UTHAKATHWA UBANI?? | S1-EP7 | Sivithizwa emndenini ngomuthi and akulungi lutho
HTML-код
- Опубликовано: 29 авг 2024
- We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #ukuthakatha
Yor channel will be the biggest in Africa in two years
You need strong prayers cc akukho okuhlula iNkosi u JESU.
uKing uzikhalela ngomjolo nje....uyakbona konke...kodwa besengaze avale nomjolo!🤭🤭🤭🤭
Sidabula kunjalo sihamba nengadlangadla insimbi edla ezinye. Kumanje ngiganile kodwa kwakuthiwa angisoze ngibe nalutho. Ukhona omdala wensuku
Abantu bonke abatshiswe shemu
aww iQomist madoda!😅😅😅
Ngazi kahle sisi kwathiwa mina ngogcina ngokushintsha izimoto ngenhlanhla wanginaka late ukuthi ngenhlanhla yomsebenzi
Abo Anti yizinja kabi sisi, abasifiseli izinto ezihle, nam abo Anti bami yizinja nje ezinezinyawo ezimbili🤞
Kubhlungu ungathengi nkabi ngcono bakulaphe bakcuphe kuphinde lakuvela khona sengathi ungasizakala ntombi
Eish cc same story yam yooooh impilo ayikho endleni
Yaz cc zilungise ungambulali myeke awhile ezobona impumelelo yakho darly❤❤❤
Hhayi bo aphume umuzi wakhe kubo.Ukuthi nje Uma sixakekile sizohlezi sizombona umuntu okwenzayo kanti mhlampe iskhathi nje asikafiki
Sisi wam ngiyazwelana nawe Kakhulu. Kodwa ubuhle bona mmm🔥🔥🔥, ngicela ubingelele ku inbox yam plzzzz🙈
Kwangathi ukhuluma ngowami u-Anti.
Ngiyathanda uma kumbhedela ,uzwe esethi ngiyamthakatha,ngivele ngiqinise emkhulekweni ngibona uJesu uyangilwela.
Kodwa ke kuningi ke okubi akwenzile kodwa ngiyamxolela.
INKOSI uJesu inamandla kukho konke, hlala eNkosini uJesu Kristu
😂😂😂lol uthini manimkhuza nimhlalisa phansi😢😅😅
Zikhala kamnandi 😂😂😂😂😂
Umdeni izinja ngazi ngami.okwami Kunzima khabo baba khabo mama.abathakathi impilo yethu imile ekhaya.
Animcuphi ngani lowo mjendevu wa anti
Thatha ujesu umbekele celeni uthàkathe nawe kusemhlabeni lana
That's true sometimes kuyadingeka ukubeka inhliziyo Enhle eceleni ubeyinja
Odoti kabi lezizinto umndeni
🤞🏾
UNKULUNKULU AKAPHE WONKE UMUNTU IMBEWU NGOBA O AUNTIE ABANGAZELE AY BAYAGADLA ABADLALI
oAnti odoti yaz🥲🥲🥲.....owami abused me ksukela ngfunda eCreche....ngasinda ngokuthi abazali bahamba bayokwakha kwenye indawo!
Waze waba nebhadi u Anti
Xa ungekafi awkathakathwa wena thandaza qha sooze uthakatheke . Sithi isizulu kuloyeka oloyayo just pray ngoba kungenzeka awthakathwa nguye .khawye koomalume umshiye
CUPHA sister zicuphe uma ucupha awubizi gama lamuntu and if kuwuye u Anti uyozichoma or noma ubani okwenza okubi.. that way awuthakathi muntu wena AZIKHALE
😢
I have the same aunt. I'm currently facing that
Samehere
It’s been 11 years I no longer visit in KZN because of my aunt I would always see her in my dreams.i have kept my distance.Mina keh .
Please upload iyimfihlo 🥺🥺😩😩😩 l have been waiting 😢😢
Mndeni nunu engafi kumanje mndeni wami sekuyi family yakubo boyfriend
Ufunani ekhaya u aunty egugile akayokwakha mzi wakhe okanye ayokhiphita namakhehle😂😂😂
thina simelwe uBabomncane hhayi families
I'm glad you are Aunty to someone else I think uya bathakatha nawe ngoba ungu Aunty njhe kubo
Inkinga yasesi iyefana neyami kodwa ugcine ashonile last year manje ngishadile futhi izinto ziyalunga manje
Inkinga umuntu uyakuhlupha ephila ucabange ukungudluza then abuye akuhluphe setshonile abuye seyispoko
Mina ngithi sisi into ezokuphumuza yamukela iNkosi uJesu uyena ozokusiza akuvikele kokubi finish
bese u aunty menza so uzuzani yena ay anginamndeni noma umngani kubuhlungu kodwa cha ngi right,kwabona labo bangani bakho wenzani ngabo ngoba engikwaziyo abanye bayajabula makunje umngani nje wani ngampela.
Thola umuntu akuquphe sisi ungabizi igama lomuntu ,wenzele ukuthi ungabulali umuntu o wrong
Babukeli bekungu King yini loya benikeze uZamcolo iPhone ngolwesihlanu kuMkhokha?ngiyayibuzela nje
Yebo uyena