Zizwele abalandeli ba Mthandeni bevuma uKhuzani ukuthi ishayile kule album asanda kuyikhipha🙌

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 29 ноя 2024

Комментарии • 53

  • @KwaziMthethwa-y9z
    @KwaziMthethwa-y9z 10 дней назад +5

    Syabonga maRed nation bantu abangenamona

    • @thabizolotv
      @thabizolotv  10 дней назад

      Umuntu menze kahle mbongele 🙌

  • @thembanijiyane9560
    @thembanijiyane9560 День назад

    Nomake angatalabha uKhuzani bt scela angawhlukanisi unyaka ngeke sesiryt ngo maskandi

    • @thabizolotv
      @thabizolotv  День назад

      Amabhinca ayavota kakhulu kabi ... abaculi beminye imikhakha uma befuna ukuwisa amabhinca kweyokuhlukanisa unyaka kmele bakhiphe ulozolo lodwa

  • @SlilosamaexxNkosie
    @SlilosamaexxNkosie 8 дней назад

    Cha yena ushayile asnamona futh angeke siyone into emnandi guys ukhuzani ushayile 🎉🎉

    • @thabizolotv
      @thabizolotv  8 дней назад

      Kufuneka lokho umbongele umuntu uma enze kahle....noma eyi mbangi yakho

  • @smaphisa2008
    @smaphisa2008 7 дней назад

    Abalandeli baka Mthandeni abanawo umona into emnandi imnandi abakamgodi abancomi umona nje

    • @thabizolotv
      @thabizolotv  7 дней назад

      Sibonga ukuthi abalandeli beGcokama baneqiniso

  • @ZaneleZamile-o5u
    @ZaneleZamile-o5u 8 дней назад

    Up khuba

  • @ThingoKing
    @ThingoKing 6 дней назад

    Bayamxhaphaza

  • @SizweCharles-g9y
    @SizweCharles-g9y 11 дней назад

    Ngiyala akusibo abakamthandeni laba abananazinyo anoboya 😂😮zimbongolo zikaswelizinyo lezi

    • @thabizolotv
      @thabizolotv  10 дней назад

      🤣ngani bazikhulumela bona njr

  • @njabulomaphumulo5201
    @njabulomaphumulo5201 2 дня назад

    Nathi meke wanemba uMthandeni somncoma ngoba uMculo syawuthanda

  • @zuks_almost_skates1227
    @zuks_almost_skates1227 7 дней назад

    Lol le ndoda imakha nange jacket....since Khuzani eqoka le lecket noMthandeni naye

  • @SimphiweWagaba
    @SimphiweWagaba 11 дней назад +1

    Asizongane ngabalandeli baka Khuzane laba ubabona ngoba mdaka nje

  • @ZZa-r4h
    @ZZa-r4h 10 дней назад

    Khuba winkinga mfwetu wisehlulampisi uhamba wedwa

    • @thabizolotv
      @thabizolotv  9 дней назад

      Akasenantanga kulo mdlalo awudlalayo🙌

  • @MsindoKhuzie
    @MsindoKhuzie 11 дней назад +1

    Uyibhimbhelani ingoma yomuntu bhuti omdala

  • @thokozanemthimkhulu
    @thokozanemthimkhulu 11 дней назад +2

    Ave nisikhuluma isishiphi balandeli bakhuzane, ingat ilabefundisi bangaphandle abathi bavusa abant abasefile nabahamba ngama Wheelchair ,bebakhokhela izimali ,khona bezoqamba amanga bathi bavuswa ekufeni e.t.c

  • @kwaneleimbongi9864
    @kwaneleimbongi9864 4 дня назад

    Ayboo ngzonibopha yazi nina kodwa 😂😂

  • @Chinekewhowwww
    @Chinekewhowwww 11 дней назад +1

    Kunini niveza into enye

  • @sbonisopollen96
    @sbonisopollen96 10 дней назад

    Khon zikhon ezimnand kwi album kamgod

    • @thabizolotv
      @thabizolotv  10 дней назад

      Akufani neyangonyaka odlule eyayibanda mpo

  • @zamanikweyama9521
    @zamanikweyama9521 11 дней назад +1

    Mina bengihamba noKhuzani Koda lihle iginiso ubhoshile Lana akashitsi istayela lona ushaya uahuni wakudala namanje,nxaa uyasibhedela uKhuzani sengihamba neSkhova😂😂😂

    • @thabizolotv
      @thabizolotv  11 дней назад +2

      Ubuxoki abufuneki🤣 hlala endaweni eyodwa

    • @NolifewithoutJesus
      @NolifewithoutJesus 9 дней назад

      Uyiskhova vele hhay ukuti uyashintsha😂

  • @khulileshezi9264
    @khulileshezi9264 9 дней назад

    Ingoma kaKhuzani yehlulwa ukuhlanganisa u500k within 24, kodwa iwuhlanganise silele😅😅

    • @thabizolotv
      @thabizolotv  9 дней назад

      🤣🤣🤣

    • @mzwandilesithole3131
      @mzwandilesithole3131 2 дня назад

      Album lena ekhishwe Khuba leyonto ibingeke yenzeke fanele uzilalele zonke 19 bekungenzeka ukube bekuyi single sebenzisa ingqondo

  • @ThwalinjaznMngoma
    @ThwalinjaznMngoma 6 дней назад

    Thina balandeli bakaKhuzani angeke saphikisana ngolokho siyabonga nje ukuthi kanti bakhona abangabalandeli bakaMthandeni abalaziyo iqiniso nabayivumayo induku kusihlaba umxhwele lokho sibonga kasiqedi okaKhuba umntwana vele kaaaaade waba yinkunzi hhayi namuhla uma nihlehla nawo umasikandi wayeshilo nje uMtshengiseni indidane ukuthi okakhuba uyamugcoba kwemibili kuya kwwmithathu iminyaka oyokwebusa lomfana kaKhuba(kunjani manje😂😂😂😂😂)

    • @thabizolotv
      @thabizolotv  6 дней назад

      Uqinisile yasho njalo iNdidane 💯

  • @MalibongweDlamini-d2o
    @MalibongweDlamini-d2o 11 дней назад +1

    Nami ngingomunye umlandeli waSK iskhova sikazwelonke kdw asimvume ukhuzani uyacula uyasehlula thina maRed nation ngengoma zimnandi zonke iyngoma zakhe noba singangavumi kdw iqiniso siyalazi eynhlizyweni zethu zyavuma zona

    • @thabizolotv
      @thabizolotv  11 дней назад

      Engathi abantu banganda abantu abamela iqiniso njengawe. Umuntu menze kahle akavunywe noma eyisitha🙏🙌

    • @MichaelMthiyane
      @MichaelMthiyane 11 дней назад +1

      Mina ngithi uJesu uyabuya maduze konke lokhu ngeke kusize once wathatha abakhe kuzonyakaza umhlaba earthquakes the entire world. Buka Narrow Gate Channel with sister Musandiwa

    • @Chinekewhowwww
      @Chinekewhowwww 11 дней назад +1

      Suqamba manga awuyena umlandeli wegcokama.

    • @ntokozoguzunene1973
      @ntokozoguzunene1973 11 дней назад

      ​@@Chinekewhowwww So uma kukhuluma ozibiza ngoka Khuzani egxeka yena uKhuzani nithi vele umlandeli wakhe ngempela UKhuzani, vele nina niziduphunga nje

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 11 дней назад +1

      ​@@MichaelMthiyaneUJesu wathi sithandazele ukuthi umbuso ka Nkulunkulu uze emhlabeni, intando ka Nkulunkulu yenzeke emhlabeni njengasezulwini, Matthew 6:9-10.

  • @MichaelMthiyane
    @MichaelMthiyane 11 дней назад

    We are about to leave this world to heaven alive siphila phi RAPTURE Jesus is coming buka the Narrow Gate Channel with sister Musandiwa

    • @thabizolotv
      @thabizolotv  11 дней назад +1

      Amen 🙏

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 11 дней назад

      Bese umhlaba niwushiya nobani? Psalms 115:16, Psalms 37:29, Matthew 5:5.

  • @BongumusaMathe-ed7vo
    @BongumusaMathe-ed7vo 11 дней назад

    Cha uculile mf2

    • @thabizolotv
      @thabizolotv  11 дней назад

      Sibonge uma umsebenzi awenzile uncomeka