Ukugeza ibhadi ngobulongwe || Cow dung || Isigezo Part1

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 21 дек 2024

Комментарии • 64

  • @sharoncuma6216
    @sharoncuma6216 10 месяцев назад +3

    Thank u

  • @SindiXulu
    @SindiXulu 8 месяцев назад +1

    Amen mkhulu ngicela ukubuza ugeza ngaziphi izikhathi ekuseni noma ntambama

    • @makatani_istimelasamalahle
      @makatani_istimelasamalahle  8 месяцев назад +1

      Preferably anytime before 13:00 emini izinto esintu especially amanzi uzenza ekuseni. Inhliziyo ingakabi nesphithiphithi

  • @XoliswaBala
    @XoliswaBala 3 месяца назад +1

    Siyabonga mfowethu

  • @BettyMtshali
    @BettyMtshali 7 месяцев назад +1

    Kwande mkhulu ..syabonga izeluleko zakho khehla lam

  • @zanellesun1534
    @zanellesun1534 4 месяца назад +1

    Amen,Mkhulu 🙏

  • @esthermncube9877
    @esthermncube9877 8 месяцев назад +1

    Mkhulu ngiyabingelela ngibuza Uma kuthiwa uBulongwe ubuhlanganise nempepho yamawele ugeze ngawo kuchazani Mkhulu 🙏🏾

    • @makatani_istimelasamalahle
      @makatani_istimelasamalahle  8 месяцев назад +2

      Usuka ususa imimoya ezenza idlozi , usondeza idlozi elihle Mama . Impepho ivula amaphupho kulokhu igeza ne sthunywa ilethe ne nhlanhla

    • @esthermncube9877
      @esthermncube9877 8 месяцев назад

      @@makatani_istimelasamalahle Ngiyabonga 🙏🏾,ngiphinde ngibuza ukuthi ngihlanganisa kanjani futhi ngigeza emfuleni omile noma ohambayo Na?

    • @makatani_istimelasamalahle
      @makatani_istimelasamalahle  8 месяцев назад +1

      Ohambayo , uzokhuleka then uphahle ungashisi impepho. Ekhaya uzobilisa impepho namanzi angabi maningi u2ltr uright ufake ebakedeni elimhlophe uhlanganise nobulongwe lawo Manzi . Uye Manzini mawufika usuzo khuleka ucele kumdali nakumnikazi wamanzi akwamukele ugezeke . Uphonse imali emhlophe mawukhuluma ucela. Then mixture uyagqobisa ulibele ukhuluma . Then ungena enanzini uyazigeza

    • @esthermncube9877
      @esthermncube9877 8 месяцев назад +1

      @@makatani_istimelasamalahle Ngiyabonga incazelo Mkhulu inkosi ikwandisele kukhanye kwande izibusiso empilweni yakho🙏🏾

    • @esthermncube9877
      @esthermncube9877 8 месяцев назад

      @@makatani_istimelasamalahle ooops ngikhohlwe ukubuza ngenza ngaziphi izikhathi??

  • @siphamandlabrian6476
    @siphamandlabrian6476 7 месяцев назад +1

    Siyabonga mkhulu kwande

  • @nokwaziNdlovu-mf6ox
    @nokwaziNdlovu-mf6ox 3 месяца назад

    Ngicela. Kubuza uma phupha. Kuthiwa geza nge spirit nogologo omhlophe nobisi kusho ukutyn

    • @makatani_istimelasamalahle
      @makatani_istimelasamalahle  3 месяца назад

      Kusho ukuthi kwamele uyenze isgezo , ongakwenza ukuthi uthole ispirit, ubisi , umlotha wamandiya (holy ash) , amaqanda amabili no sawodi (coarse salt) na manzi. Uhlanganise uthandazele leyo nsebenzo mawuqeda ugeze ukhuleme mawuloko ugeza .....

  • @noziphodlamini4201
    @noziphodlamini4201 5 месяцев назад +1

    Thank you kakhulu 🙏

  • @humphreysimamane191
    @humphreysimamane191 3 месяца назад +2

    Mina ngihlala e Soweto futhi zikude iziganga, kunenkunzi eningi manje ngingagezela na ngaphandle kwendlu kodwa phakathi egcekeni?

    • @makatani_istimelasamalahle
      @makatani_istimelasamalahle  3 месяца назад

      Na phakathi egcekeni uyageza akuna nkinga

    • @humphreysimamane191
      @humphreysimamane191 3 месяца назад +1

      Hey ngiyabonga ngiyafuna ukusenzisa lesiwasho kodwa bengikhathazwa ukuya esigangeni ngenxa yezinto ezenzeka khona la ngakithi.

    • @makatani_istimelasamalahle
      @makatani_istimelasamalahle  2 месяца назад +1

      Iya uthole la kujwayele ukuya abantu ukuthi ba thandaze noma benzele khona izinto zesintu

  • @sthembileprudence9950
    @sthembileprudence9950 2 месяца назад +1

    Mkhulu ngivuke nephupho elibi ..ngiphupha indoda izikhulula phambi kwami ngiyibuka....ubolongwe bungangisiza kuleliphupho...ngbonge ngsazothola impendulo

    • @makatani_istimelasamalahle
      @makatani_istimelasamalahle  2 месяца назад +1

      Kukhona okugangelayo okuthumela isilwane , buzokusiza ukuthi ususe umkhokha ozanepjupho lelo . Ubukhulumise ubulongwe Uma ugeza ngabo ukuzi hlambulula

    • @sthembileprudence9950
      @sthembileprudence9950 2 месяца назад +1

      @@makatani_istimelasamalahle ngyabonga kakhulu mkhulu

  • @sthembileprudence9950
    @sthembileprudence9950 2 месяца назад +1

    Cela ukubuza kuthi uchithaphi muqeda kugeza ngaphandle komuzi noma?

  • @nomusabuthelezi759
    @nomusabuthelezi759 6 месяцев назад +1

    Syabonga kakhulu mkhulu 🎉🎉❤

  • @thabisilemhlanga856
    @thabisilemhlanga856 4 месяца назад +2

    Thokoza mkhulu, ngicela ukubuza ukuthi ngizebenzisa amaqanda amangaki

  • @priviledgendebele35
    @priviledgendebele35 7 месяцев назад +1

    Ngiyabonga mkhulu usizile ❤😢😢😢😢eish njalo mangiphupha nginikezwa imali npma.into enhle imane iphephuke nje ayifiki iphelela emaphupheni so manje sengiyazi ukuth kmele ngenzenjn ngyabonga ulwaz mkhulu

    • @makatani_istimelasamalahle
      @makatani_istimelasamalahle  7 месяцев назад

      Sawubona MaNdebele , into enjalo nayo uyayiphahlisa. Uthi mawuthole ilongwe (dry cow dung) uyifufuzele kwiMpepho mawuphahla . Ucele idlozi lize kuwe ngokuhle liphinde likunike konke elifuna ukukunika kona. Imali inhlanhla,imfuyo, umcebo nempilo encono ekhanyayo. Ushweleze ubatshele ukuthi uyababona bafuna ukukupha okuthize bangasabi bakunike. Amakhandlela kube blue , white ne yellow. Uphahle no 3: 00am

    • @makatani_istimelasamalahle
      @makatani_istimelasamalahle  7 месяцев назад

      Kahle kahle abakuthembi ukuthi kukufanele ukuthi thole lesipho abafuna ukukupha sona

    • @priviledgendebele35
      @priviledgendebele35 7 месяцев назад

      Thokoza mkhulu .....kuzwakele ngizokwenzenjalo
      Ngiphilile ngingabuza kuwena mkhulu

    • @priviledgendebele35
      @priviledgendebele35 7 месяцев назад +1

      Mhlambe njengengane eyazalwa yaba yodwa intombazane yingakho bengangethembi ukutt kungfanele nah loko abafisa ukunginikeza khona angaz sengiyacabanga nje

    • @makatani_istimelasamalahle
      @makatani_istimelasamalahle  7 месяцев назад

      Ungapheli umoya kuzolunga sondeza idlozi kuwe, konke kuzohlangana

  • @leticiandlovu782
    @leticiandlovu782 Месяц назад

    Thokoza mkhulu mina ngiphupha ubaba wasekhaya engiflathela an siyaxabana lezinsuku ngenzenjani

    • @makatani_istimelasamalahle
      @makatani_istimelasamalahle  25 дней назад

      ithandazise leyo ndaba ucele unkulunkulu nokhokho mkhulu bangenelele kwezakho ezothando bazo phendula ngephupho Nona ngesbonakaliso

  • @J1991-u6t
    @J1991-u6t 7 месяцев назад +1

    Asibonge mkhulu

  • @LovelyBooks-bf4dl
    @LovelyBooks-bf4dl 3 месяца назад +1

    Ngempelo ngiyayithanda ikulumo yakho mkhulu

  • @NosiphiweDube-k7l
    @NosiphiweDube-k7l 7 месяцев назад +2

    Ngyabonga kakhulu ubulongwe buyasebenza ngizibonele ngokwam

    • @makatani_istimelasamalahle
      @makatani_istimelasamalahle  7 месяцев назад

      Siyabonga ku Khokho wase mandulo unkulunkulu , edlozini , ithongo, ingelosi ney'thunywa ukuthi zivulile zakuzwa osizini lwakjo nase nhlambulukeni yakho. Makwande . Thokoza emakhosini🎉

  • @TsepisoNcwane
    @TsepisoNcwane 3 месяца назад +1

  • @FikileFavourite-vx4mr
    @FikileFavourite-vx4mr 6 месяцев назад

    Siyabonga mkhulu 🙏

  • @AmosMalebe-kw2kp
    @AmosMalebe-kw2kp 7 месяцев назад +2

    Gina bpnga mkhulu inositol ibusise amen

  • @SnethembaJacquelineSokhela
    @SnethembaJacquelineSokhela 2 месяца назад +1

    Ugeza kangaki ngosuku ngibonge ithuba

  • @AmosMalebe-kw2kp
    @AmosMalebe-kw2kp 6 месяцев назад +1

    Akwande mkhulu thokoza

  • @luhdakingluh2046
    @luhdakingluh2046 8 месяцев назад +2

    Angisawasabi 😂

  • @NokuphiwaMazinywana
    @NokuphiwaMazinywana 2 месяца назад +1