SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngamshaya ngomuthi wokuthi azilengise umawengane | S1-EP184
HTML-код
- Опубликовано: 5 июл 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #confession Развлечения
Cha sincolile kodwa singabantu besifazane😢💔
😂😂uyaybona kdw lendaba yenu EY futhi Nina! Kdw ke uyise kaJesu ukhona uyabuka thina akukuningi esingakusho uyena owazi isiphetho salesisizukulwane esonakele kangaka.
@@pottersngwadla1195😂
@@Nomvulatshabalala-wl5wl yeyyy....ngoba umfazi ufa azi.
Lord please forgive us WOMEN
Worse iblacklife iphethe amazulu wodwa yuuuuh ai cha umuthi ngowenu
@@nthatisengletula8392 😂😂😂😂
Mamello is asking clear questions guys stop saying she's judging,you did the same thing to Lungsta 🙄nifuna uMamello aphelelwe umsebenzi🚮
No Molapo seriously speaking besides this Lustar was judge Judy period...she wasn't good for this job
Bamoshela abanye umsebenzi I wrong lento. ULungstar nje waye ryt
And umntu Uma enganikwa ithuba ngeke enze lento ayithethako yena
@@phindilelinnet106as if Wena u good hayi suka wena
Yes stop it Guys
Igazi lomuntu liyakhuluma, amaphiyisa awasale sembopha losisi
Asiphephanga kulabathakathikazi
Sungaze umbulale pho 💔😭
Wamhle Mamelo ❤🎉 with your natural hair dali futhi uluphatha kahle hlelo❤❤❤❤
I love her she is so sweet ❤❤❤
Uyangichaza nami uMazondi❤❤❤❤
Yabuhlungu lendaba, isihlungu esingaka kodwa. Shwele Jehova
Bomama asithandazeleni abantwana bethu😢 bavikeleke kulobuthakathi balelizwe
Awu lengane iyathakatha incane kangaka😂😂😂😂
I'm speechless... sazalwa nabanye sofa nabanye inkosimpela...
@jabusikhakhane1465 ungasho uliphinde dadewethu haaaawuuuu
UMamellow is not judgemental @ all. People need to be held accountable for their actions. We are talking murder, someone's child is deceased unfortunately we can't sugarcoat that. Worse part she found this lady in a relationship with this guy and settled for seconds. We can't treat her like she is a victim please, imagine uboy is gonna go through life without the love of his mum because of selfish decisions. Yhooo woman 💔💔💔
Where's the evidence cause this won't stand in court
@@Inyanga-yeMswati_TV she admitted to it on this video but her conscious will forever be imprisoned without the so called evidence.
She just confess on live tv 😂@@Inyanga-yeMswati_TV
Mamello asks relevant questions almost like an investigator to get to the jist of the problem. She’s improved so much from the first few episodes 🙏🏼
Isizukulwane sezinsuku zokugcina asisabi ukubulala
Sisi Mamello siyabonga usphathela kahle izinhlelo zakho, sesbukela wena,ezinye iy qephu ay bukeki ngenxa yobu lwane obuvela kuma episode bt i maturity yakho ia on another level Big Ups
cha ukhohlakele muntu wesfazane
Mamello uyachaza yazi futhi uyawazi umsebenzi wakho🎉🎉🎉🎉
Ayi kahle akawazi umsebenzi wakhe kwesinye iskhathi uyehluleka nje ayibo 😮
Kubi emjolweni ngoba kusenza senze izinto ezirongi
Bengzothi mangthola ukuthi wuwe owambulala bengzokwala slima somfazi,uyangcika ngalento owayenza ekbeni wafika kamumva Mzaciyane.
Ayi bandla bafazi siyoze sife sazi ngyasaba mina angitholakali ngiphendula kodwa nje ngithi hawuuu wemuntu wesifazane awusemncane nemithi yokubulala 💔💔💔💔
Yingakho wanele wamithisa ngaphuma kuye wiii ayy kuboliwe ezwen
Nezinyanga nazo fanele zingenelele kuloludaba,ngoba konakala igama lazo, ayikho inyanga enganika umuntu omncane kangaka umuthi wokubulala,unjengaloyo worse 😢
May that Sangoma eskiwa Nongoma repent coz he s a killer
Ash abanye.abantu baphendula fast abalalanga shame umufi uyidlozi elihle uyaziphendulela ukhohlakele ntomnszane umona wonke Lona jeza umncane kangaka uyathakatha
bayaloya abantu besimame😭😭😭😭😭
@nomcebomabaso9524 ngi ba saba...bakuthakatha kuphele ngawe
Tjoooo ngathike wena ngaba nempethu ukufa kukudle uze ushonenawe mxm rabish
Guyz abantu banesibindi umbulale nje umuntu nkosi yami kwanzima emhlabeni esiphila kuwo sale usubuya nkosi
😂😂bekmele uphindele kwaNongoma uyolanda lomazkhunge wakho uwusebenzisele lomngane wakho osekudla imali cos vele uyabulala wena
😂😂😂😂
Exactly 😂😂😂😂😂
😅😅😅😅😂
Kube yindoda ngabe nithi ayiboshwe😢 akaboshwe losisi ubulele mus 😢 akajeze FINISH
Ayadingeka amaphoyisa kule show yazz😢
Akaboshwe losisi
Usathane uhamba ngezinyawo😮...ngampela usemhlabeni😢😢😢
Yho isibindi kodwa sungaze ubulale umuntu ngendoda
Ngiphelelwe amandla😨😰😱
Ngathi usho mina Jesu
😢Abafazi abahlukane nezinyanga ngoba barely ukuyomosha,bangazenzi anadoda coz amadoda ayalungisa the most😢 wena sisi ngingasho ukuthi umthakathi nje FINISH
Kahlekahle usisi akazisoli wenzwa indaba yomngane😭😭
Ewe, blackmail inkinge.
Usubotshiwe Wena wabulala umuntu
Uyafuneka endlini bo.
😅😅😅😅😅😅
Jhuuu the lady una sibindii xem , U bulala muntu just for love that was not there,her son is mother less now,she has to be arrested and be given life sentence
Habeeeh nangumthakathi esaba ukufa
Mina ngizibuza unembeza uyephi nalezinyanga ukunika umuntu umuthi wokubulala noma ezwa isizathu akana cala but umona nje
Zingabathakathi akusezona inyanga
Waze wamncane nesinqumo esingaka khawuyithathe uyizise kuwe lento ubulawa ushiya ingane incane bubunja noko owakwenzayo . Lungisa cc intliziyo yakho cel intethelelo ku Mdali . Ngba xa ungenzi njalo usazobulal abanintsi syakhala singo Mama bezwe ngabantwana bethu . Please Turn your heart to God 🙏🙏🙏🙏
I wish ufele khona ejele
😂😂nje
Nkosiyami yazi iwiniso kanti ukuthi lomuthi ukanoNgoma,kodwa kubhlungu yazi mina angazi noma ngi dom yini i can share umuntu wesilisa or ngihambe if ngihluleka then ukukhipha isidumbu even lento yokufaka isichitho nje angeke ngiyenze komunye umuntu
Awukho Dom, " SIYAPHILA ISAZELA SAKHO"
Ngalendlela uYehova awayekudale ngayo.
Thandaza nje ntombi, uhlale unjalo.
Mamelo you look so beautiful 🥰❤️.
Bekumele umtshele umngani wakho ukuthi naye uzomyela kwanongoma azikhunge naye anye nyiii😂😂
😂😂😂😂😂
Kkkkkkkk anye nyi
And they must arrest u gal
How?? What will be the charge in the court of law?
Angsoze ngabulala umuntu ngoba ngfuna ukthandwa ngamane ngigugele khaya
Ei waze wakhohlakala ngane indlela omncane ngayo 😮 ai xem uyathakatha wuuuh ai ngigeza izandla skhohlakali sengane nxxx
Isbindi eninaso😔
Yhoooo ukuthakatha kunjena ke . Abantu bakhuluma ngokungathi bayasifuna isthembu kanti bafuna ukuthakatha 😂😂🎉🎉
The fact that umama wengane lo sisi amushoyo wayengapheli olimini lwendoda, kwakufanele azibonele ukuthi yena uzovala isikhala sakhe hhayi ngoba ethandwa. Kwakungafanele aze ammithele kwasekuqleni lo bhuti because clearly he was not over the first baby mama
Ayi ntombi yayingekho into ongayenza , uze umbulale pho KUYAYIWA🤭
Igazi lomuntu liyakhuluma uyazilwela Uma wengane ngomngani Hhawuuuuu silokhu Sibabazenjalo kulongaka hhayi🙌🙌🙌🙌
Abantu ushonephi unembeza Jehova 😢😢😢😢😢
Yoooh uze umbulale pho uyathakatha cc
Bantu beslisa syafela izono zenu kodwa😢 ngenxa yokuhambe nibutha nje
Uyazi yini bakithi,
Usho uliphinde
Yey bo😢
Sifel uni kodw, coz nalabant abaloboli
The very same thing is happening to us men. Masingayeka ubufebe both genders uzoba ngcono umkhuhlwane
Wathakatha umncani aw asiphephile impela kulabathakashana ....uphi Lungster bakith akabuye boh
Akasemncane ke umbulali ongenanembeza kulowo mzuzu Jesus Christ 🙏
😢uyinja kodwa
Mm kwaze kwabuhlung 😭😭
Yei izimanga enihlangabezana nazo ngiyazesaba yini kona nkos izwe life ngeengane zethu yini baba sasoneni engaka yininje engaka iingane azesabi ukubulala iinto enkulu kangaka ubulale umuntu pho umbulalele intombi pho yooò hai.
Mamelo bbe neh vc emtoti👌
Ukuph u Lungsta, we miss her
I miss her so much bandla
She got a job somewhere , lets move on
Stupit quetion
Umona kumuntu omnyama. Abathakathi sibabona kumacomment
@@Sphelelesikhakhane nguban umthakathi coz this it just a question? Ngazozenza nqono wena
Awukaka lahli usazobulala ,umubi shem,kodwa lezozinyanga ezisebenzela ebumnyameni zizobuzwa
Uma kuthiwa lyakhuluma igaz lomuntu ksuke kshiwo into enje u dersevit ngeke ize ukthole ukphumula
Waze waphatha imithi emibi mntanami engabe yoguga ube njani!!!
Kuse Mona ke lakuno mayikhunge khona🤣😂 Imikhuba elaphaya 😳😳dankie
Lol emona yangakithi Jesu enkanjini jesu
😮cha ukhohlakele ntombazane usungaze wenze into ebhlungu kangaka,uzasozwa nawe cc amabhadi ayakulandela ukuphumula angeke ukuthole cc uthanda imithi mthakathi ndini 😢
Nkos'yam lomthakashana angayibulali ingane ngyazisa
Uyi nja mgodoyi wesifebe sothakathi asale esembopha naye lowomthakathi abolele ejele 💔💔💔💔💔💔😭😭😭😭
Ayiiii kungani ngempela mantombazane ninjena kube into ziyazenzakalela kwenziwe izwe labafazi natha sibenelethu izwe
Banesbindi abafaz yooh
God please help me ngingabulali muntfu noma ngabe ngicakwe yin😢😢😢😢
Ukhohlakele gl njengoba usuqalile usiyoba umthakathi njalo
Umphefumlo womntu ngeze ufane nowesilwane awuti mawuhambile kuvele nje kuphele okwembovane
Ayi kunzima ezweni
kodwa jesoo, wengane waze wawusatane. what a society we live, uma singawukhuzi lomhlola impela kuyabhubha no one is safe. awnkosi yam
You are killing it mamellow🎉❤❤ love you
Thankyou Mamello,mihle imibuzo yakho❤
Yoooo Shem gal uyinja ungaze ubulale umuntu pho you suppose to go to jail uncolile Shem, nihambe izinyanga nibancane Yoooo uyinja Shem, lazinyanga zincolile
Sanzima simo for ubhuti 😢😢
Sathane umncane kanje uyabulala lwabish doti uzofa nawe sengathi ingakushiya leyondoda
😢uyalayeka mthakathi Ndini ngathi lomgani naye engakubulala hawu umncani kangaka uuwusathani
Unobunja we ntombazane 😢
This guy "loved" his first baby mama..kodwa-ke ngoba abadeli abafana sibatshela ukuthi amantombazane ayaloya abayeke ukusijolela! Buka manje, wuye owabulala umama wengane yakhe. Ayi
Mamelo ✨🥰kodwa yaz ukusho nje kalula ngathi wenza into enhle
Ngifisa ngabe obaba bezingane bayazibona izinto esidlula kuzo egamen lama side chick egcinen izingane zethu zisale zingenabo omama.
💔😭😭😭
Kungcono nje umyeke umuntu, into ebuhlungu ukuthi uyena futhi owathatha Indoda yomuntu!
Skhohlakali senja sies mthakathi ndini
Mmmmm bafw2 ukufeba sifaka abantu bethu encuphen 😭😭😭
😂😂😂😂ku rayt ngoba nibuyee ngikubone lokho into enisenzaa yona
Mina angisabuyi lapho ngoba ngingalala ngibaliwe ejele mina ngithi ngizokhulula inhliziyo ebotshiweyo kanti ngiyovalelwa umzimba wonke wuuuuuuu ruuuunnnnnn
AmaZulu ninje kanti
Yooo cha kunzima yazi lamhlabeni...😮😮😮😮 Uthole umuntu ezwana nomuntu wakhe ufike bese wenza kanje akukho ryt Shem.
Mthakathi omncane Father God Salusubuya Jesuu zwaSeShowe
ifa msunu
Kunzima ucine ubulala umunti
After confessing to the boyfriend may they arrest the murderer
😮mina cela kwazi ukuthy uyimalini lomuthi
😂😂😮Jesus Mina ngifunela baby daddy 😢
😂😂😂😂😂@@Busi-ki6eo
Svaja once said “Sek’ngaze kufumuntu “
Kfanele uboshwe uyaz mbulali lengane owayihlukanisa nomawayo kushukuthi I nje kuwena Uma uyibheka hawu jesu ccy
😢😢😢 ukhohlakele wena sathane omncane kangaka .
Mammelo thanks for Questions well do mntase
Girl you are evil how can you do such an act in the name of love. You must be arrested for doing that. Love cannot be forced just because you have a child with someone you cannot kill for that.
Sorry sesi e belamafelelo o tsepe Mokgotsi
Mukhula wena uzoba nemfene yakho yoh isibindi onaso ukhohlakele hawu💔💔💔
Endlini vele akumelanga aye lomuntu usenecala uzivumele yena ngokwakhe akaye ejele