidube3918 5 месяцев назад +9

    She sold, her soul.
    As a form of isithwalo.
    God bless
    Thank you 💕...

  • @user-rq4gn4yz5v
    @user-rq4gn4yz5v 5 месяцев назад +12

    Hawu nkosyam mandicenge etorhweni ngoba nje I peace yam ndiyayifuna

  • @AndyGeeeeee
    @AndyGeeeeee 5 месяцев назад +18

    imali yezilwane uyidlile so that's the price one pays

  • @user-bs9dq3ku4f
    @user-bs9dq3ku4f 5 месяцев назад +8

    umama ngeke asizakale kuleyonto yakhe inkukhu yakhe isizomthatha babuyele Kubo Mozambique

  • @LoveLife-cm9ny
    @LoveLife-cm9ny 5 месяцев назад +15

    Ayikho nje into enhle ekthwaleni seningaykhohlisa ke

  • @fanuelmupamba2812
    @fanuelmupamba2812 5 месяцев назад +8

    Ese contract isithwalo akudlalwa akekho ongakusiza bazakudlela imali vele uyahamba mama no matter what uyosebenzela abanye nawe

  • @Inquisitive-Minds126
    @Inquisitive-Minds126 5 месяцев назад +3

    I never knew why Jesu said, what will profit a man to gain everything and loose his/her soul in the end. Hayi leChicken..

  • @pmlambo1195
    @pmlambo1195 5 месяцев назад +36

    Sicela upart two after funeral at least uwudlile iLife ngemfologo imummy may soul rest in peace 🕊️

    • @khosisibiya2197
      @khosisibiya2197 5 месяцев назад +1

      😂😂😂😂😂😂😂😂😂

    • @February-w3m
      @February-w3m 5 месяцев назад +4

      🐔 Selizokhala iqhude 🐓

    • @ZandileKhwela
      @ZandileKhwela 5 месяцев назад +1

      lol lol

    • @LusindisoBuso
      @LusindisoBuso 5 месяцев назад +1

      Niyafeketha ngba Mali uyifumene le nto okade uyifuna ukufa hleli wonke mntu ezofa

    • @busidhlongolo1382
      @busidhlongolo1382 5 месяцев назад

      😂😂😂😂😂😂hawu qinisile yazi sibone Ukuthi vele kwenzekile, Kahlan - Kahle sifuna iproof

  • @user-ss5hp8js5k
    @user-ss5hp8js5k 5 месяцев назад +33

    Pls try to stop the noise on your background.

  • @AsekhonaMabaso
    @AsekhonaMabaso 5 месяцев назад +1

    Oh nkosiyam sithwele singomama ,NAMI ngibhuquza ngedwa nabantwana,kepha ukuthwala akusona isixazululo kulezimo.

  • @nonjabulongobese570
    @nonjabulongobese570 4 месяца назад +6

    Nginithanda senifuna ukuhlupheka senizicelela😂😂😂😂😂😂

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 Месяц назад +1

      Lool ehhhene 😂😂😂 koda babengakucabangi loko besithatha isthwalo sabo...😂😂😂

    • @ayandadlungele8873
      @ayandadlungele8873 17 дней назад

      😂😂😂😂😂 secela ukuhlupheka manje.

  • @ghettondlovu6458
    @ghettondlovu6458 5 месяцев назад +9

    Pray to God, nothing is too hard for Jesus. He can do all things remember he created heaven and earth through his word alone. Trust in him and repent also...He is willing to forgive all sins.

    • @CarolRaman
      @CarolRaman Месяц назад

      Jesus never creat the heaven and earth

    • @SkipLacore
      @SkipLacore 9 дней назад

      But he's dead🤣, I'd rather pray my own Ancestors. Than stranger. Only if such a thing "Jesus" ever existed 😭

  • @makhawulezankosi
    @makhawulezankosi 5 месяцев назад +9

    😢uNkulunkulu sengathi angasisiza ,Umhlaba unzima

    • @thembituis6825
      @thembituis6825 4 месяца назад

      Lithi ibhayibheli Funda ukwanela

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 5 месяцев назад +3

    KUYAHLUPHA UKUFUNA IZINTO EZISHESHAYO...BESE NILOKHU NISIHLUPHA LA NIFUNA UKUPHUMA .NIFUNA USIZO LOKUPHUMA..NIYAHLUPHA BANTU ABAMNYAMA

  • @samuelmbokazi2318
    @samuelmbokazi2318 5 месяцев назад +12

    Cha kubi iminyaka emihlanu,yisikhathi esifishane kakhulu.

  • @user-jd2xe3eo5l
    @user-jd2xe3eo5l 5 месяцев назад +2

    Nawe nje soyoba sesigujanane soyosebenta phambili usebentele labanye, yoooooooo life

  • @sboneloshabangu4826
    @sboneloshabangu4826 5 месяцев назад +2

    Lobhuti imhlulile le interview this time hau, indlela obuzangayo is not sure 😮😮

  • @maureenndlovu7915
    @maureenndlovu7915 5 месяцев назад +2

    Awuhambi uyosebenzela abanye until God's time

  • @NomusaMbambo
    @NomusaMbambo 5 месяцев назад +3

    Mara ke ukhona omunye uLife without ukuthwala inkinga sithanda izinto ezisheshayo😢

  • @pumlantlangwini416
    @pumlantlangwini416 5 месяцев назад +5

    Kumnand kuzofa wena not omnye umntu

  • @lolondaba
    @lolondaba 5 месяцев назад +12

    MA ka hambe angithi uyidlile imali.

    • @nomzamomoloi1085
      @nomzamomoloi1085 5 месяцев назад

      😂😂😂😂😂 haweee

    • @thembituis6825
      @thembituis6825 4 месяца назад

      Ngiphe u 100.000

    • @mthokozisimthembu6390
      @mthokozisimthembu6390 Месяц назад

      U don’t say that to a broken spirit
      We are all children of God,we have sinned whether you believe it or not
      God’s word says “my children perish because of lack of knowledge “when did this she didn’t think about the future most important she didn’t know what she was getting herself into

  • @Yolani-ch1vc
    @Yolani-ch1vc 15 дней назад

    Wangcabangisa umuzi wenye inyanga eSoweto eyayinenkukhu eyismsnga kunenkukhu enkulu kuthwa ina 7 years, ihlala ngisho phezu kwestofu. Inkulu inhle with golden feathers. Iqhude nje cishe lalingana nenja.

    • @nom3181
      @nom3181 7 дней назад

      😂😂😂😂😂yiyo leyo nkukhu uomgqakazo😅😅

  • @Cphanarh
    @Cphanarh 5 месяцев назад +3

    Thina sikhale sithi umuntu bamthakathile😢nxm

  • @solanindlovu2688
    @solanindlovu2688 5 месяцев назад +7

    Yooo lanti banengi kangaka abantu abathweleyo

    • @sthe1867
      @sthe1867 5 месяцев назад

      Especially abafazi lately....Ayman alikho ithuna lendlala.....ukuthi Sima single mothers it doesn't matter unkulunkulu uyazi asthandazeni

  • @magamenkosimbihli2786
    @magamenkosimbihli2786 5 месяцев назад +2

    Nhxesi mama hamba uyobona ogogo nomkhulu kodwa ungabilidlozi elibi 😮😮😊

  • @NontobekoSibisi-f2v
    @NontobekoSibisi-f2v 5 месяцев назад +7

    Ukuxolisa nje emoyeni nathi esingathwalanga siyahamba

    • @NoxoloMabija
      @NoxoloMabija 3 месяца назад

      Thina omuhle asizazi shamba nini

  • @lindonsele1909
    @lindonsele1909 5 месяцев назад +3

    Ubatshele ke abantwana ukuthi for 5 yrs uyobe ungekho edlozini bengangakwenzeli umsebenzi wokukugeza or ukukuhlambulula or ukukubuyisa coz uyobe usayosebenza nawe uyi boys/girls paying your price, Nothing for mahhala.

  • @LinahMokoena
    @LinahMokoena 5 месяцев назад +4

    Mmmmmm niyazithanda izinto zamahhala ,so manjee bhadala...

  • @user-zq5mr6we7v
    @user-zq5mr6we7v 5 месяцев назад +8

    hawu unesibindi nkosikazi

  • @zeeelove9259
    @zeeelove9259 5 месяцев назад +2

    Lomama andikholwa indlela akhululeke ngayo akothokanga tuu.i dont believe her she doesnt sound.worried at all

  • @February-w3m
    @February-w3m 5 месяцев назад

    Hamba uyovuselela Mama, mhlampe inkukhu izodla inani eliningi manje, ngoba ukubalekela ukufa kodwa inkukhu seyikusebenzele , ngeke kuze kwenzeke.

  • @neomolefe8599
    @neomolefe8599 4 месяца назад

    Recieved The Lord Jesus Christ o sindiswe...that power that is claiming your life is going to break away cos His blood is most POWERFUL ❤

  • @mthokozisisiyabonga6858
    @mthokozisisiyabonga6858 5 месяцев назад +2

    Woza kwamhlabuyalingana ukhona ubaba ugodo olulala amankankane ephelandaba ngikhona ngakusiza ngama direction noma ukufika kumuzi wakhe

  • @sicelomvdmedia7705
    @sicelomvdmedia7705 5 месяцев назад +2

    Hamba kuJesu okungenani ufele kuye.

  • @mayormsuthu1465
    @mayormsuthu1465 5 месяцев назад +4

    Anginandaba ukuthi ubani uthini mara ukuthwala awenzi ngoba naku unothando lwako kepha suke uphishwa yisimo sempilo nokucabangela ama dependents wakho. Singamagwala sibaningi siye saba kodwa ukugxeka iyinqumo zabanye abantu ngenxa yobugwala bethu akunge sizi lutho kodwa okuhle kuwu kuthi yize uzoshesha ukuhamba kodwa uzoshiya impilo engcono kwaba salemuva. Uma unayo imali hamba emampondweni enqanqarhu ku Mkhulu uDizamahlebo Tshawe igqiha lomhlaba angakusiza ukuthi uphile futhi nengcebo yakho ihlale ingasaphalali

  • @user-wy4ny3io9q
    @user-wy4ny3io9q 5 месяцев назад +2

    Mina ngiyakhona uma nje ngizofa sengakhe ikhaya lakithi ngibashiye baright

    • @channelexpresso5967
      @channelexpresso5967 5 месяцев назад

      Ufa ne zinto zakho nazo ziya hamba njalo iskhathi siya gijima umnyaka kuyabe so kungan yi viki.

  • @thnymhlaba179
    @thnymhlaba179 5 месяцев назад +8

    Ey Kunzima I feel sorry for her....there's no need to blame her.

    • @thnymhlaba179
      @thnymhlaba179 5 месяцев назад +1

      @@phumimabanga962 she's not right....but impilo inzima let us ....not judge her....ay Phumi awume nawe maaan🤣 sizama ukulungisa

    • @thnymhlaba179
      @thnymhlaba179 5 месяцев назад +2

      @phumimabanga962 🤣 no it's fine Phumi...

  • @happysgwebela8664
    @happysgwebela8664 5 месяцев назад +2

    Yooh umsindo lapho ngemuva

  • @sthe1867
    @sthe1867 5 месяцев назад

    Ukuhlala emkhukhwini nokudla i cabbage ne spinach kulungile futhi uzabe u healthy ne peace emkhukhwini wakho than i mansion yendlu epokayo.enamakamelo angavulwayo.....ulala ngeso elilodwa, imali ayikulalisi......asphumeni emalini esheshayo

  • @nomdakazana09
    @nomdakazana09 5 месяцев назад +5

    The background noise is too much😢

  • @acceptJesusChristinyourlife
    @acceptJesusChristinyourlife 5 месяцев назад +12

    Yamukela uJesu abe yiNkosi nomsindisi empilweni yakho

    • @PrayerNinja
      @PrayerNinja 5 месяцев назад

      indaba kaJesu ayilona iqiniso futhi akusizi ukunqamula lesi sivumelwano nosathane. siyeza iskhathi sakhe uzofa there is no other way to reverse it.

    • @thembinkosidube3918
      @thembinkosidube3918 5 месяцев назад +1

      Angithi,she sold her soul to the devil 😈.
      Siyabonga...

    • @ghettondlovu6458
      @ghettondlovu6458 5 месяцев назад

      The soul only belongs to God only that is a trick the devil uses to discourage people from turning to Jesus the Saviour.

    • @PrayerNinja
      @PrayerNinja 5 месяцев назад +1

      @@ghettondlovu6458 Jesus is not the saviour in any way. We have our ancestors they are our saviour. The whole story of Jesus is not true

  • @ThembaNkosi-r8d
    @ThembaNkosi-r8d Месяц назад

    Wagadlakamnandi mphathi wohlelo ngemibuzo, ukwazi wonke amaditheli kuyosiza Nathi Uma ufika enyangeni bese ikunika into ongayazi ,,bese. Uthi Wo,! Wo?Wo! Stop angizanga ukuzothwala la.

  • @nkosnuttimccanyar1429
    @nkosnuttimccanyar1429 3 месяца назад

    Yaz ijwayelekile voice yalosisi ngath ngyazela emsakazweni on one of the big stations

  • @ZamaMahlaba-jn7ws
    @ZamaMahlaba-jn7ws 3 месяца назад +1

    Asikho yini Esa 100 years 🤣🤣🤣

    • @FH-bx9wc
      @FH-bx9wc 3 месяца назад

      It’s up to a chicken and these chicken seem to eat less grain than expected. Mhlawumbe lezinkukhu zifika sezidlile.

    • @KhethiweXulu-w6g
      @KhethiweXulu-w6g 10 дней назад

      Lol

  • @simangangomane5440
    @simangangomane5440 5 месяцев назад +2

    Mine ngiyasaba kuba mkhovu

  • @mphotau705
    @mphotau705 5 месяцев назад +13

    Everyone that you interview here. They don't look like they have money. I don't want to lie, my brother. All game n waste of our data

  • @SkipLacore
    @SkipLacore 9 дней назад

    I'm going to do the same thing, ive suffered Enough is Enough. I might die even tomorrow without anything life doesn't have guarantee

  • @thembituis6825
    @thembituis6825 4 месяца назад +1

    RIP in advanced we love you

  • @zinhlezinhle6611
    @zinhlezinhle6611 Месяц назад

    Cha siryt lesthwalo inkinga imnyaka mincane

  • @pamelamagidla1339
    @pamelamagidla1339 4 месяца назад

    Umuntu othwele nge contract ngempela ngempela usuke.esenkingeni and umuntu wokuxolelwa ngoba akekho selfish ngokuthi afune uku thwala sokubulala abangenacala

  • @SboneloAshley
    @SboneloAshley 5 месяцев назад

    Rest in peace 🎉😢ukhathazwa yini ngoba uzohamba weda😂mubuzerh mr hoster

  • @SthembisoShangase-np3mt
    @SthembisoShangase-np3mt 3 месяца назад +1

    Wow yooooo

  • @sibusisonomandla1740
    @sibusisonomandla1740 5 месяцев назад +1

    Kanti eyakho icontract enjani uthi uma ufa uhambe nazo zonke izinto zakho because izinyanga zithi iyasala imali why ethi lomama ethi izonto zakhe azisahambi kahle ethi sekunezinkinga emabhizinisini akhe plz ake ulethe inyanga izosicacisela kahle ngecontract ukuthi kanti uma ufa uhamba nezinto zakho nomama ziyasala.anyway contract is good because you go alone no one affected.

    • @cedricmazwi4675
      @cedricmazwi4675 5 месяцев назад

      Iningi labantu abathwele bahamba nazozonke izinto zabo akusiye yedwa

    • @ThandolwenkosiDonga
      @ThandolwenkosiDonga Месяц назад

      Her child is back to confirm that she's dead umama.

  • @user-om2ob4iq8u
    @user-om2ob4iq8u 5 месяцев назад

    Hmmm hai kuningi.. yhoooo haibooo kanti masilele abantu benzani Nkosiyam yheeee yhoooo

  • @siphosenkosishange548
    @siphosenkosishange548 4 месяца назад +1

    ewuuuuu useyahamba ngenxa yenkukhu nje😫😫

  • @BabaDlamini71
    @BabaDlamini71 5 месяцев назад

    Yazi bantu bakowetu ngaske umntu ati mayefuna into afikelele esiggibeni sayo azazi indaba zake, ngeke uti nge last minutes wena ufuna ubamba ushort rite kodwa wawuyothatha ushort left kanjani ngoku. Ewe kona sixakekile kodwa sometimes and nawe uzobayilonkuku for 5yrs b4 uye emathongweni akowenu hlala usazi and usayoxoxa ekufikeni kwako emathongweni

  • @thepatriot234
    @thepatriot234 5 месяцев назад +2

    Umbuso ka-5 years kuphela awusile wena

    • @thembituis6825
      @thembituis6825 4 месяца назад

      Inkinga bayakhetha ebengazi kuthi inkukhu idlile isuthi ivele ithi 1 2 isuthe unfortunately awukho second attempt 😂😂😂

    • @thembituis6825
      @thembituis6825 4 месяца назад

      Mina ngi ngabuza Mkhulu igcine nini inkuku ukudla😂😂😊

  • @BalungileCele-sn5lo
    @BalungileCele-sn5lo 2 месяца назад

    Nikela impilo yakho eNkosini uJesu uzokusiza cc akahluleki..

  • @beltarngwenya
    @beltarngwenya 5 месяцев назад

    mina ngisazbuza ukuthi kungani baningi abantu abathwele ,kazi kwakhala nyonini ebantwini,

  • @thembituis6825
    @thembituis6825 4 месяца назад

    A ngiphe u 100.000 ngoba vele seyahamba..mase befuna ukuphuma beza la eMzans.i..mabethwala baya eMoz why they don't go back to Moz and tell Mthakathi to take into yakhe???

  • @Kristy-f6c
    @Kristy-f6c 5 месяцев назад

    RIP mama.Siyakubongela.

  • @Jabulanijama
    @Jabulanijama 5 месяцев назад

    Angisoze ngaveza izimfihlo zami never!!!!

  • @sthe1867
    @sthe1867 5 месяцев назад

    Umsindo bo emuva....sesi phahla uthandaze ucolise emsamo ngeke uhambe

  • @FikileMsimango-bg1ls
    @FikileMsimango-bg1ls 5 месяцев назад +1

    Rip sis kodwa wazenza wena

  • @Zero2Hero1932
    @Zero2Hero1932 5 месяцев назад +1

    Ow aslindele i funeral ngan kuyaphela

  • @nhlakathamba5714
    @nhlakathamba5714 4 месяца назад

    ufuna ukuphila umama, sekumele ukhokhe ngezinto owazenza ngobunyama

  • @sanelengubane1806
    @sanelengubane1806 5 месяцев назад

    Bakunikeza inkukhu esuthi...inkukhu elambile ngeke idle umgqakazo owu5

  • @thembituis6825
    @thembituis6825 4 месяца назад

    Abafazi bayathwala😮

  • @angelinenelisiwe1684
    @angelinenelisiwe1684 4 месяца назад

    Makumnandi bedla imali abasho benzengani bathi hhay ukuzimisela masekukubi baphumela obala azibadle izinto zabo

  • @FaunuelDUBEEE
    @FaunuelDUBEEE 5 месяцев назад +1

    Ayi ngathi ngamanga lawa 😅😅😅😂

    • @user-wp2ot5bh9f
      @user-wp2ot5bh9f 5 месяцев назад

      Ay NAMI Lena is not make sure ngathi amanga lawa anamhlanje

    • @asiphekhalala2615
      @asiphekhalala2615 5 месяцев назад

      I blame the chicken 😂😭

    • @sanelisiwezungu1048
      @sanelisiwezungu1048 5 месяцев назад

      Could be true IV heard of this one, futhi mawufa kuthiwa Ur spirit works for others who will take lesthwala lesi..if u believe in dying and going to Ur ancestors awuyilapho..they were supposed to explain to her

  • @tinachoeu-wp4vw
    @tinachoeu-wp4vw 23 дня назад

    Notice behind

  • @ViolaMahlobo
    @ViolaMahlobo 2 месяца назад

    Mama khalela moya wakho uzoyaphi

  • @MiltonNqobileNcube
    @MiltonNqobileNcube Месяц назад +1

    Please brother try to control the back ground noise this is a sensetive interview

  • @ThandolwenkosiDonga
    @ThandolwenkosiDonga 5 месяцев назад

    Inhlupheko ibuhlungu but we survive ngalokho esinakho okuncane. As long as we are happy with our kids. I'm sorry my sister but you cannot spend imali kasatan and expect to go scot free, it doesn't work like that.

  • @user-ge2pb1yf9w
    @user-ge2pb1yf9w 5 месяцев назад +1

    Kunomsindo wabantu ngemuva

  • @SakhileGumede-dd2vr
    @SakhileGumede-dd2vr 4 месяца назад

    Ngicela inumber yakho mama

  • @khulekanidennis6390
    @khulekanidennis6390 5 месяцев назад +1

    Bhuti awuke uzame ukuba professional
    Ngemibuzo yakho🙄

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 5 месяцев назад

    Maye nkosyami, sengoze nginqunyelwe inkukhu iskhathi sokuphila kwani... inkukhu nje?!🙄

  • @user-hg6sb7jv8c
    @user-hg6sb7jv8c 3 месяца назад

    Hamba uyethwala kwenye inyanga , onother contract on top of thjs 1

  • @Hlulukufa
    @Hlulukufa 3 месяца назад

    Ngingamusiza uma esaludinga usizo aphume.

  • @phumlatshobeni2059
    @phumlatshobeni2059 5 месяцев назад

    Ngoba ayina bungozi nje mama , kutheni ungavuseleli nje

  • @incomplitesamples9287
    @incomplitesamples9287 4 месяца назад

    Akangasizwa lona akayekwe kanjena angithi naye sebulale abantu abaningi 😅

  • @preciousmosotho
    @preciousmosotho 5 месяцев назад +1

    GOD make a secret to know your date of Death ,You take your life from GOD s hand and sold your life to the devil so the devil diced on when you should die aze a kujele nawe

  • @ThembelaNgeteni
    @ThembelaNgeteni 5 месяцев назад +1

    Uzosinda uba ukhangele uncedo aphinde athwale ngolunye uhlobo not contract

  • @thembituis6825
    @thembituis6825 4 месяца назад

    Ekgcineni umuntu weeee ay awungipha u 100.000 nje kuphela

  • @nonkululekomadonsela1565
    @nonkululekomadonsela1565 5 месяцев назад

    Umsindo ngemuva asizwa kahle

  • @zodwamazanga3017
    @zodwamazanga3017 5 месяцев назад +1

    Was it worth though?u will loose your life and your children will be left to suffer,so what was the use?yoo😢

  • @Onikajimana
    @Onikajimana 28 дней назад

    Is she the mother of the girl who came here? Asking for isithwalo

  • @siyabongagoqo3992
    @siyabongagoqo3992 5 месяцев назад

    Ewu kanti futhiumcebo awsaleli bantwana. Impilo iduru kakhulu bakwethu ekutheni singaykala ngenkukhu nomgqakazo bakwethu

  • @leeshinga2369
    @leeshinga2369 19 дней назад

    😢

  • @user-qs9dm4je4r
    @user-qs9dm4je4r 5 месяцев назад

    Ungasizakal cz inkukhu yemimoya leyo akuyona inkukhu nkukhu imimoya

  • @TeaObsession
    @TeaObsession Месяц назад

    She was supposed to add another contract to delay death

  • @simpleforex1299
    @simpleforex1299 5 месяцев назад +4

    But they got what they wanted so why are they crying now?

    • @chicomkhwanazi5506
      @chicomkhwanazi5506 5 месяцев назад +1

      True ngisasho nami. Uhambe ngomqondo ophelele ngoba efuna impilo manje usefuna ukujika. 😂 liphi iqiniso lapho. Bekazi ukuthi uzophila u5 years nje. Makajabulele ukuthi uyitholile into yangempela yena esebenzayo, Baningi abafowethu abadliwa imali lapha ngaphandle bafuna lento. Ingenzeki kodwa imali ibihambile😅 impilo inzima kodwa.

    • @iam.slingshotbb
      @iam.slingshotbb 5 месяцев назад

      Yes izinto bezihambakahle kumnandi ngoku ixesha lifikile ufuna uncedo icontract bathi uthathile uthathile omkhulu bathetha lemihla besifundisa please qubeka unye imali😅😅😅😅