SILUNGA kanjani ISITHEMBU ngaphandle komuthi (Ngomsamu kuphela)

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 30 окт 2024

Комментарии • 13

  • @thamsanqasbonisile
    @thamsanqasbonisile 5 месяцев назад +1

    Pho base befana kanjena 😮

  • @braveheroesofthewild160
    @braveheroesofthewild160 3 года назад +4

    Uyindoda Majola, UNyazi lukukhulise🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌

  • @JazmanDuzane
    @JazmanDuzane 5 месяцев назад

    Nyanda yemikhonto siyafunda kuwe Nsizwa

  • @nzuzomthembu8913
    @nzuzomthembu8913 3 года назад +4

    Sikleza kogwansile, injobo enhle ithungelwa ebandla siyabonga ngolwazi.

  • @sthabilewitness759
    @sthabilewitness759 3 года назад +3

    Hau wayikhuluma indaba enkulu bhuti uyayibona indaba yokungalingani iyona edala inkinga. Cabanga khn ungitshele ukt uthatha uwesibili kdw nm ngisewumama wengane engahlawuliwe kdw usevl wenzela lo akangitshela ukt mncane and umemenzela ngesikhathi ayethembise ukuvela ngaso ekhaya

  • @Mahlatshwayiva
    @Mahlatshwayiva Год назад

    Bayalwa kodwa abafazi bathi awukwazi ukumnika imali elingana neyami. Phela mina nginezingane eziningi. Kusho omdala.

  • @dumisanimkhizehisthirdnon3049
    @dumisanimkhizehisthirdnon3049 3 года назад +2

    hawu waze waykhuluma indaba enkulu cha ngiyezwa noma ngingakaganwa

  • @Mpathencono
    @Mpathencono 3 года назад

    Zikhona iyfundo la! izikhathi othalakala kahle ngazo ocingweni yiziphi Mhlonishwa?

    • @sizwemajola3717
      @sizwemajola3717 3 года назад

      7am to 8h30a and 17h00 to 19h00. Ungiphe isikhathi somthandazo 18h00 to 18h15

  • @nkosiyokulungandawonde6258
    @nkosiyokulungandawonde6258 3 года назад

    Yebo ke mfoka majola, Uma ekhlupha eyedwa ke uthi umlawula angakhombisi ukuzwa afune ukuyphatha yonke into yenzeke ngoba kuthanda yena, mawuthi uymluleka athi umqulisa amacala mhlambe ephuthe akade elenzile?

    • @sizwemajola3717
      @sizwemajola3717 3 года назад +1

      Uma uganwa UYACELA ngembuzi before USHELE INTOMBI. Manje uma uzibonele ngokwakho vele ungase UKHALE. WAMUCELA emsamu ngembuzi walinda?

    • @musawenkosimlaba2885
      @musawenkosimlaba2885 2 года назад

      Majola ngicela ukubuza ukthi nakhu ngizalwa umulanjwana nam ngaba umulanjwana ngasengikhulela kubaba nomama uhlalile la wase UyaShona ubaba Kanti akakhokhile lezingane ziphethelaphi ngoba akekho ozoqhubekela ubaba akanamfowabo

    • @sphesihlembatha4884
      @sphesihlembatha4884 Год назад

      Mfoka Mlaba zama ukumthinta uMshumayeli kulezi nombolo ayifakileyo…. Uma kuhlula lapho, ungamtholi ngezimo eythize, gibela itekisi uphikelele emzini weNkosi EBuhleni… uyofika ulithole usizo lapho