Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Siyabonga jesu uyaphila
hawu Jesuuu ngenelela ,sabhubha ngenxa yokuswela ulwazi ,ungashintshi kulemessage mfundisi uyowunyakazisa umhlaba ngayo ,Jesuuu sisize bo
Ngyafisa okungathi lomyalezo ungafinyelela kumhlaba wonke buphi ubunye makristu kanti lojesu esimkhonzayo uhlukene kangaphi hmmm baba sisize Jesu
😊😊😊
Thank you Holy spirit for you have spoken
Wayibeka Baba Mpungose. Masishumayele ubunye bangcwele.
hei uyalikhuluma iqiniso mfundisi. malibongwe igama lika Jesu.
😊😊
Syabonga Baba,ukukhuluma amaqiniso ngoNkulunkulu,kukuthina ukuzikhethela.
Amen pastor
amen Pastor
IVANGELI LIYAPHILISA
siyabonga.khuba.god.bless.u.from.ps.vilakazi
Nduku Madlala cha kodwa umpungose uqinisile ngampela thina ngoba asisonti siyaganga ngoba usomandla ukhona lapho kuphila khona umuntu
Haleluya siyabonga moyoyingcwele
yebo nkosi asihlukanisiwe izwi kodwa sihlukaniswe imbono yethu thina bazalwane.izwi alijiki limi ingunaphakade
Bheka-ke uma imibono yahlukanisa thina kusho ukuthi kukhona okungalungile esikwenzayo lokho kungesiholele ekufeni na? Ngempela ukufa, iNkosi uJesu yeza ezweni izofuna abalahlekileyo, yebo abangenaNkulunkulu ukuba bamazi bamkhonze. Sasiyizoni kepha sahlanzwa ngegazi lakhe ukuze umuntu ongaphakathi alungisiswe ngevangeli likaKristu Jesu. Sesiyakholwa ngoweza ezweni ukuthi uvela kuye, sesingabakhe ngoyedwa owafela bonke. Ake ngikhulume ngokwezwe hleze uzwisise kancono, uma umuntu esindiswa uyakhishwa ezonweni kepha aphile emseni kaNkulunkulu, ukusindiswa kwakhe kufana nomuntu othandile owesifazane wasemzini mumbe, ammisele umshado ngokwenvelo, uma uLungangi Buthelezi ethandile uSenamile Sibisi uyakhipha amalobolo awase kwaSibisi yebo amalobolo akhishiwe kepha lowo Senamile usengowakwaSibisi noma ehlalela ethembeni naye lokuya emzini kusenayo indaba yokuthi akakaphumi lapho ngokutheleleyo lokhu kumele aziphathe kahle aze afinyelele emzini, uma eseshadile isibongo sakwaSibisi siyafa kukhule isibongo akendele kuso kwaButhelezi yingani sikhula isibongo angazalwanga naso kufa leso akazalwe naso, yingoba wathengwa kwaSibisi wathengelwa kwaButhelezi inani lowathengwa likhulu kakhulu likhishwa othandile isithandwa sakhe njalo-ke lapho uzalwa khona awusayikwaziwa kepha lapho othandwe khona uyakwaziwa kakhulu. Nathi-ke sinjalo phambi kukaNkulunkulu ngeNdodana yakhe, sesalahlekelwa ubuthina ukuze sizuze ubuyena kithina, yebo ubuzwe bethu, yizwe lakithi, yisizwe sakithi, zibongo zakithi, abazali bethu, abafowethu nabodadewethu, yincebo kanye nakho konke esingabanakho siyakushiya ukuze simazi simlandele ngeqiniso lonke, sahlukanisiwe nesikuthandayo ukuze ngokugcwala kothando lwayo iNkosi kungethiywe lutho kithi. Ngakho-ke uma kusekhona ukwahlukana kukhona isono, yini kanti lokho akuhlanganisile uNkulunkulu kwahlukaniswe ngabantu na? Oyedwa wafela abaningi ukuba babemunye, thina esikholwayo nguKristu siMoya munye naye ngoba singabakhe ngokuzalwa kabusha komoya, Lokho okuzelwe uMoya kungumoya nolokho okuzelwe yinyama kuyinyama.
inamandla Mvangeli
Siyabonga jesu uyaphila
hawu Jesuuu ngenelela ,sabhubha ngenxa yokuswela ulwazi ,ungashintshi kulemessage mfundisi uyowunyakazisa umhlaba ngayo ,Jesuuu sisize bo
Ngyafisa okungathi lomyalezo ungafinyelela kumhlaba wonke buphi ubunye makristu kanti lojesu esimkhonzayo uhlukene kangaphi hmmm baba sisize Jesu
😊😊😊
Thank you Holy spirit for you have spoken
Wayibeka Baba Mpungose. Masishumayele ubunye bangcwele.
hei uyalikhuluma iqiniso mfundisi. malibongwe igama lika Jesu.
😊😊
Syabonga Baba,ukukhuluma amaqiniso ngoNkulunkulu,kukuthina ukuzikhethela.
Amen pastor
amen Pastor
IVANGELI LIYAPHILISA
siyabonga.khuba.god.bless.u.from.ps.vilakazi
Nduku Madlala cha kodwa umpungose uqinisile ngampela thina ngoba asisonti siyaganga ngoba usomandla ukhona lapho kuphila khona umuntu
Haleluya siyabonga moyoyingcwele
yebo nkosi asihlukanisiwe izwi kodwa sihlukaniswe imbono yethu thina bazalwane.izwi alijiki limi ingunaphakade
Bheka-ke uma imibono yahlukanisa thina kusho ukuthi kukhona okungalungile esikwenzayo lokho kungesiholele ekufeni na? Ngempela ukufa, iNkosi uJesu yeza ezweni izofuna abalahlekileyo, yebo abangenaNkulunkulu ukuba bamazi bamkhonze. Sasiyizoni kepha sahlanzwa ngegazi lakhe ukuze umuntu ongaphakathi alungisiswe ngevangeli likaKristu Jesu. Sesiyakholwa ngoweza ezweni ukuthi uvela kuye, sesingabakhe ngoyedwa owafela bonke. Ake ngikhulume ngokwezwe hleze uzwisise kancono, uma umuntu esindiswa uyakhishwa ezonweni kepha aphile emseni kaNkulunkulu, ukusindiswa kwakhe kufana nomuntu othandile owesifazane wasemzini
mumbe, ammisele umshado ngokwenvelo, uma uLungangi Buthelezi ethandile uSenamile Sibisi uyakhipha amalobolo awase kwaSibisi yebo amalobolo akhishiwe kepha lowo Senamile usengowakwaSibisi noma ehlalela ethembeni naye lokuya emzini kusenayo indaba yokuthi akakaphumi lapho ngokutheleleyo lokhu kumele aziphathe kahle aze afinyelele emzini, uma eseshadile isibongo sakwaSibisi siyafa kukhule isibongo akendele kuso kwaButhelezi yingani sikhula isibongo angazalwanga naso kufa leso akazalwe naso, yingoba wathengwa kwaSibisi wathengelwa kwaButhelezi inani lowathengwa likhulu kakhulu likhishwa othandile isithandwa sakhe njalo-ke lapho uzalwa khona awusayikwaziwa kepha lapho othandwe khona uyakwaziwa kakhulu. Nathi-ke sinjalo phambi kukaNkulunkulu ngeNdodana yakhe, sesalahlekelwa ubuthina ukuze sizuze ubuyena kithina, yebo ubuzwe bethu, yizwe lakithi, yisizwe sakithi, zibongo zakithi, abazali bethu, abafowethu nabodadewethu, yincebo kanye nakho konke esingabanakho siyakushiya ukuze simazi simlandele ngeqiniso lonke, sahlukanisiwe nesikuthandayo ukuze ngokugcwala kothando lwayo iNkosi kungethiywe lutho kithi. Ngakho-ke uma kusekhona ukwahlukana kukhona isono, yini kanti lokho akuhlanganisile uNkulunkulu kwahlukaniswe ngabantu na? Oyedwa wafela abaningi ukuba babemunye, thina esikholwayo nguKristu siMoya munye naye ngoba singabakhe ngokuzalwa kabusha komoya, Lokho okuzelwe uMoya kungumoya nolokho okuzelwe yinyama kuyinyama.
inamandla Mvangeli