Yebo sawubona ndawue Okay isithunywa isithunywa asikho esobungoma nesokubholofitha kuphela catch me on my next video episode I'll explain clearly ndawue Amen👏🙏
Amen! Uma usuthola kamuva ukuthi lomuntu okuphakamisele isithunywa uhamba nesilwane sendoda ekbeni yena ungewesifazane manje ngiqede November kodwa nginenkinga yesifuba esingenza ngifune ukurhayiza njalo especially uma ngisebhasini noma phakathi kwabantu manje angisaqondi kanti futhi kuthule nje akukho engikubonayo
Thokoza Mkhulu. Singathanda uma ngelinye ilanga ungakhuluma ngobuhlalo nama bangle. The differences between wearing ubahlalo nama bangle. What are the meaning of different buhlalo and different bangles like copper, silver and gold.
Thokoza kehla, bengi sa qela ukwazi nge flag e red ukuthi imele ini ..... cause ngi phuphe kuthiwa ngiyi fake in the center ye thatch, but I ndumba yami eya mazenke , cause can't afford the thatch...ngi imisa ka njani , I tried to ask from some people but they are taking me from pillar to post please help , Thokoza
Sowubona Baba ngicela ukubuza Kusho ukuthini ukuphupha abantu estradini esisodwa bembethe blue and white postolic church clothes nabafundisi? Bengithandaza lapho ngabathiswa a black leather jacket
Thokoza mkhulu 👏, awu ngyabonga mkhulu, uyibeke kwezwakakala,futhi uqinisile mawuthi lalela umoya wakho,uzwe wona ukuthi uthi ngoba lento ikuwe egazi,nokulinda mkhulu,God bless you mkhulu a lot 🙏🙏
Ndawue thokoza nganeyakwethu amen 🙏 🙌 👏 ❤
Mina bathi nginomoya Baba ngiyathandaza angazi uba nginezithunywa ziphi zobuprofethi noba zobungoma ngiphupha kakhulu amanzi MaMathe
Yebo sawubona ndawue
Okay isithunywa isithunywa asikho esobungoma nesokubholofitha kuphela catch me on my next video episode I'll explain clearly ndawue
Amen👏🙏
Thokoza Mkhulu ijazi lesaka elibrown elokwenzani ngididekile la.
Thokoza nganeyakwethu 👏🙌🙏
Ijazi lesaka elamandla empumelelo uphumelela phezu kwezinhlupheko nosizi elezithunywa with pride of almighty the creator
@@bhekanintshakala7997 Thokoza Mkhulu ngiyabonga ngibonisiwe Lona kodwa bengiqala ukulibona ephushweni .
Amen! Uma usuthola kamuva ukuthi lomuntu okuphakamisele isithunywa uhamba nesilwane sendoda ekbeni yena ungewesifazane manje ngiqede November kodwa nginenkinga yesifuba esingenza ngifune ukurhayiza njalo especially uma ngisebhasini noma phakathi kwabantu manje angisaqondi kanti futhi kuthule nje akukho engikubonayo
Yebo sawubona Miranda sikhosana
Kungenzeka ukuthi wakufaka sona isipoki leso Kodwa idlozi nezithunywa zakho ziyalwisana nakho lokho yingakho kwenzeka kanjalo zama ukuthola usizo kumumtu oklini noma imuphi or uze kimi if you can
Uqale ulashwe kukhishwe lento be4 silungise isithunywa sakho
Amen🙏
@@bhekanintshakala7997 ngiyabonga kakhulu ngizokwenza kanjalo inkinga ukude Mina ngise Gauteng.
Ayi kulungile zama abaseduze nawe if you can't come hear
Ndawue Amen🙏
Mkhulu mina ngibisi ngoku phuthula ngisadla I gobongo Kwa manje .uma ngiya e tabeni or emanzini ngihaba ngifake I njanzi na
Yebo ungalifaka uma kuvuma kodwa uvumeleke ukuthi ufake lokhu okukuvumelayo noma ungafaka ibhayi or amabhayi akunankinga
Thokoza amen 👏🙌🙏
Siyabulela mkhulu.. mina ngicela usizo ngesthunngwa Sam.. I have dreams zase manzini kakhulu it's been long now...mkhulu u tholakala kuphi
Take my numbers and call me 0728871995 or 0679062838
Syabonga mkhulu ngokusisiza
Yebo sawubona ngyathokoza ukuzwa ukuthi niyasizakala ngolwazi
Amen😇🙏
Mkhulu ngithole ukuthi nginesithunywa, bengihlezi ngikhuleka, manje sengizwa ngathi ngibanjwa ugesi ekhanda kokunye kube ngathi ngihanjwa izinto emzimbeni. Ngiyakhuleka, ngiyagauma, ngiphalaze, ngihamba namanzi. Manje
Kuhleke lokho nganeyakwethu kufanele uthole isandla somuntu onamandla asevele esebenza khona sizodilika kahle and please pray for anyone uma usenkonzweni or umuntu ofuna umthandazele ukuze sizokubonisa okuningi sikhulume🙌🙏amen
Ameni siyakhuleka. Baba, mina noMama wengane wami sathi uma siyakobheka kwathiwa sinezithunywa sobabili kepha esakhe esokukhuleka asidingi gobongo kumina liyadingeka kunezimpande ekumele ngizidle waqhuba wathi obonayo, amadlozi ethu asevumelene ngokuthandana kwethu futhi kumele siye esizibeni kanye nasolwandle kuqala bese kulandela igobongo kumina. Ngabe kuyenzeka yini kanjalo? Kumina wathi idlozi lifuna ukukhuluma nami silungise izinto zasekhaya kanjalo nezinto zempilo yami hhayi ngoba kumele ngisebenze ngokulapha kepha izimpande ngizoziphupha uma kumele zisize mina, kukhona okunjalo? Siyathokoza
Amen ndawue
Impendulo ithi Yebo ikhona into enjalo
Ndawue Amen🙏
@@bhekanintshakala7997 Siyathokoza ezalukazini nasemakhehleni Amenii.
Ndawue Amen
Thokoza Mkhulu, uzwa kanjani isithunywa uma sidilika
Ziningi izindlela I think I've explained kwamanye ama video episodes ami ngicela ubheke if not ngzokuchazela uma ngithola ithuba be4 ngyolala
Thokoza Mkhulu. Singathanda uma ngelinye ilanga ungakhuluma ngobuhlalo nama bangle. The differences between wearing ubahlalo nama bangle. What are the meaning of different buhlalo and different bangles like copper, silver and gold.
Thokoza nganeyakwethu🙌kulungile ngizokwenzenjalo
Amen🙏
Ngake NGENZELWA QA BANGIROBHA KOMALUME BAMI BANGENZELA NGEZINKUKHU IMBUZI BANGAZITHENGA
Sawubona nganeyakwethu yini le abakwenzela yona and make sure yenziwe ngendlela
Ndawue Amen🙏
Ngicela ukhulume ngamajazi
I did just Kodwa kancane course there are some things I can't explain la Ku RUclips , because it's hard to understand it ngokuchazelwa
Ngiyajabula kukhulunywa ngesithunywa mina ngina mandiki namandawu nenono nesithunywa so ngicela kubuza ngingavusa zonke
Yebo khanyi nganeyakwethu uma ungakilungisile kulungile
Uqale udle igobongo uliphothule then uphakamise isithunywa
Ndawue Amen
Sanibona. Cela ukubuza ukuthy isphambano esibheke phansi sishoni (meaning) ejazini oliboniswayo nezinkanyezi emahlombe
Yebo sawubona Selby Ngwenya kusho ukudilika kwensindiso
Nganeyakwethu ndawue Amen🙏
Amen
Sawubona baba mna ngiphupha ngiqoke izingubo zesonto ezi white ngikhuleka entabeni sometimes ngiphuphe ngi worship esontweni sometimes ngizibone ngakhelwe indlu enhle phezu ko lwandle ngihleli kuyona Ingabe yisithunywa yhini?
Yebo sawubona nganeyakwethu spokazi spoky
Ukukhuleka Yebo kuyizinkomba zesithunywa nayo futhi ingubo emhlophe enginga kuqondi okwendlu yasolwandle Kodwa ke ngingalalela ngibuze ezithunyweni nami ukuze ngikuqonde kahle lokho impendulo ingabuya isiphelele
🙌Amen🙏
Thokoza kehla, bengi sa qela ukwazi nge flag e red ukuthi imele ini ..... cause ngi phuphe kuthiwa ngiyi fake in the center ye thatch, but I ndumba yami eya mazenke , cause can't afford the thatch...ngi imisa ka njani , I tried to ask from some people but they are taking me from pillar to post please help , Thokoza
Yenza okuthiwa kwenze ukuze wazi Kahle ukuthi limeleni lelo flag I answer e ryt uzoyithola kulabo abakuvezele
I know ukuthi limeleni kodwa angazi kuwena ukuthi limeleni Somethings azaziwa ngokuzibuza komunye umuntu ngoba ziba yimfihlo yakho nezithunywa zakho
Ndawue thokoza amen
Mkhulu kusho ukuthini uma uphupha isalukazi sikupha inhlabathi e-moist and ebhodleleni. Futhi nokuphupha isihlahla esigreen usinikezwa..
Yebo sawubona Luli gaga something Green means the is something good coming your way
And okweihlabathi angazi
Ndawue 🙏
Check my dreams videos episodes on my RUclips channel
@@bhekanintshakala7997 ngiyanonga🙏🏾
Kubonga mina Amen👏🙏
Sawbona Mkhulu ngicela ukubuza Mkhulu wonke umntu ophilayo unaso isithunywa wonke umntu
Yebo nedlozi kunjalo Kodwa bambalwa abanezithunywa namadlozi abaphiwe ukuphilisa abantu,nikubhula or ukupholofitha
Amen 🙏nganeyakwethu
Ngigcela ama number wakho, ngiyahlupheka,angikwazi ukuhlala nabantu
0728871995 and 0679062838
umbona kanjani umuntu ones'thunywa?
ngibona ngani ukuthi ngines'thunywa?
Hello sawubona lufuno mina umuntu onesithunywa ngimbona ngokutshelwa idlozi nezithunywa zami and ngyamuzwa uma ekhuleka I can feel him or her
Namaphupho ayakutshela uma unesithunywa, kubakhona indlela abadala abakutshela ngayo, leliphupho libe lokhu libuye njalo ubasathe uyaziba lilokhu libuyile iphupho.
Amen nganeyakwethu Yebo kuyenzeka iphupho libuye njalo ngoba lisuke lisho okuthile
Sowubona Baba ngicela ukubuza Kusho ukuthini ukuphupha abantu estradini esisodwa bembethe blue and white postolic church clothes nabafundisi? Bengithandaza lapho ngabathiswa a black leather jacket
Yebo sawubona i'm not sure nge leather jacket Kodwa kungenzeka unesithunywa esincike kakhulu enkonzweni amandla akho ayokhuphuka enkonzweni or Kodwa akukuhle ukumbatha into emnyama
@@bhekanintshakala7997 Thokoza Mkhulu
Ndawue Amen🙏
Isithunywa neGobongo?
Amen 🙏
Ey Mina ngunenkinga sengiqalile ukuzama ukulungisa isithunywa Inkinga angaz kmele ngenzen Kani nalo muntu ongsizayo kunento engahlangan noma ngithi engavumi kahle ngi depressed nje
Sawubona thokoza Nelly zuzzy
Usunesikhathi esingakanani uqalile?
(2) bheka ukuthi inkinga ukuphi njengoba uzizwa kanjalo nje okanye ubuze ezithunyweni
Amen
Uhlala kephi?
@@bhekanintshakala7997 durban
Ndauwe khehla bengcela ukubuza ukuphupha ama judge Nama lawyer with their black coats what does it mean
Ndawue mfo ka Nxumalo lokho kuchaza ukuthi kunezithunywa zokuthandaza
Ezingahlabi okuyikhehla elidala elihamba nezalukazi Kodwa lizanomcebo wena ungahamba unikezwe ishoba elimhlophe qhwa nomcebo Kodwa oyovela ngokuqala uhlmbulule lelikhehla ngoba laliphatha isikhwama esinamandla uyokhuluma into yenzeke ngaphandle kokuphatha umuthi Kodwa kuyohambe kuvuke lesikwama okunye khehla lami syokuxoxa uma ungasondela esigodlweni ndawue Amen 🙏
🙏🙏🙏
Mkhulu ngibona njani ukuba isthunywa sam sihambisana namandawo...or sisodwa
Only signs you can tell with
Thokoza mkhulu. Mina ngilemadlozi kodwa mangihlola kuvela kuthi angingathwasi ubongoma bafuna ukuthi ngikhuphule isithunywa sezosebenza nedlozi
Yebo sawubona thokoza nganeyakwethu Sompisi mphemba yenzanjena ke godide Linda ukhululeke uye enkonzweni ka zion ukhule kakhulu ulinde uthandaze uhambe empophomeni esizibeni nasolwandle Kodwa uma isithunywa sakho sidinga ukuthi udle izinkamba zaso ungeza kimi noma uye komunye umuntu nami ke ngingowakwaNtuli
Kodwa still nakhona uma udla izinkamba zesithunywa uyalinda uthandaze uma kuthiwa yiya emanzini uyokhuleka khona uyohamba ngoba yiyonanto esisuke siyifuna umthandazi uyafana nesangoma ngoba akayilutho ngaphandle kamoya okanye ukuhlola yiwona khiye wokuphilisa ngingakufundisa iziwasho uma uthwasa Kodwa okunye kuyovela ezithunyweni zakho Amen
Wavesane wayibeka yacaca lento
Amen thokoza🙌🙏
Mkulu Thokoza kuyiwa Nini Entabeni
Ngezikhathi osuke uvunyelwa umoya ngaso Kodwa kubalulekile ukuthi ulinde
Mina nje ngihamba noma inini uma izithunywa nedlozi lobabemkhulu bengikhomba khona noma ngifuna impendulo ethize
Amen
Thokoza Mkulu
Amen nganeyakwethu🙌😇🙏
Remember you only subscribe once in my channel Amen