#ImbokodoInamandla

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 2 авг 2022
  • #ImbokodoInamandla
    Sihlezi nentombi nto ezigqajayo ngobuntombi bayo uNgipheni Ngcobo, oseneminyaka engu-72 kulonyaka! Ozobe ehlonishwa ngeziqu zobudokotela kanye nesakhiwo esizoqanjwa ngegama lakhe, ngomhlaka 6 kuNcwaba 2022.
    Uyintombi nto yasebukhosini eziphethe kahle, enothando futhi enenhlonipho kantike isimilo sibuzwa kuye. Uzalwa insizwa yakwa Ngcobo uSkhukhu kanye nentokazi yakaSembo uMaMkhize, okuyintokazi ezalwa khona ebukhosini le endaweni yaSembo.
    #Jabulujule #UkhoziFM #UkhoziFMTV

Комментарии • 10

  • @sthembisongcobo275
    @sthembisongcobo275 2 года назад +2

    Plus uthole ban yena 😂😂😂😍😍. The legendary Lady D❤️

  • @khanyishinga6351
    @khanyishinga6351 Год назад +1

    Aweeeeeee Ave Kushisa wazisiza we Mashiyamahle

  • @brianluthuli4662
    @brianluthuli4662 10 месяцев назад

    Lady D she's the best interviewer ❤

  • @shezinobuhle2466
    @shezinobuhle2466 2 года назад

    Wow ngyambongela mina locc isinqumo sakhe bakithi👌

  • @sthembisongcobo275
    @sthembisongcobo275 2 года назад +2

    Ngaze ngamthand u Auntie bakit muhle ngakhokonke bakit

  • @sydneyngobeni9223
    @sydneyngobeni9223 Год назад

    Maye Siyabonga....I really enjoyed this interview. Muhle and usimele kahle isigaba sakhe....

  • @wendykhawula651
    @wendykhawula651 2 года назад

    ahh sobe sikhona nkosyam💃..... inkulu le weekend🥰

  • @vusumuzimajozi33
    @vusumuzimajozi33 2 года назад

    Musho Kiki 🤗👌👌👌🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @GuluvaTv_since2021
    @GuluvaTv_since2021 2 года назад

    Kdw urt kwakuyinhloso yakhe ngb phel umuntu usuke eygcinele ukurt afike emshadwen kshirt yena akakafik lapho

  • @billiestan6064
    @billiestan6064 2 года назад

    kanti nibuye nifake nama disprins?🤣🤣