"uKWAZI uthandana noVELILE MAKHOBA" imagine..

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 9 янв 2025

Комментарии • 33

  • @Nonto_Sabela
    @Nonto_Sabela 2 месяца назад +2

    Wow .. Yaze yajula lenkulumo yamnandi . Ngiyabonga Impela niqinisile asikwazi nokunyakaza amaphutha esawenzayo. Mamela sengithumele my son ukuthi akalalele omalume indlela ibuzea kwaba phambili . Suiyabonga nime njalo bafowethu .

  • @SandileShabane-w3u
    @SandileShabane-w3u 3 месяца назад +10

    Kwazi No Somtwana ngifisa kungabikho muntu ongangena phakathi kwenu niyi combo eryt ngenye indlela, umoya nje eninawo manixoxa nemibono emihla ngithanda nokungaphikisani kweni manixoxa hhay bafw2 hhaaay hhay hhaay.

    • @NseleKwazi
      @NseleKwazi  3 месяца назад

      Ay siyafisa ukuphikisana😂😂😂

  • @khazimulisithole
    @khazimulisithole 3 месяца назад +5

    Inkululeko is everything in a relationship noma uba nengane kodwa iba nayo inkululeko yokuhamba uma ungasafuni….
    Powerful conversation and powerful message to those abeza emvakwethu 🙏🏽

  • @sikhumbuzomtshali2055
    @sikhumbuzomtshali2055 3 месяца назад

    🤝🫡 siyabonga bafethu to have such conversations…👏🏾👏🏾👏🏾

  • @NomathembaMzolo
    @NomathembaMzolo Месяц назад

    Ngaze ngayithanda lenkulumo yenu ibalulekile ❤❤❤❤❤

  • @BukhosibakheSledge
    @BukhosibakheSledge 3 месяца назад +2

    Syabonga ngane zakwethu ukdodisa isizwe ngenkulumo iningi eliybalekelayo SHWELE

    • @KwaziNsele
      @KwaziNsele 3 месяца назад

      Or give me your number

  • @SthembileNyathi-v9c
    @SthembileNyathi-v9c 3 месяца назад +3

    We need owesifazane ozosimela ngeqiniso lakhe kukeCombo ukuze izobhalansa kahle inkulumo!!! #bringbackGhostLady

    • @LizzyMsibi-ll4lc
      @LizzyMsibi-ll4lc 15 часов назад

      To my understanding kulenkulumo nathi singabesifazane basimele. Thank you hey yaze yajula lenkulumo🙏

  • @SthembilePromise-s7g
    @SthembilePromise-s7g 3 месяца назад +3

    Lento eniyishoyo nathi singabantu besifazane siyazithatha izinqumo zokshada hhayi ngoba usathanda usanothando lokushada ,,njengam nje ngenxa yokungazi abazali bam bengafile kodwa ngingabazi sibawu 4 kodwa asizwani ngishade nendoda ngenxa yezingane engangingafuni bakhule ngaphandle kwabazali njengam kodwa okubuhlungu ngihleli nendoda ngingasayikhathalelanga yingakho ngithi intombazane yam ayibaleke izephule umfane mayethi uyayithanda

    • @NseleKwazi
      @NseleKwazi  3 месяца назад

      Ohhhh God sisi wami😢😢

  • @tnashehungwe149
    @tnashehungwe149 2 месяца назад

    Liqiniso Kwazi ngikhona mina angiphuzi ngabuzondiswa ngubaba ngimncane

  • @sizwesamadinekamlambo9376
    @sizwesamadinekamlambo9376 6 дней назад

    Bafana bakith nalikhuluma iqiniso yey inkulumo ineqiniso elidingwa iwowonke umuntu osakhulayo

  • @nikiwembhele5237
    @nikiwembhele5237 3 месяца назад +1

    Kaze nathathwaphi

  • @njabulojunior996
    @njabulojunior996 3 месяца назад +2

    Niqinisile baft inkinga enkulu ukuthii abafana batshelwe ukuthii umuntu wesilisa uyilead akanaphuthu izwi lakho liwuamen

  • @NoxoloZinto-cr3cn
    @NoxoloZinto-cr3cn 3 месяца назад +2

    Ngaze ngayithanda lepart yokugcina yesthembu 😂😂😂😂

  • @ZenzeleDlomo
    @ZenzeleDlomo 3 месяца назад +4

    Ngiyanizwa bafana 😂bami nejulile niyisizinda sezwe

  • @MlungisiMyeza-j8w
    @MlungisiMyeza-j8w 21 день назад

    Ngigcwele ngaleziMpisi✊🤝🤝✊

  • @LindyLih-d2k
    @LindyLih-d2k 3 месяца назад +3

    Naze nangivula umqondo .ngyabonga

  • @NtobekoZabani
    @NtobekoZabani Месяц назад

    Bafethu sanibona siyabonga inhlelo zaze zamnandi

  • @NokukhanyaKhanyile-c6t
    @NokukhanyaKhanyile-c6t 21 день назад

    Ngvele ngafaka ku blootooth speaker ngfuna ezwe amantombazane am amathathu iyakhulisa lenkulumo emantombazaneni akhulayo❤

  • @sthembisopenwell6591
    @sthembisopenwell6591 3 месяца назад

    Ufeba nezingabe ezincsne ubona ngathi ziyakuhlonipha kanti izingane zibona ubhuti omdala😂😂😂😂😂

  • @DuduSibiya-z9x
    @DuduSibiya-z9x 28 дней назад

    Nikhuluma kahle bafana nibabcane kodwa ukucabanga kuphusile kakhulu nedlula anadoda amadala .Ngiyanithanda

  • @nikiwembhele5237
    @nikiwembhele5237 3 месяца назад

    Yajula inkulumo

  • @ThuthukaniCele-cg7rn
    @ThuthukaniCele-cg7rn 11 дней назад

    Kodwa Ba4we2 niyakholwa ukuthi uMfazi uyacelwa.......?

  • @nikiwembhele5237
    @nikiwembhele5237 3 месяца назад

    Kuhle ukuzimela empilweni kakhulukazi kithi sifazane, kodwa kufanele sishade njengoba intombazane idalelwe ukushada