Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Mzukulu ne voice emñandi nomoya ophansi♥️♥️♥️🥰🥰
Mzukulu khuphuka nengoma emnandi kuphela kunengoma yakho ethi nombolo yakho sekhona efonini ❤
💯🙏 ngithanda umoya wakho qhawe lami awuziphakamisi unkulunkulu akuphe njalo amandla nomculo wakho uqhubekele phambili
Mfoka manqele ihambe phambili imperfect TV kuwowonke amatv chanell
Waqala uku record etwatwa west edaveyton
Mzukulu ukhule bafo nalenhlonipho yakho.Okunye nokunye kuyozenzakalela
Mzukulu ukhuluma iphutha umsebenzi ngakunika wonke wawthatha wahlulwa ama backings kuphela yim uzama masondo
Yakhuphuka Eyaka Ceza Madoda🎉 Cela Nisiphe Umlungu Bakithi Phansi Emsinga
Impela ukhulumisa okomuntu owakhulele emakhaya,umfana oweqhathwayo watapa neQanda leNjelane.Indoda ayikhulumi noma yini.Uhlekile ndoda yamadoda.Siyabonga
Ngithanda ukudlulisa ukubonga okukhulu kubhuti uMzukulu ngomnculo wakhe osiphilisayo mihla namalanga unkulunkulu aqhubeke amnikeze amandla aphinde amvikele kuzozona zonke izitha ezithanda ukumqeda amandla ,ngise Zimbabwe lapho engikhona ngokuzalwa nangokuhlala.
Ncube siyabonga enabakithi nina ngifisa kakhulu ukuvakasha lapho kwaBulawayo
🤝 khululeka mntanekhehla ngoba unesfiso sokuvasha uzohamba ufike ngelinye ilanga ungashiya e number zakho mft
What a nice interview
Dankie Mzukulu, Mageba
Perfect mfethu, ngiyasithanda istayela sakho sokuxoxisana nabafwethu. Awujahi ukuba controversial ukuze uphushe ama views. Keep it up your episodes are going to be classical.
Sawubona Duyaza.Imnandi i podcast Yakho.Ngicela ngelinye nje ilanga uke usilande ubaba Untsebe wezingane Zoma/Izingane Zoma uqobo.
Noted bafo👍
Lomfana ehlale hamba no bhuti Sjava ubani ayyy mzukulu ungiqedile ngengoma 😂😂😂😂😂😂🤣🤣🤣
Sibonge mkhaya uthobeke njalo uNkulunkulu uzokunqobela
Asbonge qhawe very interesting ❤️🔥🔥🔥🤝🤝
Besingayini Kodwa ngaphandle kwe perfect TV yethu edulayo ayii bandla 🔥💯
🤣🤣🤣 Mfethu siyabonga
Mzukulwanooooooooo
Ibemnandih interview ❤❤
Aphuu Mzukulwanoo. Kkk ngiyayazi ke lena yokusebenzisa ama remix ezingoma zabaculi eyy🤣🤣🙌🏽IPerfect TV ekazwelonke bafana bakithi🙌🏽
Mzukulu👍
Ave uncishana Awunike abantu okuphuzwayo
Kshuth Mlabalaba Ungomunye umuntu owabanesandla kulendoda
Yey angikaze ngidande interview kanje angideli kuyibuka ngiyibuka njalo😂😂😂ay uyagula uMzukulu baf2 😂😂😂😂
Wolla lapho mkhaya
mina umzukulu ngangimazi nje ngikwanongoma nje
Dzanibe waypromota kakhulu ingoma kaMzukulu
aw madoda yaphila lendoda🥰
Kodwa nawe manqele Mfwethu, wase umgubha kangaka ngo Mpungose uMzukulu. 😒.
Ngiyayithanda indlela owenza ngayo ama interview 🙏🏾🙏🏾🙏🏾
Ngyabonga bafo🙏
Kodwa wayiphusha uDzanibe leyangoma ngomdunuso wakhe....
Lomfo akhuluma ngaye uZama Masondo usezibiza nge "Thwasa LeMfezi" owakwaCeza uzalwa eMaMbatheni simbiza ngeMambemnyama
Kodwa kuvakala wahlukunyezwa ngu Khuzani mfe2🤞🤞🤞
Alright.
Muhle umsebenzi madoda phambili ✊
Awusiphe umlando ka Sizathu Khuzwayo we Nkululeko mf2
Zikhala bukhoma🤟🤟🤟
Ngima nawe mzukulu ufana nam salusa sashaywa amabattery siwapheka sifuna kuzwa story
Yazi ukhombisa ukukhula kakhulu uMzukulu inkulumo yakhe iyakha, iyafundisa nakwabanye abaculi, cishe nabanye abaculi bengafunda okuthile kuye, muhle kakhulu umsebenzi wakho Sheppard Bafo, nangokuzayo sicela usilandele uMashelela Ngubane, noma Mlungu Mkhize
ngeke silala nezinkomo entabeni mfana asinawo amasela emfuyo ngakithi 🤣🤣🤣
Yamnandi unxoxo bafowe2.sikbongele mfokaZulu sifisa sengathi ungaqhubeke wenze okuhle ujabulise isizwe
🔥🔥🤝
KUNJANI MFOWETHU MANCELE. MUHLE UMSEBENTI
Bhuti🙏Ngiyabonga mina
Yamnandi ingxongxo akuyona interview le but ingxongxo emnandi
🔥🔥🙌🙌
Avela amaqiniso kancane kancane
Sicela usiphaphele Bhekihonga and UDr khangelani
Cha mfoka Zulu uvuthiwe emqondweni,nomculo wakho muhle Qhubeka ushaye ingoma
❤🎉
Ihobosha tl tl tl 🤣🤣cabanga selimemeza engomeni lithi “hawu uyakhumbula mhla...” tl cuut🤣🙌🏽
🤣🤣🤣
🤗😍😍
Abanini mbumbulu😂😂😂
Yaze yamnandike le interview
Kulengoma ethi "Mabinyaza" kwakugadla ingane yaseKhaya eyamalayo🤣🤣
😂😂😂😂kwakubuhlungu emoyeni okuwumfana
Inkunzi emavava lena
Yaze yamnandi interview ey unqambothi lwento
Mnand le interview lok iqalile ngyahleka
😂😂😂😂😂
😂😂
😂😂😂 Wakwenzani uMgodi kusobala kukhona ongakuthandanga
Uyakugwema namanje iukukhuluma ngakho,ivuthiwe eyaseNMA
😂😂akadlali uKhuba uyahlukumezana🤞🤞😂🏃🏃🏃🏃
@@zukilesandovasa132 Wahlukumeza bani ngokwenzani? Awazenazo sizwe
Yini wakudlela mfazi yini u Khuzani😂😂😂😂..noma dlala umona

Aphuu Mzukulwanoo. Kkk ngiyayazi ke lena yokusebenzisa ama remix ezingoma zabaculi eyy🤣🤣🙌🏽
IPerfect TV ekazwelonke bafana bakithi🙌🏽