Iladi elivula inhlanhla yomndeni

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 19 янв 2025

Комментарии • 134

  • @nkanyisongubo594
    @nkanyisongubo594 Год назад +18

    Wayibeka yacaca mpunga mnewethu but ngiyafisa sike siqophe imfanekiso yalemizi eseyawa engenabazali Kodwa sekwasala abazukulu bodwa abaziphilelayo nje impilo yesimanje ngenxa yokuthi abafundiswanga lutho lutho ngesintu Kodwa abaphikisani naso but indlela abakuliswe ngayo Ngiyabonga mpunga 🙏

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Год назад

      Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko?

  • @sibongileshabangu8560
    @sibongileshabangu8560 Год назад +1

    Amen 🙌🙌 ...ngiyabonga kakhulu ngalencazelo, wangcathulisa ngendlela ebengiydinga, kwande khehla 👏👏👏

  • @mlungiselelidyantyi5896
    @mlungiselelidyantyi5896 Год назад +4

    Siyabonga mkhulu, bendicela ukubuza lamaphiko agcina enze njani

  • @sanemoloi8909
    @sanemoloi8909 Год назад +2

    So so powerful Edlomo, siyabonga bhuti🙏🏾

  • @SylvesterthamsanqaMagqo
    @SylvesterthamsanqaMagqo 3 дня назад

    Ndiyabulela mpunga uyicacisile kakuhle ingabe I vedio zakho umntu angazifumana kuphi xa ezifuna camagu 🙏

  • @andriesmkhwanazi1547
    @andriesmkhwanazi1547 Год назад +3

    Siyabonga Mpunga yesintu, kuzwakele 🫡

  • @MpendulenhleZikhali-wm3hn
    @MpendulenhleZikhali-wm3hn Год назад +4

    Amen Khehla Syabonga

  • @ntandodlamini8239
    @ntandodlamini8239 Год назад +2

    Ayikho efana nale video. Siyabonga.

  • @LungileNgema-b8g
    @LungileNgema-b8g Месяц назад

    Syabonga baba ukusicacisela Kahle ngeladi ngicela ukubuza ukuthi abafuneki yini olamthuthu kuleliladi

    • @LungileNgema-b8g
      @LungileNgema-b8g Месяц назад

      Lezinkukhu akufanele yini zilale ziphekiwe ngabe sekuyiphutha lokho

  • @SiduduzileDube
    @SiduduzileDube Месяц назад

    Ushembe nguban mntanedlozi sekungilahla

  • @sibonisomthombeni6651
    @sibonisomthombeni6651 Год назад +4

    Aibo IMPUNGA ngyayvuma👌👏🙌🙏....umlilo

  • @thulaninene8789
    @thulaninene8789 Год назад +3

    Hhayi uyinkinga manje....ubuye kanzima....siyabonga kokhokho bakho🙏🙏🙏🙏🙏

  • @AbongileKhumalo1107
    @AbongileKhumalo1107 6 месяцев назад

    ❤ Saze safunda lukhulu kulomfanekiso oqoshiwe futhi ojulile. ❤ Siyabonga Mkhulu

  • @nqobanimhlaba3127
    @nqobanimhlaba3127 Год назад +4

    Siyabonga Mpunga 🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @londekazandile428
    @londekazandile428 7 месяцев назад

    Amen baba anginaye umfana ekhaya okusho ukuthi ubani ongashisa impepho

  • @sibusisokhwela-fi4ct
    @sibusisokhwela-fi4ct Год назад

    Injalo yodwa #salute you mr Mlekeleli nyani nyani uyasilekelela impela mfokaMbanjwa. 🙏👌

  • @GabrielsmangeleMaphumulo-cu1mk

    Amen baba siyabonga izimfundiso Sakho ngicela ukubuza nakhu uyafisa ukwenza iladi kodwa uyabona ukuthi indlela umsamo wakini ongakhona sengathi awuhlanzekile yiphi enter indawo ongawenzelakhona iladi lakho

  • @NkosiyaphaGumede-r4e
    @NkosiyaphaGumede-r4e 2 месяца назад

    Amen mkhulu ngyabonga ngencazelo yakho mina bengicela ukubuza kut Uma ke uyokwenzela umuntu owaphuphuma omlamayo kufanele ngilungise kanjani

  • @NomsaBaliwe
    @NomsaBaliwe 4 месяца назад

    Siyabonga baba .Nam bese ngibhidekile Kuba ngimusha la kule nkolo you Nazareth

  • @ZandileShabangu-z1o
    @ZandileShabangu-z1o 2 месяца назад

    Kodwa Ave ngikuthanda indlela osikhanyisela ngayo siyabonga iNkosi asigcinele wena

  • @malixolemdutyana7733
    @malixolemdutyana7733 Год назад +3

    Inamandla kakhulu lenkulumo Nduna kaNdaba syabonga

  • @unitedcolorsofafrica2027
    @unitedcolorsofafrica2027 Год назад +3

    Amen mkhulu

  • @NomawethuMzombe
    @NomawethuMzombe 4 месяца назад

    Ndiyabonga tata ngolwaz ondipha lona inkinga ekhaya bangenwa kukukholwa bavele bahleke xandibaxelela ngezinto ezinjena

  • @banjani3732
    @banjani3732 Год назад

    Siyabonga dlozi siyabonga mpunga yehlathi ukusibuyisa ehlathini.

  • @nomsazikhali4882
    @nomsazikhali4882 Год назад +2

    Inkosi ikubusise ngalokhu mkhulu makwande....ngcela ukubuza manje uma sisele siyizingane kodwa singazwani kahlehle kunokuthi uma into iza ngami abakuvumi bayakwenqaba and kusele omcane ekhaya and siyimlanjwana sakzalelwa kwa mkhulu kamama kabo mama ka mah...kodwa ugogo wayeseganile ngenxa yezimo wabuya kubo ngoba umkhulu ubaba kamama washona ugogo esemcane...ngibuza ke ukuthi ngingenze njani makunjalo mkhulu.

  • @qhaweoyi9832
    @qhaweoyi9832 Год назад +1

    Kwande mkhulu , Siyabonga ukuthola okujulile , Ngizokwenza lokhu nomi kanjani

  • @nanaxulu6689
    @nanaxulu6689 Год назад

    Siyabonga Mpunga nangendlela yokukhuluma emsamu khula mfowethu ngolwazi usikhanyisela ngalo

  • @SbongileXulu-pv1rg
    @SbongileXulu-pv1rg 4 месяца назад

    Ngybonga kakhulu ngyfunda nam,, njengoba nam ngembethe isalukwaz ugogo ozala umama wami..nam know sazofuneka ngilenze iladi.

  • @josephkhethukuthulasithole7439
    @josephkhethukuthulasithole7439 Год назад +2

    Mina Kade ngakhulelwa kuwe ngikuzwakahle 🙏🙏 inkosi ikubheke nezidalwa zakho

  • @thobanigumedemargin4372
    @thobanigumedemargin4372 Год назад +1

    "Ngu Mshana wako Ngcobo Fuze"😂😂 au madoda intro

  • @moemohlo6554
    @moemohlo6554 3 месяца назад

    Siyabonga mpunga🙏🙏ngicela ukubuza kuvumelekile ukuthi umuntu wesifazane omdala ashise impepho ekhaya uma sebengasekho bonke abadala abadala?

  • @nonhlanhlantshangase8228
    @nonhlanhlantshangase8228 Год назад

    Siyabonga Mkhulu cela ukubuza ukuthi Uma ufisa ukulenza leliladi kodwa manje uyazi ukuthi igceke lingcolile nomsamu ungcolile wenze njani?ngiyabonga ngisalinde impendulo

  • @ThandukwaziNENE
    @ThandukwaziNENE Год назад +1

    winkunzi Mpunga kulomkhakha wesuntu uhamba wedwa aw'nantanga

  • @snayenothando924
    @snayenothando924 Год назад

    Au ngaze ngajabula Mpunga Yesintu,,ulwazi osipha lona luyasikhulisa sifunda lukhulu kuwe,au ngiyabonga Baba

  • @ZweliDladla-ch5ue
    @ZweliDladla-ch5ue Год назад +2

    Ngiyabonga Mpunga yesintu onezindlebe zokuzw uyezwa imizi eminingi iyovuka ngawe inkosi ikubusise

  • @FUNNYVIDEOS-uo8cr
    @FUNNYVIDEOS-uo8cr Год назад

    Amen

  • @bhekimashaya8885
    @bhekimashaya8885 Год назад

    Nduna kaNdaba uyisibani esikhulu phezu kwempilo zethu ngiswele amazwi
    Siyabonga

  • @IsaacZikode
    @IsaacZikode Год назад +1

    Khuluma ngiyafisa ukufika lapho 😢 impilo inzima kimi

  • @NompumeleloMoeti
    @NompumeleloMoeti Год назад

    Aii mkhulu yaz ukhulama nami straight lenkulumo Kade ngidinga ukuyizwa empilweni yam iminyaka neminyaka .. God bless you mkhulu

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Год назад

      Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko?

  • @banjani3732
    @banjani3732 Год назад +1

    Sibuyele ekhaya.

  • @ngqondozulu8679
    @ngqondozulu8679 Год назад

    Siyabonga kodwa Mpunga ukusicathulisa

  • @thabilemngomezulu8041
    @thabilemngomezulu8041 Год назад +1

    Syabonga Ndunakandaba, sizokwenza kanjalo

  • @sphiwengubane8002
    @sphiwengubane8002 Год назад +4

    Ukhlukana kwezithebe mkhulu mesingaganiwe mkhulu kodwa sifisa ukulenza iladi.lokhu kwabaganiwe kuzodliwa ubani.

  • @LungileMhlanga-k1l
    @LungileMhlanga-k1l Месяц назад

    Sawubona mkhulu Mina ngihlala nezingane zami kodwa nginawo umsamo ngingakwazi yini ukuthi ngikwenze nabo ngoba kude khobo mama kusepitoli

  • @portiakiviet1078
    @portiakiviet1078 Год назад

    Camagu tata uvakele

  • @sphiwengubane8002
    @sphiwengubane8002 Год назад +2

    Nduna kaNdaba 🙌🙌🙌🙌siyakuzwa khehle siphinde sibonge ngezimfundiso zakho.kodwa NGINOMBUZO noma ungahambisani neshlokwe.mekushonwa ekhaya ngiyi nazareth ngiyamfihla yini umuntu wakithi ngesabatha.ake sithi yimi kuphela inazaretha?

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  Год назад +3

      Uma ubuNazaretha wabubika emsamo naphakathi kwekhaya angeke ufihle ngesabatha, kodwa uma ungakwenzanga lokho kumele ucele kwabaphilayo ubabikele ngokuthi wena usuyiNazaretha awuzuya emngcwabeni uma bekuvumela ungayi uma bekunqabela uye emngcwabeni uyoMcindezela umuntu wakini ngoba bafuna umcindezele, isabatha akulona lamaNazaretha kphela kepha elabantu bonke. uma uyiNazaretha ufihla umuntu ngesabatha uyamcindezela kodwa uma kini bethi yibakhona uyakuhlonipha lokho

  • @SibongileMchunu-tv5bp
    @SibongileMchunu-tv5bp Год назад +1

    Amen ey siyabonga kakhulu🙏🙌🙌🙌🙌

  • @NgiLindeMkhonto
    @NgiLindeMkhonto Год назад +2

    Ngiyabonga💕

  • @zanelemsomi3709
    @zanelemsomi3709 Год назад +2

    Siyabonga mkhulu🎉

  • @andilekamzilikazi
    @andilekamzilikazi Год назад

    Khula mpunga yolwazi!!

  • @emmanuelsithole5121
    @emmanuelsithole5121 Год назад +1

    Khuphuka mtomdala oze agobe amashinga ziyakhala manje yadli impu,,,,,,,,,,,,ngaàaah

  • @SurpriseShakwane-jz4ju
    @SurpriseShakwane-jz4ju Год назад

    Siyabonga ukusivula amehlo. Ngicela ukubuza, singasebenzisa imbuzi noma kufuneka izinkhukhu zodwa?

  • @MpilonhleKhanyile-ed2hh
    @MpilonhleKhanyile-ed2hh Год назад +3

    Impuuuuuuuungaaaa🙏🙏

  • @nomathembandiweni4952
    @nomathembandiweni4952 Год назад

    Siyabonga Mpunga

  • @bhekimashaya8885
    @bhekimashaya8885 Год назад

    Nduna kaNdaba ngicela ukubuza kuthi uma ikhaya lingakabika noma abantu abadala bengakangeniswa ngabe leliladi singalenza yini

  • @simbongilesibusiso261
    @simbongilesibusiso261 Год назад +1

    Impuuuunga kuzwakele Mkhulu

  • @zanelemahlaba8079
    @zanelemahlaba8079 Год назад +1

    Siyabonga kakhulu 🎉🎉🎉

  • @tmenbhengu525
    @tmenbhengu525 Год назад

    Ngicela ukbuza Baba Mpunga ukuthi amakhandle la acishwa nini noma uyawayeka aze aziphelele

  • @senzonzama6381
    @senzonzama6381 Год назад

    Uma ufisa kepha ikhaya sela phela

  • @mkhulumanzula8813
    @mkhulumanzula8813 Год назад

    Eyegospel 🤣🤣🤣
    Nami angisalulaleli uhlelo lwegospel emsakazweni.

  • @msahhadebe74
    @msahhadebe74 Год назад +1

    Siyabonga Mpunga ithemba uyaliletha kancane kancane, umbuzo wami uthi amaphiko lawa ahlonywa phezulu ahlala khona iskhathi esingakanani owesibili utthi njengoba ekhaya sibathathu (umah, umakoti wakithi kanye nami) lezithembe sizihlukanisa kanjani siyababala yini abangagani/ abanganiwe kudliwe ubani lokho kudla? ngyabonga.

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  Год назад

      Kuzodla nina nonke uma kukhona izingane nazo niziphe uma kukuthi azikho yini kphela, akunankinga

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Год назад

      Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Год назад

      ​@@impungayesintutvUthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko?

    • @msahhadebe74
      @msahhadebe74 Год назад

      @@vusimngomezulu2500 Mana kancane sisenza okubalulekile manje

  • @beanbenny7264
    @beanbenny7264 11 месяцев назад

    Mkhulu Mbanjwa uyisibane kimi. Uvele wangikhanyisela lapho ebengidideke khona. Ubeka indaba kuvele kukhanye.
    Hlala njalo ubusisekile
    AMEN

  • @benedictatwala149
    @benedictatwala149 Год назад +1

    Siyabonga Mkhulu

  • @irissebetlela6057
    @irissebetlela6057 Год назад

    Manje nawungasonti kwashembe uwusaphi umnikelo noma ungasonti nhlobo

  • @NtobekoShange-d3t
    @NtobekoShange-d3t Год назад

    Nduna ka Ndaba syabonga

  • @tysondoctor7293
    @tysondoctor7293 Год назад +9

    That's deep

  • @viwekhuphelo4654
    @viwekhuphelo4654 6 месяцев назад

    Ndiyazibulisela Nami kubantu abakhulu ,bengicela kwimpunga yesizwe ukuba eziphone numbers ziyafounelwa na? Or uyakwazi na ukuyiwhatsupela inumber?

  • @nokwandamaqhubela8237
    @nokwandamaqhubela8237 Год назад +1

    Hhay ngizwile mina.

  • @promisepromise6261
    @promisepromise6261 11 месяцев назад

    Siyabonga khehla elidala

  • @musantobekongcobo6076
    @musantobekongcobo6076 Год назад

    Kulobutshwala obungaka obuzobe bugayiwe Mpunga buzophela kanjani mekuwukuthi niyoncosana ekhaya siyobuchithaphi mesingamemi kwazihlobo zizolekelela?

  • @tathovundla
    @tathovundla Год назад

    cela mkhulu ukubuza uma ngifuna ukuza emphelandaba or esgodlweni ,eziphi intuku osebenzangazo??????

  • @ntandothanjekwayo6538
    @ntandothanjekwayo6538 Год назад

    Awu kwavele kwanzima sibonge mpunga yesintu , ngicela ukwazi ukuthi uma uwenzile umsebenzi wokungenisa abantu abadala kodwa wamema ngoba ungazi lilungiswa kanjani lelophutha, cha kuningi esikufundayo

  • @sibusisomhlongo9071
    @sibusisomhlongo9071 8 месяцев назад

    Manje mkhulu abantu ngoba abasamenywa sebeyazifikela, wenzenjan ke uyabancisha uma befika ekhaya?

  • @hurricanedanfischer
    @hurricanedanfischer Год назад

    Uyisbani esibalulekile kubantu abampisholo

  • @sibusisokhwela-fi4ct
    @sibusisokhwela-fi4ct Год назад

    😂eyi waybeka mfokaMbanjwa ngahleka ngingaqondile ,kodwa ke okumnandi awuxabani namuntu ubeka amaqiniso njengoba enjalo

  • @MagrethMaggy
    @MagrethMaggy 6 месяцев назад

    ngyabonga kakhulu mkhulu
    ngisezihlelweni sokwenza iladi kibo malume bengingazi kuth emsamo ngokhuluma kanjan kodwa ngomusa nosizo lwakho sengiyazi kumele ngezenjan

  • @NompumeleloFuze
    @NompumeleloFuze Месяц назад

    🙏🙏🙏🙏🙏

  • @ngqondozulu8679
    @ngqondozulu8679 Год назад

    Ngibingelele Mpunga, ngidinga i set yonke yezincwadi imalini okumele ngiyifake, ngizocela ningithumelele

  • @goodmanmduduzi6504
    @goodmanmduduzi6504 Год назад +2

    21:49 😂😂😂 yho

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 Год назад

    Impunga siyabonga ngolwazi olujulekangaka kwande

  • @DingiNqaba
    @DingiNqaba Год назад

    Enkosi kakhulu Mpunga, ndizolinda xa uchaza Iladi laManono

  • @thapelomemela8482
    @thapelomemela8482 Год назад

    Sbonge Nqawe eshunqa ulwazi ezinye zishuqa intuthu, abantu abathenge phela nezi ncwadi bayeke ukudonsa izinyawo

  • @simamkelelatha
    @simamkelelatha Год назад +1

    Ey ngiyafisa lenziwe leladi ekhaya manje inkinga umndeni uhlakazekile akusahanjelwana…. Kungenzeka yini ukuthi kube into eyenziwa ekhaya noma idinga wonke umndeni

  • @nkosiemhlongo7567
    @nkosiemhlongo7567 Год назад

    Angibingelele mpunga yesintu ngyakuvuma mpunga into umane uyibeke ibesobala

  • @skhumbuzo-lk7ww
    @skhumbuzo-lk7ww Год назад

    Ngicela kubuza Mpunga ngabe umuntu owumnomzane wekhaya ungeniswa kanjan ekhaya uma kuthiwa akangenanga ekhaya ngoba wahamba enyanga manje uthi akangenanga ngoba egcolilele

  • @sindiswaportia9631
    @sindiswaportia9631 9 месяцев назад

    Awuuuu bakith

  • @malibongwemaphisa4055
    @malibongwemaphisa4055 Год назад

    Awu suka madoda wayihlaba esikhonkosini ✅

  • @brianbantwini4561
    @brianbantwini4561 Год назад

    Impuuuuuunga

  • @busisiwembena6798
    @busisiwembena6798 Год назад

    Siyabonga mkhulu

  • @HappinessNhleko
    @HappinessNhleko 11 месяцев назад

    Mtane thonga ukudla okunje ngamadumbe ulala uwaphekile ?

  • @goodmanmduduzi6504
    @goodmanmduduzi6504 Год назад +2

    25:19 😂😂😂😂 eish

  • @chumamtshubungu6196
    @chumamtshubungu6196 Год назад +1

    Siyabonga🙏🏽
    Nginombuzo kule ndawo yemphepho, mawukuthi akusekho muntu weslisa (njengo malume) ongashisa impepho kuye kwenziwe njani makufuneka kushiswe imphepho? Ngiyabonga

    • @CelokuhleKweyama
      @CelokuhleKweyama Год назад

      Ishiswa umshana okhona phakath komuzi akunankinga ngoba liyamazi idlozi lakomalume

  • @sizwemtshali3732
    @sizwemtshali3732 Год назад

    Asibonge

  • @sithembisogama4568
    @sithembisogama4568 Год назад +1

    😂😂😂bayathanda abantu ukumenywa Mpunga Yaz thina ngakithi Nike nithi nizenzele umsebenzi wembuzi ubone sebefika bengamenyiwe mhlampe futhi lahle kahle lembuzi eyomndeni wodwa kodwa nje bayazifikela sibamukeleke ngoba phela sebeze bafika.

  • @khanyisanimkhize4690
    @khanyisanimkhize4690 Год назад

    🙏🏿💪🏿

  • @MandisaMdlalose-s2y
    @MandisaMdlalose-s2y Год назад

    Ngiyabonga kakhulu Mpungayesintu

  • @BhovaOdlamasaladi
    @BhovaOdlamasaladi Год назад

    Yajula nansi ndaba

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Год назад

    Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko?

    • @simplyandrandomlysane8208
      @simplyandrandomlysane8208 Год назад

      Uthini?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Год назад

      @@simplyandrandomlysane8208 Funda lemibhalo uzothola ukuthi uthini, Leviticas 19:31,Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,Mark 7:7-9,13.

  • @sandilevilakazi2263
    @sandilevilakazi2263 Год назад +3

    "Idla nazo kodwa iziphide zay hlaba" Sjula somkonto😊

  • @VusiNigro-lv9hy
    @VusiNigro-lv9hy 11 месяцев назад

    Siyabonga