Emzimkhulu VTS 01 1

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 24 янв 2025

Комментарии • 113

  • @dudundzimande1809
    @dudundzimande1809 10 месяцев назад

    Nawe Mzimkhulu awumcinyane..sibonga ukukhunjulwa uShembe ,amatempeli ayanda kakhulu kant bekunzima ....siyabonga Nyazi lwethu

  • @wendyntamo1494
    @wendyntamo1494 2 года назад

    Amen nkosi yamakhosi Nyazilwezulu Nkulunkulu Shembe 💯💯💯💯💯🙏

  • @salabemkhulumanzuza7542
    @salabemkhulumanzuza7542 6 лет назад +2

    Baba nkosi yamakhosi ngicela ubusise ukhalo lwami kube umsebenzi wezandla zakho amen

  • @mzamoalfredzwaneedumbe2087
    @mzamoalfredzwaneedumbe2087 9 лет назад +13

    ngiyayihlonipha lenkonzo BT angisabathi my fmly esabathayo BT One day nami zosabatha now akukavumi. my mum n Daddy base bahlula besabatha i love this nkonzo. god blessed

    • @mvelomthethwa880
      @mvelomthethwa880 8 лет назад +2

      kanti iya nje eSabatheni ukhonze .kancane kancane akujashwe ndawo

    • @hloniphanimzimela3891
      @hloniphanimzimela3891 5 лет назад

      Ngyathanda lapho akujahwe ndawo

    • @siyabongazungu1640
      @siyabongazungu1640 4 года назад

      uboya uma kuwu July noma January e Buhleni uzofike uzibonele nawe ukuthi abazali balandelani

  • @thobelaniscelo8684
    @thobelaniscelo8684 8 лет назад +12

    ngiyabonga inkosi uNyazi Lwezulu ,uyikho konke kumina...100%love

  • @lindanithandolwethuzungu9875
    @lindanithandolwethuzungu9875 4 года назад

    Nkosi yamakhosi Nyazi Lwezulu baba🙏

  • @nkosiyokulungandawonde6258
    @nkosiyokulungandawonde6258 4 года назад

    Nkosi baba ngiyakuthanda noma wena ufihliwe nkosi.

  • @mthobisiduma3382
    @mthobisiduma3382 6 лет назад +1

    Baba yiba namaNazaretha umhlaba wonke nami ngicela nkosi ungiphe ukholo nempilo le yami ecikizayo

  • @nosiphomkhize6349
    @nosiphomkhize6349 6 лет назад +3

    👐unyazilwezulu is the way oh nkosi yamakhosi uze uskhumbule

  • @bongekamabongza2825
    @bongekamabongza2825 8 лет назад +3

    ngyamthanda uShembe naye ngcela angithande angivikele ezingozini zakulomhlaba nasezitheni zami.amen

  • @isabelnzima9000
    @isabelnzima9000 7 лет назад +3

    uShembe nguNkulunkulu wama Africa mina ngakubona ngsezweni lakit eZimbabwe, kodwa ngingamanzi ngowe nyama ngangimanzi ngokukamoya Ngithe uma ngifika la Welikathaniya, Dingani, Sengakhona lo Mzilikazi kamashobani ngat nguye nguye lo uNkulunkulu. UNkulunkulu wangithanda ngaze ngambona ngamenhlo awenyama. Nkosi yama khosi ungikhumbule lami unguThixo wabo Thixo usizi lwami lwaziwa nguwe NYAZI LWEZU AMEN

    • @Sobahle1P
      @Sobahle1P 7 лет назад

      UBONGE NABADALA BAKINI BAPHINDE BAKUBUSISE NGOKUTHI UVUME BABEKTHUMA UKUBA UZOBAKHONZELA KUMNIKAZI WEZINTO ZONKE UNYAZI LUPHELELE AMEEEEN

    • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642
      @ldbuthelezil.dbuthelezi9642 7 лет назад +1

      Noma uloba noma ufunda ilwimi okungelona olwakho uNkulunkulu akuyena lo ombona ngamehlo kholwani nguJesu kusekuhle kini

    • @Sobahle1P
      @Sobahle1P 7 лет назад

      kholwa wuyeke wena ngabe uyamazi yin yena lowo jesu okhuluma ngaye

    • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642
      @ldbuthelezil.dbuthelezi9642 7 лет назад

      Cyanda Sobahle ngiyamazi engimkhonzayo unamandla nguye ongidalile kholwa nawe ungakafi ngoba ngale kwethuna akukho ukuphenduka

    • @nkosinathimthethwa3520
      @nkosinathimthethwa3520 7 лет назад

      Ld Buthelezi L.d Buthelezi usuke uphazame okokugcina uma uzama ukuhlukanisa uShembe ni Jesu, ngabe ngiyakudabukela, manje akusizi.

  • @bongabonga1757
    @bongabonga1757 6 лет назад +1

    uze ungikhumbule Jehovawam ngyohlala endlin yakho kuze lube sekuphelen kwezinsuku zami

  • @thobilesnelile9460
    @thobilesnelile9460 7 лет назад +3

    syabonga Shembe oyngcwele kusbutha ekuchitheken kwethu.100℅ olwethu uNYAZI

  • @thandiwes5412
    @thandiwes5412 8 лет назад

    Ngiyakuthanda Nyazilwezulu uskhumbule baba.mawubhala abakho baba obathandayo nathi usibhale Shembe oyingcwele.Izono esinazo zendlula izimnwele zethu baba.uskhumbule Shembe oyingcwele siyakuthanda. from Sesy Sthandiwe Sthole Nkulisa Temple Osizweni Newcastle

  • @babalohassinzintonga8268
    @babalohassinzintonga8268 9 лет назад +7

    may i be forgiven if i have done something wrong to you NYAZILWEZULU

  • @sbusisotomose4393
    @sbusisotomose4393 4 года назад

    Ngikhumbuze Nkosi lapho ngawakhona

  • @desembernkabinde1102
    @desembernkabinde1102 3 года назад

    Olwethu unyazi lwezulu amen

  • @siyabongasiyandile9133
    @siyabongasiyandile9133 9 лет назад +1

    ngiyamuthanda uShembe angizenzisi frm siyabonga sangweni eVryheid emthonjeni temple

  • @welisilelondi323
    @welisilelondi323 9 лет назад +1

    NYAZI LWEZULU uphelele Shembe oyiNgwele, chibi elihle lokugeza izono zethu

  • @sphemagaye8365
    @sphemagaye8365 8 лет назад +4

    Mmm uNyazi unkulunkulu....and ngiyema lapho

  • @sikhonatshongweni2184
    @sikhonatshongweni2184 3 года назад

    Nkosi eNgcwele ngicela izibusiso zakho nam zinga dluli

  • @salabemkhulumanzuza7542
    @salabemkhulumanzuza7542 5 лет назад +1

    Akuyena umuntu lona unkulunkulu pho baphambana nobungcwele babhekephi abantu?

  • @bongwankosi6918
    @bongwankosi6918 6 лет назад

    uze ungkhumbule Shembe Nyazilwezulu ezifisweni zami ziphumelele, Amen

  • @mvelomthethwa880
    @mvelomthethwa880 8 лет назад +3

    uze ungkhumbule Nkosi .yayinhle into yethu .yayinhle iNkosi yethu

  • @thobilesnelile9460
    @thobilesnelile9460 7 лет назад

    nkosi Nyazi lwezulu ngcela ungkhumbule Shembe oyncwele.ngcela babaa ungazbheki zono zami mangiza kuwe.ngyakthanda Nyazi lwezulu

  • @manqobangwenya3528
    @manqobangwenya3528 6 лет назад +1

    Ukube uShembe akakh ngabe sengafa noma ngabe ngidonsa udilika jele kodwa ngob unkulunkul bakh ngyphila angikaze ngihlupha ke kodwa a ngisebenze kant unnguban lona

  • @fezekakhomo1842
    @fezekakhomo1842 7 лет назад +4

    Ngiyaykhetha inkosi yasekuphakameni uSHEMBE UNYAZI LWEZULU

  • @thokozanimchunu4247
    @thokozanimchunu4247 5 лет назад

    uyingcwele UNYAZI lwezulu uyingcwele Nkosi yamakhosi mvelinqangi wawkhona umhlaba ungakabibikho usemhkathini wamagugu aseZulwini wehlela emzini wamakhosi wehlela maZulu bantwana baseZulwini

  • @zamaswazismall2495
    @zamaswazismall2495 8 лет назад

    yinhle into yasezulwini manazaretha sicela unyazi lusembhathe njalo kulomhlaba onezilingo amen

  • @nosiphogumede7792
    @nosiphogumede7792 8 лет назад

    kungithanda kwakho NyaziLwezulu makwandiswe kasikhombisa mihla yonke yokuphila kwami ..I love You with ol iam

  • @ntombifuthizanele5928
    @ntombifuthizanele5928 6 лет назад +1

    Nyazi lwezulu ngicela ungifihlele inkosazane yami kwizilingo zomhlaba ize iyigcine imiyalo ka 25.

  • @khanyisilevuyokazi8976
    @khanyisilevuyokazi8976 8 лет назад +12

    ngiyamkhethu uShembe

  • @nqobilenzuza2149
    @nqobilenzuza2149 6 лет назад

    Nkosi yamakhosi wuNKULUNKULU impela,asikungabazi nakancane SHEMBE OYINGCWELE. Uze ungaslibali

  • @siyabongankunzebomvu8336
    @siyabongankunzebomvu8336 5 лет назад +2

    Phambili ngo Nyazi lwezulu.

  • @khumalonkosi628
    @khumalonkosi628 7 лет назад

    baba usikhumbulenjalo thina ndlemnya imsebenzi yakho iyesabeka nkulunkulu wokhokhobethu umdali wakuthuma kithi ngokukwethemba

  • @thobanimorel599
    @thobanimorel599 5 лет назад

    Amen ngo shembe phambili ngonyazi lwezulu

  • @xetshulwayonazoke2155
    @xetshulwayonazoke2155 8 лет назад

    U Jesu uyinkosi uyabusa and akavotelsanga asimkhethanga uyena owakhetha thina.

    • @Sobahle1P
      @Sobahle1P 7 лет назад

      AKEKHO NJENA OBUZE LOKHO INKOSI IKBUSISE USHEMBE ESAZOKUKHUMBULA AKUPHE AMEHLO NEZDALWA ZAKINI AZIVULE AMEHLO UMDUMISE

    • @njabulonjabulo5748
      @njabulonjabulo5748 7 лет назад +1

      Manje ungenaphi loJesu wakho Lapha hambodlinyoka, no Petrol ufuthwe ngedumu, slandeluNyazi thina nawe yeneliswa uJesu wakho ngagxmbukeli entwini zabantu.

    • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642
      @ldbuthelezil.dbuthelezi9642 7 лет назад

      Njabulo njabulo uthini pho? Konke okulotshiwe embalweni akusikho okubonayo na? Yebo noma ungebone manje konke kwalotshwa ukuba sikholwe lapho kwenzeka thula wena uzobona okukhulu kwehlela phezu kwabantu abangenaNkulunkul. Ngalelolanga uzokwazi ukuthi uvaselina akuwona owokuphilisa kuphela nguJesu iNkosi emhlabeni wonke.

    • @nomthandazon6582
      @nomthandazon6582 5 лет назад

      Nhlanhla Zakuza wabusa kwajuda manje kubusa abanye washona

  • @thandozee8278
    @thandozee8278 6 лет назад

    Shembe inhlr into osenzela yon shemb is the way I love u nyaz lwezul

  • @vusimngomezulu5219
    @vusimngomezulu5219 4 года назад

    Awudeleki nyazilwezulu

  • @slindilebongekile3698
    @slindilebongekile3698 6 лет назад +1

    olwethu uNyazi..😍

  • @phillymchunu2343
    @phillymchunu2343 6 лет назад

    MUHLE UMDALA WEZINSUKU FRM FROM MANDY KHUMALO ETHEMBENI TEMPLE

  • @velemsenikhumalo9100
    @velemsenikhumalo9100 8 лет назад

    ngyaluthanda unyazi lwezulu ngikhulekela ukuba lukhule lubonwe izwe lonke nomhlaba uvume nohulumeni alubone unyazi lwezulu lunguye onguye

  • @sphesihlencwane3912
    @sphesihlencwane3912 4 года назад

    ngiyamthanda ushembe ngiyazi naye uyangithanda ubaba

  • @wonderboyzweni4578
    @wonderboyzweni4578 7 лет назад

    Shembe ungangilibali nkosi yomusa ungithande njalo Baba

  • @thobanindlangamandla8278
    @thobanindlangamandla8278 6 лет назад

    UShembe uyinkosi yasezulwini ufanelwe udumo nothando

  • @nompumelelomathenjwa6441
    @nompumelelomathenjwa6441 6 лет назад

    ngyaluthanda unyaz lwezulu nkosiyamakhosi uze ungikhumbule nam nkosazane yentethelelo ngbuyele esontwen

  • @lungilekhuzwayo5496
    @lungilekhuzwayo5496 6 лет назад +3

    Ngiyalukhetha uNyazi mina Lungile Khuzwayo.

  • @zolekdlamini2819
    @zolekdlamini2819 6 лет назад

    woo muntu welabakithi Thembeni mzimkhulu

  • @ntokozomokoena1575
    @ntokozomokoena1575 9 лет назад

    Shembe #usizilumi lodwa# uskhumbul singabant basemhlaben abanezon NyaziLwezulu

  • @lungilekhumalo4468
    @lungilekhumalo4468 5 лет назад +1

    Skhumbul nkosi thina zoni

  • @ntokozomokoena1575
    @ntokozomokoena1575 9 лет назад +7

    inhle iNkosi yeSabatha uNyaziLwezulu

  • @xolanimazibuko1656
    @xolanimazibuko1656 5 лет назад

    UyiNkosi baba wethu uNyazilwezulu Shembe

  • @nobuhlendlovu5279
    @nobuhlendlovu5279 8 лет назад +7

    ngyamthanda ushembe ngicela angithande

  • @amenbiyela9606
    @amenbiyela9606 6 лет назад +1

    💯 unyazi lwezulu

  • @sbongisenijohannes8026
    @sbongisenijohannes8026 7 лет назад

    ufikile olandelwa zizwe mlandeleni bantu nonke ngoba nelwane sezambona

  • @nsilayenja
    @nsilayenja 3 года назад

    is it true ukuthi awagqokwa ama phenti la?

  • @manqobakantobehncobasmanda5205
    @manqobakantobehncobasmanda5205 6 лет назад

    Ngiyamthanda ushembe..@ncobas' x12..?

  • @mandlangwenuya4561
    @mandlangwenuya4561 7 лет назад

    nkosi yamkhosi dwala laphakade mthunzi wethu oyincwele wokuphelel siyskuthanda nkodi yrthu kodwa sizibon sengathi sikuthand kancsn kunalokhubosenzel khon

  • @nokulungapretty405
    @nokulungapretty405 6 лет назад

    Nngegama lakho Jesu nampa bantu bakho sikhumbule ngabo bebone kuthi wena Jesu nguwena obusayo Ame

    • @nomthandazon6582
      @nomthandazon6582 5 лет назад

      Nokulunga Pretty inkosi yamaJuda sisi leyo yeka uphuzo olunamandla

    • @hlengiprecious8402
      @hlengiprecious8402 5 лет назад

      phetheni chiliza
      yaze yayihli inkonzo yasekphaka meni mina ngizcelela inhlanhla nje kuphela kubaba Amen

  • @fanozifakude8321
    @fanozifakude8321 9 лет назад +1

    inzima indlela yonyazi lwezulu ukuhamba kuyona

  • @ziphongcobo5316
    @ziphongcobo5316 8 лет назад

    uphiwe maSishi, izwi lakho elasemsakazweni impela, uphiwe mmmmh

  • @carolinembedzi9572
    @carolinembedzi9572 6 лет назад +1

    Ngyalithanda unyazi lwezulu

  • @nkulekeddy3375
    @nkulekeddy3375 7 лет назад +6

    yaze yayinhle intoyasezulwini

  • @sthabisosikhakhane4885
    @sthabisosikhakhane4885 7 лет назад

    SHEMBE NYAZI LWEZULU siyslithanda

  • @scelomavundla5226
    @scelomavundla5226 6 лет назад

    uNKULUNKULU uthi ezwini lakhe "ABANTU BAMI BAYABHUBHA NGENXA YOKUSWELA ULWAZI BESE LITHI UQALEKISIWE UMUNTU OTHEMBA LAKHE LIKUBANTU"
    USHEMBE AKUYENA UNKULUNKULU UMUNTU NJE OSAZOFA AYOLAHLWA ESIHOGWENI NGOBA UDUKISA ABANTU NABO BONKE ABAMLANDELAYO BAZOLAHLWA KANYE NAYE KWALASHA.

  • @siphelelebhekamangwane9151
    @siphelelebhekamangwane9151 6 лет назад

    sacela ukuba zibuyiselwe izinkonzo zashembe 261

  • @kusasalethumntungwa720
    @kusasalethumntungwa720 5 лет назад

    Amen

  • @siphesihlemtshali3109
    @siphesihlemtshali3109 5 лет назад

    phambili ngo nyaz

  • @sindiphicani5180
    @sindiphicani5180 8 лет назад +1

    undikhumbule shembe

  • @bonganimolemane183
    @bonganimolemane183 7 лет назад +3

    olwethu Unyazi

  • @sphamandlakhambule4091
    @sphamandlakhambule4091 9 лет назад +2

    EMAMPONDWENI MAKUBE NJALO MAZIKLAZI ZONKE IZIZWE

  • @nduduzomchunu7837
    @nduduzomchunu7837 6 лет назад

    uvela ezulwini shembe

  • @mxolisinkabinde8976
    @mxolisinkabinde8976 6 лет назад

    UNyazi lungunkulunkulu 100%

  • @xetshulwayonazoke2155
    @xetshulwayonazoke2155 8 лет назад +3

    Jesus is Load and every knees shall bow.Philip 2:8,10

    • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642
      @ldbuthelezil.dbuthelezi9642 8 лет назад +2

      Ukusho ngani ngoShembe na? Mina ngisho ngoJesu Kristu ukuthi akekho namunye oyongena embusweni weNkosi ngandle kukaJesu ngakho-ke owamukela uJesu ungokaNkulunkulu wami kepha kophika uJesu akayena owakhe kuphela uSathane

    • @xetshulwayonazoke2155
      @xetshulwayonazoke2155 8 лет назад +2

      Ld Buthelezi L.d Buthelezi u Jesu uyabusa and wasxwayisa nangaba profeti bamanga.U NKulunkulu walithanda izwe kangaka waze wanikela ngendodana yakhe ezelwe yodwa ukuze kube yiloyo naloyo okholwa yiyo angabhubhi kodwa abenokuphila okuphakade.ongakholwake u Jesu uzobhubha ngenxa yalamazwi

    • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642
      @ldbuthelezil.dbuthelezi9642 8 лет назад +1

      Yebo mfowethu! Kuhle lokho uma kwazeka impela, akekho namunye oyozilandulela ngalolosuku ngokuthi "ngangingazi,angibonanga,kangizwanga"kepha konke kusobala phambi kwamehlo abo bonke lobo bufakazi ngaye, ukuthi unguNkulunkulu onamandla wonke ngoba kubonakala ngayo yonke imisebenzi yakhe emihle nelungileyo. Impela noma abantu bengakholwa nguye ngithi amagquma nezintaba namawa nakho konke kufakaza ngaye uNkulunkulu wami. Ngifikile ukuqaphisa nokuxhwayisa osezwayo phakathi kwemihlambi edukayo ukuze kusindiswe abanye kuyo. Ngingumlindi, kungeze ngathula futhi ngoba yena ushilo wathi" akathozi ngokufa kwesoni kepha uthokoza ngokuphenduka kwaso siyeke indlela yokona size senze okuhle nokulungileyo phambi kweNkosi.

    • @xetshulwayonazoke2155
      @xetshulwayonazoke2155 8 лет назад

      Amen

    • @patriciamvulane4885
      @patriciamvulane4885 6 лет назад +1

      Nhlanhla Zakuza:u shembe unkulunklu nge misebezi yakhe...wasifihla ngothando lwakhe nango musa wakhe siyamubonga u shembe.wachoboza izitha zethu

  • @mfanafuthimzimela8190
    @mfanafuthimzimela8190 8 лет назад

    M m m

  • @velemsenikhumalo9100
    @velemsenikhumalo9100 8 лет назад +2

    ngyaluthanda unyazi lwezulu ngikhulekela ukuba lukhule lubonwe izwe lonke nomhlaba uvume nohulumeni alubone unyazi lwezulu lunguye onguye

  • @sthabisosikhakhane4885
    @sthabisosikhakhane4885 7 лет назад

    SHEMBE NYAZI LWEZULU siyslithanda