Thank you baba Msweli about this. Yingasekhaya lapho. Angeke kwenzeke ukufakwa kwama speed harms ku free way, nawo nje ewodwa ayi risk to the motorist. Into engasiza ukuthi u SANRAL is to install a high, strong with spikes on top of the barrier fance. This to be done from Fare Breeze bridge and to Mandini bridge. On the edge of both roads, a solid concrete that can't be moved barrier to be installed to prevent omkhaya bami bangakhi ama on and off ramps. Nathi kukhona owadlula kuwo lo free way usanda kuvulwa. Flay over bridges can be added with the assistance of Izinduna and the committee.
According to my understand N2 is a high way so it's a no go area for pedestrians, kuphela nje khulumani nohulumeni akafakele abantu amabrigde lapho kunemizi yabantu khona bengaphithizeli nemoto abantu
The incidents are very scary, and I agree with you. Freeways shouldn’t have pedestrians crossing all the time. Building two or more bridges would fix this. Speed bumps won’t solve the problem; instead, they could cause more issues, like the increase in crime we’ve seen in other areas with speed bumps.
Ngajabula ukubona ekhaya
Muhle umsebenzi wakho Ayanda Qhubeka ungakhathali endleleni
Ngibuka ngise England
😂😂😂
@@inunuemnyama407 yho uhlekani?
Thank you baba Msweli about this. Yingasekhaya lapho. Angeke kwenzeke ukufakwa kwama speed harms ku free way, nawo nje ewodwa ayi risk to the motorist. Into engasiza ukuthi u SANRAL is to install a high, strong with spikes on top of the barrier fance. This to be done from Fare Breeze bridge and to Mandini bridge. On the edge of both roads, a solid concrete that can't be moved barrier to be installed to prevent omkhaya bami bangakhi ama on and off ramps. Nathi kukhona owadlula kuwo lo free way usanda kuvulwa. Flay over bridges can be added with the assistance of Izinduna and the committee.
Muhle umsebenzi kabab umsweli👏ngicela ama contact lapho kubhalwa khona uma udinga ubaba umsweli ngyacela kunesim engimdingel sona 🙏 siyaphuthuma
Waze wakhuluma kahle bhuti🙏
Ubaba UMbaba Shandu.... Kwakuwumngani we Timer
Kwaze kwabuhlungu shame uphethe umlenze wakhe awu awu niphole shame 💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔
According to my understand N2 is a high way so it's a no go area for pedestrians, kuphela nje khulumani nohulumeni akafakele abantu amabrigde lapho kunemizi yabantu khona bengaphithizeli nemoto abantu
Uhulumeni unephutha lana wesisii. Kwakuñgamele ehlukanise imindeni
The incidents are very scary, and I agree with you. Freeways shouldn’t have pedestrians crossing all the time. Building two or more bridges would fix this. Speed bumps won’t solve the problem; instead, they could cause more issues, like the increase in crime we’ve seen in other areas with speed bumps.
Ngwenya my Ngwenya muhle umsebenzi qhubeke njalo
KwaZulu-Natal my province, Amatigulu my home❤
Sasibhukuda khona ematigulu
Mkhaya
Wow, this guy can narrate a story, beautiful reporting skills of the guy
Ngiyayithanda indlela osiza ngayo abantu Babu Ayanda Msweli ngihlezi ngikulandela qhubeke njalo baba
Highway underpass will make it easier and safer for villagers and their livestock.
Ama speed hamps amakhulu and Amaningi angasiza
Min ngibon ukut mabafak ama hums mase kusondel emzin yaban kube no stop signs nalabo layin bokuth kudlul abant
Ngisho hulumeni engabiya kuyafana yini futh enivula imbobo nilimaze ucingo nifuna ushort cut kubuhlungu kona ulahlekelwa amalunga omndeni but ama bridge zamani ukuzwana nawo kuze nizophepha zamani ufundisana ukubululeka kwama bridge no hulumeni fanele azame ama bridge ezinyawo abamaningi
shuthi awuyizwa inkulumo slow learner
Ngiyezwa kahle kakhulu okubalulekile abahloniphe national road lokhu okunye okwakho sihlakaniphi esikhulu
💯
Seya bonga baba msweli
Kungasiza futhi ukufaka amakhamera ngoba i alarm lizomtshela umshayeli ukuthi akehlise i speed
10:09 ngisho nomama bamele abantu besilisa,awu lafa elihle kakhulu😭😭
Kwaze kwanzim,ikhona incwad esas fund yase matigula yezingoz,ength kungatholakal😢😢 usizo
Bafwethu kubuhlungu khona ukudlula kwabantu emhlabeni emgwaqeni kodwa-ke uFree Way/Highway akuwona awabantu abahamba ngezinyawo owezimoto ezigijimayo futhi, abantu abahloniphe umgwaqo basebenzise amaBridge akhelwe ukuhamba ngezinyawo. Angikhulumi ngoba ngingazwelani nabalahlekelwe nami I lost my sister khona kuN2 ngo 2022 but kuwumsebenzi wethu sizwe sikaMcambi ukuhlonipha umgwaqo sihlenge izimpilo zethu
Inkinga ukuthi wakhiwe abantu bevele behlala kwakumele bakhelwe amabridge okuwuwela
@@sthembisomzulwini8550 true. But ke ngeskhathi sisanxusa ukwakhelwa amaBridge asizame siwugweme lomgwaqo sisindise izimpilo zethu
Manj uma badabula imiz phakath uma ngifuna kuya ekhaya elingapheshey komgwaqo ngenz njn
Kwabuhlungu ngathi bangathola ukwelulekwa ngokomqondo
Kwaze kwabuhlungu
Akufakwe Bridge finish 😢 leyokuhlukanisa isazodala inkinga futhi
Africa my home❤
mele bakhandelwe bridge elifana nase MNAMBITHI[LADYSMITH] elihamba phezu komgaqo.
Kuzomele nisebenzise I bridge ngoba ama humps azo kwenza kubanjwe izimoto kubuhlungu khona
Kahle abantu bahloniphe freeway kant akhona ama bridge inkinga anifuni ukuwasebenzisa nifuna short cut njalo kant N2 national road so speed 100 imoto encane bes truck 80 nina hloniphana N2 ngoba kulapho esikwazi phuthuma khona abantu bakwazulu abafuni uhamba ngama bridge kusuka emandeni bayahlupha bawela noma ikuphi
Likuph la edokodweni ibridge lokuwela abezinyawo mina angilaz
Hawu umfoka Mthembu lona ngyambona u Sfiso
Ey no bafo u Sihle Mchunu wahamba Kab hlungu ku N2
Kudingeka iBridge nje la straight.. lentombazane isho ukthini uma ithi kubuye kungahambeki kulo?
Isholo ukuth amaBridge aqhelelen kakhulu, ukuth you can manage to go through it if uya emzini oseduze ngaphesheya
Kungaba ukuthi kubakhona izigebengu ntambama
2022 ngathi ngibheke o tongaat ekuseni ngadlula izingane zesikole zilele uyaca sezimboziwe cishe zazilana ko 5 ziyashiyiswe imoto zilele sezithule😥😥😥 ningakhuluma ngoba anikaze nizibone izigameko zalaphana
Kudingeka ibridge labantu elizohamba phezulu 😢
Africa my home
My home❤😊
Le Family ayi quality for road accident fund?
U Shembe angayivala iphele nya lengozi kulomndeni...
Ayyy Musa kufaka ushembe kulento
@@Spha753 awuzonazo ngizwe ngobani?
Umfoka NTOMBELA lona we skibha esimhlophe
14:09 usisi uthi bacela ibridge kodwa futhi nebridge kubuye kungahambeki,bacela noma amaspeed harms kanjan kuN2 coz ibridge liryt into engenziwa ukuthi kufakwe amabridge bese kuqina lomthetho wokuthi mewutholakala kuN2 uhamba ngezinyawo uyajeza or uboshwe
Uyahhema wena udajwe insangu, aryt ama speed harms
@@Spha753 uwena odakwe yinsangu N2 wakuzwaphi lokho umgwaqo owuthela wayeka awukaze nje ufakwe aamaSpeed harms ngoba ngisho amarobort awafakwa nje kuN2,wena yeka ukbhema intashi newunga usuyahlanya awuziboni
Yena Tronox lowo akalekelele afake ama bridge ezinyawo
Kwabuhlungu ukuzwa lokhu akwakhiwe ibridge lenyawo
muhle msebenzi ngwenya kdw ubhut kuleli lokuth amajoyint baphelezele abantu abaphuzayo ngoba nakhu ethenga ngemali yakhe akekho munt okhonjiwe kuth azothenga utshwala ngeke kube msebenz womdayisi loyo
Lomfwethu wokqala lento aykhulumayo uyi analysile ne planning ye solution unayo kusele kuhulumeni
Abafake ama bridge okuwela abantu nje
Nama camera singajabula kuthi ,afakwe kuze kusizakale bapelile abantu sesethembe wena Baba Nongalo 😢
Manje laba abamile bekuyini ukucela amacansi nakomakhelwane kuhlalwe phansi
Nongalo awulekelele nalapha eMtuba EMfekayi eCrosin eMadanyini bayaphela abantu laphana siyacela🙏
💔💔💔💔