Awu u Ngibe yini manje le ayenzayo ngoba ngabe ngizwa kahle ukuthi ubuti udliwe yibhanoyi, malikhokhe kahle ibhanoyi Ngibe nikeza u Zwide imali yakhe please
Come on guys presenter iyidlalile indima yakhe wahlanzisa uguy iqinisa with out I presenter leliqola belingeke lihlanze iqiniso thanks bro ngiyi enjoyile I show
Baphathi be coconut TV , esihle ispan senu but ngingakujabulela ukubona abaqashi kule show yenu ngoba ey one day koba kubi kuhlangana abakweletanayo plz gyz ilingiseni leyo 👍
Akabhalele x repo moja love
Ay uMlaba ngeke akashintshwe ngeke uyahluleka kanti udaba luserious loMlaba ulokhu ethi ngyabona ukhushukelwa ushukela ay uyabheda uMlaba 100%
Uyacasula loMlaba...uma befuna sibabuke abasuse lomuntu uyahluleka straight
Uyahluleka umlaba kubhetele afune umntu ozomqapha
Ngempela akazi lutho lo..akakwazi ukubona into eSerious
Ngempela
Uyay hlohla impi makuthiwa ukhushukelwa ushikela,ngivele ngidiniwe kakhulu ngibone umuntu eyintuthwane😂@@lindizenzokhathi896
Yadika shame le presenter makaphume aka solve kwanto uyoyiswa
Abamkhiphe loMlaba owutamatisi kule show akawulungele lomsebenzi uyabhora ngisho ekhuluma
Lepresenter ayishayi khona
Mnqundu wepresenta lo uyonyanyisa
Big up to you presenter.dont give up we need you here in South Africa kulamaqola
Ave bhora umlaba umadluphuthu
Uqinisile bafo ...akanamaSpice
Ubhora okwangempela
Le Presenter ayiwazi umsebenzi wayo iyanyanyisa
Iyacika shame.
Presenter you need body guards 😢
Ewe bazombeta umfishane noba mfushane
Bayadlal
Lol and uyedwa oe😂😂😂😂
@@bennymgudie7762😂😂😂😂😂
😅😢@@bennymgudie7762
Wena Mlaba shiya phansi, uyehluleka ,uyistambu nje , sukaaaa
Nice Content
Le show ayisizi muntu futhi ayisizi ngalutho kumele ivalwe nje kuphela it's just a waste of our data mcm🚶♂️🚶♂️🚶♂️🥴
😂😂😂😂 Le Presenter ethothobele kanjena nangu Dlungelwa bo
😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂
😅😅😅
Awu u Ngibe yini manje le ayenzayo ngoba ngabe ngizwa kahle ukuthi ubuti udliwe yibhanoyi, malikhokhe kahle ibhanoyi Ngibe nikeza u Zwide imali yakhe please
Come on guys presenter iyidlalile indima yakhe wahlanzisa uguy iqinisa with out I presenter leliqola belingeke lihlanze iqiniso thanks bro ngiyi enjoyile I show
Yoooo lubucayi loludaba kodwa uMlaba luyamehlula xm angifuni ukungasho angifuni ukuqhathanisa kodwa lomuntu unescefe uphindaphinda imibuzo eyodwa iskhathi eside mina nje akangichazi ake ninike omunye ithuba ayaphela amadata ethu hamba Mlaba ngeke
Uyedelela we Ngibe
Waze wanginyanyisa lo mnyama ohambe eqola abantu sength ungafa kabuhlungu slima
Aze amadala amadoda adlala iskeshi.
Hayibo akayazilensizwa kanti ihamba kanjani lendaba.eyi waze waqoleka kalula nawe mtase mhayeeeeee lenkushunkushu iyiphika ngempela lemali😮😮hayibo wamphika ngempela hayi uyakwazi ukunayina.
Iyanya lendoda
Ubhuti akabhalele maja love
Baphathi be coconut TV , esihle ispan senu but ngingakujabulela ukubona abaqashi kule show yenu ngoba ey one day koba kubi kuhlangana abakweletanayo plz gyz ilingiseni leyo 👍
U had a ryt bafo noma bemgathi ushukela mnikw vele imali yakhe uyisigebengu kodwa
Longiba wakhona iqola langempela uphika umuntu sengathi akakaze nje wambona hhayi leshow izobulalisa abantu
Ayivalwe le show iyenyanyisa le presenter nalo bhuti weqola uyanya ufuna ukuqola abaninzi
Aybooo weNgiba😮
X-Repo woza mfethu ulungise yonke lenkinga eish ngibhlungu ngo Zwide 🤞
Presenter uya Bora hayi
Ngeke lomphathi walohlelo uyabheda usadinga abazomkhulisa afunde ukuthi uhlelo luphathwa kanjani.
Waaaah basaba iskhwama esingena lutho😂😂😂😂
Ay ...lePresenter aybizelwe kulento ngeke hayii
Hayi!!! mlaba uyidoyidoyi lamapela angazi bakufake kanjani ku presenter ngoba nje uqatha impi awu solve nex
Nam angaz kanjan akekho srs yaz
Udinga ama security u presenter bakithi ugikelwa izGorah kanti mufushane Nkosiyam sizani bo ngamasecurity ayiziGorah
Hayibo, unegap emazinyweni u King
😂😂😂Uyindoda wena ngyakvuma
WAZEWANYANYISA PRESENTER..LOLUDABA LUSERIOUS,NXXX
Ayikho into ehlekisayo Mlaba luyakuhlula loluhlelo impela
Ya ya ya😅😅😅 yoh ipresenter ave iphansi loluhlelo ludinga umuntu onomfutho
Umdlalo weshashalazi😂🎉
Ayibabumlaba nathi akesingene kulomtapowezizumbulu zemali kodwasidinga ihovislakhona ukuzesingaqoleki sicelaimininingwane ngalelibhanoyi😅
Crypo will give u money if u invest in it not amabhanoyi ngoba lapho u win or loss
Uyehluleka bhuti akuyona indlela yokulungisa le
Presenter Awukho sure ngale show YAKHO ungathi usadinga ukuyifundiswa kahle
Hawu Ximba owakithi ke wena❤
Yuuuu waze wayiqili umuntu
Babonani kulo present othithikanje
I like this presenter😅
Yiqola langempela ke leli 😮
Saba abantu eThekwini
Ngiyamazi u Ngiba ingudu yesgelekeqe
Kuya ekthwa lana noma iqiniso 😮😮😮 ngaze ngadideka
The presenter surely need bodyguards..kunzima la..
Yiqola langempela leli ngizwe awubazi abantu ngempela
I presenter mabeyisusa ithini
le presenter ithithibeee njee kwayona
Mlaba luyakuhlula lokuhlelo
Wiiiii presenter 😂uyahlulek dededa eskhundlen kudingek umuntu ophapheme la😂😂
Kdw presenter uyangihlekisa🤞😂😂😂neKhanda ngathii isgubhu saMasi
😂😂😂😂😂....Hayi
😅😅😅
Hayboo 😂😂😂
😂😂😂
😂😂😂
Ako kwanto xazululile uyinonsense yepresenter
Wena buti 😢weskwama uya telela Kahle kahle
Iya ku moja love uzosizakala ayi lelikhehla alinamsebenzi
UMlaba owako Dlungelwa ngiyafunga
Ungunodoli representer shame 🙈
Ngibe Musa ukuba uyisigebengu nika umuntu imali yakhe. Musa ukucabanga ukuthi uhlakaniphile ubugebengu abukhokheli.
Lo Red top iqola uyayazi lemali
Mlaba no no no no luyakwehlula uhlelo Baba ngathi ukhushukelwa ushukela njalo nje
Odoti we staff ngeke ngiphinde ngiwubuke lodoti
Uya Ganga ngiba
Mxxxm can't even finish watching this show 😮 this presenter is taking everything as a joke
Yaze yabhora ishow
😂😂😂😂😂wanghlekusa uNgiba...
And uyahleka la kunyanyisa khona qola ndini
Sacela U king ginger azo khokhisa lo bethuna
Leli presenter liyiphalishi nje liyehluleka
Yenziwa kanjan imali ubuye uhluphekele ezimalin zabantu
Which building are they in in Dbn . Most of crooks uses a building in Smith street
Wee ubani ongeza kuwe wengiba never 🏃🏃
Uyabheda wena Ngiba awubazi Abantu, nawe Mlaba uyabheda uyazibhedela ngokwakho nje
Wena bhuti bhalela uwhy mina uzosizakala imal yalho uzoyithola
Aw kwd Presenter
Kodwa wena ungathemba umuntu wakaNgiba😂😂😂😂
😂😂
U re ryt bafo he really need body guards
Ayinamlilo leshow .Ayifudumalanga ize indlulwa yiseNcane lengane
Ngiba uyiqola
Yhoo ngubani ongabasasondela ku Ngiba
God I cant believe this lomuntu Ngiba kanti unjan waphika yonke into..
I presenter ihlekani umntu edelelwa kudliwe imali yayo
Nomkhaba weynkulumo yezimalizabantu ubecabangukuty abalethe imali azobaqola futy
Amaphoyisa kanti why angangeneleli koludaba,
Ismukuthu 😅😅😅😅😅
Ngibengelele kwacoconut tv nami nginenkinga ngicela ningisize ingama lami zanele enanda ngingathokoza mangingathola usizo
Chabo umlaba lomsebenzi awumfanele neze haiboh
Mlaba udealer nemali la you need protection 🤞
Sengathi akekho kahle u Zwide lo
Yooo uyisgebenga nje uze uyasncoma usummodhe kanjena omunye umuntu ukhohlakele ndodandini yooo
ngicikwa ukubabaza kwa presenter weee😢
UMadluphuthu yerrrrr yoooo
😂😂Mara
Ngangithi udlungelwa i presenter ay uyabadinga abazokusiza
😂😂😂
Naze nabhora😂😂
Ingathi awuphilanga ncam nje yhooo
😂😂😂😅
kudlalwa ngabantu la ayikho lento iscam kwayona nje le show