Podcast Yabantu EP 63 | King Nation on Insimbi ZeZhwane, Elvis “Ma Elli” Mathe, iJele, Umculo, Umama

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 24 ноя 2024

Комментарии •

  • @podcastyabantu
    @podcastyabantu  8 месяцев назад +21

    Sithanda ukubonga wonke umuntu osibekezeleleyo.
    Siphinde sixolise nge delay ebekhona izolo.
    Nangu umfana, ngowenu, mxhaseni.
    Ongamthandiyo kadlule athande labo abathandayo.
    Sicele sivumeni singabantu ukuthi angeke saphiwa ngokufana.
    Ukuthi uyakopa lakho asocala, at least kukhona owakithi who inspired him.
    Asizameni ukuvuma ukuthi asifanani futhi asizameni ukuphilisana kuhle singabantu.
    Singabantwana bomuntu munye, siyisizwe esisadinga ukukhulula lokukhulisana.
    Nxa kukhona umfana akuphambanisayo, asimboniseni Hayi ngenhlamba.
    Lo DJ MaPressa wamvuma kahle umfana waqeda wamxwayisa ngesizotha, ngothando lenhlonipho.
    Asizameni ukuqhwagana ngomculo Hayi ngenhlamba.
    Ongakayiboni Eilpisode ka King Nation, ikhona ku RUclips.
    Siyabonga ithuba.

  • @memorynkomo9461
    @memorynkomo9461 8 месяцев назад +15

    Eqinisweni irhumba ngangiyithandi ngayithanda ngo Elvis ku ngoma yakhe ye juba lemvula bengingikwazi ukuthi yahlatshelwa ngu Elvis lawe u king nation ngithanda I gama lokuthi Yi role model yakho qhubekela phambili ngomsebenzi ❤❤❤❤

  • @ndolompn
    @ndolompn 8 месяцев назад +12

    This guy has a beautiful story to tell nge journey yakhe yokungena emculweni. He will be someone big in this music industry. Mau God bless him, give him strength and wisdom to grow.

  • @Zim_Rhumba
    @Zim_Rhumba 8 месяцев назад +11

    I like his confidence, uhlakaniphile ujaha…..thankx to podcast yabantu

  • @nickydube2686
    @nickydube2686 8 месяцев назад +12

    Siyabonga King mina nje bengingakuthandi kodwa from today ngiyakuzwisisa inkulumo yakho iyahlabusa sengathi ungaqhubeka uyephambili NANKOKE

  • @nonhlanhla_p23
    @nonhlanhla_p23 Месяц назад +1

    King Nation to the world syabonga ❤

  • @kwazinkosisibanda8034
    @kwazinkosisibanda8034 8 месяцев назад +7

    Siyabonga I podcast yabantu for giving this guy a platform

  • @bonganindlangisa3567
    @bonganindlangisa3567 3 месяца назад +2

    U a true story teller 👑

  • @SithabileNcube857
    @SithabileNcube857 8 месяцев назад +9

    Ngaze ngayithanda indlela achaza ngayo umfana ngikuzwa kahle mina King and am behind you❤

  • @hlaloncube2312
    @hlaloncube2312 5 месяцев назад +1

    Ngiyabonga for this Episode, ngimzwile uKing nation ngibonge laku Mo-Shaba lo Joyful qhubekani ngomsebenzi bafowethu.

  • @WorshipSibanda
    @WorshipSibanda 8 месяцев назад +9

    Siyabonga kakhulu podcast yabantu nomfana uvuthiwe ngendlela embona ngayo

  • @HappyLemonade-vi7ey
    @HappyLemonade-vi7ey 8 месяцев назад +7

    Siyabonga umsebenzi ku podcast yabantu, ivuthiwe inzizwa u King Nation❤❤❤

  • @desiredubegenius6690
    @desiredubegenius6690 8 месяцев назад +7

    Wow I just fell in love with this guy...thanks gentlemen Joffy and isiqholo

  • @SukoluhleAmanda
    @SukoluhleAmanda 8 месяцев назад +7

    Siyajabula king nation n uyasjabulisa kakhulu thina siyajuvuma from binga laba abathi udinga udumo yibona abadinga ukuduma ngawe big up king nation isizwe ziyakudinga

  • @perfectmendy
    @perfectmendy 8 месяцев назад +11

    I can listen to this guy all day the way ochaza ngayo uhambo lwakhe 🙌🏾 if i management yakhe iqinile lonyaka uzahlupha u nation (ayiyeleee manqinayoo🎤🎤🥁)

  • @mbelealex112
    @mbelealex112 8 месяцев назад +8

    King Nation qale ngokuthi sorry ngokwakwehlela, enye into isiphiwa sakho sikhulu man, keep up, to be honest I did not know about ur music but from now on I'm on ur page man. Podcast yabantu danko, I love you guys ❤❤keep up.

  • @KhulumaniDube
    @KhulumaniDube 6 месяцев назад +1

    Sibingelela sphinde sbonge kubaphathi bohlelo,NANKOKE ,King nation sekwenzile ukhaliphe ngendlela exakayo mfana kungakho abantu abaningi bexakeka,qhubeka ushayi ngoma usduduze ngoba sashiywa liqhawe elingumaElly,ungumduduzi wezwe kude la oyakhona,Big up King,ngumfokaDube eKezi

  • @Carlosbennyx7q
    @Carlosbennyx7q 4 месяца назад +2

    Khuphuka king nation

  • @NoelMkandla-n9r
    @NoelMkandla-n9r 8 месяцев назад +3

    He is such an intelligent and humble young man. Her mother should be very proud of him. I'm recruited.

  • @ScaraWakhona
    @ScaraWakhona 5 месяцев назад +1

    Yazi lomjita ukhuluma kahle ngoba lami yinto engenzayo ngoba ingoma ivele izifikele kimi ❤️

  • @GPTacticalReaction003
    @GPTacticalReaction003 8 месяцев назад +6

    The king nation of mthwakazi nation,hayi mfanakithi uzakahle kakhulu.syabonga ukuthi uyakwazi ukudlala ngolimi njenge nsimbi zezhwane thumbs up ngamaciko ethu bafana bakithi ❤❤

  • @nxumalonhlonipho7454
    @nxumalonhlonipho7454 8 месяцев назад +7

    Bengifisa kakhulu ukut bantu bakithi siziqhenyeni ngale channel yakithi nje siyinikeze uthando ngiyacela bakithi❤

  • @sakhisilenyathi3684
    @sakhisilenyathi3684 8 месяцев назад +2

    Uqeqeshile ngokuhlakanipha komoya lamazwi akhaliphileyo,amazwi amnandi ahlabusayo ,I gave myself time to watch n finish the whole video I'm really inspired,thus my tym hearing from you Big up King Nation.

  • @Dumisanimthembu-q7j
    @Dumisanimthembu-q7j 8 месяцев назад +6

    King Nation mfowethu ngiyakuvuma mina ngedwa hayi lonabani uhlakniiphile kakhulu futhi😂😂❤

  • @peacempilusa976
    @peacempilusa976 8 месяцев назад +7

    Best interview ever we need part 2 podcast lanamhlanje anfenzanga u next😂

  • @forwarddube605
    @forwarddube605 8 месяцев назад +7

    Uking Nation uhlakaniphile ngiyamvuma lomfana nami ngangingamtholanga kahle ngiqala ukumuzwa kodwa cha mina ngingumculi kamaskandi ngingacula naye ngoba vele abantu bathi ngicule irhumba ngenxa yokucula njengo maElly

  • @jonathandube6069
    @jonathandube6069 8 месяцев назад +11

    Yena uvuthiwe uking Nation ukhona umuntu othi ma ekhuluma ufise ukumlalela usuku lonke

  • @DelmaSiphoNkomo-pn4ih
    @DelmaSiphoNkomo-pn4ih 8 месяцев назад +2

    First and foremost I applaud the podcast yabantu for bringing King Nation into spotlight. Mina ngiyakuzwisisa kakhulu mfowethu Nation because I'm studying towards the field of Criminology which includes Prisons and Correctional Services. It seems you have benefited a lot. We welcome you emculweni uzichaze kuhle kakhulu mfethu you're a mighty man. All the best in your Musical journey. Mina ngibuya eTsholotsho by origin koMbowane.

  • @nicholasnyathi5734
    @nicholasnyathi5734 8 месяцев назад +5

    Only one KING NATION in rhumba siyabonga guys ubhudy makaqubekele phambili asibunandi ingoma zakhe yingongomtshani kkkkk

  • @fundiesibbs9716
    @fundiesibbs9716 8 месяцев назад +3

    sbonge umsebenzi omuhle podcast yabantu, King Nation qhubeka ngendlela obuya ngayo, you’re smart👌🏾

  • @GPTacticalReaction003
    @GPTacticalReaction003 8 месяцев назад +4

    Bonke omaskandi badlala utshuni ka mgqumeni ngoba umnandi NAMI ngithanda utshuni we nsimbi wonalo odlalwa nguwe ,umnandi Lo shuni ngowakithi❤❤❤❤❤❤❤❤.

  • @GeraldVilakazi
    @GeraldVilakazi 5 месяцев назад +1

    Yaz u king Nation uhlakaniphe okuchazayo ngiyilalele ngayiqeda le video lmnandi yonke

  • @equalnkomo1841
    @equalnkomo1841 8 месяцев назад +2

    Keep it up the good work. Siyabonga kakhulu MC MO Shaba..lo bhuti u Joy.. kakhuphuke u King Nation..

  • @Mongameli-Marvin
    @Mongameli-Marvin 8 месяцев назад +13

    THIS GUY IS SPECIAL

  • @thaminyathi4797
    @thaminyathi4797 4 месяца назад +1

    Very interligent broe nthanda the way ohh active ngakhona

  • @osamamartin_kaymadlalamgun1496
    @osamamartin_kaymadlalamgun1496 7 месяцев назад +2

    Uvuthiwe ekhanda Nation ngiyabonga

  • @LindaniNdlovu-m6b
    @LindaniNdlovu-m6b 8 месяцев назад +3

    Keep going forward King Nation, keep up the confidence, we support you

  • @improvementndebele6497
    @improvementndebele6497 8 месяцев назад +3

    Hay ngihlez ngi yenza I next chaaaah I mnandi kendaba ivuthiwe lendoda up up nation wethu

  • @davidmaluleke3247
    @davidmaluleke3247 8 месяцев назад +4

    Syabonga Podcast yabantu kodwa next time bescela nxa niletha umculi okwaziyo ukudlala isginci sibekhona estudo ukuze asdlalele uLive kancane kubemnandi❤

  • @pacifysicelosicelo1305
    @pacifysicelosicelo1305 7 месяцев назад +1

    Uyamthanda umawakhe loMfo umbeka in every step he took ❤❤

  • @zwelidube8203
    @zwelidube8203 8 месяцев назад +10

    Podcast yabantu is the best channel th rest follow big up ayikhale indazi

  • @MikeMayza
    @MikeMayza 5 месяцев назад +1

    King 👑 Nation ngiwathandile amazwi akhe ngamazwi aqotho njalo ayenza ukuthi umuntu angaveli nje azfake lapho okungayisikho

  • @eddiemenzi5664
    @eddiemenzi5664 7 месяцев назад +1

    Nation l don't know much of your songs but you're the best .l will start following you and looking for your songs

  • @Familygoals321
    @Familygoals321 7 месяцев назад +1

    Uzele MaSibanda 🎉 kingNation keep it up (thendele yoo strong words😅

  • @mandisitshabalala738
    @mandisitshabalala738 8 месяцев назад +2

    One of the RUclips channels I watch....amehlo awavuleke u king Nation uza ngamandla

  • @nkosanadube586
    @nkosanadube586 8 месяцев назад +3

    Thanks for setting the record straight.

  • @MbuzoNdlovu-s8n
    @MbuzoNdlovu-s8n 8 месяцев назад +1

    Podcast yabantu siyabonga kakhulu muhle umsebenzi eniwenzayo , King Nation mfowethu ngicele uyibambe kanjalo mfowethu unamandla muhle umoya wakho nesphiwo unaso ngiyakuvuma qhubeka wenze ngedlela oyenza ngayo Sikukhonzile thina abalandeli bakho. Empilweni ma wenza kahle angeke zingabikhona izinkulumo ezakhayo nezibhidlizayo hi polo leyo wena naka labo abakhayo. Shayingoma mfowethu ungamkhohlwa umama inkulu indima ayidlalile nothando emsebenzini wakho . Ngiyabonga

  • @InnocentNkosinathiNgcobo
    @InnocentNkosinathiNgcobo 8 месяцев назад +2

    Siyabonga , umfana lo uya kude ngomculo , mina sengifuna ukwazi ukuthi ingoma zakhe ngingazithola kuphi njalo ma elama T -shits ngiyayifuna , enjikufisayo yikuthi aqhubekele phambili.

  • @noelncube7029
    @noelncube7029 8 месяцев назад +6

    He going places, God bless him !!!

  • @ngqabutho83
    @ngqabutho83 8 месяцев назад +4

    Siyabonga Podcast Yabantu umsebenzi eliwenzayo ngokusilethela ama guests lawo esiyabe singeke sazazi inhambo zabo. King Nation sikufisela konke okuhle emculweni. Zimnandi ingoma zakho.

  • @Bridget149
    @Bridget149 8 месяцев назад +3

    ❤❤❤❤❤ siyabonga kakhulu umfana uvuthiwe kwezomculo

  • @Saprie-Dawu-hl3tw2rz2g
    @Saprie-Dawu-hl3tw2rz2g 8 месяцев назад +3

    Ku podcast yethu salibonani hayiii sithi phambili nge podcast yethu kukhulu esikufundayo big up liyibambe njalo🎉

  • @zolanisikhosana2007
    @zolanisikhosana2007 8 месяцев назад +3

    Matured continue doing great work🎉

  • @danisamoyo9555
    @danisamoyo9555 8 месяцев назад +1

    Siyabonga Nation. Ngithanda inhlakanipho olwayo . Indlela okhuluma ngayo ibonisa ukukhula, ukwakha lokuhlanipha. You are intelligent

  • @NompiloNdlovu-x5d
    @NompiloNdlovu-x5d 6 месяцев назад +1

    Ukhulile emqondweni unation bigup

  • @khumbue5976
    @khumbue5976 8 месяцев назад +2

    Yikho khonokho esikuzwayo, you have your own unique story Mfanekhaya. Qhubeka uyibambe njalo

  • @lawrencencube7820
    @lawrencencube7820 8 месяцев назад +2

    This guy is creative, uyakude lomfana nxa engathola management eqondileyo

  • @bhulubisangwayiza8834
    @bhulubisangwayiza8834 8 месяцев назад +4

    Thank you very much Podcast yabantu, I enjoyed and learnt a lot.

  • @seedwellmoyo2937
    @seedwellmoyo2937 7 месяцев назад

    Siyabonga kuNation hayi uvuthiwe impela n it's true indlela oza ngakhona sisezojiver impela keep it up with gud job

  • @professorndhlovu4485
    @professorndhlovu4485 8 месяцев назад +7

    Podcast yabantu siyamdinga uparty 2 indoda leyi kukhulu azalakho kahambi yedwa

  • @NomaMoyo-ix5jm
    @NomaMoyo-ix5jm 8 месяцев назад +3

    ❤❤khuphuka Nation , hayiii uyayichaza indaba yakho

  • @CliveMoyo-h5l
    @CliveMoyo-h5l 8 месяцев назад +18

    Umfana loooo yaz ukhaliphile mani

  • @urmtagsol7156
    @urmtagsol7156 8 месяцев назад +2

    Usho iqiniso u king nation lami I rhumba bengayithandi mhla ngizwa u rush hour ngaqala lapho ngazithandi nsimbi

  • @SikhulekileNdlovu-it2rp
    @SikhulekileNdlovu-it2rp 4 месяца назад

    Ayi uyakhuluma mpela mfana kaking Nation .Uma ngithi ngiyalandela inkulumo zakho ngobunengi bazo zinemgundiso enkulu.Ngiyabonga mona,Dankoe

  • @isthuthasembongolo3044
    @isthuthasembongolo3044 8 месяцев назад +3

    Uvuthiwe Nation siyabonga yo future is bright

  • @DelightMasiza
    @DelightMasiza 8 месяцев назад +3

    Hallo king nation tshaya ingoma mjita siyakuzwa big up

  • @Baba_kaSandile_K_Mhlanga
    @Baba_kaSandile_K_Mhlanga 8 месяцев назад +2

    Khuphuka mfana, istori sakho siyangithinta.. Thanks to you guys.

  • @moyoprince3381
    @moyoprince3381 8 месяцев назад +9

    Umfana uhlakaniphe over sisazogida laa

  • @cyphoephakathi1630
    @cyphoephakathi1630 8 месяцев назад +3

    Best episode, sibonge kuMo loJoffy. King Neshini uyakude

  • @nonkosinono2883
    @nonkosinono2883 8 месяцев назад +4

    This guy is also a comedian 😂 uya kashana ujaha asimphen uthando❤

  • @Fairfield-ks9of
    @Fairfield-ks9of 8 месяцев назад +1

    Siyabonga King Nation amazwi ahlakaniphileyo

  • @NkosiNgwenya-nj2sk
    @NkosiNgwenya-nj2sk 4 месяца назад +2

    Mfana ngiyakuvuma

  • @allanmhazy5356
    @allanmhazy5356 7 месяцев назад +1

    The guy has Wisdom Tribal line are destroying our Nation indeed you are a King

  • @JoeMoyo-h4j
    @JoeMoyo-h4j 7 месяцев назад

    Love this guy shuwa vele umuntu kumele abe leroll model yakhe so ubemthanda umaElly, kuhle lokho now i understand him kunini ngisizwa bethi bhandindi isitori ngingasazi ,up king nation .
    Up nsimbi

  • @sdumzdube9632
    @sdumzdube9632 8 месяцев назад +3

    Syabonga laphan yinhle i interview kodwa sifuna uParty 2

  • @goodwillkhumalo6035
    @goodwillkhumalo6035 8 месяцев назад +3

    I podcast ayiqhubekele phambili ngomsebenzi, siyabonga.

  • @CrocNgwe
    @CrocNgwe 8 месяцев назад +2

    Uyakude londonda ❤❤

  • @babakadivine
    @babakadivine 8 месяцев назад

    cha ivuthiwe insizwa ,olendlebe uzwile niyeke inzondo umuntu wonke u inspire(ywa)ngomunye umuntu owenza okuhle dankoo

  • @siduduzilemoyo2455
    @siduduzilemoyo2455 8 месяцев назад +2

    Thank you Podcast Yabantu, iyakhuphuka lento sicela lopart 2

  • @zwidendlovu5686
    @zwidendlovu5686 Месяц назад +1

    Nation for Councillor

  • @melusinyoni2472
    @melusinyoni2472 8 месяцев назад +4

    Bengingamazi mina ngedwa uKing Nation kodwa sengimazi ngithanda indlela beka ngakhona magama ikhaliphile indoda khuphuka mfowethu

  • @kwazinkosisibanda8034
    @kwazinkosisibanda8034 8 месяцев назад +2

    Kkkkkk this guy is amazing,ukhaliphile njalo uyahlekisa .

  • @mthiyanezondo116
    @mthiyanezondo116 8 месяцев назад +7

    Kakakakakaka umfana lowu uyachaza to be honest 😂😂😂😂😂

  • @sidmisole770
    @sidmisole770 8 месяцев назад +1

    Very intelligent guy keep it up king nation phambili ngengoma siyakusuppoter

  • @moyomogo890
    @moyomogo890 8 месяцев назад +5

    I personally think if lomfana engajoiner insimbi zezhwane kungafiwa kurhumba

    • @mapsmabhayi1887
      @mapsmabhayi1887 7 месяцев назад

      Insimbi zezhwane let them join King 👑 nation not the other way round

  • @mzukulukamsobho7915
    @mzukulukamsobho7915 8 месяцев назад +6

    Moe Shabaa ubofunda ukunika abantu ithuba uyaphazamisa.

    • @mapsmabhayi1887
      @mapsmabhayi1887 7 месяцев назад

      Kikikiki Kikikiki and we complain about this every day uyamosha mani

  • @lancelotncube9698
    @lancelotncube9698 7 месяцев назад +1

    Big up guy we are behind you

  • @samkendlovu535
    @samkendlovu535 8 месяцев назад

    There’s something about this guy, uhlakaniphile ujaha mhmmm King Nation 🤴 ❤❤

  • @Mthombeni-gq2uy
    @Mthombeni-gq2uy 8 месяцев назад +3

    Sibonge Moe and Joyful muhle umsebenzi wenu

  • @jerryncube2349
    @jerryncube2349 8 месяцев назад +2

    Syabonga prodicast yabantu,, eka Manager yeNduna yaphelela kup kanti?

  • @EdwinMoyo-k1u
    @EdwinMoyo-k1u 8 месяцев назад +5

    Bafowethu e studio no King Nation,ngiyabingelela .
    Cha siyabonga kakhulu umsebenzi eliwenzayo ,nihlanganisa isizwe yikho futh esikufunayo.
    King Nation yibambe kanjalo uvuthiwe mpela mfethu ,ungabi nandaba nabalwa nawe wena qhubeka nengoma.

  • @mcebisimlalazi4332
    @mcebisimlalazi4332 8 месяцев назад +4

    This guy is clever join imsimbi mfanakithi , u belong there

  • @NomasikoNdlovu-fg2ff
    @NomasikoNdlovu-fg2ff 7 месяцев назад +1

    Khuphuka King Nation❤

  • @jabulanemaseko4969
    @jabulanemaseko4969 8 месяцев назад +1

    ❤Yazi lomfana uyinkosi yangempela

  • @user-Sbongiseni.Ndlovu
    @user-Sbongiseni.Ndlovu 8 месяцев назад +4

    From maskandi to rumba mmm uyazama mina ngith tshaya kodwa ungabi ngumaElly lesezitayile zensimbi ubekeceleni

  • @sdumzamthunzie5841
    @sdumzamthunzie5841 8 месяцев назад +3

    Hayi umfana ujulile mpela ....Akashay Ngoma ...min ngimzwile manga mabi

  • @CeboMlangeni
    @CeboMlangeni 7 месяцев назад

    This guy is talented , i wish you nothing but the best

  • @zibusisodubemaplazi4866
    @zibusisodubemaplazi4866 7 месяцев назад

    Awuue wayibeka kwazwala mfana wakithi Nation from today ithi plus 1 ngami kubalandeli bakho

  • @talentnobuliso
    @talentnobuliso 7 месяцев назад

    Khuphuka King Nation sizakweseka malumami

  • @mthiyanezondo116
    @mthiyanezondo116 8 месяцев назад +3

    Are these guys managers or producers??? Laba abasiza umshana lapho kumele siqondise laoho