Khuzani elingisela uMthandeni 😆😂😂

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 13 окт 2024
  • Khuzani kanye noThibela bakhala ngokuzenza serious

Комментарии • 176

  • @samsonminenhle7292
    @samsonminenhle7292 4 года назад +4

    Eyyy cha waze wangicika wehh dixa kanti yini umufunani uMthandeni ngoba phela akekho ku level yakho wena uleee phansi yena uphezulu....... Hamba uyogeza Weeeh nja uhlukane no King Duyaza.......... ASHIIIIIILA DEMEDEEEEE!!!!!!

  • @sizwemasala8199
    @sizwemasala8199 2 года назад

    Khuzani my king of maskhandi chaaa uyamehlula mthandeni makakuyeke hamba phambi score mfo ka mpongose score 5_ O score mximmm mthandeni ndiwutandi nowuthanda mculo wakhe cha Eastern cape Ndabakazi💪💪💪💪💪💪💪💕💕💕💕💕

  • @sibongilenomusa3557
    @sibongilenomusa3557 4 года назад +3

    Nihlupha lapha nje ingakho singawuseki umlilo wakithi sidinwa izinto ezifana nalezi kwi R&B angeke uzithole izinto ezinjena...ikuphi inkinga ngoba anisibo abandawonye omunye nomunye ucula ingoma yakhe.

  • @zetzama7239
    @zetzama7239 5 лет назад +1

    Awunyi uyabhoshake manje Khuzani, Khuzeka musa ukuba umgodoyi. Uzokupitshiza uWelile mawngasile....

  • @Gcinumzingolomi
    @Gcinumzingolomi 5 лет назад +3

    Loooool idla King ....ungabi serious for no reason💙💙💙💙💙💙💙

  • @siyabongachili94
    @siyabongachili94 5 лет назад +12

    engathi sephapha kakhulu manje uKhuzani

  • @fikilemagwaza5096
    @fikilemagwaza5096 3 года назад

    Ukhuzani umfazi actr yakho eyomfazi futhi uyisitabene

  • @selfpreserve7581
    @selfpreserve7581 4 года назад +2

    Baqinisile uma bethi ayihlabi ngakumisa. Bengizitshela ukuthi uzithobile lomfo, bengithi uyilenhlobo yabantu abanaka izindaba zabo abazenzela into yabo. Cha yena ungiphumile.

  • @sanelentenga8609
    @sanelentenga8609 5 лет назад +4

    Usegunda njengo Mthandeni cha uyisibonelo Duyaza

  • @southafricanmusicjoy.
    @southafricanmusicjoy. 5 лет назад +14

    yaz nglandela igcokama kodwa ukhuzani ungibulele ngensini kule clip

    • @njabulobrightvundla9243
      @njabulobrightvundla9243  5 лет назад +3

      Lool yeey mina sengayeka ukulandela umuntu ngihleka kwasani, ngikhathele ukuzondana nabantu bengangenze lutho.

    • @southafricanmusicjoy.
      @southafricanmusicjoy. 4 года назад

      @@njabulobrightvundla9243 ay yona lento yabo ibuye ibe umdlalo ayidingo mazondo iyahlekisa sometimes

    • @maphumim3298
      @maphumim3298 4 года назад +1

      Nami😂😂😂😂

    • @SangaNgqanji27
      @SangaNgqanji27 4 года назад +1

      Njabulo Bright Vundla ay😂😂😂

  • @andilekhumalo7949
    @andilekhumalo7949 3 года назад

    Aingeke u Khuzani akehlise mnj seku too much

  • @kingslayerjamar312
    @kingslayerjamar312 5 лет назад +7

    Kkkk kuyakhuluphala lokhu sekuphuma iyhlashana 😂😂😂 bafa ave kungaba kuhle ukwenza into yakho uyekele ukukhuluma ngaba abantu

  • @ApheleleZulu-nb2kd
    @ApheleleZulu-nb2kd 3 месяца назад

    Khuphuka lapho ngiyakuzwa min😂

  • @AlfredVilakazi-n9q
    @AlfredVilakazi-n9q 5 месяцев назад +1

    Ihamba phezule eyaseMandaba

  • @mdurhkhumalo5732
    @mdurhkhumalo5732 5 лет назад +14

    aysuka wena nehlathi enkulu sengathi udla amaphilisi omduma hlukana nomunye

  • @sabelompontshane8547
    @sabelompontshane8547 4 года назад +4

    Economy class not even in business class baba, kanti awunayo life yin wanaka abanye ukuthi benzani weMpungose ngathi nguwe onenkinga lana kuma skandi sengiyasola

    • @noxolondlovu6362
      @noxolondlovu6362 4 года назад +2

      Awume kancani wena iyahaha lento eyi gcokama

  • @phumelelethembie1762
    @phumelelethembie1762 5 лет назад +4

    Kanti iqiniso kuthi umlandeli wegcokama 😂😂😂

  • @WellingtonMalinga
    @WellingtonMalinga 2 месяца назад

    Kusho ukuthi uyisoka nawe uyambona ugqoka kahle uyafaneleka akagqoki njengo Skhotheni

  • @luthandofuba5401
    @luthandofuba5401 4 года назад +2

    😂😂😂😂😂😂😂😂hai khuba uyahlekisa bafo

  • @khonzinkabinde
    @khonzinkabinde 5 лет назад +8

    Uhlushekiwe kwi-Blue Nation, imoto enamasondo angafani. Sisabheke lokho i-couch kawonke wonke ebhanoyini. Ugejile lana mfoka Mpungose.

    • @majola1999
      @majola1999 5 лет назад

      Uyanya sfebe nqengeka mawumjida

  • @MzweleniMsomi-uh3mn
    @MzweleniMsomi-uh3mn 2 месяца назад

    😂😂😂😂😂

  • @JusticeShandu
    @JusticeShandu 13 дней назад

    Nansoke into engiyinyanya kulabafana basemandaba izindaba zabantu ngathi abantu besimame nalokhu okuthiwa uThibela azikhuzani lezo zinto zinjalo nje angazi ukuthi madoda Mani lana anje xmi

  • @philasicelo744
    @philasicelo744 5 лет назад +3

    Ibhanoyi leli elikwenza uzibone usuhlakaniphile weyisini ukuzehlisa nokukhombisa ukuhlonipha abantu abakwenza ube nomsebenzi kuhle inkinga yakho usuka enkandla lakungenantuthuko khona awukwazi nokubona ukotini

  • @majola1999
    @majola1999 5 лет назад +10

    Dankie mfoka mpungose sethembeke uzwile lo Ohahayo 🤣🤣🤣

  • @scelongwenya6365
    @scelongwenya6365 Год назад +1

    Wadla mgodi kanye nentibane 😅😅😅

  • @ubukaonline9733
    @ubukaonline9733 3 года назад +1

    😂😂wezinsizwa anidlulanga nje nebhanoyi.

  • @makhosincube3288
    @makhosincube3288 5 лет назад +4

    uboncoma Khuba uma into inhle uyakuhlula uDuyazi ngengoma yeka ukuba lomlomo omude siyakhukhuza

  • @mvelogumede3106
    @mvelogumede3106 5 лет назад +2

    waze wangihlekisa Khuba our king of maskandi**

  • @snehpurity4686
    @snehpurity4686 4 года назад

    Looolz ngyaphakamis laph King KHuba

  • @lungelongcobo6679
    @lungelongcobo6679 5 лет назад +2

    Mmmh waze wanama Khuzani, ngaty qala nokugibela ibhanoyi ( uyadabukisa).

  • @sphiwempanza7845
    @sphiwempanza7845 2 года назад

    Kaz ngabe wafikaph ngaphandle kwe gcokama elisha wena mgodi ngob waphapham ebthongwen ngenxa yakhe ngob bon ukuth uzokshiya

  • @thuthukanibuthelezi609
    @thuthukanibuthelezi609 2 года назад +1

    Nibabi kodwa kini😂😂

  • @mariodraghi7574
    @mariodraghi7574 5 лет назад +3

    Cha ukhuluma ivari ke la wena bari🤣🤣🤣🤣

  • @NumberKhumalo
    @NumberKhumalo 3 месяца назад

    Uma ephendula nje kothiwa kanayo nhlonipho nithini ke ngoku

  • @mlamulingcobopholob
    @mlamulingcobopholob 5 лет назад +9

    Bafwethu uKhuzani kahle kahle uyaqina...angazi niyombona nini..

    • @senahemihlemomm8502
      @senahemihlemomm8502 5 лет назад +1

      Pholo pholo b Ngeke simbone if nani ningakamboni uMthandeni

    • @mlamulingcobopholob
      @mlamulingcobopholob 5 лет назад +3

      @@senahemihlemomm8502 1)ngikhuluma ngoKhuzani la akekho uMthandeni kule video ....2)uMthaandeni akasilo neqhawe lami ngilandela uMajotha umfoka Zungu mina....kodwa ingqino engiyibona kulomuntu wakwaMpungose iyenyanyisa....ingqino engathi intombazane...

    • @zozodlamini8695
      @zozodlamini8695 5 лет назад

      Unamanga

  • @khulekaninene2856
    @khulekaninene2856 5 лет назад +10

    Khuuuuba elakho lelizwe khululeka ndodana 🤣🤣🤣🤣🤣✊🏿

  • @mpilisosiyabongakhumalo2178
    @mpilisosiyabongakhumalo2178 4 года назад

    Yazi uyehluleka khuzani njengoba sukhuluma ngoMfazonyama uthi kasibuyele emumva ngomaskandi kuyacaca ukuthi sekwehlule uMthandeni nge Ngezo geza nawe baba uhlukane nento eziningi

  • @siyandasndebele4147
    @siyandasndebele4147 4 года назад +1

    Phela wena abasakazi obhululu bakho yingakho ukhululeka kakhulu

  • @khulileshezi9264
    @khulileshezi9264 5 лет назад +10

    Kodwa mfoka Mpungose awuhlafunisi okwe celeb yaz

  • @ntokozoMhlanga-c5h
    @ntokozoMhlanga-c5h 3 месяца назад

    😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @lillyxanga7395
    @lillyxanga7395 5 лет назад +3

    No no no no! Hell no! this khuzane is the one who is the problem in this maskandi world!
    yeeyy yakhuthandu khuluma nali qaba maan jerrrrr!
    unochuku enjalo nje hlezi gigiyela ngatsi umfazi sies maan!
    why dnt just go and fix your tooth wena qaba ndini nobubi, really whats your problem with Mathandeni honestly now?

  • @siphumulothole3608
    @siphumulothole3608 4 года назад +1

    Yey cula wena uyeke ukusbhedela la uslalelisa udoti, uke ube ngumculi wengoma emnandi nje uyeke ukphapha uzehlisa isithunzi wenza zonke lezinto ozenzayo! Ungumculi noma uyi-actor manje?

    • @tshengibuthelezi3268
      @tshengibuthelezi3268 4 года назад

      Kubukeka sengathi usekhohliwe kuthi njengoba abantu bemthanda kangaka bamthandela umculo hayi lokhu asekwenza sicela umculo khuba 💙💙💙💙💙💙💙💙💙

  • @ThokozaniThabethe-v7n
    @ThokozaniThabethe-v7n 2 месяца назад

    Ungumlandeli kaMthandeni wena

  • @blaqknightimbongiyekhethel8966
    @blaqknightimbongiyekhethel8966 4 года назад +1

    ungenaphi wena ngoba awukho crc suhlulwa ukushaya ingoma dixa ndini

  • @locadiancube132
    @locadiancube132 4 года назад +2

    Suduba ngo mona we Khuzani you will never succed with this jealous

  • @jabudubejabudube8526
    @jabudubejabudube8526 4 года назад +1

    Igcokama ni gcokama ngeke unitshintshe

  • @lusandarhoda473
    @lusandarhoda473 Год назад

    😹😹😹

  • @sceloscelo7272
    @sceloscelo7272 5 лет назад +1

    😂😂😂😂😂😂 Yah ngaze ngahleka

  • @sabeloaction736
    @sabeloaction736 5 лет назад +2

    Ucabanga ukt uyinsizwa yin wena lekudlana leli.ukhuluma too much umanzi umlomo

  • @syabongasithole3626
    @syabongasithole3626 5 лет назад +1

    Ngiyasaba ukusho ukuthi ngelinye ilanga koba sengathi angikaze ngibe umculi sengiwumphuphe nje kodwa ngangiwumculi womculo n

  • @msiziradebe4647
    @msiziradebe4647 5 лет назад +1

    Kuba njalo wekhuba umuntu mesehlupheke kakhulu yonkinto uythatha serious. Akabe esabona noma kudlalwa. Bonke abalandela uyhlathi Ingb bezonda wena nje mfoka khuba nabo bayabona phela ukuth ayikho lento yalomuntu. Akabhimbi go kdw ngb uyena oyimbangi yakho Kan nabo bayakzonda bakhetha yenake ayy bemthanda😂😂😂. Akaculi uyahlabelela👎👎👎

  • @thobanindlovu3224
    @thobanindlovu3224 5 лет назад +2

    WENA UYINSIZWA UMA UZIBONA UKHULUMA NJALO UMA UZITHANDA UYAZITHANDA UMA UZINYANYA UYAZINYANYA

  • @philasandesinkosi6966
    @philasandesinkosi6966 4 года назад

    Ungashiyi lelobhanoyi linuka

  • @sibekezelohloniphile120
    @sibekezelohloniphile120 3 года назад

    ayyy ayyy uyaphambuka manje khuba buya mf2

  • @samkelosibiya2700
    @samkelosibiya2700 4 года назад +1

    Im here for comments, angcheme namuntu😅

  • @aneletoni5676
    @aneletoni5676 5 лет назад +4

    Esasigulo sekhanda kukhuzani sibuyile

  • @lindelanizondi9265
    @lindelanizondi9265 5 лет назад +14

    Kodwa unesdina wemampungose

  • @vusimngomezulu5219
    @vusimngomezulu5219 4 года назад

    kodwa khuba bakith😀😀😀😀😀😀

  • @zifozonkedube864
    @zifozonkedube864 5 лет назад +2

    Ay thibela ndoda ngeke wethusa iyngane

  • @noxolondlovu6362
    @noxolondlovu6362 4 года назад +1

    Hawuu kkk akusho khuba

  • @simthembilekakaza867
    @simthembilekakaza867 4 года назад +1

    Ey nina aniyeke ukhuzani fusegi man nxa

  • @ayandampmanana4114
    @ayandampmanana4114 5 лет назад +8

    Khubba elakho lelizwe 😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @malunginokulunga2191
    @malunginokulunga2191 4 года назад

    ayi lomama lo nesiqhevezi setsaka ave enesicefe namavidio uduuuu angasile hhaaaaa lihlelekile phela igcokama

  • @NumberKhumalo
    @NumberKhumalo 3 месяца назад

    Bese nithi uMthandeni unochuku

  • @winniemaphumulo9046
    @winniemaphumulo9046 5 лет назад +3

    Ubulawa umona kunani? umuntu wenza into ayithandayo

  • @sibongilemlambo798
    @sibongilemlambo798 4 года назад

    Noma ngabe unodumo olungakanani kodwa gada okuzokwehlisa isithunzi be a gentleman don't talk to much

  • @rocketkidd9892
    @rocketkidd9892 5 лет назад

    Udriver usecishe washayisa ibhanoyi 😂😂

  • @mukesam6053
    @mukesam6053 5 лет назад +4

    Wee nan ngaty nizibhorekele mxm

  • @nkuleemmanuel9076
    @nkuleemmanuel9076 4 года назад +2

    uyidixa Kodwa

  • @mthandenimanqelenews7880
    @mthandenimanqelenews7880 5 лет назад +6

    aiy mubi lomuntu oseduze kukaMgodi

  • @khumbulanisihle1620
    @khumbulanisihle1620 5 лет назад +1

    Ay u Maskandi abaphili ekhanda yin ukthanda ukbukwa noma nise toilet nje

  • @khumbulanisihle1620
    @khumbulanisihle1620 5 лет назад +2

    Bathin nje abalungu niyasphoxa Khuzani namazinyo okphambana fuseg

  • @jabudubejabudube8526
    @jabudubejabudube8526 4 года назад

    Uysilima dixa ngamazinyo engathi yzinqe zentethe

  • @thandazilethandeka883
    @thandazilethandeka883 4 года назад

    😂😂khuphuka mfoka Mpungose

  • @nontobekopretty2088
    @nontobekopretty2088 4 года назад

    Angikufisi ukulandela ukhuzani nakanye njr eyyy uyakhuluma lowo mfana uselokhu ela kuMthandeni engathi izinja ezikhwelanayo yize esengamnaki yena ayyy cha mulandelen asinamona ngakhumbula iDlamanzi iqhawe lami

  • @simomtetwa5292
    @simomtetwa5292 5 лет назад +2

    leli dixa lincoma ubudixa ball uyisixathu wena

  • @nhlakaniphovilakazi2164
    @nhlakaniphovilakazi2164 4 года назад

    Uyabuka nje umlungu abantu besangana

  • @mahlalekhwenimonsterchanne4127
    @mahlalekhwenimonsterchanne4127 5 лет назад +1

    Aaaaaw noThibela 😂😂😂😂😂 aw kahleni

  • @lwazimabizela6271
    @lwazimabizela6271 4 года назад

    Sdina Khuzani

  • @phumelelemonica9142
    @phumelelemonica9142 4 года назад

    Awuvubheda khuzan

  • @khumbulanisihle1620
    @khumbulanisihle1620 5 лет назад +9

    Tseg marn

  • @zamanizamazama841
    @zamanizamazama841 4 года назад

    AI KHUZANI MFANA UYAYEHLULA LE NTWANA MABAKUYEKE 😂

  • @winniemaphumulo9046
    @winniemaphumulo9046 5 лет назад +4

    Njengoba enomlomo ngathi istella senkomo nx,namazinyo kagundi

    • @cebomlambo2841
      @cebomlambo2841 5 лет назад +3

      Umuntu onestella senkomo wuwe yithi abantu blue Nation 29 November liyabhubha izwe kobe kuvalwe indawo yonke......

    • @zozodlamini8695
      @zozodlamini8695 5 лет назад

      Kodwa u top kunawe

    • @winniemaphumulo9046
      @winniemaphumulo9046 5 лет назад +2

      @@cebomlambo2841 sihlanganaphi pho nalokho yinto engangenzi ngilale ngidlile leyo whatever

    • @winniemaphumulo9046
      @winniemaphumulo9046 5 лет назад

      @@zozodlamini8695 awungazi nokungazi ngihlangaphi nokuba top kwakhe ngabe uyangiphakela wena uma uzincengela ngokuba top kwakhe

    • @ncamisilembhele2035
      @ncamisilembhele2035 5 лет назад +3

      Umanzi umlomo kuMampongose lool kwasholo welile

  • @ntetheleloshange8778
    @ntetheleloshange8778 4 года назад +1

    ukuqina! uxakwa yini!

  • @thulisilempungane2820
    @thulisilempungane2820 4 года назад

    Kodwa Khuba wawynkinga eskoleni

  • @sihlesithole9092
    @sihlesithole9092 3 года назад

    Lol 🤣🤣😆

  • @ntuthukontuthu1254
    @ntuthukontuthu1254 4 года назад

    Kodwa khuba ungenzan mtaka baba😂😂😂😂😂

  • @willardmoyo1205
    @willardmoyo1205 4 года назад

    Yazi khuzani marora

  • @princesizwe259
    @princesizwe259 5 лет назад

    Abantu bake bafana yin?Ngek ube serious vele umqondo mawngekho klelozinga lokwazi.Awcule nje mfwethu uyeke uknaka lowamjita nay uyayenza kahle into yakhe ngendlela yakhe.Nawe uyenza kahl eyakho ngendlela yakho.La emhlaben knamaLevels,yingakho sngasoze safana

    • @tshengibuthelezi3268
      @tshengibuthelezi3268 4 года назад +1

      Ngiyabonga mina sengathi singabalandeli singakuqonda lokho ukuthi abantu abasoze bafana

    • @thulintombela1167
      @thulintombela1167 4 года назад

      Prince ngyawuthanda umbona wakho that's true

  • @mickeynozewu2634
    @mickeynozewu2634 4 года назад

    yiko uKhozi fm lungasabambi izindondo kanye naye uTshata kungoba udlala izingoma zakho kakhulu wesilima ndini...abantu sebecikwe yilokuziphatha kwakho

    • @sizwemasala8199
      @sizwemasala8199 2 года назад

      Usilima wena wonke mculo uyadlalwa kwi khozi sukuluma amanga apha khuzani wawina ndoda hayi kuthi kudlalwa mculo walhe slima

  • @mkhanyiselimyendeki8751
    @mkhanyiselimyendeki8751 3 года назад

    🤣🤣🤣🤣🤣

  • @nontobekomajola3257
    @nontobekomajola3257 4 года назад

    Baze banesdina abalandeli bamthandeni bahamba

  • @Mellow-Prince
    @Mellow-Prince 5 лет назад

    okay syakuzwa pho wena uhlanganaphi kanjan

  • @lindokuhlegwala9311
    @lindokuhlegwala9311 4 года назад

    ayituseki nakancane bafwethu lento eniyenzayo nina sebenzani nje ayi ukukhulumana kabi sfuna umculo vo kinina

  • @nhlakaniphonomvelo6750
    @nhlakaniphonomvelo6750 4 года назад

    Yuuuu akame uyanghlekisa

  • @zifozonkedube864
    @zifozonkedube864 5 лет назад

    Kanti wena inkinga yakho ikephi uma eythintitha

  • @nomcebomaluleka1442
    @nomcebomaluleka1442 5 лет назад

    1 year to come uzobe sephuphe ephelile ukhuzani ngoba sone scefe

    • @nkosinathimbhele9674
      @nkosinathimbhele9674 3 года назад

      Khuluma ke manj kuphuphe ban ngoba kuthiwa abanye bamatasa barica amasim cards kwaguqa kushaywa ingoma enkulu

  • @zamokuhlegumede5764
    @zamokuhlegumede5764 5 лет назад +1

    Wuuu mfana muni lo qina kanje ...

  • @nolwazimbatha8364
    @nolwazimbatha8364 5 лет назад +8

    Fuseg mfazi amaziny angaphelel seg marn

    • @sizwemasala8199
      @sizwemasala8199 2 года назад

      Uyanya thuka khuzani thina khuzani samthanda hambothuka mthandeni wena futsek

  • @siyandasmangaliso7517
    @siyandasmangaliso7517 4 года назад

    Wendoda eseceleni yeka lento yakho yokuncetheza nkabi