Ngicela ukubeka nje ukuthi Amashayina aqhubeka abamandla kakhulu emuva kukaNongedle. Ngisho nje ne Album yokugcina ethi Zodwa. Wolalela nje i compose nesginci esidlalwa laphaya.
It Impossible Lindo if ubuka ama views ala kuyabheda I don’t have sponsors imali engisizayo iyona le yama views manje mayngekho angikwazi ukwenza into eyodwa engenzi ma views bafo😢
It Impossible MTHOKO if ubuka ama views ala kuyabheda I don’t have sponsors imali engisizayo iyona le yama views manje mayngekho angikwazi ukwenza into eyodwa engenzi ma views bafo😢
Impela Omthenjwa siyabacela basaphila noSmehlane owaye backer u1 sihlala naye la Alexandra
Awu kodwa bhuti, kanti basaphila nami ngizo donater for omthenjwa❤
Ngeke ngvume ukulahla amasiko ❤ nekhuluma ngobaba shembe
Noma ngbe kwakukhona ukwazi ukuvala bebengeke bawavale amaShayina ayengaphunyuka
Kodwa Le album ethi eZola yayivalile
uyayazi album eyayithi "Ngeke Ngikhohlwe" ?
Usifisela ngenyembezi bhuti
Ngaqala ukwazi Amashayina nge Albam ethi "Esoweto" ohheeeeh madoda, gone are those days
Ey sakhula silalela amashayina amahle
Manqele ngyabong kakhul ngokulanda umfoka Mkhize ezosichazela kabanzi ngaleliqhembu kwazise mina ngakhula kudlalwa amashayina amahle kuze kube imnje
Aningiphe inumber ka Telile ngzombuza imbizo owodwa
Cha nami ngiyafisa ngempela,khona engingakuzwa kahle
@@lwazimbuyaziomkhulu mna ngfuna ezongtshela ukut blash wamrobha kanjan ngabomthetho ngoba uBlash walanda uthwala egula edenva wamuyisa etembisa ngenxa yokuphephisa umtakaMalume wakhe ezimuzimini elalimloya lishela nomfazi wakhe laphinde layohlala e office layidla yonke imali Yama khasethi eze ebenemali yokuthenga izimoto wedayise ini ngoba wecula inhlama nje ngaye lowo blash akathi akuhamba kahle kuye ungedlane wesedayise nini Muphi umculo akeze la lo telile wakhona
@@lwazimbuyaziomkhulu we kuphi u Blash noMandlakhe besungula umculo ngo 1995/6
ChaTelekile khuluma qiniso mfowethu Amashayia aqhubeka kahle impela emva kuka Nonongedle
Uchemile lomlisa
Hawu kodwa ngobaba wami Jesu😂😂😂😂😂😂
Eyi ngyabonga kuzwa umlando kabhuti Thwalinja Ilona qembu engaqala ngalo ukuthanda maskandi❤❤
Ay kodwa uMaskandi uke waba mnandi webafwethu, ikakhulukazi ngazo izikhathi zo Mashayina amahle, Celazimnike, Mfazomnyama, Bhekumuzi Luthuli, Izingane Zoma. Aaaaah bafwethu.
Amashayina Amahle ayeshaya ingoma enomyalezo ngempela.
Lama album ngawathanda kakhulu:
1. Wathwala ngomntanakhe
2. ESoweto
3. Inyokana eluhlazana
4. Nazi
Dankie bhuti
Eiiiii yabonake Le ingfikiseeela ngosizi isaqala njeeeee eiiii Yabona Mina ngiyawathanda kakhulu amashayina😭😭😭😭😭😭😭😭😭
Sicela umankonyane bhuti umanqele
Eyi ngangiwathanda Amashayina ngaze ngezwa ubuhlungu and ubhuti uyixoxa kamnandi eish😢😢😢
Ngicela ukubeka nje ukuthi Amashayina aqhubeka abamandla kakhulu emuva kukaNongedle.
Ngisho nje ne Album yokugcina ethi Zodwa.
Wolalela nje i compose nesginci esidlalwa laphaya.
Uyayibona le album yango-2000 eyayithi ngeke," Ngeke Ngikhohlwe" yahamba kakhulu! Yavala thaqa! Akekho owayevimba Amashayina Amahle🤞
Lensizwa ikhuluma ngenkululeko nje, siyabonga!
😭😭😭😭😭 mfwth kodwaa wenzannn usithunukaa.... Ai mashayina Amahle kwakuyinkunzi lezyaa
Amashayina Amahle naMantaliyane yey bafethu bezimnandi izingoma zalawo maqembu zinomlayezo. Kwakuve kumnandi ngalezo zikhathi kubusa bona. Ay inhliziyo yami ibuhlungu ngabanikazi bawo asebandlula eMhlabeni.
Ngibonga ngokulanda uTelekile👏🏾
Part 2 ayi ngeke unothile lomlando
It Impossible Lindo if ubuka ama views ala kuyabheda I don’t have sponsors imali engisizayo iyona le yama views manje mayngekho angikwazi ukwenza into eyodwa engenzi ma views bafo😢
Sbonge kakhulu Khabazela ngithole into ekudala ngiyfuna ulando wamashayina & ngiwumlandeli omkhuuuulu wawo kodwa ngingenamlando wawo
Second comment uthini mahlinza inja ngozwa .
Nomlando kaNogabisela please
Phansi emsinga emachunwini kwelakithi teleka telekile 😅
Kwazisholo unongedle
Syathokoza manqele 🙌🏼🔥
Ezangakithi phela lezo Amashayina Amahle 🔥🔥
first comment🤩
Ukuqala kwami ngizwa amashayina kwakungo 1998-2000 kudlala ingoma ethi lahloma izulu, ngayithanda kakhulu leyongoma. Kwahamba kwahamba kwaphuma amantaliyane cishe ayethi i vanture
❤❤Ikhuluma Kahler lendoda
Manqele syabonga mfethu
Eyi Amashayina mahle eyi ngangizifela ngawo
part two usibuzele ukuhamba kwathwalinja ngezwa istory nje nami emoyeni ngokudlula kwalo iqhawe ngebhadi ngangisemfishane
Eish kunzima we Bhuti for u part 2 coz uyabona ama views a le anjani😢
Amavizitha ayemisa kabi amashayina yerrrr
Siyabonga mfokamanqele woke usbuzele ukuthi yayikhonani inkinga between amashayina nama SAP
Ayikaze ibekhona
IQhikiza lemfene🔥🔥🔥
Sicela Usilandele Mthenjwa
Awu! kulele lukhulu eMsinga, alalekahle umfoka Nsele kwakuli qhawe leliya. ukube uyavuswa umuntu osethule ngebe ngiyamvusa 😢
Amashayina bafthu namanje ngisayidinga ingoma zakhona
UThwalinja wayedlala ushuni waBafana Besigodi baseManseleni eSahlumbe
Soweto yaphuma kuqala kunale album ethi Wathwala ngomtanami
Ohoooooooooooooo nazo ke
Ngikhumbula ngomunye unyaka sihlezi noMkhize ingedlane kuzophuma lengoma ethi ziyakhala izintandane esixoxela ngayo nje
Ngijika naye umfokababa omnyama bathi istilongo lendoda zithi iyntombi teleka weTelekile😂
Sicela usilandele ubabu phethi mkhize owayehamba nomfaz omnyama
Part 2 mf2 nigxile impela ukuthi kwenzekani phesheya asizwanga
Ayi kwakuzinkunzi leziya
Kwavele kwathi angikhale usushaya amantaliyane angeke telekile mfwethu 😢
Ake sithole ngamavizitha ukuthi ayengaqhamuki yini ngaphansi kwamashayina
Aw lakhuphuka iQhikiza leMfene ngyathanda lapho Gubhela
Qhikiza lemfene ✊✊✊
Uhleli nontombi zimkhanyisel umgede wazo ebumnyameni
Ku part 2 awumbuze ukuthi uVikayiphi Ndlovu no Betty Ndlovu umuntu oyedwa yini
Part 2 please
It impossible my brother if you check views kunzima
It Impossible MTHOKO if ubuka ama views ala kuyabheda I don’t have sponsors imali engisizayo iyona le yama views manje mayngekho angikwazi ukwenza into eyodwa engenzi ma views bafo😢
Eiiish mfwethu waskhumbuza mzukwana
Ave ekhuluma kahle lomjita
😊😊🙌🏻
Yamnandi interview
khuphuka masteleka phekwabo
Ngqikiza lemfene
❤❤❤
zasho lezohlabo madoda
Kade ngakugcina wetelekile nkabi yami
Ake uyixhume ngo KHULEKANI NSELE WAMALINDA LE INTERVIEW WAYEBUYE ASEBENZE NAYE UMFOWAKUBO
Wayihlaba mft ei😢😢
🥰🥰🥰
Teleka wetelekile phansi kwelakithi Machunwini
Wumfowabo kaMlunguni lo awubuyiseloshuni wamashayinawembhem
Impela owakubo
Ubabomncane kaMlungu, ngoba uMlungu indodana kababa uNgedlane Mkhize okuwubhuti wakhe uTelekile
Duyaza mf2 unkulunkulu akwandisele mf2
Ngiyafisa uthole uNgedlane uma esaphila i think kuningi angasipha khona
Beyinkinga umfoka Nsele
Wayengithemba kakhulu uthwalinja engomeni zamashayina amahle ku album esihloko esithi zodwa ngenza izingoma eziwu 4
1.ubona kanjani
2.umnotho
3.dlozi lami
4.emhlangeni
Kukhona i album akashiya engiya engayiculanga yasala ngiyafisa ukuthi yeziwe 😢
Kodwa Le album ethi eZola iyona eyiyvalile
Ngeke isoweto u key wamashayina amahle
@@mfuphimabhungu2180ngyafisa sixhumane yazi.
Impela Omthenjwa siyabacela basaphila noSmehlane owaye backer u1 sihlala naye la Alexandra
Impela mfwethu lento yokuthi bengaladwa bebephila ibuhlungu
Omthenjwa siyacela mft2.