1.U nurse wamkhokhela malini? 2. Uku avoid I DNA Kungenzeka ukuthi ingane ekasisi but akafuni ubaba acele I DNA. 3. Ka Mfana bafuna I DNA 4. Ugaxele losisi
She is Best..I'm also addicted listening to her Yhazi... She introduces herself in a unique way ... 'Ezalwa nguMamkhize'❤.. I love that sisi.... Uappreciate yo Mom..
Losis is so sure uba lobhuti akazuba nanto nd is so calm uyayaz into awamfaka yona lobhuti umenza isilima nd that she expects him to be fine about all of this
Cc ibuhlungu indaba yakhe cyabonga nokuthi usaver impilo yengane lephilayo.kodwa engingakusho wacabangela skhathi samanje.wishing you all the best to save yr relationship
Usisi ngani akazisoli tuuu. I might not understand how she felt or she's feeling but ngani kanendaba ukuthi uguy uzwa njani . She's taking advantage of uguy ukuthi he wants and loves children
Uyathandeka shem uStufuza, I like her Zulu accent especially her self introduction...her saying her clan name! It's perfect! Good Service Sisi....
Ngyabonga Kakhuuuuuuuuuluuu sthandwa sam ❤️
👍👍🙏🙏💕
hhhaibo nam ngyakuthanda khona mase ushiselwa uzisul ❤
@patricia whlekela nga phakathi 😊
@Patricia Ngyabonga dali❤
Akulula ukuthemba indaba yalosisi.Kungenzeka lobhuti akatholi abantwana, vele isisu kwakungesona esakhe kwasekuqaleni.
Ngeke lo cc ithini ngaleyakhe angayicwabanga😮😮😮😮😮😮
Imfihlo engaka😢
Uyasazi isigaxa sento ai xem, kaze ke uMunnu ubengasasheshi ngani azenze islima azale fth.
Akunamntwana owafoyo unamanga loyo
😢
Akekho rty locc abasemzini babengamfuni ngakho lokusa wakhe uzicabangela yena yedwa
I am honestly addicted to Stufuzah ❤ and this show 😢❤
me too but m way too far m in Cape Town 😂😂😂
Ngyabonga bakithi❤ uthando enginalo ngani, lungangolwandle❤
@@ThembalethuMadlala-t6i weeee ma 🤣🤣🤣 unayo imfihlo it's just ayikakuhlukumezi and you aren't ready to open up 🤣🤣🤣🤣
Muhle ustufuza❤
Hay cc ubhemile uthini ngale ongayingcwabanga wayishiya impela ngoba usaba ukwaliwa ukhohlakele idinga ijele
Ezinye izinto ezimbi asiycabangi ngalesoskhathi akaxolelwe bakithi sonke sinamaphutha.
Amaphoyisa kumele ahlale emnyango lana ubulungiswa buyadingeka, uSisi kumele aboshwe noNurse ai xem kuningi nje lana emnyango.
If kunjalo no one will come and confess 😅😅
😂😂😂mara yohhh
😂😂😂😂😅😅
@@Yazondinja 😁😁😁😁 akukho okunye fth
@@Nosiphozondi1324 kusho Ukth inzima iPolicy yalapha ekhaya uma bekwazi ukuvikela amaClients abo ngalohlobo ngyabavuma🤔
Yoooo Waze wamihle bo u Stufuzaarh angifuni ukungasho,umuhle cc uyababa kakhulu.your Zulu accent is mesmerizing I can listen to you all day everyday
Ngyabonga sthandwa ❤❤❤
😮izndaba ezila ne cabinet kasathane ididekile straight
Ayisazi zobanika bani
😂😂😅
Lop yey idideke ngampela
Ay I totally agree with you
😅😅😅😅😅
😢😢😢😢😢Awuuuu kodwa mama bathi iqiniso liyamkhulula umutu kodwa leli elinje😮
Hmmm cc awunanembeza qobo izwisa ubhlungu loku okushoyo🤞uhlukumeza ubhuti wabantu ulazi kahle iqiniso umondlisa ingane oyebile tyoo wayaphi unembeza kuwe izinseka nje unengane esemortuary ezofihlwa ugoverment inabazali bayo but wena njengonina wakhetha ukuyilahla tyooo nomuntu ungambulala wena
Mmmmh wenza kabi lontombazane,kumele kube namaphoyisa kuloluhlelo,Aze angamngcwabi umtanakhe ai akenzanga kahle shem,and uyihlukumezile lendoda kakhulu.
Yebo Stufuza Ndlangamandla eZulu, intokazi ezalwa uMamkhize ❤❤❤❤❤❤❤
16:52 Manje lengane isizohlukumezekabekufanele athule unomphela
Yazi nje! uSelfish kabi losisi
Impela ezinye izinto kumele uyongena nazo egodini
Uqinisile
Besingekho nje isdingo saleluqiniso isono nje ngizwela ingane
Iyhoo dis lady, 😮😮
You r still beautiful roommate wamii wakudal, nd u r doing a great job cc keep shining 🎉❤
Not even the FBI can get me to confess such 😭😭😭😭
🤣🤣🤣
🤣
😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂
Akuzon zonke izinto ezikhulunywayo ezinye kumele ufe nazo
Nembeza
Ngempela cc ncono uzikhulume but not esidlangalaleni kanje
Listen carefully 😢
Ezinye izinto awuzikhiphi ngoba uthanda kusuke kunento ethi ikhiphe lento ngoba usuke uzwise abantu ubuhlungu mina ngiye ngithi idlozi ilona elenza ukhiphe iqiniso ngoba usuke uhlukumeze omunye umphemfumulo
Yoh sidinga ukuba uThixo asisize singabantu besifane xa sehlelwa yizimo ezikanjena sikwazi okwamukela singenzeli uthando nokuthandwa kodwa sinzenzele thina nonembeza wethu sikwazi nokucabangela ikusasa lethu.ube kahle sis uthole nokuphola uhambe necanseling ngokunjalo
Stufuza I love you so much dear I'm addicted to skhipha izimfihlo I don't wanna lie you are the best presenter keep doing the good job
Ngyabonga sthandwa sam ❤❤❤
Mmmmm eish kunzima kulomhlaba Jehova 💔.
Babeqinisile bengakufuni kubo uyisela lentombazane iyakhala ingane eshonile ngawe isazokhala nalena ephilayo gow and pray
Asilimele iqiniso noma libuhlungu linzima kanjani imfihlo iyabulala
Cha cc Rong kwakumele baba wengane azi Qiniso ngoba wayezotshelwa amaNurse nd ngeke ephinde Ekuthembe
Yabona njee ingane izohlukumezeka, ngoba masenithola eyenu eqondene nani nizobe seniyihlukumeza lengane ngoba kunge Siyo eyenu
Asikho nje isidingo sokweba ingane uma idlulile emhlabeni wonke amadoda asuke ejabule kodwa wàyeyokhala kudlule loyobhut yingakho abantu bahamba bezoteta izingane ziphile after 3 hours beth ingane ayisekho kodwa bengakaze besho ukt iyagula isuke isintshontshiwe ,kant lokho akulona iqiso amaphoyisa kusamele angenelele kuma nurse awanalo iqiniso umnika kanjan omunye umuntu ingane yomunye yena ufika athini ekhaya
Iyiqiniso ngempel lento yokushintshwa izingane eybhedlel 💔😢😢😢😢😢
😢😢😢
😢😢😢😢😢😢Ey bafe2 kunzima emhlabeni
Iqiniso😢😢😢
I like the way you do this interview stufuza keep up the good work
Yaze yangphatha kabi nansi indaba,ngesdumbu sengane nje esishiywa kanjalo esbhedlela ,asthembe uzoxola ke no bafoh kodwa umzwisile ubhlungu lobhuti
Syabonga cc kukhulisa ingane kona bekudzima uyibhokodo mama wakhulisa ilahlwa
wakhetha ukungangcwabi eyakho ayilahle
Waa kwele South Africa izinto eliziyenzayo ziyesabisa yoo akunamthetho futhi ngoba kufanele abotshwe lo Nurse locc .Amanurse e South africa liyashlazisa Singo Nurse yoo indaba engaka shame ucc owasala lesidumbu inkokhelo yakho. Cc khuluma iqiniso kumbe naleyo ngane asiyakhe lomfo
Phinda usho cc
1.U nurse wamkhokhela malini?
2. Uku avoid I DNA Kungenzeka ukuthi ingane ekasisi but akafuni ubaba acele I DNA.
3. Ka Mfana bafuna I DNA
4. Ugaxele losisi
Impilo iyaqhubeka nge mfihlo until uya ethuneni
Ay nami le. bengyongena nayo egodini
Sfuza awubuzingani ngale angayicwananga😮😮😮😮😮😮😮
Lengane yantshontshwa noba vele iqiniso ileliya ekwakutshiwo uba asiyona eyalomfana yibhatyi kwale
Jesu Maria ma kodwa kubhlungu kanje ukzala nkosyami 😢💔
She is Best..I'm also addicted listening to her Yhazi... She introduces herself in a unique way ... 'Ezalwa nguMamkhize'❤.. I love that sisi.... Uappreciate yo Mom..
OMG cc uzicabangela wena wedws
Ngyafisa ukuthi ngabe umbuzo othi ingakanani yona lengane ngabe ubuziwe ngoba kukhulunywa ngeminyaka uyabona ukuthi isindala
Yazi cc nami ngyafisa ukwazi ukuthi ingakanani leyongane okungenzeka ukuthi leyongane ayizalwanga umuntu ongyifuni lendaba ayinginiki ukuthula
Yhooo Jehovah kungcono ukuzondwa ngento engiyiyona kunokuthenga uthando ngamanga
Kahlen lo cc akaze akhale azilele ingane yakhe
Kuyacaca akaze wayilahla nje ingane😢😢
Wayengakhaleli ingane wayecabanga indoda ukuthi izomshiya shuthi vele kwakungesiyo eyendoda yayizobonakala nje ay abafazi sometimes
Wayempofu naye empofu nam ndimpofu 😂😂😂😂
Vele I-angender iyafana😂 “gender”
😂😂😂balume sngisi
@@bonisilekhuzwayo2470isilungu😅😅😅😅
@@simelubuhlempofu5787🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Masigebengu lo sisi yoooh 😢..washiya isidumbu sakho esbhedlela..wakhetha ingane eno mama oo philayo..chaaa ngiyakvuma ntombazana
Ngifisa sengathi wamazisa nathatha isinqumo nobabili sokuthatha lephilayo, kwafihlwa engasekho . Cabanga ubuhlungu eyobizwa lengane bokulahlwa umzali atholwe owafihla iqiniso. Oh nkosi thelumusa wakho kulomdeni kuthambe izinhliziyo. Ujesu washo ukuthi uma uthi awinasono phonsa itshe so ungcono wena ovuma isono uNkulunkulu uyohlola inhliziyo yakho akuthethelele Amen.
Sounds like Makhumalo kaMseleku 😂😂😂😂😂😂
Exactly 😂😂😂
Yini iagenda efanayo.
Mhlampe uyena sazi ngani
Kodwa u Makhumalo angayo nje ingane
Loool @nompi 😂😂😂😂ukhohlakele ghell nam ngiyizwile i Agenda...🤣
Nginombuzo isidumbu sengane sashonaphi nokuthi wageza yini ukuhanjelwa ngumtwana yoo kwaze kwabuhlungu. Ngiyayazi ipain yokudlulelwa umtwana hayi kanye kodwa angikakaze ngifise lee ayenzile ibuhlungu
Kwakumelebaxoxe nobabawomtwana bavumelane ukuthathalo ngesimosasekhaya bamthathe ngokusemthethweni (adoption) kube imfihloyabo besebenzamalungiselelo okugcinwakalo oswelekile
Oh wena usuhlushwa ingane owayishiya esbhedlela
Le enye yangcwatshwaphi le enye aibuyele kubazalibayo leyongane mhlampe eyasisiwaminje leyongane
Mhlawmpe kwamanga nokuthi unina walengane wayengayfuni wena wantshontshontsha ingane ufanelwe ukuboshwa nje
Unesibindi cc ungambulala umuntu,eyakho ingane uyinikela kubantu ukuthi babone ngayo ngoba seyishonile,ukuthi kumele uyingcwabe ngokuthula zange ukucabange,uyoyixolisa kanjani lento emadlozini asekhaya,ungamjabulisi umuntu empilweni ngento ekulimazayo,yekani ukuriska empilweni ngenxa yokuthi lomuntu unemali,unesibindi esinzima kabi cc,uyokwenzenjani ngengane yakho le eyashona owayishiya esibhedlela,isazokulwisa lengane owayishiya esibhedlela,wena wacabangela indoda kunengane yakho oyishiya esibhedlela,umuntu wesifazane mesabe
Lowu ulesibindi esilethambo umfaziotshiya isidumbu sakhe efuna ukujabulisa indoda amadoda ayathandeka shame uze uyenze into embi ngenxa yokuthi kawufuni ukumluza mmmmm
Ihlazo nje leli😢😢😢😢😢
Yhaz lo cc umva ekhuluma uba akanawo November and akazisoli yhoo waze wanesibindi ushiya ithambo lamathambo akho ulifulathele uthi lizongcwatywa ngubani , kuphi unesibindi shem
Hawu !!Unesibindi esinenyongo eceleni sisi, wakhetha ukushiya isdumbu sengane yakho esibhedlela .
Yisgebengu somfazi lesi
😂😂lol sgebengu
Lena bengofa nayo.Bafazi Kanti kuchazani ukuba umfazi ngoba Ufa wazi.Hayi Bo nina
Confessa ukuthi kube njani mina ngeke
Ufa usazi nje😂
Impela Mftu akuyona into ongayisho Leyo nxiii
True
Yayidlisa team loccy confesam nje ngempela
Kazi lona oshonile wangcwatshwa kanjani ?? 😢
U bhuty' fanele amxolele u cc uNkulunkulu usixolela kangakhi?
Siyabonga icup eyellow isibe u let him go
Lomfazi azenge wazithwala kwanhlobo...wayontshontsha umntwana nje finish ...if uyazala kube sewamlamisa loyo okuntshontshwa ....Makaboshwe..
Kwamina nje ngeke ngikwaz ukbona uma bengangidhintshela ingane coz ngivele ngbone zifana nje ingane ezesencane 😢
Kodwa lengane eyasala esbhedlela awuboni ukt yadinga ukt umqambe igama umenzele into eziryt bcz simazulu,plus ukumfihla kwakubalulekil😢 wazcabangela wna cc ukhohlakel
Angathi uThobile Mseleku nje Lona okhulumayo listen the voice
Hhai waye confused bakithi ucc .but bese kmele afe nayo le mfihlo
Mowcabanga uzothini ngaleyakhe ngoba uzothi uyayfuna coz kuzobanezinto ezizohamba zihambe zivuke ngalomntwana owamlahla wacabanga ukuvikela i relationship yakho wakhohlwa i peace yomntanakho awenzanga kahle kodwa angiku judje akukuhle nje awazi nokuthi yenziwani lengane😭😭😭
Arrested for what she ddnt steal the baby it ws a gift the biological mother ddnt want the baby soooo😮😮
Kazi baphushwa yini ngoba bazongena ejele ukhona uNkulunkulu uyathethelela kusizani ngoba uya ejele
Kubi manje ingane izolahlekelwa ngu Baba.okubuhlungu ufaka i nurse umsebenzi enkingeni.ngibuhlungu futhi nokuthi ukhipha lemfihlo kanti akanayo enye ingane yakhe u Baba.
Losis is so sure uba lobhuti akazuba nanto nd is so calm uyayaz into awamfaka yona lobhuti umenza isilima nd that she expects him to be fine about all of this
Bhuti hlukana nalento udoti lo ukuhlukumezile losisi kungenzeka ukuthi lengane wauyibulala ngamabomu kwakungeyona eyakho lengane. Isigebengu Louisiana akaboshwe nalo nurse
Ngoba nama nesi nawooo
Eyi!ngoba nawo!😢
There's nothing complicated like a woman's mind on earth😢
Ingane meyisancane iyabonakala ezami nje ngangzibona ziphuma esbhedlela ukuthi ezakithi lezi
Yeah uqinisile iyabonakala nje ingane unless ke if umawayo bebhizi elalwa amanye amadoda ekhulelwe vele iyadida leyo coz omunye nomunye ufike eshiye amasperm wakhe so yiloko ezinye zivele zongacaci
Aaaaaaw cha ngidelile mina 😢
Cc ibuhlungu indaba yakhe cyabonga nokuthi usaver impilo yengane lephilayo.kodwa engingakusho wacabangela skhathi samanje.wishing you all the best to save yr relationship
Ama pampers ubisi awuzange uzicabange lezozinto nithenga nje nomuntu wakho kodwa unkulunkulu uzoku blesser ngokondla umphefumulo ubungena cala cc nomnyeni wakho ❤❤
True bcoz even the biological mom wayengamfuni who knows probably wayezombulala or amlahle
Yes the voice of this lady is the same voice of muselekus wife Thobile
Hayibo you are the second person usho lento
😢😮yabona wesis bekumele uthule nje ingane ikhule nalo baba kuphela
Losisi unonembeza syabonga makusakhona abanonembeza,ngoba nina ningabulala umuntu bantu besfazane,athule usisi ahlale nendaba engaka impilo yakhe yonke,uyibhokodo cc
Ayi bandla thina bantu besifazane sinezimfihlo ezithusayo ezisabisayo 💔
Ukhohlakele Ntombi
Cela kubuka mina wawungeke yin uthole lenye ingane
Bekungeyakho Mamba yini
Usisi usicabangela yedwa shem
That's true ...khona uthini ngalamntana angazi noba wangcwatyelwa phi
Bayingozi abantu aba-selfish
Losisi uyazitshela ekubeni eyenze into embi ngalendlela ? Sefuna ukugcoba ububi befamily phezukwezenzo zakhe ezinje. Mina ngingulobaba ngabe sengiyomvulela icala finish
Lentombazane ngisola ukuthi inenkinga nje ngeke ufihle into enjena
What about longayi ngcwabanga uzohluphek uze uyofa cha ungcolile ukhetha ukulahla ingane eyavundla eswini sakho uthatha ongayizali ngenxa yokuvikel i relationship..hleze indoda yayizokwamukela kudlule niphinde nizame enye
Futhi mhlampe noMfana wayozovuma ba adopte lolahliwe baphinde bazingcwabele umntwana wabo ngesizotha
Isikhohlakali sentombazane lesi, akanazo izinseka
Confessa ukuthi kubenjani ngempela ghaaaa waze wangbhora usisi
Kani lobhuti akazali n why bangaphindanga lenye ahh nabantu abangazali bayahlupha
Ezinye izinto zidinga uthule bandla imizi lemitshado iyaphela minanje angeke yikho kuthiwa ufazi. Oyisiwula uyakha indlu yakhe abuye ayibhindlize ngezandla zakhe okunye kufuna ufelakho fudani ukuthi kukhona amanga ayakhayo kukhona futhi leqiniso elidilizayo bantu benkosi
Shuth cc awusenandab ne relationship cz lomuntu angenza nom yin cz lengane uyikhulisile
yazi locc kwakumele ayithathe eyakhe eshonile bese athethe nalena okungcono athi bethole amawele ....khon ezokwazi kumungcwaba nkosi yam....wenze okuwrng impel vele akekho umuntu o perfect...mmm nkosi yami
Ay ngeke banesibindi abanye abantu awuuu Cha solokhu sibabazile
Lo sisi akekho ryt, ungalahla umzimba, igazi lakho ngoba uthi saver relationship, ulahle isdumbe sengane yakho pho?ay khona Stufuza nisayidinga counseling siyi country!
Bazothi abakubo kwendoda sasishilo nje ukuthi ingane akuyona eyala ekhaya ,,,,, leyo eyesbhedlela indaba ngeke bayikholwe nje
Stuf stuf ❤ love you to bits 💋👄 from Gauteng province Ekurhuleni Vosloorus ❤
Hau nalo nurse wamane wamnika njengenduku ingane mahhala hha,kwangabikho ndlela okumele ilandelwe 🤔mmmh isiphi kodwa lesbhedlela esino nurse abanomusa kangaka🤔 mmmh syezwa sisi.
lendaba ingiphatha kabi ngoba kukhona ucc ofikile uloluhlelo ethi usola ukt wanikwa ingane okungeyona eyakhe eshonile watshelwa ukt eyakhe kuze kube imanje leyongane ihleli emakhazeni ngb naye akayivumi uyabona ukt akuyona eyakhe
Mhhhh kunzima emhlabeni
Kodwa losisi uyadelela and u bossy. Akawacabangeli ama feelings ka bhuti
Sacela ukeazi mhlampe yangithinta lendaba unangaki lomtwana okukhulunywa ngaye la cz Nd washonela kwesiphi isbhedlela
Yaze yayibhimbi intombazane💔 matter of the fact ingane eyabo bayiphiwa unkulunkulu... Kodwa bekunendlela eyisizotha abengenza ngayo ukuthi ubaba ayamukele ingane
God bless you sisi unkulunkulu akubusise
Hay phela u boet akafune iciniso aye esibhedlela ayobuza kanhle nho nurse owenza ama adoption angekho emthethweni
Slimawena mama
Cc kwakumel uphinde umithe ngokushesh aftr mhlamp ngab isikhona eyakhe manj
Usisi ngani akazisoli tuuu. I might not understand how she felt or she's feeling but ngani kanendaba ukuthi uguy uzwa njani . She's taking advantage of uguy ukuthi he wants and loves children