Ukhozi FM TV beluvakashele uDkt Lu Mhlongo umnikazi weNuma Medical Aesthetics

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 6 сен 2024
  • Uma ungumlaleli womsakazo Ukhozi FM uyamazi uDkt Lu Mhlongo ngoba ukewaba kuhlelo i-#Dankie1223 kanye nakuhlelo i-#WozaNabanganiBakho ngaphansi kwengosi ethi Nans’imeyili. UDkt Lu ukewambona kwesinye seziqephu zoKhozi FM TV lapho ehambisana noZukhanye Ngetu ongu- Senior Producer: Continuity womsakazo Ukhozi FM. Uma sakuphutha lesiqephu, ungasithola kule link: • Sikhuluma ngokujuluka ...
    UDkt Lungile Mhlongo esikhuluma naye kulesiqephu, ungumnikazi we Numa Medical aesthetics, okuyibhizinisi eligxile kakhulu ekunakekeleni isikhumba.UDkt Lu ongowakwaNgcolosi eHillcrest ngokuzalwa. Kulesiqephu usilandisa ngokwamenza wafuna ukuba uDokotela wesikhumba. Okunye kwezizathu azibalulayo kulesiqephu ukuthi uke waba nenkinga yezinduna okwamenza waze wabanokhwantalala phecelezi i-Depression.
    Funda kabanzi ngokuphathelene nesikhumba kulesiqephu.
    #UkhoziFMTV #DrLu #Numa #NumaMedicalAesthetics #UkhoziFM64 #UkhoziFM

Комментарии • 4

  • @nomthandazonxumalo4523
    @nomthandazonxumalo4523 2 месяца назад +1

    Syabonga kakhulu weNeliswa ukusilethela abantu abanosizo kakhulu abasebancane abazosiza nabanye abasha abanothando kulomkhakha wakhe...muhle kakhulu umsebenzi wakhe syaziqhenya ngaye siyindlu emnyama phambili ngo Dr Lu❤

  • @PhilimonZwane-mz4pp
    @PhilimonZwane-mz4pp 2 месяца назад +1

    ❤❤❤Sawbona. Yazzz. Nami. Iyangi. Limaza. Leyo. Yozwelo. Mina.❤❤ Ngingumdayisi

  • @dalenymzizi1606
    @dalenymzizi1606 2 месяца назад

    All the best Sisi, Buka nje uphusha kanjani, kmele ngizokusiza,

  • @samklelolatakisa1846
    @samklelolatakisa1846 2 месяца назад

    Private practice is a business. You can't give out freebies