Owe MK Party uveza imfihlo eyenza kusebenzisane IFP, ANC ne DA “ Bakhokhelwa ndawonye “

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 11 июн 2024

Комментарии • 80

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db Месяц назад +12

    I support your speech comrade viva MK vivaaaa
    Iyihlazo i IFP ingakho nje ingakhuli ingadlelana kanjan ne DA iqembu okwaziwa kahle ukuthi ayimfuni umuntu omnyama 13:36

    • @doctorngema8220
      @doctorngema8220 Месяц назад

      Babevele bedlelana ksukela kudala. Amabhunu ne Nkatha kuyezwana kakhulu. Abazali bethu babekhahlelwa amabhunu
      phambi kwayo iNkatha iphethe uHulumeni waKwaZulu.

  • @GiligiliHlo-tt9ow
    @GiligiliHlo-tt9ow Месяц назад +15

    Great move by NFP , all IFP Volunteers must join the NFP and All ANC to MK or EFF for local governments

    • @zumkwana101
      @zumkwana101 Месяц назад +4

      Injalo baba. The work starts now. Even if abadayisi team at KZN and MKP becomes an opposition its fine. Makujongwe phambili. 2026 building up to 2029. Asipheli moya. Viva MKP and EFF, Viva!!

    • @Philez_s
      @Philez_s Месяц назад

      @@zumkwana101ngivumelana nawe woza 2026 siphinde sibheke ku 2029

  • @sanelisiwedlamini7142
    @sanelisiwedlamini7142 Месяц назад +20

    Why are they killing ppl 😭 this needs to be stopped 😭 kubuhlungu manje

  • @mlungisingobese112
    @mlungisingobese112 Месяц назад +8

    ANC , IFP and DA they all Oppenheimer's projects

  • @user-hg6sb7jv8c
    @user-hg6sb7jv8c Месяц назад

    Thats a good combination, with DA inside they wont be sunctions and investors will come

  • @morrisngubane
    @morrisngubane Месяц назад +13

    Abahluphi labadayisi bezwe sizobathola NGO 2026 Local elections

  • @euginenyuswa4608
    @euginenyuswa4608 Месяц назад +6

    Akuphakame wenke umuntu kulungiswe indlela yokuvota sivota manga
    s manga

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db Месяц назад +10

    Kwabuhlungu sekubulewe inqwaba engaka yama comrade e MK esikhathini esincane kanje 🤔 usunguliwe ngeke u ANC ungcolile uyazi i democracy uyayikhuluma u ANC kodwa akayiphili futhi akayenzi

  • @robertmaqinga5177
    @robertmaqinga5177 Месяц назад +1

    Besingekho isidingo sokuthi i IFP iyohlangana ne ANC ngobavele sifuna ikukhipha i ANC why hlabisa why phendula maan

  • @branormvilakazi5278
    @branormvilakazi5278 Месяц назад +9

    IFP why?Why IFP nithini ngomhlaba wamakhosi specially nise KZN nigijimisa ama position on the expense Yama voters.

    • @mphiwenimpungose6295
      @mphiwenimpungose6295 Месяц назад

      IFP done it before election iNgonyama Trust Land isendaweni efanele iyona political party across SA was campioned about Land expropration without compensation ningakushalazeli lokho yakwenza emini yabeka IFP incupheni yokuthi yayingaphela uma Mongameli Mandela ukuba wayethi thina njenge ANC siyokhethweni kwakuwuphela kwayo kodwa uSmakade emkhulu nazi ikhona nakuba uze wahamba umsunguli wayo izwe limbona njengomuntu owayemubi kunabobonke SA kodwa sekuyentwela ezanzi amanga ayaphela yitoho kodwa iqiniso limi ingunaphakade ngiyabonga.

  • @user-ip5qq6ju5g
    @user-ip5qq6ju5g Месяц назад +1

    Dila nababulali Mvelingqangi .

  • @bhekumusabongathamsanqamkh5742
    @bhekumusabongathamsanqamkh5742 Месяц назад +11

    I can't wait for 2026 Municipal local elections

  • @nomaswazishabalala508
    @nomaswazishabalala508 Месяц назад +6

    Sithole Msholozi sihole winani Mkhonto Wesizwe sithembe Nina madpda akusenani bayekeni asibekeni kubaba uNkulunkulu enikwenzile Siyabonga beselihambile izwe lobaba Khulu kodwa nalibamba iIFP is not new and uBaba Msholozi washo ANC is no longer ANC so asijabuleni ukuthi ibsnjiwe iANC and now let's be focus as South Africans sizokhuleka in Jesus name victory is guaranteed ningesabi Mkhonto uJehova oPhezukonke unani Sethembe Nina Madoda Viva Mkhonto asinalo uvslo Sina befundisi sinamakhosi Simo chief justice Moegoeng Moegoeng a Man God and the praying Nation South Africa let's focus sibheke pgezulu LA usizo wethu livela khona uJehova South African Justice nothing to offer Viva Mkhonto Wesizwe

  • @thembilejohnnoorman8028
    @thembilejohnnoorman8028 Месяц назад

    From now onwards maqabane masiqiniseni ngamandla kuma local elections. Siwa qoqe onke oomasipalathi.

  • @xolisilengcobo1997
    @xolisilengcobo1997 Месяц назад +4

    MK ayidinge IFP support yingoba kutshotshwe mavoti ethu

  • @thulisilembuyazi9698
    @thulisilembuyazi9698 Месяц назад +1

    Mm kwaze kwanzimà kubà wenà Sizwè ..okwakho nje kuyadabukisa ..ngoba ..nkonkè thatha ngènsàngù . ANGEKÈ PHATHE MUNTÙ WENÀ HLULWE SIMPLE THINK ..KUHOLÀ NJÈ AMTEKISÌ ..NAMÀ OWNER SO MANJE CABÀNGÀ KUTHÌ WENÀ 😂😂😂😂NFAPHATĤA BANÌ SHIYELA NGANÈ .OKWAZI NO PHATHÀ NGISHO MUNTU WESFAZANE KAHLÈ WENÀ .....BYEEEE BHUTI ..NAMANGÀ WENA OWUNAMPI WE KNOW UR.

  • @robertmaqinga5177
    @robertmaqinga5177 Месяц назад +1

    Buyani ma IFP asiwawiseni lamadoda e iFP asekhundleni asivotele i MK ifake more ngoba yona iyabonisa ukuthi ine man power asiyi gcwalise kulambe lokhu okungoHlabisa.

  • @Dazzle-pf7yl
    @Dazzle-pf7yl Месяц назад +8

    Stellenboch

  • @anelenxumalo6090
    @anelenxumalo6090 Месяц назад +16

    Lensizwa iyafana no Msholozi

  • @WandaNjongo-dl5vz
    @WandaNjongo-dl5vz Месяц назад +3

    Lelizwe alikazushintsha uma abantu besavotela IFP Nd DA.....IFP kade yadauisa nomuntu omnyama kulelizwe obecabanga ukuthi isishintshile akakhohlwe.......iyodwa into ayivikela ntwana ilomhlatshana okuthiwa ingonyama trust ngoba his a beneficial kuwona

  • @xolaniemthembu7614
    @xolaniemthembu7614 Месяц назад +16

    It true, that 20 million was received by the IFP during the campaign, it came from the same people who supporting Ramaphosa ( Stellenbosch Mafia) Nxa iNkatha yaze yadayisa ngabantu

    • @mosesntuli2888
      @mosesntuli2888 Месяц назад +3

      Yaqhamuka kephi eye mkp?

    • @user-sx1we3ts4m
      @user-sx1we3ts4m Месяц назад +1

      Is not R20 million? I think it’s R20 million

    • @MandlaNdlovu-js2ii
      @MandlaNdlovu-js2ii Месяц назад +4

      ​@@mosesntuli2888 yiphi eye mk kanti seniyagula yin manje

    • @Ngceboviews
      @Ngceboviews Месяц назад

      Thina siya siphila nge donation ku Mkhonto bafo. ​@@mosesntuli2888

    • @Ngceboviews
      @Ngceboviews Месяц назад +1

      Wabeka uCommander uMshipheni. Uma isezandleni zakhe khululekani bafowethu, akudlalwa laphaya🙏🏽

  • @user-om8gk9xj9c
    @user-om8gk9xj9c Месяц назад +2

    Ingiphoxile iIFP ihlangana neDA ngikhule mina kuthiwa uShenge uyena owadayisa uMandela ngiphika kwaze kwaba uyadlula emhlabeni ngimthanda kodwa manje uma I IFP isiyenza kanje kwavele kwavuka lokho

  • @thulisilembuyazi9698
    @thulisilembuyazi9698 Месяц назад +1

    Wenzenì..wena yo ur self mmm Sizwe stop it ...wena nje syakwazi ..Mona se nje ..stay to u link bhutì

  • @MrXoloMsomi
    @MrXoloMsomi Месяц назад +1

    Akayithathanga iBrown envelope m. Viva MK!

  • @MPHILISIKHESWA
    @MPHILISIKHESWA Месяц назад +1

    KUBUHLUNGU BAFOWETHU UMAH KUNJENA YAZ VIVA MK

  • @superflyphones9058
    @superflyphones9058 Месяц назад +9

    UHlabisa usebenzisana kanjani namasela nabagcindezeli

    • @nkosinathindlovu7778
      @nkosinathindlovu7778 Месяц назад +1

      I IFP, ANC ne da ixhaswe iwona lawomasela kshuth asebakhumbuzile ukuth nizokwenza lokho okushiwo ithina

    • @KhumbulaniFakude-rd2nw
      @KhumbulaniFakude-rd2nw Месяц назад +2

      isihlama uHlabisa udoti loyamuntu sekuphelileke nge IFP

    • @sibusisontombela2280
      @sibusisontombela2280 Месяц назад

      Ngani iMK izalwa yi ANC beningaboni yini into enhle kangaka.

    • @Qhawemusic7384
      @Qhawemusic7384 Месяц назад +3

      Izinyoni zohlobo olulodwa zindizela ngandawonye

    • @mzilangwenkosi3533
      @mzilangwenkosi3533 Месяц назад +1

      Umthengisi

  • @andileluvuno4988
    @andileluvuno4988 Месяц назад +2

    The racist attachment of the DA and White Monolocy Capital has manifested in the permutations of ANC, IFP and other faceless parties. They knew they cannot overcome the unity of the black masses. These permutations are forces to deafeat the interests through killing our unity. AmaMbazo byihlabelela lento bathi abezizwe ngeke basiqede, ngeke

  • @bulelanimemela8329
    @bulelanimemela8329 Месяц назад +1

    WHAT IF I MK AYINGENI EYE COALITION, IFUNA UKUBA U GOVERNMENT OZIMELE. NGINGAKUJABULELA LOKO ANGIYIZWA LENTO YOKUSEBENZA NE DA

  • @euginenyuswa4608
    @euginenyuswa4608 Месяц назад +5

    Ama Zulu anjani lawa thengisa ngomhlaba wokhokho? Nayi mihlola bo. Kuse ngama Zulu lawa? Hhay hhay hhayi. I Nkosi u Cetshwayo uthini Zulu yena u Mdlokombane uthini? Wona amathambo alele Sandlwana kumnandi kuwo. Hhawu waphela Zulu. Buphi ubuqhawe balho Zilu omnyama kama Landela ngokulandela izinkomo zamadoda. Namhla seku landelwa ezakho. Kubuhlungu ukutheniswa umuntu omethembile. Bonke a Bantu abamnyama baphume ezinhlanganweni ezithunjwe abamhlophe bangene Ku mk . Siphinde sibagwaze.

    • @SbusisoNgubane-xq7xx
      @SbusisoNgubane-xq7xx Месяц назад +1

      Imali ayiluthezi olunenkume,I WMC ivele ibavezele imali iyabazi balambile kwakuba bakwipolitiki ingoba bafuna imali ay ngoba befuna ukukhulula base South africa

    • @SelinaKale
      @SelinaKale Месяц назад

      Ama MK yibo abathengise umhlaba babhunguke Ku ANC bazakha bona manje abamhlophe bawuthathile umhlaba bayakhala yekani ukulwa ngabantu zinukeni amakhwapha

    • @thembamdlongwa5586
      @thembamdlongwa5586 Месяц назад

      ​@@SelinaKaleUmhlaba wathengwa kuRamaphosa mhla bemthengela amavoti. Kazi novuka nini? Abamhlophe bayazenzela manje. Mina ngibona nasemsebenzi abethu abantwana kuthiwa ababe namaDegrees kodwa ababo abamhlophe bathi beqeda umatric bavele baze nabo emsebenzini. Ma kuthiwa umhlaba ebantwini nina nithi awubuyele kubelungu. Nighlula singalwile

  • @MandlanormanNxumalo
    @MandlanormanNxumalo Месяц назад

    UMgodoyi uHlabisa🐈‍⬛

  • @senzobuthelezi2698
    @senzobuthelezi2698 Месяц назад +1

    Inkatha ingabadayisi oHlabisa sebeyenza spaza shop sabo.Abbantu bavotele Mk party ngoba bengasayifuni Anc bayasuka HLABISA basebenzisaba nayo le Anc ,kulungile 2026 bazonya

  • @jamesntombela5553
    @jamesntombela5553 Месяц назад +1

    Impela kusobala kubonakala ngamabilboard kade bewafaka abe ifp ukuthi kukhona imali eningi abanayo ewu madoda abantu abamnyama kodwa kwakhala nyonini kubo ngokthengwa kalula nje sebengaze bathengise ngabantu babo, nabo labantu ababoni?

  • @simphiweradebe6932
    @simphiweradebe6932 Месяц назад

    I IFP abadayisi ikhotha izinqa ze DA

  • @KwaneleFenqane-fb5me
    @KwaneleFenqane-fb5me Месяц назад +1

    MK abelungu bayaQhubeka noKusiJongela phantsi ezweni lethu, ixesha lifikile ngok

  • @ThobaniMyeza-ye1hw
    @ThobaniMyeza-ye1hw Месяц назад +1

    Nop abaqondwe kuymanje abathengisi kulindweni uHlabisa unikwe ama millions yi Oppenheimer, usefuna kusetshenzwe ne MK abaqedwe abadayisi bezwe lokhokho bethu

    • @Olivers-sv9ps
      @Olivers-sv9ps Месяц назад

      Impela seku late manje ayhlome ma-afrika

  • @Angel-yz1hw
    @Angel-yz1hw Месяц назад

    Ngidabukela thina bokuzalwa la.asibuzwa bayazenzeila nje ngenxa yemali. Ababuse

  • @euginenyuswa4608
    @euginenyuswa4608 Месяц назад

    Abakasehluli wena labantu thula ubukele. Kwezinye baziqambela
    manga nje. Bayakwethusa nje.

  • @siyabongamanikivana9170
    @siyabongamanikivana9170 Месяц назад +1

    😂😂😂😂 2.0

  • @bonganinkwanyana6038
    @bonganinkwanyana6038 Месяц назад

    I'm confused lana,zonke izinxoxo ezenzakalayo angimboni u Ntuli only Hlengwa and Hlabisa and that Indian guy always leading izinxoxo what's happening?. kanjani manje IFP isidlela ndawonye ne ANC ekubeni bebethi bangamasela kodwa u Zuma ebekugadwe ukuthi angabuyela ku ANC

  • @luthandomasebeni2539
    @luthandomasebeni2539 Месяц назад +1

    Icacile nje ukuthi nisezobulalana nodwa. Kuyiwa ezikhundleni manje. Not everyone who wants a position will get a position. The party should have elected its leaders before the elections. Kuyiwa emalini ngoku. ISIKHUNDLA NGASINYE SINEMALI. MK members are killing themself.

    • @wisemanmabusela6524
      @wisemanmabusela6524 Месяц назад +2

      Ku MK akukho muntu oneskhundla sisazoba futhi ne electorive conference which will be headed by MK NEC. nivele nikhulume nj izinto eningazazi

    • @wisemanmabusela6524
      @wisemanmabusela6524 Месяц назад +1

      Uyaz nj nabnokuthi kukhona asebeboshiwe , sengisho laba ababulala ama members e MK e Goli ?

  • @jamesntombela5553
    @jamesntombela5553 Месяц назад

    Impela kusobala kubonakala ngamabilboard kade bewafaka abe ifp ukuthi kukhona imali eningi abanayo ewu madoda abantu abamnyama kodwa kwakhala nyonini kubo ngokthengwa kalula nje sebengaze bathengise ngabantu babo, nabo labantu ababoni?

  • @jamesntombela5553
    @jamesntombela5553 Месяц назад

    Impela kusobala kubonakala ngamabilboard kade bewafaka abe ifp ukuthi kukhona imali eningi abanayo ewu madoda abantu abamnyama kodwa kwakhala nyonini kubo ngokthengwa kalula nje sebengaze bathengise ngabantu babo, nabo labantu ababoni?