icilongo 77 kanye nawe Nkosi yam

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 2 фев 2025

Комментарии • 33

  • @mfanafuthinyadi6679
    @mfanafuthinyadi6679 2 года назад +16

    Namhla ngiyaqhutshw’umoya
    ‘Kuthandaza, Nkosi yami
    Ngiyacela, mangihambe
    Kanye nawe Nkosi yami.
    Refrain
    Kanye nawe, Nkosi yami,
    Kanye nawe, Nkosi yami,
    Mangihamb’imihla yonke
    Kanye nawe, Nkosi yami.
    Refrain
    Angifun’eyam’indlela,
    Mayiphel’intando yami.
    Mangihambe mina kodwa,
    Kanye nawe Nkosi yami.
    Refrain
    Angifisi yon’imfuyo
    Ize kimi, Nkosi yami.
    Ngicebile he kakhulu,
    Nxa ukimi, Nkosi yami.
    Refrain
    Nom’indlela inohlupho
    Noma inde, Nkosi yami
    Noma iya eGolgotha
    Ngiye nawe Nkosi nyami.
    Refrain
    Lilungil’ijokwe lakho,
    Awuhluph’umthwalo wami.
    Ngiyabonga ngisahamba
    Kanye nawe Nkosi yami.

  • @samkelosibiya2700
    @samkelosibiya2700 5 лет назад +9

    Awuuu bafwethu, ngoba lengoma ngyayazi futy ngiyijwayele kodwa kwangathi ngyaqala ukuyizwa🙌🙌😢

  • @jabulisiledhlamini8223
    @jabulisiledhlamini8223 3 года назад +4

    Uyangibusisa nangu umhlabeleli,shangatsi ngingawuhlabel njalo malanga onkhe ngite ngewelele ngesheya kwemfula iJordan ngingene ekhaya lethu bazalwane!!

  • @sandilemkhize9186
    @sandilemkhize9186 9 месяцев назад

    Its the firts I'm hearing this song. But I always listen to icilongo levangeli.

  • @thenjiwesithole9165
    @thenjiwesithole9165 2 года назад

    Umhlabelelo engiwuthanda kakhulu ey nkos yam God bless amen

  • @drfezilepotwana9478
    @drfezilepotwana9478 5 лет назад +6

    May God Almighty find pleasure in all these who sing for the spread of His gospel and remain anchored in His love

  • @menzivilane9846
    @menzivilane9846 5 лет назад +8

    Just reminds me of my Church back home,Church Of Christ. Kanye Nawe Nkosyami!

  • @nkulemaphs8329
    @nkulemaphs8329 4 года назад +6

    My God🙌🙌. Yangikhumbuza e Apostolic Church of Christ

    • @bahletshoba1804
      @bahletshoba1804 4 года назад

      Kwa Khoza, ngake ngakhonza khona Nam some time ago. I left because ngangingavumelani nesifundiso. Kodwa babehlabelela bona bakithi

  • @zanelekhumalo2556
    @zanelekhumalo2556 2 года назад

    Kunento eyenzekayo kweyami impilo uma kuculwa icilongo,ngiyamthanda uNkulunkulu kukhonza Lana akudlulisa khona.

  • @jaconneli878
    @jaconneli878 3 года назад +2

    Nguye izolo nguye namhlanje amen

  • @thenjiwesithole5304
    @thenjiwesithole5304 3 года назад

    EY Jesu umhlabelelo wami ngiwthanda kakhulu phambili necilongo levangeli

  • @mrsn9983
    @mrsn9983 4 года назад +1

    My God! oh Nkosi. Kanye Nawe Nkosiyami

  • @ntombikayisevilane1609
    @ntombikayisevilane1609 5 лет назад +4

    Amen
    God bless 🙏

  • @sanelembuyazi6513
    @sanelembuyazi6513 4 года назад +1

    Mangihamba imihla yonke🙌🙌

  • @siboneloish
    @siboneloish 3 года назад +1

    This reminds me of my late grandmother, well sang, god bless you

  • @thandazilezuma9352
    @thandazilezuma9352 4 года назад

    Yebo...JESU mangihàmbe kanye nawe 🙌🙌

  • @nomfundogcabashe9572
    @nomfundogcabashe9572 4 года назад +3

    Hallelujah 🙌. Where is the church?

    • @Calvarymedia572
      @Calvarymedia572 2 года назад

      Rock of Ages Scottburgh Amandawe or Cross Baptist at PMB

  • @cliffnofilita1821
    @cliffnofilita1821 Год назад

    Where can I get this church in Jhb?

  • @sinethembahlabisa4305
    @sinethembahlabisa4305 5 лет назад +1

    ohhh yes.... glory

  • @noziphongcobo7911
    @noziphongcobo7911 4 года назад +1

    Kanye nawe nkosi yam🤞

  • @thenjiwesithole9165
    @thenjiwesithole9165 Год назад

    My song bless amen

  • @mcebogasa9440
    @mcebogasa9440 5 лет назад +1

    ........Mmmmhmm in GOD we trust..

  • @vuyanidlamini5053
    @vuyanidlamini5053 2 года назад

    I can imagine the last day of myself on this planet when friends and relatives pay their last respect to me

  • @bhekibhembe1327
    @bhekibhembe1327 5 лет назад +1

    Jesus!!!😭😭😭

  • @nkosenhlekwenza9906
    @nkosenhlekwenza9906 4 года назад

    My God😭😭😭😭😭