Ingane yami yagxotshwa ngesiqgulo ngibhekile mhlazane ngithwala | UKUHLUSHWA IZITHWALO | S1 - EP17

Поделиться
HTML-код

Комментарии • 430

  • @khayelihlemakhanya1623
    @khayelihlemakhanya1623 7 месяцев назад +46

    Ngingamane ngihlupheke ngeke ngezami iyingane ukhohlakele udadewethu

  • @ThembanzimandeNzimande
    @ThembanzimandeNzimande 7 месяцев назад +54

    Bazalwane asikhulekeni ngamandla sekuyagogqa

  • @WandiMabuya
    @WandiMabuya 7 месяцев назад +19

    Noma uthi singajahi kodwa eyakho le ngeyakho wedwa salute

  • @NomkhulekoMandlate
    @NomkhulekoMandlate 7 месяцев назад +34

    😢mina ngikhulelwe&ubaba wengane uthi akayidingi&ufuna ukuthi ngiyoyikhipha.kodwa mina ngayiyeka ingane ngizoyondla ngemali yebuSecurity okungumsebenzi wami&angizisoli

    • @Rewards2BlockB
      @Rewards2BlockB 7 месяцев назад +4

      Ungayikhiphi dadawethu ingane sibaningi nje esizondlela izingane ziyakhula neyakho izokhula neyami ino 13 yrs wayithi ubaba ways angiyikhiphe angivumanga isikhulile manje.

    • @NomondeMdingi-e9u
      @NomondeMdingi-e9u 6 месяцев назад +2

      Wenza kahle lv ungaykhiphi owami wayibalwka ngino 4 month ngimithi isino 22 manje ngihappy ngo bbe girl wami❤

    • @maletinokwenzani6761
      @maletinokwenzani6761 6 месяцев назад +1

      Ungayikhiphi cc izokhula nje ingane nklnkl zoklekelela

    • @ZamaGuliwe-ps6fe
      @ZamaGuliwe-ps6fe 5 месяцев назад

      Wami una 2 yrs and ngi driver u moop emakhaya ebantfu and si hapoy with my son. Ngisho kutsi wenta kahle grl❤

    • @bonniek-bikwayo8937
      @bonniek-bikwayo8937 4 месяца назад +1

      @@NomkhulekoMandlate Uze ungavumi sthandwa sam, maybe ileyongane eyokuyekisa ukusebenza! Khohlwa umuntu ongenazwela lwengane engenacala🙏

  • @alfredmotloung7624
    @alfredmotloung7624 7 месяцев назад +49

    This is the scariest Isithwalo I've ever heard on this channel sibuhlungu yazi...I lost my first born back in 2015 even now I still think of him

    • @bonniek-bikwayo8937
      @bonniek-bikwayo8937 7 месяцев назад +6

      I had a misc.. maybe 15yrs back, but even today akupheli!!! How can she do this lo cc????

    • @NonhlanhlaMonyepao
      @NonhlanhlaMonyepao 7 месяцев назад +1

      Abantu bangayenza noma ngabe yini ukuze babe Nemali yoh

    • @bhekidlamini8717
      @bhekidlamini8717 6 месяцев назад +1

      Abantu banganqunywa ngisho umunwe for money

    • @mbalisaesthetics2588
      @mbalisaesthetics2588 4 месяца назад

      ​@@bonniek-bikwayo8937😅😅

  • @sindiswayose4273
    @sindiswayose4273 7 месяцев назад +25

    Ma South Africa amahle Uma singabhekanga liyafa elikaMageba liyathwetyulwa phaphamani😢😭💔

  • @Lindani-qd2gn
    @Lindani-qd2gn 5 месяцев назад +1

    Syabonga king Schaka uhlelo lwakho luyasiqwashisa kakhulu ngezinto eziyingozi nebesingazazi keep it up mfwethu

  • @nomzamomoloi1085
    @nomzamomoloi1085 7 месяцев назад +26

    😭😭😭😭😭😭😭😭💔💔💔 ai Sisi ngeke this is worse and too much, umntwana pho! Into ebuhlungu kanje pho ngomntwana 😢😢😢 ngyasisaba isibindi sokuthanda imali.

  • @PhilileMalevu
    @PhilileMalevu 7 месяцев назад +15

    Ungamsizi sdalo nje baba Gasa usathane lo angimfisi nje ubulala amathumbu akhe impela ebhekile ngenxa yemal 😢😢😢😢😢slima sentombazane sathane sdwedwe ngath nje ungangasizakala skhohlakal phelelwa yikho konke uze ufe uhlupheka 😢😢😢

    • @NkosibonileNgwane
      @NkosibonileNgwane 7 месяцев назад +2

      Yaz angikaze ngidinwekanje usathani uqobo

    • @ZikhonaQgaza
      @ZikhonaQgaza 4 месяца назад

      Yooooh imali bantakwethu yazi Andina mntana kubuhlungu sedimbetha mntana 😭😭😭😭😭😭

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 7 месяцев назад +2

    Jhoooo indaba yezithwalo nje inkonga ziyahlukumeza emoyeni wami. The way engizizwa ngiyiyo ngivele nje ngazizwela ngifile emoyeni cabanga nje ngimelwe ukuyokhuleka kuze ngiphume kulendlela engikuyo..jhooooo bazalwane kubi ngenyindlela ezweni..kangakanani e Zulwini sekwahlulelwa ngemisebenzi ..ukuba kuya ngami ngabe baya kholwa baphendukele ku Nkulunkulu ngoba kuhle ukukholwa nokwahlukanisa okubi nokuhle..LITHI I BIBLE..ASISHIYE KONKE NEMINAKO YALELIZWE SIZE SIKUSHAYE INDIVA NJE.

  • @thuly462
    @thuly462 7 месяцев назад +7

    This is too much sis unenhliziyo embi uyalayeka ngathi ungangakuthola ukuphumula isbindi esngaka usthathaphi ngek ulingene izulu😢

  • @kpt_forever
    @kpt_forever 7 месяцев назад +8

    Ukuhlutshwa Izithwalo is the best show on Blaqlife 💯

    • @NkosibonileNgwane
      @NkosibonileNgwane 7 месяцев назад

      Ziyabanyisa

    • @VuyiswaMphandle
      @VuyiswaMphandle 7 месяцев назад

      Iyanyanyisa lento futhi ayinyamezeleki ngendlel ebuhlungu ngayo . Waze wamncane unentliziyo enonya kanje pho umbulale ephila pho ngenxa yemali kodwa lunye usuku lwakho .khawuzame ukushintsha cc ubengumntu okwangku uyisilwane 😭😭😭😭

  • @PhahlaneLazarusMashele
    @PhahlaneLazarusMashele 2 месяца назад

    Siyabonga sifunda okuningi ngempela kudzima langaphadle ungabahalela uthi baphila kahle kanzi bayahlupheka shem Imali impande yesono.

  • @Nomusamlaba-k8h
    @Nomusamlaba-k8h 7 месяцев назад +8

    Ai ngyafisa ukuqhubeka nayo ngilalalele ai ngathi inesihluku kakhulu 💔😭😭

  • @sandratepanyoni5076
    @sandratepanyoni5076 7 месяцев назад +23

    🇿🇼🇿🇼😢😢In President Robert Mugabe's voice UNESIBINDI 😢😢hawuuuu wavuma 😢😢

    • @sandratepanyoni5076
      @sandratepanyoni5076 7 месяцев назад +1

      Yaa uzoshawa luvalo akhumbule lelolanga ebulala an innocent soul avele ayizwe futi isikhala

    • @sphola.mzeke7223
      @sphola.mzeke7223 7 месяцев назад

      😂😂😂😂😂

  • @Mahle-o3j
    @Mahle-o3j 7 месяцев назад +10

    Yoooooo cha imali ngyaythanda koda hhay ngengane yam nomndeni wam

  • @LydiaXinzelele-x9o
    @LydiaXinzelele-x9o 7 месяцев назад +15

    Yhooo kwabuhlungu kodwa mawuzobulala kwalabantwana bakho Kanti uzoyidla nabani yonalomali yhoo khaniyeke izthwalo bantu

  • @LungeloShembeMazibuko
    @LungeloShembeMazibuko 7 месяцев назад +15

    Sacela abazobonga nibaveze futhi sizwe ukuthi bayasizakala yini

  • @BonnieDonga
    @BonnieDonga 7 месяцев назад

    Siyabonga msakazi uhlelo lokusiza abantu bathwele nzima ngaphandle sibonge kakhulu umkhulu uGasa

  • @ZamazwideNdwandwe-bs4dk
    @ZamazwideNdwandwe-bs4dk 7 месяцев назад +13

    Angisafuni nokuqhubeka😢😢😢

  • @masentlejiyane6021
    @masentlejiyane6021 7 месяцев назад +6

    I feel like crying , she should hv waited for God's timing, or should hv volunteered, somewhere, in government department

  • @ZandyMthethwa
    @ZandyMthethwa 7 месяцев назад +89

    Billionaire Nigerians movie straight le😮🥺

  • @TsotangMakawane
    @TsotangMakawane День назад

    Yooo ngathi ngiyabona begaya ingane yami aweee Nkosi isililo sengane uuh Ubuhlungu ebuzwile nkosi yami izifikela emhlabeni nkosi awee

  • @thnymhlaba179
    @thnymhlaba179 7 месяцев назад +2

    Yoh yoh yoh wakhohlakala umama yezwa....y kodwa madoda 😮. Yoh labhubha Izwe madoda....

  • @NkosibonileNgwane
    @NkosibonileNgwane 7 месяцев назад +3

    😢😢😢kahleni kantikungeneni e south Africa

  • @SlindileDlamini-z9s
    @SlindileDlamini-z9s 7 месяцев назад +3

    Yoooo ngavele ngagodola ngingakadedi nokulalela imfihlo

  • @thandibaloyi4411
    @thandibaloyi4411 7 месяцев назад +2

    Gods blessings add no sorrow. Wait on the Lord. What profits a man to gain the whole world and lose his soul. You can buy a bed with those monies but you cant buy sleep. May we learn.

  • @lungiemda2029
    @lungiemda2029 7 месяцев назад

    Ukh9hlakele nje kwaphela ,ngyakubonga with mashembes voice

  • @ZamaMahlaba-jn7ws
    @ZamaMahlaba-jn7ws 6 месяцев назад +3

    Yeyi kunzima lah ngaphandle 💔💔💔💔

  • @ntombifuthindhlovu9104
    @ntombifuthindhlovu9104 7 месяцев назад +1

    I love this show it is an eye opener and brings awareness. Thank you to the people who come to tell their stories.❤

    • @bmshik
      @bmshik 4 месяца назад

      Yo this one is worse

  • @portiaroye4410
    @portiaroye4410 7 месяцев назад +6

    Mina ngisesolinda uThixo ukuthi angikhuphe entluphekweni noba ngife ngihlupheka kulungile

    • @xolisileagofure5322
      @xolisileagofure5322 6 месяцев назад

      Let Jesus Christ will be done in our life Amen🙌

  • @NonhlanhlaSkhakhane-bc2mp
    @NonhlanhlaSkhakhane-bc2mp 6 месяцев назад

    Hawu hawu hawu Jehova mayeeee

  • @nkolisekosamka404
    @nkolisekosamka404 7 месяцев назад +14

    The whole social worker phoo😮

  • @blackpetergodoliotv940
    @blackpetergodoliotv940 2 месяца назад

    Yoooo yashaqisa le une sbindi straight ngyakuzwela

  • @GuguZibani
    @GuguZibani 4 месяца назад

    Awu kodwa esekhala cc awuuuuuu . Kungcono ngisho ukusikhipha iseyihlwili awuuuu isikhala kwathini kuwe . Ngoba ngiyayisaba into esiyenza ngendaba yaleliphepha elinekhanda

  • @nokwazihlela
    @nokwazihlela 5 месяцев назад +1

    Àngikujaji cc kodwa awuyi derserve ingane . Mina ngingu Jehova ubungenke ungbone ngiphinda ngikupha umntwana.

  • @timothythembamakhathini7188
    @timothythembamakhathini7188 7 дней назад

    Ngathi unkulunkulu angasheshe akulande, ungcolile babulala umtwana wakho kabuhlungu kanje bemgaya ephila. Manje ufuna ukuphila kahle. Khohlwa ngeke. Zibulale ungusathane😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢

  • @nothilekhuzwayo7284
    @nothilekhuzwayo7284 Месяц назад

    Okokuqala nje hamba uyohlambuluka kuni nakubaba wengane bese uxolisa kuNkulunkulu nakuyo ingane uqono.
    Bese uthola umuntu ozokusiza uyizale leyo ngane uyigqokise uyilande uyingenise ekhaya ugezwe nawe. Uyokuthola ukuphumula mhla nayo yathola ukuphumula. Uyikhiphe nakuleso sigqulo. 🙏🏾😥😥😥💔

  • @NomawisileMthembu
    @NomawisileMthembu 7 месяцев назад

    Kwaze kwanzima ,kujahweni weyingane anike nizfundise ukulinda ningajahi izinto ,noma nikholwe egameni lika Jesu waseNazaretha nizothola ukuphila okuphakade

  • @SphesihleZungu-em2bd
    @SphesihleZungu-em2bd 7 месяцев назад +2

    Yooh ayy isibind ninaso emhlabeni

  • @NontobekoNontobeko-y1d
    @NontobekoNontobeko-y1d 7 месяцев назад +2

    Ay ngeke kunzima straight kulomhlaba

  • @DuduzileRakomana
    @DuduzileRakomana 2 месяца назад

    Ukhohlakele we ngane😭💔 uyofab uzilanda hawu😭😭😭😭😭😭

  • @nozinhlekhumalokumalo7855
    @nozinhlekhumalokumalo7855 5 месяцев назад

    Yooooooooh Jesus yooooh mmaweee😢😢😢😢😢😢😢ngaze ngakhala vele kuphakama Yonke into emzimbeni wami

  • @JaneMhlanga-ih2ig
    @JaneMhlanga-ih2ig 4 месяца назад

    Ayi ngiyaqala ukuyizwa into ebuhlungu kanje ibe yenziwa umuntu wesimame hawuuu Jehova lento ngayibona ku movie yama Nigeria 😢😢💔💔💔

  • @WonderMalindisa
    @WonderMalindisa 7 месяцев назад +3

    Ngizinyanyakabi izinyanga

  • @chicoxolilemkhwanazi5506
    @chicoxolilemkhwanazi5506 7 месяцев назад +13

    Iphi I Van yamaphoyisa aboshwe nalabathakathi bakhe

    • @zuziwe.
      @zuziwe. 7 месяцев назад +1

      Qobo

    • @LucyMvimbi
      @LucyMvimbi 5 месяцев назад +1

      Yinja yomfazi ufanelwe ngudilika jele Satan uqobo lwakhe😢

  • @SmahKweyama
    @SmahKweyama 7 месяцев назад +1

    Umntwana isipho .esivela kunkulunkulu .ibuhlungi cc into owayenza akesiyekeni ukuthanda izinto ezisheshayo

  • @nombalimbewana1647
    @nombalimbewana1647 5 месяцев назад

    Wamncane Gasa azi lukhulu bakithi eyi zinzima izindaba la ngaphandle

  • @NtombiMadlala-pe7eg
    @NtombiMadlala-pe7eg 7 месяцев назад

    Kwaze kwanzima jesu ngenxa yemali usungaze ubulale umphemfumlo ongenacala buya nkosi kodwa uthini emazulwini 😭😭🙏

  • @thokozilesibiya202
    @thokozilesibiya202 7 месяцев назад +5

    Khunini ngithi yho!!! 💔

  • @constancedladla3163
    @constancedladla3163 7 месяцев назад

    Sikuphi is godly sakho mkhulu

  • @nkosinzama4950
    @nkosinzama4950 7 месяцев назад +9

    Sengya-understand lamazwe ase Africa agcwele la eMzansi lenhlupheko egcwele khona idalwa ukwanda kwabantu abenza imsebenzi ka sathane.

  • @LeloMfiso
    @LeloMfiso 2 месяца назад

    Ai ngyakujaja shem unesbindi yoh intebhlungu kanje😢😢😢😢😢

  • @NothandoMalunga
    @NothandoMalunga 7 месяцев назад

    Ufuna enye ingane uzothi muxakekile uyothwala ngayo futhi awukhuleki wena ugqula you own blood Jesus Christ uzubenami paradise 😢

  • @NtokozoGumede-h2s
    @NtokozoGumede-h2s 7 месяцев назад

    Yoooo ingane yami ngiyigqule iphila,ngamane ngihlale nginje,abantu bathanda into ezibuya kalula,lengane uyoyithini emathongweni,ngeke uJehova esakunikeza ingane ngendlela owenze isihluku ngayo ingane,so wena ukhathazeka ngokuthi iyakhala,kube ayikhali kube awunendaba,sinezibindi singabantu siphila,unembeza walebhodlela olenga la uthini unembeza mihla namalanga ubona lelibhodlela

  • @samuzwane9481
    @samuzwane9481 7 месяцев назад +10

    Liyabhubha Nkulunkulu wami 😢

    • @sbusisolawrence3553
      @sbusisolawrence3553 7 месяцев назад +2

      Hhey abantu ungababona benemali imfihlo abanayo yyoo

    • @nwsaTV
      @nwsaTV 7 месяцев назад

      Yoooh

  • @HappinessKhewula
    @HappinessKhewula 7 месяцев назад +7

    Yhoooo hhay ngeke kungamane kuyekwe ndihlale ndhlupheka ndinjalo kunokuba ndinikele ngomntwana wam

  • @thulanokwazihlabisa16
    @thulanokwazihlabisa16 7 месяцев назад +1

    Yonkosiyami chanami ngiyaku dinga Baba

  • @Ididnottopenthisaccount
    @Ididnottopenthisaccount 7 месяцев назад

    Uma abantu bengamazi uNkulunkulu,bekhona izinto zabo,uNkulunkulu uyabayeka baqhubeke nezinkanuko zabo.....kuba nje.Kusazoba worse until we go back to God

  • @yolekamapoma5217
    @yolekamapoma5217 7 месяцев назад +3

    Ababulali aba

  • @NothandoMalunga
    @NothandoMalunga 7 месяцев назад

    Aibo Jehova sbindi esingaka mama ai ngyasisaba isbindi sakho sinamathambo aibo💔😭😭

  • @nkalakathabeybuza
    @nkalakathabeybuza 6 месяцев назад

    Ubusisiwe ongayazi imfihlakalo kasathane

  • @sboneloncube897
    @sboneloncube897 6 месяцев назад

    Yeyi minangesaba lokhu emandulo imali ibingasebenzi okhokhobethu bebelima kudliwa imvelo.umdali we Zulu nomhlaba owabokhokho bethu wayeyenze yabayimfihlo imali ngoba eyazikahle ukuthi izosinika inkinga lemali singabendlu emyama.yingakho isisenzisa izinto ezibuhlungu nakanje uzobathola abazoyixosha lengane yakho.kodwa ezweni lomoya kubokhokho ufika uthini sisi ngesihluku esingaka ngenxayemali asifundeni ukubekezela😭😭😭

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 7 месяцев назад

    Usezweni kodwa uyokwenza kube kuhle kodwa u Jesu umile njalo nje ..

  • @sbongakonkenothando7962
    @sbongakonkenothando7962 7 месяцев назад

    😢 hau we cc unguhlobo luni lwesilwane , ngeke usalungiseka wena... aybo

  • @BusisiweGama-lk1pm
    @BusisiweGama-lk1pm 7 месяцев назад

    Hhayi umhlola lo isibindi esingaka yooo aycha angeke ngenzalo Yami ngingamane ngihlupheke yooo

  • @contancehlatshwayo4146
    @contancehlatshwayo4146 Месяц назад

    Hai inzima impilo nomakungathiwa ngithathe ingane kamakhelwane ngeke isibindi esingaka ntombazana ngiyakwesaba

  • @EdithGumbo
    @EdithGumbo 6 месяцев назад

    Mina ngicela lingxolele ngoba ngizamehlulela u cc awufanele ukuthola abanye abantwana angeke ugige umtanakho umbhekile ngiye ngikuzwe kukhohlakala kodwa okwakho kuphambili 💔

  • @amandazama7129
    @amandazama7129 4 месяца назад

    Akakwazanga ukucabangela impilo yengane yakhe kodwa uyayicabangela indoda 💔💔

  • @BongephiweMkhwanazi-tw3xz
    @BongephiweMkhwanazi-tw3xz 7 месяцев назад

    Ngiyakwesaba ubulale amathumbu akho ngeke usabathola abantwana yingakho bekubiza nge Ngulube esesakeni mina ngikubiza ngemamba sengathi angakuklinya umntwana ungakutholi ukuphumula ngiyakufisela

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 7 месяцев назад

    Eyiiiiiii bhut wami ekugcineni uyokwahlulela kunye nabenzi bokubi noma engagezw akususi lutho.

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 7 месяцев назад +1

    EZWENI EZWENI WEMAH

  • @SmilingCondorBird-dj4fw
    @SmilingCondorBird-dj4fw 4 месяца назад +1

    Ivoice ngathi yindoda sengimangele ukuthi indoda imitha kanjani😮😮

  • @CebilePrecious-lo2ls
    @CebilePrecious-lo2ls 7 месяцев назад

    Umuntu wesifazane wazewanesibindi cc ingane yakho yokucala pho....lawuyibona khona kuth umuntu nawe😢😢😢

  • @thandodada7068
    @thandodada7068 7 месяцев назад

    Ngiyasesaba isibindi salentombazane, Kodwa ungavuma ukuthi ingane igqulwe iphila ize ife, hawu , washonaphi unembeza . Ngenxa yemali nje ubulale ingane kabuhlungu kangaka.
    Okudingayo nje wukuguquka ucele uJesu Kristu abe yiNkosi nomsindisi wakho.

  • @QueenGT777
    @QueenGT777 6 месяцев назад

    Bakutshele early ukuthi bazo kwenzenjan, eskhundleni sokuthi ubaleke waqhubeka! Aybo!

  • @BusisiweGama-lk1pm
    @BusisiweGama-lk1pm 7 месяцев назад +1

    Iyoo Babu luqa uyazizwa izimanga nawe ufuna I cancelling imihlolo oyizwayo I wonder uyakhona yini ukulala ebusuku ngoba ayicha ziyakhala kuloluhlelo lwakho mmm

  • @BusisiweGumbi-k3j
    @BusisiweGumbi-k3j 7 месяцев назад

    Kungcono ukuthi ufe sisi nawe waze wanenhliziyo embi jhoo😢😢💔💔

  • @Mzwakhe-ed2bn
    @Mzwakhe-ed2bn 7 месяцев назад +1

    Siyayithanda ngempela imali kodwa lokhu kunzima kakhulu lokhu.

  • @tandybrockett1308
    @tandybrockett1308 7 месяцев назад

    Ame Amen nkosi Amen

  • @sbusisosbu9981
    @sbusisosbu9981 7 месяцев назад +13

    Billionaires club movie
    Kanayo o kanayo
    Clem ohameze
    And the great Pete Edochie

  • @User-g5g3f
    @User-g5g3f 7 месяцев назад +21

    Mara lo sisi Yooh.... Ubulele umntwana wakhe for imali ai😢

  • @sindisiweconstance989
    @sindisiweconstance989 7 месяцев назад

    Ukube uyazi kumunandi kanjn ukuba uMa izingane ziyisibusiso wena.Wakhetha ukuba umagaya azidlele isono esingaka😢😢😢

  • @ZinhleloAphiweNgema
    @ZinhleloAphiweNgema 7 месяцев назад +1

    Aw ngeke ngane yami pho

  • @ntombizodwaluphindo2206
    @ntombizodwaluphindo2206 7 месяцев назад

    Mhhh ukhohlakele uyayithokozela na lemali oyithola love of money is the root of all evil

  • @zinhlembokazi6765
    @zinhlembokazi6765 3 месяца назад

    Fear umuntu wesifazane😢

  • @sbekezelospndlovana7599
    @sbekezelospndlovana7599 3 месяца назад

    Am also a UNIZULU former student nd still unemployed eish ukungasebenzi kuyinkinga kusilidela ezilingweni

  • @ThandekaKhomo
    @ThandekaKhomo 3 месяца назад

    Nesbindi wecc wabantu

  • @elizabethnkosi715
    @elizabethnkosi715 7 месяцев назад

    Labantu bazenzela bona kahle kahle lezithwalo ubani unje ongakupha umcebo eg ubhadale 50k uthole 1m ayenzi qhondo hai ayibalance

  • @BonganiNgema-dt3ms
    @BonganiNgema-dt3ms 6 месяцев назад

    Mshayeli wohlelo imibuzo yakho IBA micane kakhulu sigcine singalutholi Kahle udaba.asizwanga noma locc beseke wakhuluma nenyanga athwala kuyo yathini.wakuthola kuphi kanjani ukuthi inyanga,ayisebenzisanga kuye kuphela lesisithwalo noma lomuthi.

  • @Nkosekhaya
    @Nkosekhaya 7 месяцев назад +1

    Thathile thathile sisi bekezela akuseke ubuya emuva

  • @thoko2804
    @thoko2804 7 месяцев назад

    Isibindi esingaka yhoo ngeke Mina ngivume ngengane Yami

  • @alfredmotloung7624
    @alfredmotloung7624 7 месяцев назад +8

    King Scaka good morning to you and blaq live tv...I have this long friend of mine which I love so much which I used to work with her... she used to have a side hustle, selling perfumes and Tupperware and her business was doing well...to cut the story short,her sister is on business and my friend was told that her sister Uthwele and it's affecting my friend because now she lost her job everything is doing she doesn't succed because of Isithwalo saga sisi wakhe and her sister is doing well on the other side...so I just want to know Uguthi can you able to help my friend overcome this I love my friend she is a hard worker and she has 3 kids and a single parent thank you very I hope my friend will find help

    • @claudiamakhathini7515
      @claudiamakhathini7515 7 месяцев назад

      Contact umkhulu Gasa, kuzolunga❤

    • @simpleforex1299
      @simpleforex1299 7 месяцев назад +1

      Tell your friend to come to the show, that way she will get free help

    • @alfredmotloung7624
      @alfredmotloung7624 7 месяцев назад

      @@simpleforex1299 yes but King Scaka must give me a permission first I can't just decide remember there are a lot of people thank you for your input...

    • @KingSchakaLuqaTV
      @KingSchakaLuqaTV 7 месяцев назад

      N​@@alfredmotloung7624 mmmm luyezwakala udaba lukamgani wakho cc ngizolinda I producer iphendule kulokudaba lwakho I hope kuzobakhona okwenzakalayo but I think indlela elula ilena yokuthi afike kwi show ezosilandisa udaba lwakhe

  • @KwaneleMemela-p4t
    @KwaneleMemela-p4t 3 дня назад

    Ngengane yakho cc unesibindi imali eyayitheni ngamathumbu ami, angathi thixo angakuncisha mpilo yakho yonke

  • @PrincessZulu-ip1gw
    @PrincessZulu-ip1gw 7 месяцев назад

    Noma ningashokanjalo nithi singajahi kodwa nina nenza izinto ezimbi ezinzima ezibuhlungu nonembeza awusekho kubantu,ngiyanyanya kakhulu.Yikho uThixo esidikila kabuhlungu kunethe izimvula ezinkulu sife,sibulalane sodwa singabantu 😢😭😭😭😭😭

    • @tinangubane9349
      @tinangubane9349 7 месяцев назад

      U Thixo kdw yen usuke evumelani ukt abantu bakhe abadalwa uye babulalane bephinde behlukumezane kabuhlungu kangaka usuke ethule ethini???

  • @sbusisolawrence3553
    @sbusisolawrence3553 7 месяцев назад +1

    Hhabeeee kant awfuni ukushiya isthwalo ufuna ukuphila kahle,yaz mina anginayo inhliziyo embi kodwa losisi angifuni asizakale,ngifuna ahlupheke aze ayo confess kubaba wengane aveze konke iqiniso

  • @JeanetteMosetlhe
    @JeanetteMosetlhe 4 месяца назад

    Konzima e mhlabeni

  • @MaggieMotaung
    @MaggieMotaung 4 месяца назад

    Male mpathe yesono😭😭😭😭😭💔💔

  • @KateMbatha-w8c
    @KateMbatha-w8c 7 месяцев назад

    Unesono wemuntu wesimame esinje isono .....kuyimanje yini onayo usagwilikile sengathi usizo ungeluthole mphefumulo ongenacala

  • @ThandazileMsweli-sl6wf
    @ThandazileMsweli-sl6wf 7 месяцев назад

    Kunzima emhlabeni mmm ubulale uswane pho oluzalile pho kufanele kubekhona amaphoyisa la siyacela