Into eyenza amaphupho angacaci nendlela yokuwavula

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 26 дек 2023

Комментарии • 80

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 7 месяцев назад +7

    Makwande makhehla amakhulu. Sibonge kakhulu ku Mkhulu Ncayiyane!🙏

  • @Wandile578
    @Wandile578 7 месяцев назад +5

    Ngibingelele kuba phathi bohlelo kanye naba bukeli igama ngingu Wandile wakwa Ntuli
    Ngingafisa nami ukuthi ngithole lolusizo kukhona ngizobona ukuthi yini izinto empilweni yami zingalungi.
    Kuyisicelo esikhulu lesi ngicele kuyi mpunga yesintu..🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾

  • @mondli62
    @mondli62 7 месяцев назад +5

    Hhei Mpunga yesintu kubi impela Mina Ngiba 8 weminyaka ngingasebenzi. Ngisa bathe ngiya applaya kuyafana futhi nje neyamaphupho eza kanzima. Ngingathanda Nami ukungena esibalweni🙏

  • @mfanelomkhize7926
    @mfanelomkhize7926 6 дней назад

    Ngiwumtwana ophilayo nje kanzima... Ayikho into eyenzeka kalula😢

  • @ThembisileDuma
    @ThembisileDuma 4 месяца назад +1

    Amen thokoza mtomdala bengicela ukungasal nami kubo Jikelele mhlampe bekungavulek lakuvalwe khon👏

  • @user-jy8gm1lt9p
    @user-jy8gm1lt9p 16 дней назад

    Sawubona mpunga yesintu bengisacela ukubuza uma uphupha lnkomo emnyama ehloko inamafithifithi amhlophe kuchazani lokho from Martha ngiyabonga

  • @BantuSiyabonga-yh4gx
    @BantuSiyabonga-yh4gx 7 месяцев назад +2

    Syabonga nje makhehla ngothando lwesizwe esimnyama. Dankooo mpungaaa

  • @cebilekhoza4670
    @cebilekhoza4670 3 месяца назад

    ❤ syabonga mpunga
    Ngicela ukubuza ngiphupha bathi funa ngithole isigxoko sentsiba zengungumbane ,umgaco wentamo Kanye nezinyawo, ngyabonga usizo

  • @CryptoGuy95
    @CryptoGuy95 7 месяцев назад +5

    Mina benghlezi njalo amanazaretha nonyazi kodwa engakhulumi, sengize nga decide ukyokhonza khona.

  • @thumbanimabaso-tc6hq
    @thumbanimabaso-tc6hq 7 месяцев назад +4

    Sawubona mpunga ngisacela ukuthi ngithole umusa wokuba omunye ongasizakala mahhala

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 6 месяцев назад

    Siyabonga 🙏 Mpunga lomkhulu

  • @user-nc4mt2ez2l
    @user-nc4mt2ez2l 7 месяцев назад +2

    Ngibingelele emakhosini amakhulu🙌🙌

  • @user-gk6hz9vq5p
    @user-gk6hz9vq5p 6 месяцев назад

    Siyabonga mkhulu mpunga yesintu

  • @kennyntuli3657
    @kennyntuli3657 7 месяцев назад +4

    Ngiyafisaukwazi ukuthi ubhuti usebenzela kuyiophi indawo

  • @Mbuyiseningwenya-j1m
    @Mbuyiseningwenya-j1m 23 дня назад

    Sibingelele,nami ngingomunye otshelwa lokhu okuyinhlanhla enkulu,kwangiphatha Kabi ngoba umama akaze angitshele ukuthi ngazalwa ngimbethe kodwa ngelinye ilanga ngaphupha umuntu wathi mina Uma umama engithwele ngangihleli nememaeid esiswini sikamama,izinto Sami zimile ngisize,ngiseGoli ,ngizalelwelweDumbe

  • @nonhlanhlamirriam5280
    @nonhlanhlamirriam5280 7 месяцев назад

    Siyabonga makhehl'amakhulu

  • @mandlashabangu4655
    @mandlashabangu4655 3 месяца назад

    Siyabonga kwimpunga yesintu

  • @kamaveetv
    @kamaveetv 7 месяцев назад +1

    Manje sobona ngani ukuthi basiziwe ngampela labobantu angisho kabi ukuthi umuntu akasathembi lutho asethembe kuzoba nokwethembeka ekugcineni🙏🙏

  • @kennyntuli3657
    @kennyntuli3657 7 месяцев назад +4

    Ngicela usizo kumnyama kawsani amaphupho ngiyakhohlwa

  • @ncamyzondi
    @ncamyzondi 6 месяцев назад

    Eyy siyabonga ngifisa kunithinta inkinga enkulu le yaphupho

  • @xolisilemakhaye4745
    @xolisilemakhaye4745 7 месяцев назад +1

    Baba phila nje nginenkinga ngenza amagobongo kulonyaka uqala kwangahambakahle manje ngibenkinga angisaphuphi ngendlela

  • @Wandile578
    @Wandile578 7 месяцев назад +3

    Sbonge mkhulu siyafunda 🙏🏾

  • @siyabulelamahinsho364
    @siyabulelamahinsho364 7 месяцев назад +1

    Siyathobeka emakhosini sithi impungaaa,

  • @phillipmsomi6888
    @phillipmsomi6888 7 месяцев назад +1

    Sikhulekile ekhaya.... ngicela ungi bhale Nami.... ungi bhale nami... ngiya dinga ukuku usizo

  • @sindinkosi884
    @sindinkosi884 7 месяцев назад

    Sibingelele komkhulu, sybong umsebenzi
    Min bengathand ukub omuny wabakhethway kdwak ngifun umunt Wase khya emzini laph ngiganele khona

  • @PriviledgePrivy
    @PriviledgePrivy 22 дня назад

    Thokozan bo gogo labo mkhulu ngicela ukubuza ukungabe kubangelwa yini uthi ma uphuphile uvuke ungazi ukuthi iphupho lakho liqala kuphi

  • @AffectionateGazingIguana-tx1gj
    @AffectionateGazingIguana-tx1gj 4 месяца назад

    Mkhulu ngaphupha ngithandelwe inyoka enkulu ngilele ngathi mangiphaphama sabukana ngathuka kakhulu but yona yabane Smile kubgathi ijabule yavele yanyamalala ngaphaphama. Ngicela ungihlaziyele mkhulu

  • @ThaboNjembe
    @ThaboNjembe 14 дней назад

    Please bobaba khanindicende ngamaphupho ndiyawalibala and ndohlala nomama wengane kodwa.ndishaya ihlwabe

  • @user-zw8lc5gj6f
    @user-zw8lc5gj6f 7 месяцев назад

    Ngyabingelela emakhosini, ngyafisa ukuxhumana nomkhulu ngina 4yrs ngphila nalenkinga akhuluma ngayo umkhulu.Ngyabonga nokuth eze azokhuluma ngayo hleze ngzothola nosizo ngoba isingihluphe iskhath eside lenkinga futh bengingakaze ngikhulume nangayo.Yazi zivele zehla izinyembezi mangizwa

  • @user-kv1qw9jk3c
    @user-kv1qw9jk3c 6 месяцев назад

    Hayi Cha!

  • @zandilemlambo755
    @zandilemlambo755 6 месяцев назад

    Mina ngiseSwazini amaphupho ayalahleka angikhumbuli kwesinyiskhathi kwesinye ngingakhumbuli kwasanhlobo

  • @NomathembaShoba
    @NomathembaShoba 2 дня назад

    Kuphupha isiziba esiluhlaza

  • @TemahlubiTemphilo
    @TemahlubiTemphilo 2 месяца назад

    Ngiyabingelela baba nabalandeli ngcela ukubuza mina baba ukuthi engabe kushoni ukuphupha inyoka emhlophe enkulu ikugijimisa

  • @user-nc4mt2ez2l
    @user-nc4mt2ez2l 7 месяцев назад +2

    Makhehla yisifo esikhulu lesi sokuzisiza futhi sishlasele sonke...and kunzima ukphuma😂

    • @CryptoGuy95
      @CryptoGuy95 7 месяцев назад +2

      Iyasiza ekuthenini ungalali namantombazane amaningi uhaqule imimoya😂

  • @NokuthulaFeketshane
    @NokuthulaFeketshane Месяц назад

    Dicelubuza eyokuphupha ubhuti wasemzini nomfazi wakhe besilwa nam kodwa dabedlula

  • @enhlemthethwa3738
    @enhlemthethwa3738 7 месяцев назад

    I dream and see visions and i dream things zenzeke and suddenly angisaphuphi and if i dream ngiphupha umsangano engingawukhumbuli..

  • @user-dg3el1rd6k
    @user-dg3el1rd6k 6 месяцев назад

    Ingabe siyalapheka yin isilwane ngoba kade ngangihamba ngilahl imali angisizakali nhlobo lapho izinto zam ziyabheda akulungi lutho

  • @AthandileSyamthanda
    @AthandileSyamthanda 2 месяца назад

    Siyanonga mpunga mina ngiyawakhohlwa amaphupho and ngingumuntu wedlozi kodwa ngiyakhohla

  • @thembzahsouthafrica5945
    @thembzahsouthafrica5945 3 месяца назад

    Ngicela ukbuza amakhehla atholakala kephi usizo lwamaphupho ngiyaludinga.ngyasola ngivaliwe ngoba phambilini bengivezelwa izinto ngamaphupho manje sekuthule angisaphuphi nhlobo

  • @mlondolozindlovu6348
    @mlondolozindlovu6348 7 месяцев назад +1

    Nginayo leyo nkinga mkhulu dala ngifuna umuntu ozokwazi ukulungisa leyo nkinga yomoya obubi manje ujikelele uhlala kude ngidinga usizo iyangi thinta le topic

  • @nothandophumlilendaba4453
    @nothandophumlilendaba4453 7 месяцев назад

    Ngibingelele Nami ngingumama wabantwana abane lokhu ngaqeda 2016 izifundo zami konke engikuthintayo kuyangiphunyuka, nanomyeni wami sihlale sixabana njalo

  • @thandioctrina3162
    @thandioctrina3162 6 месяцев назад

    Sawubona Mpunga Yesintu ngiyafisa ukusizakala ingane yami ivaliwe

  • @thandindlovu1058
    @thandindlovu1058 6 месяцев назад

    Mina mkhulu ngiphesheya; ngiyadinga ukuhlangana nawe. Sengizame kaningi ukuxazulula inkinga yami yokungaphuphi. Naming abantu asebezame ukungisiza, kodwa kunhlanga zimuka nomoya. Kuba nomehluko mhlawumbe we nyanga eyodwa, bese kuphinde kubengathi akwenziwanga lutho

  • @sicelozikhali5876
    @sicelozikhali5876 7 месяцев назад +2

    Baba ngicela ungujhethe namu. 😢

  • @ThandazileMsweli-sl6wf
    @ThandazileMsweli-sl6wf 2 месяца назад

    Mina ngaphupha inyoka inhlwathi ilele phezu kwami kulowomzuzu ngabona lo Kade ngithandana naye osewafa engibuka ngabe kusho ukuthini

  • @user-sy3zz1ze6y
    @user-sy3zz1ze6y 4 месяца назад

    Bahlonpheki ngihlonipha ninabadala

  • @LindokuhleShangase-cj5bj
    @LindokuhleShangase-cj5bj 2 месяца назад

    Sikhona mkhulu

  • @PumzaManundu-sk2fj
    @PumzaManundu-sk2fj Месяц назад

    Xa uphupha umntu oyifish amazantsi kutsho ukuthini?

  • @lungisanibele273
    @lungisanibele273 6 месяцев назад

    Ewu ngendlwabu kodwa😢😂😂

  • @PhezileMagadla-ls9wv
    @PhezileMagadla-ls9wv 6 месяцев назад

    I njalo goba nam ngaphupha ikhehla lingbonisa impanda ukuthi ngizoyphuza 7dayz ngabese ngasebnza

  • @KhollyMdlalose
    @KhollyMdlalose 3 месяца назад

    Kuyini ukuphupha unqunu ushayela imoto nomuntu wami enqunu elwa nomuntu onqunu

  • @HlollyMaphanga
    @HlollyMaphanga 3 месяца назад

    Goli tholakala kanjn mkhulu

  • @ntombimaphasa7782
    @ntombimaphasa7782 7 месяцев назад

    Emakhosini makhehla hawu ngazengaphuthelwa imangiyibona le video kanti bengidinga ukutholuncedo

  • @user-st5vy5yh6s
    @user-st5vy5yh6s 5 месяцев назад +1

    Ngicela I number yakho mpunga

  • @georgeabraham4136
    @georgeabraham4136 7 месяцев назад +3

    Mina ngise goli(Johannesburg) how can I reach

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 7 месяцев назад +2

    Impunga

  • @nombulelochonco5172
    @nombulelochonco5172 Месяц назад

    Cela inamba ka ncayiyane

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 7 месяцев назад

    Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi,amasonto, nangamasiko? Leviticas 19:31,Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13...

    • @ubuhlebethongotv5347
      @ubuhlebethongotv5347 7 месяцев назад +1

      Yah Vusi 😂😂😂

    • @thembamdlongwa5586
      @thembamdlongwa5586 7 месяцев назад +4

      Engathi ungakhula enqondweni kulonyaka,saze savelelwa bo. Kodwa uzalwa ubani bengakukhuzi ngoba nje uyisdina shame

    • @Styl846
      @Styl846 7 месяцев назад +3

      Awusiyeke wendoda kade wasiqala, zifundele wena leyonto yakho.

    • @mandlamndaweni472
      @mandlamndaweni472 7 месяцев назад +3

      Awume kancane nalezinganekwane zako Israel

    • @sithembisogama4568
      @sithembisogama4568 7 месяцев назад +3

      Awumele eceleni weMfana ndini. Phuma nje kuleChanel ngoba akyona eyakho. Uphapha kakhulu wena

  • @nonjabulomsimang4521
    @nonjabulomsimang4521 7 месяцев назад

    Ngyacela usize nami ngyathembisa kwalunga ngobonga mkhulu

  • @user-dx5fy4uk7l
    @user-dx5fy4uk7l 6 месяцев назад

    Thokozani mkhulu nginekinga ndingakhumbule amaphupo some time ndingaphupe at all