Amen king ukhulumile njengobaba wekhaya thank u thank u thank u makubeluxolo ngoba sijonge kuni thina imbi into yokulwa really ngoba ninemizi yaye nibadala
If bethi uNkulunkulu abasho umdali wezulu nomhlaba basho u Sathane ubaba wabo udrago uyise wabathakathi, yikho bethi uma bephahla nina zindlondlo eyinkulu basho inkanyamba inyoka eyakhohlisa u Adam ensimini yase Eden. Yikho amabhayi ezangoma, health care, ambulance, WHO kunenyoka. Sengiphetha our Lord Jesus is coming soon to us alive siphila phi siyezulwini angisho wena but thina bantwana.
Syabonga my king ngthand iqiniso lakho kyasho ummeli wabantu
Baphi laba ababemthatha kancane uBhaka kunjani. Manje king Bhaka 🤴
Ndongomnye bawo kodwa ngoku anehlo avulekile
Bhaka yeka eligama likasgejana asilithandi uyamdelela khehlelezi mhloniphe ngoba naye ukuhloniphile niqhubeke nibheke phambili ngokunyanga wabantu hayi lento niyenzayo asilithandi phambili khehlelezi ubona kalise uku khula nokuva xa abantu bethetha nawe phambili ❤❤❤❤
King ngoba,baba wethu usexolisile u professor Khehlelezi, ngithi baba hloniphanani manje bobaba bethu, igama likasi Gujana baba uBhaka aliphele nihloniphane kusukela manje, Phambili ngomoya wokuthula, phambili belaphi bethu bendabuko,akuqalwe okusha kusinde abantu ezifweni belashwe bahlonishwa,, ❤💯
Syabonga nkosi Bhaka ukhombisile Ubuntu nokuba mdala nokuhlonipha umoya okuwe syabonga Wosiyana qhubeka nomsebenzi wakho kwedlule konke okwenzekile
Uyindoda Bhaka ngiyakuvuma
❤💯🙏Our King 👑 we proud of you bro Danko ngokumela abantu
Ngyabonga ukuthi ulwamukele uxolo lakhe! Syabonga nokusimela siyisizwe🙏🙏🙏🙏
Ngiyakuvuma my King angek baphinde badlalele kuwe well done 😂
❤❤❤❤❤ khuphuka lapho mfo ka nzama ❤❤❤❤❤
Mina bendihleli ngazi kuthy sazoxolisa ,ngoba naku nomKhwanazo wafika ngabo4 kwakho ezoxolisa hayi inamandla lento hamba nayo,phambile ngawe King Bhaka❤
King bhaka ngiyabonga Mina ngoba nobabini no Dr khehlelezi nizizi bonelo kubantu asikulindele lokho 🙏🙏🙏🙏
Ungasiyeki my king singabantu❤❤❤❤
Saboñga my King Bhaka Zamà Ameñ ❤❤❤🙏💯
Ukubhejwa kuka Bhaka akulona ihlazo amadoda ayabhejwa vele
Abantu bathi u King Bhaka usukela izinyanga cha akunjalo, U King ngumntu wa Bantu umele aBantu❤❤❤❤❤❤❤
U king bhaka ulwela iqiniso futhi usimele unamadla kakhulu
My king 🤴 bayoze bakuvume bethanda bengathandi
Amen king ukhulumile njengobaba wekhaya thank u thank u thank u makubeluxolo ngoba sijonge kuni thina imbi into yokulwa really ngoba ninemizi yaye nibadala
Nidlala ngathi nina
❤King
I salute you
😂😂😂😂 kuyafana uqhwatshisa abantu lawe uyinyanga mbumbulu
My king
Both have nothing to LOOSE
Thanks to God the beef is off❤❤❤❤ my king
No bhaka akalwi u mfo nka khehlelezi mxolele qhawe lakithi
Wena unyanyayo fokofo 😀😁😂
Uxolo kubalulekile thanks 🙏 👑
King you are a king of kings
Only jesus Christ
Yeka kumbiza ngosgujane xem plz aythandeki lento oyendzayo
Hayi ngathi akuhambanga kshle😊
Forgiveness liberates the soul
Ndoda ukumoya nyan wena mxolele bafo uzokhululeka kwizinto zakho zakwa moya
Wena uthi uyi King mushaye nge zulu sofuna ku bona something 😂😂😂
HAY HAY
Khehlelezi ubonise immaturity
Awkaqedi nenkulumo yakho Bhaka kodwa sengibonile ukuthi nawe uyadlala awbanga live ngoba busabheka ukuthi uqinsile yini wena futhi awazi ngoba umuntu ayakdwebela uV AI yeka ngeke yeka
𝘚𝘬𝘦𝘤𝘩 𝘭𝘦𝘭𝘪 𝘮𝘢𝘯𝘪
Niqale nahlulwa yimpi yomuthi naphinde nahlulwa yimpi yamaqupha hhayi ngathi akuhambangakahle, maybe niyizinyanga zamapassport lento yobunyanga nabulanda koMozambiqi Nigeria 😂😂😂
Sgujana
Ukhombise ukukhula uKhehlelezi
Kodwa ukuxolisa akusho ukuthi umuntu usehlulekile kodwa kusho ukuhlonipha nawe ke zihloniphe ungajatshuliswa ukuxolisa komuntu yehla nawe phela
Sesicela uliyeke manje leli elika sgujana sicela ukuthula ezweni umuntu ahloniphe omunye mbuze ngegama lakhe manje silujabulele uxolo ngoba kukhombisa ukuthi imimoya yakhe ayiyifuni lempi
If bethi uNkulunkulu abasho umdali wezulu nomhlaba basho u Sathane ubaba wabo udrago uyise wabathakathi, yikho bethi uma bephahla nina zindlondlo eyinkulu basho inkanyamba inyoka eyakhohlisa u Adam ensimini yase Eden. Yikho amabhayi ezangoma, health care, ambulance, WHO kunenyoka. Sengiphetha our Lord Jesus is coming soon to us alive siphila phi siyezulwini angisho wena but thina bantwana.
Umazelaphi u Adam wena,yeka ukwenza ngathi ikhona into oyaziyo.
Wena uhambile ubonile uzenzile 👊
Wena uyasisanganela uhlulwa yini ukuyobheka ngokukamoya ukuthi uxolisa ngoba eqinisile or ukudwebela uV
Kodwa bhaka uma omunye exolisile wena usaqhubeka usambiza ngo sgujana,kubukeka usamdelela nje.
Uthe uxolo ubhaka then why ucacisa (is this about who has power and who does'nt) no reply plz
Yeyisa wena Bhaka ayi suka
Niyamaketha abantu nje Nina Ayy bhaka Ukhulumela safuthi
😏
Ai bhaka nawe ukhulumisa okomfazi ai....
Manje king njengoba unikezwe u 24 hours ?king Simba ngapha uthi lokhu uzobhekana nakho ngoba uye wamuthuka zisazojika izinto uzoxolisa kuyena futhi kumele uze kuye akusize???
Isikeshi senganekwane
Uphenqwa izinqa okusalayo wena
😂😂😂😂😂😂
Iyezwakala inkulumo yakho Bhaka ....problem usamdelela wena umbiza ngosgujana
Ibambe ngakhoke manje kancane kancane asazovela amahlazo akho Bhaka bakunike 24HOURS😂😂😂😂
Andadinwa nini....noze nikhule nini..u all fake ..so what
Yasuswa nguwe zehlise nawe unga zenzi ophezulu ngoba usungehliswa yiwona moya lowo
Kaz wayisusa ngan