SIKHIPHA IZIMFIHLO | Uyadliwa umkakho emsebenzini | S1 - EP134

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 20 сен 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @blaqlifetv
    We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
    ____________________________________________________________________________
    DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
    ..................................................................................................................................
    Website: www.blaqlife.co.za
    Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
    Office Number: 0813639875
    ****************************
    #BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #confession

Комментарии • 709

  • @JujuDlamini-k4z
    @JujuDlamini-k4z 4 месяца назад +176

    Stufuzaarh part 2 please,vele ziningi iziqephu ezidinga u part 2 kwi show yakho,khulumisana nabaphathi bakho nize no part 2 kwi show yakho ngoba kukaningi sizibuza ukuthi kaze kwagcina kwenzakalani,siyacela bandla Le show siyikhonzile kakhulu.

    • @PhumzileShange-j6g
      @PhumzileShange-j6g 4 месяца назад +11

      Uqinisile manje leshow isishiya nemibuso engenampendulo pls stufutufu❤️❤️❤️

    • @GraceChilunga
      @GraceChilunga 4 месяца назад +6

      Please yebo part 2 Stufuzzah

    • @zamakhuzwayo4700
      @zamakhuzwayo4700 4 месяца назад +1

      True

    • @Nompumelelo-z6v
      @Nompumelelo-z6v 4 месяца назад +1

      Khon sizothol nokufunda okunezimpendulo nje

    • @MelissaMoyo-t5r
      @MelissaMoyo-t5r 4 месяца назад +3

      True Mina bengifuna ukuzwa upart2 walobhuti othwele ngezintwala obelala nodadewabo

  • @snenhlanhlangubo-bi6pv
    @snenhlanhlangubo-bi6pv 4 месяца назад +107

    Waze wamphilela mngan wakho ulenzile qiniso

  • @sphesihlemngxongo226
    @sphesihlemngxongo226 4 месяца назад +75

    Umngani wenza nje...... Siyabonga mft

  • @SteveLanga-m4i
    @SteveLanga-m4i 4 месяца назад +40

    Cha uneqiniso lomfethu umngani ophilayo Bamba 👊

  • @Bhekizwane-vw3sm
    @Bhekizwane-vw3sm 4 месяца назад +46

    Good friend always protect friend

  • @thobisilesibisi3449
    @thobisilesibisi3449 4 месяца назад +157

    Sicela upart 2 uma eseyile emsebenzini wababamba uqotsheni

  • @Bhekizwane-vw3sm
    @Bhekizwane-vw3sm 4 месяца назад +67

    A good wife,respectful,displine is a gift from God

    • @Mathimlisa
      @Mathimlisa 4 месяца назад +2

      I soooooo wish and pray for that wife

    • @sikhanyisiwendlovu4161
      @sikhanyisiwendlovu4161 4 месяца назад +3

      What about husband?

    • @Mathimlisa
      @Mathimlisa 4 месяца назад +3

      A protective and loving husband is my duties
      U welcome to add

  • @siphiwematshazi8145
    @siphiwematshazi8145 4 месяца назад +52

    Jub jub uyadingeka lana 😢

  • @Mamesh92
    @Mamesh92 4 месяца назад +33

    that “inin iLunch inini iLunch”
    made my day 😩❗️❗️

  • @BongiweKunene-ue2bp
    @BongiweKunene-ue2bp 4 месяца назад +11

    Besekuthiwa bayahlukinyezwa abesifazane Uma bebulawa ngoba ayikho indoda engavele ibulale umkayo yamulobola ngezinkomo zayo bafa kunjenake abantu

  • @mbusombuyazi-d7o
    @mbusombuyazi-d7o Месяц назад +2

    Umngani wangempela ke lona. Thanks my brother usebenzile

  • @menziKhumalo-cv4hm
    @menziKhumalo-cv4hm 4 месяца назад +26

    Umfazi ongazazi ufunani uthatha umuntu umlobole kanti ngaphakath kuye inqondo isagcwele umjolo

  • @JacobMabena-ei1mp
    @JacobMabena-ei1mp 4 месяца назад +5

    Nami ngifuna ukuba umngani wakho BAFO, abasekho abafana nawe. KEEP IT UP!

  • @ezwenibhebhe5766
    @ezwenibhebhe5766 4 месяца назад +40

    Uvele ujolelani Kanti utshadile ungu Makoti ayikho ryt indaba yokujola utshadile

  • @MusaTshuma-n4o
    @MusaTshuma-n4o 4 месяца назад +7

    Yes good friend syabonga asphileni ngeqiniso viva ngane viva❤️👊💪

  • @velinkutha6696
    @velinkutha6696 Месяц назад +2

    Ngyasiphamisa isandla ngithi salute kulendoda. Ungumngani weqiniso

  • @MpiloSduduzo
    @MpiloSduduzo 2 месяца назад +4

    You're a best friend bro keep it up we need more friends like you🎉💯👍

  • @muziwokuthulasinukela3061
    @muziwokuthulasinukela3061 4 месяца назад +5

    My brother ngikuthulela isiqoko my brother ❤❤❤.Kodwa kwakufanele uvele umtshele now and then,emsebenzini there is no unfair dismissal wawugeke uxhoswe.

  • @Phumza-mv2sf
    @Phumza-mv2sf 4 месяца назад +101

    Good friend ❤❤❤❤❤

  • @EdwardSovereign
    @EdwardSovereign 3 месяца назад +4

    Good friend risking his job for a friend😊you more than a friend ungubafo ngempela

  • @ThobileNdlovu-e3t
    @ThobileNdlovu-e3t 4 месяца назад +8

    Kuloludaba sicela kugadwe isimo ngenkathi uBafo esiyazibonela mathupha ngoba sewungaba mkhulu umonakalo dankooo

  • @mlondidlamini4233
    @mlondidlamini4233 4 месяца назад +20

    The fact that basabizan ngo Bafo its priceless

  • @GladwellKwezi-uq1so
    @GladwellKwezi-uq1so 4 месяца назад +15

    Good indoda boniswa kanjalo uyibize zibonele ngumngani weqiniso ndoda

  • @dalenymzizi1606
    @dalenymzizi1606 4 месяца назад +15

    Cha kona emsebenzini zyakhala' into encono ukuthi anga sebenzi nhlobo, angiphathike kulaba aba sindisiwe bayaziphosa emadodeni ahola kakhulu'😢

  • @mrsiyabongazungu6843
    @mrsiyabongazungu6843 2 месяца назад +3

    Good friend - he engaged the wife first before he reports her…
    Good luck to the husband in his healing y

  • @CheerfulChameleon-zp2uq
    @CheerfulChameleon-zp2uq 3 месяца назад +3

    Bambalwa abangane abanje siyabonga mngee ungumngani wangeqiniso siyabulela uhlale unjalo🥰

  • @CyrilNxumalo-w5j
    @CyrilNxumalo-w5j Месяц назад +2

    What a good friend

  • @duduzilemolefekhamanga6298
    @duduzilemolefekhamanga6298 4 месяца назад +15

    Ngiyayithanda indlela yokuthi akazozibonela....

  • @sekopaul9253
    @sekopaul9253 4 месяца назад +16

    Hhay manje bajola behlezi emakhaya 🤞🏻🤞🏻

    • @thabilebock2231
      @thabilebock2231 4 месяца назад +3

      Umuntu wesfazane menganasimile noma esebenza noma esekhaya akunamehluko. Isimilo asikho uma efeba

  • @solomonkhumalo9410
    @solomonkhumalo9410 3 месяца назад +2

    Bekumele ayibeke kanjani iyiyona nje ubenikelangekhekhe labafo . An futhi lo othi kufuneka apathe isibhamu urong masefika enze umonakalo laphayana uzolahlekelwa impilo yakhe yonke ayoboshwa kuphele ngepmilo yakhe Mfwethu noma kubuhlungu wamkhiphela izinkomo zaKho engikuncelayo yiba yindoda ungaphi nabantu abazokufaka emanyaleni shiya phansi udoti lo umgaze ungcolise izandla zakho hlala phansi uncabange kahle uyoba kuwe ukuthi ilobolo lakho uyalilanda yn ebese upholisa ingqondo kuqala bese uncinga umuntu wesfazane oqotho ozohlala futhi ekhaya etnclist umenzele noma itackshop encane ekhaya angayi ukuyosebenza ngoba kuyancanca indlozi alimfunanga lomuntu lase liyamveza ubunjalo bakhe so nje bafo nginca ungaxhamazeli wenze njengoba eshilo umfwenu okusizile ngalento bancane abangani abanje

  • @bathobeletom7642
    @bathobeletom7642 Месяц назад +1

    yhoooo!!!! abantu bethu em'sebenzini kodwa

  • @thembinkosidube3918
    @thembinkosidube3918 4 месяца назад +10

    Sanibonani, bakwethu hayi Thina ❤.
    Impilo yimpi,ngakho kufanele uhlale uqaphele,
    Asibonge,
    Dankoo...

    • @greenpeace7380
      @greenpeace7380 4 месяца назад +1

      Angalisho uliphinde lelo mfowethu

  • @EmmanuelMthethwa-w6g
    @EmmanuelMthethwa-w6g 4 месяца назад +17

    What a friend to keep🎉🎉🎉

  • @SimonlLeka
    @SimonlLeka 4 месяца назад +8

    If his friend was the cheating 1 he was never going to alert his woman😢

    • @leahdile9036
      @leahdile9036 4 месяца назад

      True. Moreover if he was the one doing it to his wife he wouldn't tell

    • @ndlavini
      @ndlavini 3 месяца назад +3

      He is not friends with the woman , her own friends would be better placed fir that

    • @EdwardSovereign
      @EdwardSovereign 3 месяца назад

      ​@@ndlaviniPowerful point thank you😊❤

    • @SiceloSibanda-fx7fs
      @SiceloSibanda-fx7fs 2 месяца назад

      Cos she's not his friend hau..

  • @bongagcaga8768
    @bongagcaga8768 4 месяца назад +11

    Hayi mina bengeke ngimtshele ngoba 90% wabafazi bayadliwa emsebenzini ,there is this couple esebenza ndawonye bese ihlukana ngama shift ,ziyakhala bantubenkosi

  • @priscillancube5773
    @priscillancube5773 4 месяца назад +7

    😂😂😂34 times besijolela yazi Stufuza say that again

  • @VusumuziDlamini-cq9ry
    @VusumuziDlamini-cq9ry 4 месяца назад +14

    Kwagcinaphi,sifuna ukwazi

  • @bathobelevitheka6349
    @bathobelevitheka6349 4 месяца назад +16

    Big up my brother, you're such a good friend❤

  • @TiezizweZwane-fz3nf
    @TiezizweZwane-fz3nf 4 месяца назад +1

    Good bhutih wamih uyindodah n abasekhoh abajitah abanjenah uyindodah chiphezezeh

  • @sanelepaecewell6
    @sanelepaecewell6 4 месяца назад +11

    Thina sfuna u part 2 manje. Niwenze ubeyi action movie nyana so lapha ehhovisi le boss with drama nyana lapho umkhwenyana eseyolanda okuyizinkomo zakhe alobola ngazo.

  • @SbusisoJeza
    @SbusisoJeza Месяц назад

    Yoooooo ai kunzima, ngyamthanda umngani onje mina khombisa ukba neqiniso kumngan wakhe.....

  • @priscillancube5773
    @priscillancube5773 4 месяца назад +9

    Sicela upart 2 please

  • @phakamaniderricknkosi1934
    @phakamaniderricknkosi1934 27 дней назад

    Akusona iskhwele ...ngeke uthenge property bese niyi share -ra nomunye, and worst without your concern.
    2.siya invest-ta ngalaba bantu... Ngeke ubeke mali yakho bank for years bese uthi uzizwa ukuthi sinyamalele,ngeke usaphinde uythole,uhleke.

  • @freedommyeza2601
    @freedommyeza2601 3 месяца назад +2

    Umfazi oyedwa uyahlupha kakhulu

  • @sivuyilemphoco7325
    @sivuyilemphoco7325 4 месяца назад +14

    😂😂Waze waybeka kabi lo mjita(umfaz wakho unikela ngekhekhe) 😂😂😅😅

    • @smangasmesihle3717
      @smangasmesihle3717 4 месяца назад +4

      Kanti unikeza ngani ngoba vele unikeza ngemomozi iboss iyazibhebhela njee

    • @ntombienhlemahlaba8368
      @ntombienhlemahlaba8368 4 месяца назад +1

      Ewu!

    • @smangasmesihle3717
      @smangasmesihle3717 4 месяца назад

      ​@@ntombienhlemahlaba8368kunjalo nje dadewethu vele unikeza ngekhumeme

    • @thabsilethusi4851
      @thabsilethusi4851 4 месяца назад +1

      ​@@smangasmesihle3717 naweke 🤣🤣🤣🤣🤣🤣momozi🤣🤣🤣🤣

    • @user-pr6qn3nq5z
      @user-pr6qn3nq5z 4 месяца назад +1

      ​@@smangasmesihle3717😂😂😂momozi

  • @DumisaniMdladla-k2c
    @DumisaniMdladla-k2c 16 дней назад

    Umngani weqiniso walimela futh🎉wamphilela Mngani wamphilela

  • @sitshengisiwemguni8817
    @sitshengisiwemguni8817 4 месяца назад +6

    Part 2 please

  • @PatrickBenjamin-t1t
    @PatrickBenjamin-t1t 4 месяца назад +12

    People please correct me if I am wrong please Stufuza bantu her voice is killing me nkosiyam lomfazi walombhem tsiiiii ❤❤❤

  • @nosiphonosipho6076
    @nosiphonosipho6076 4 месяца назад +5

    Sindinga abangani abanje ayi abandlela abangani ayiiiii bakwethu bangani

  • @ZibusisoNdlovu-j9v
    @ZibusisoNdlovu-j9v Месяц назад

    Yes the truth is 90pecent of working women a jolling at work even if its not the boss another workmate

  • @ThulaniManqele-em5fk
    @ThulaniManqele-em5fk Месяц назад

    Akukho lula ukuthola umngani weqiniso keep it up buddy 👏👏

  • @MethodBhebhe-mo6un
    @MethodBhebhe-mo6un 2 месяца назад +1

    True friend

  • @IsaacVusiSangweni-uu2ce
    @IsaacVusiSangweni-uu2ce Месяц назад

    Abafazi funa bahlale emakhaya sibonga le good friend like this guy.

  • @guguk.p.mngoma8060
    @guguk.p.mngoma8060 4 месяца назад +8

    Stufuza plzzzzzzz sicela isiphetho saloludaba❤

    • @EzileChili
      @EzileChili 4 месяца назад

      Plz ngempela bandla

  • @JennipherMhlanga-fx3ey
    @JennipherMhlanga-fx3ey 3 месяца назад +2

    Ngeke sikuhlafune stufuza 😂😂😂umfazi kafunde ukuziphatha kahle ahlonipheke ebantwini

  • @Basilmnwabe
    @Basilmnwabe 2 месяца назад +1

    We need good friend like him ❤❤❤❤❤

  • @zandilemkhize26
    @zandilemkhize26 4 месяца назад +1

    Sbonge ngaphathi yabangan imvamisa kukhalwa kakhul ngabangani, today uyenzil okchaza kuth basekhon abangan beqinkso👏

  • @ZakheleMasango
    @ZakheleMasango 4 месяца назад +13

    Kunzima lokhu futhi kuyadina

  • @Elvis-Dube-ny
    @Elvis-Dube-ny Месяц назад

    Thank you so much my brother ,yindoda mfowethu

  • @musabonginkosi2305
    @musabonginkosi2305 2 месяца назад

    Uyindoda boy ngiyamfisa umngani ofananawe yoo yooo yooo uyindoda mani❤❤❤

  • @ndlovuelijah
    @ndlovuelijah 4 месяца назад +13

    Amadlozi azosifulathela singamadoda, ngoba sidlala ngenkomo zobaba ngabantu besifazane

    • @NkosinathiNxumalo-e9l
      @NkosinathiNxumalo-e9l 3 месяца назад +1

      And iskhathi esiningi laba abenza kanje sibalobola ekhona ama red fleg 😢😢😢

    • @FareedLoyiso
      @FareedLoyiso 3 месяца назад

      Udalwe yi dlozi yini

  • @SiphoMosea-df5hz
    @SiphoMosea-df5hz 3 месяца назад +1

    Zyabuya ke .
    Anyway to those who are not born again its time to receive Christ not by say this word Lord Jesus come into my heart be my lord and savoir i believe that you died and rose from death because of me amen Romans 10:9-10 john 1:12

  • @KonkeMhlanga
    @KonkeMhlanga 4 месяца назад +7

    Part 2 plz stufuza

    • @MbuyiseniKubheka
      @MbuyiseniKubheka 3 месяца назад

      Qiniso lakho bafo liyancomeka umngani ngempela akafuneki umngani olixoki seyisele ngakuye indaba nkosikazi kshuth isfebe vele akasasabi nawe 🤔ujola life uthi ikhekhe elakhe

  • @senelisoncube9877
    @senelisoncube9877 4 месяца назад +2

    Woza kimi bhudi,lm single ngiziphethe kahle

  • @buzwethompson7892
    @buzwethompson7892 2 месяца назад

    Like it Bafo💪💪💪💪❤❤❤its where we call it friendship

  • @zamahadebe8733
    @zamahadebe8733 4 месяца назад +2

    Welldone brother uwumngan weqiniso

  • @nkululekomkhwanazi8678
    @nkululekomkhwanazi8678 4 месяца назад +2

    Njengoba lolu hlelo ludume kanje, kuzothiwani uma othize etshela i-boss nomfazi ukuthi sebecetshwe kwi-Blaqlife TV futhi sekwenziwe nezinhlelo zokuthi babanjwe oqotsheni?

  • @SiphoselbyNgubo
    @SiphoselbyNgubo 3 месяца назад +1

    Wena stufuza wasukhophoza kanje yini wanamaHloni namhlanje?Abamcebe unondindwa inja ibhejwa emini sis emsebenzini awu

  • @NdumisoZabakho
    @NdumisoZabakho 4 месяца назад +1

    Part 2 please xasele ezibonele umyeni wakhe lomfazi

  • @KhangeSnikiwe
    @KhangeSnikiwe 3 месяца назад

    Yeeey mowuzwa izinto ezinje ushiselwa uze uvale ucingo ngenxa yentukuthelo

  • @SontoKhoza
    @SontoKhoza 4 месяца назад +5

    Ngibona ingozi mina la jooo

  • @sbongavilakazi-p5t
    @sbongavilakazi-p5t 2 месяца назад

    Wothi ngikuchazele ukuth y umunt weslisa kunzima ukuxola 1 Lo osuke edla umunt wami kulula akudelele 2 Lo odla umunt wami udla ngendlela yokuth uyazi ukuth udla into okungeyona eyakhe 3 umudlela ukufa nokuphila 4 amatotolozi ethu awlingani 5 umunt weslisa uyafaka ashiye ukuncola 6 kunzima ukudla ukuncola kwenye indoda

  • @SikhumbuzoKhuzwayo
    @SikhumbuzoKhuzwayo 7 дней назад

    Umuntu wesifazane uyithuluzi lokwakha umuzi,mejolile usuke esewudiliza,uma ithuluzi liphuka kuthengwa elinye kanti asifani ,yena megane kithi kwakhuzwayo, esejolile,uzala amachoice assorted ,kanti mina omnguni usuke wanda umuzi

  • @sfisombelu3624
    @sfisombelu3624 4 месяца назад +1

    Indoda ehlakaniphile kodwa iyawubiyela umuzi wayo ukuze ingadli ukudla kwayo nezimpukane ezi green, okrabusi. Lento ayikho mayelana nokrabusi.. ngiyathemba niyangizwa

  • @PeterMzawu
    @PeterMzawu 23 дня назад

    Siyabonga bafo lendlela loyibeke ngayo

  • @dollymahlangu6148
    @dollymahlangu6148 27 дней назад

    You are a more than friend my brother 👊 big 👊👊👊

  • @tsietsimodutsoane9029
    @tsietsimodutsoane9029 Месяц назад

    U are spot on bafo power and money is evil even males also get confused by those things mentioned about

  • @MikeShezi-cq3pu
    @MikeShezi-cq3pu 3 месяца назад

    Umfazi uyisidima sendoda uma umfazi ejola ayisambuki njengendoda leyo yakhe phela seyimbuka njengomkhovu or isiyoyo futhi uma umfazi ejola ku easy ukuthi bambulale umkhwenyana

  • @sthabilemahlangu5860
    @sthabilemahlangu5860 3 месяца назад

    U risk your friendship and your job.. U are are my brothers' keeper ❤

  • @princessnyawo1247
    @princessnyawo1247 10 дней назад

    Part 2 pls Dlangamandla ❤🎉🎉🎉🎉

  • @LindaMtiya-hb3nv
    @LindaMtiya-hb3nv 4 месяца назад +2

    "Inin' i lunch inin' ilunch".....oh!!!! yhini koda ngobafo

  • @samuelmbokazi2318
    @samuelmbokazi2318 4 месяца назад +1

    Usebenzile kakhulu,mine sengiyabona manje u Jesu angabi nomfazi.ngamugcina ashela washesha ukubona ukuthi intombi Lena ike yajola kahlanu.

  • @pinkizondo5641
    @pinkizondo5641 4 месяца назад +3

    Mmmm 😢 kodwa bantu ababongi ai Ntombi ubhedile tjoo

  • @CindyPhindy
    @CindyPhindy 4 месяца назад +3

    Okubuhlungu laba abawufunayo umendo fth abangaziphatha kahle nasemendweni abawutholi kdw laba ababusy empilweni ibona abayayo emendweni khona kubuhlungu

    • @Mahle-o3j
      @Mahle-o3j 4 месяца назад

      Injalo Cindy inkinga angithi most yamadoda asefuna ama type nabanenali mawnganalutho nje kukancane ukuthola mshado

    • @user-pr6qn3nq5z
      @user-pr6qn3nq5z 4 месяца назад

      Amazwi engihlezingikhalangawo😢

    • @thokozanimaphanga326
      @thokozanimaphanga326 4 месяца назад

      Pls Stufuza, sicela part 2.

  • @YolisaMayoyo
    @YolisaMayoyo 4 месяца назад +1

    Stufuza usisi onomoya ophantsi ndithanda xa uhleka keep it sisi unembeko

  • @awandegumede3487
    @awandegumede3487 4 месяца назад +1

    Stufuza upart 2 please sifun ukuzwa isphetho ...ngabe ubhut uzoybons yin le azob eyiyela office😢

  • @PhumzilePatience-lx2qe
    @PhumzilePatience-lx2qe 4 месяца назад +1

    Cha unesibindi lomfazi uyadelela futhi azi ukuthi ukhona mngani wendoda yakhe khona lana wenze amanyala sona uzitshele ukuthi ngoba ujola ne boss ayikho into ezokwenzeka angeke amutshele umngani wakhe ngoba uzomuxoshisa

  • @mafanincobela9811
    @mafanincobela9811 4 месяца назад +3

    Part 2 siyawudinga plz

  • @sthedladla8423
    @sthedladla8423 4 месяца назад +1

    Siyabonga bhut uwakweni lomuntu ungavumi naye

  • @Mlondiwama2k
    @Mlondiwama2k 2 месяца назад

    Inkinga lemfihlo uyikhiphe lete 5 years mkhulu uthule nalento.. ey kona kubuhlungu... ingakho owam ngfuna ukumcupha..

  • @KhilikithiBhuu-Phansi
    @KhilikithiBhuu-Phansi 3 месяца назад

    Part2 please. After ukubuya kuka ba4 nge lunch then kwathini after?

  • @WongaMasiza-k3n
    @WongaMasiza-k3n 3 месяца назад

    Siyayibona imikhuba emisebenzini🤞sthule nje siyabuka ngoba kuzothiwa sthe

  • @mlimisiqendu7428
    @mlimisiqendu7428 4 месяца назад

    Azichazwa izinto ezinjalo. Sekusenzeka kwabakini uqobo. Uyawubhidliza umuzi walendoda. Nomfowenu ungaze umtshene into enjalo. Makazibonele.

  • @ThulaniManqele-em5fk
    @ThulaniManqele-em5fk Месяц назад

    Zonke izindawo zokusebenza kunokuncola kwakhona bayadlana abantu emsebenzini

  • @sandilemasaladinkkncalane9301
    @sandilemasaladinkkncalane9301 4 месяца назад +1

    Uyazi ubufebe nje buyanyanyisa uthi wenza ubuntu ufaka umama esipan uyajika uyajola Nxahhhhh

  • @PrincessZulu-ip1gw
    @PrincessZulu-ip1gw 4 месяца назад +1

    Namanga mfethu nathi syakhokha masiletha umbondo nokunye syambathisana nje konke kuyabambiswana,nathi khona esikuletha kini

  • @RhulaniOscar-pk4cn
    @RhulaniOscar-pk4cn 3 месяца назад

    😢😢yoooooo that woman, badass company 😢😢

  • @sphamayela9151
    @sphamayela9151 4 месяца назад +1

    Part 2 we need results plz xa sele eye wayozibonela bemenza njalo

  • @ZodwaMkhize-d4g
    @ZodwaMkhize-d4g 4 месяца назад +2

    This guy has morals 🎉🎉

  • @fisanizondi951
    @fisanizondi951 4 месяца назад

    Umyeni wakhulumela umfazi kubhuti friend amtholele umsebenzi namhlanje úsewu ngqo shishilizi ngobufebe uyasabisa,ushaya udunusa emsebenzin skhohlakali somfazi