Khuzani VS Mthandeni | uKhuba uphendula iGcokama elisha bukhoma 😲😨

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 5 сен 2024
  • #Khuzani
    #Mthandeni
    #KingOfMaskandi

Комментарии • 68

  • @bongileduboo3101
    @bongileduboo3101 3 года назад +7

    Khuzani unyanyisa ngoba unobufazi thuuumashi🚶‍♂️🚶‍♂️🚶‍♂️🚶‍♂️🚶‍♂️

  • @benthembinkosi6221
    @benthembinkosi6221 3 года назад +12

    uBheka Mchunu wakunika ithuba lokhuluma Khuba why usuveza manje lokho ngoba sekuvezwa umthendeni

    • @zamanijama9096
      @zamanijama9096 3 года назад +5

      Wayengasho ngani ngenkathi ebiziwe manje usehamba emvakukamthandeni

    • @lwazijoseph205
      @lwazijoseph205 3 года назад +5

      Nesisoka siyamshaya kakhulu uKhuba ingakho esalela ngemva ngamaqhinga kweyako Mthonga iyabeka liyanto and inamancoko kakhulu iyakhomba ukuthi yayishela isakhula

    • @canannkwanyana6731
      @canannkwanyana6731 3 года назад +1

      Ayi sesingash sith uKhuzan ungumlandel weGcokama manj awu sehlulwa ukuthula

  • @mqondisifakazi7012
    @mqondisifakazi7012 3 года назад +5

    waqala umona eDixeni, wen qhubeka ucabange, eyakoDuyazi iyenza

  • @mthokozisisakhile5563
    @mthokozisisakhile5563 3 года назад +5

    Up khuba up

  • @fikilemagwaza5096
    @fikilemagwaza5096 3 года назад +2

    Uwumfazi Kodwa khuzani umthandeni umangabe ekhuluma u busy ulingisana Naye angikaze ngiyibone Indoda engumfazi njengo Khuzani sekufanele agqoke ipheti Manje ukhuzani angikaze ngimzwe umthandeni elingisana Nalesisi dwedwe esuwu khuzani mxe yeses mani

  • @sibongilemadela8268
    @sibongilemadela8268 3 года назад +4

    Up Khubaaaaaa ♥️ we luv uuuu

  • @fikilemagwaza5096
    @fikilemagwaza5096 3 года назад +1

    Akekho umntu onomona njengo khuzani Ebesepetula lesisinsako sakhe esiphihlike sengathi kuzophuma masimba

  • @sagilasomthakathitvshowndl879
    @sagilasomthakathitvshowndl879 3 года назад +5

    ubethuleleni all along engabenzi oLoaderspeaker usezomaka

  • @mthokozisiblessing5284
    @mthokozisiblessing5284 3 года назад +5

    Ngeke uwufihle umona uzivelela wona bese bewbona abantu, uManqele akaze athi vu uzama ukwenza amancoko ngaye ohlelweni la bk wanikwa lonke ithuba lutho ukuveza lento, usuyasha manje ngoba nakhu seykhulunywa UMthandeni

  • @zinyanganelisiwe9362
    @zinyanganelisiwe9362 3 года назад +5

    Eyy lokhuzani wen uwumfazi uyathanda ukukhuluma nxx🚮🚮
    Wayethuleleni Kona usesho namhlanje ngxay uyanyanyisa lokhuzani.

  • @ezibonakaliswenitv4016
    @ezibonakaliswenitv4016 3 года назад +6

    Ngizitshela ukuba ngizozwa umthandeni Wena usilethela impilkiswane

  • @nxumalomalusilindokuhle4386
    @nxumalomalusilindokuhle4386 3 года назад +3

    Umona jehova ay 🤣🤣🤣🤣

  • @lindamkhululi4961
    @lindamkhululi4961 3 года назад +4

    Uneminyaka emine kuya kwemhlanu ecanga 🤣🤣🤣🚩🚩🚩
    Umgodi mm isono

  • @peekaymadaiz21
    @peekaymadaiz21 3 года назад +3

    Ey ukhuzani seshutha ezimontwen nje inkinga ufuna ukumaka 😃😃😃 ey islwane kubantu sinkinga kodwa

    • @dondaphumlane1888
      @dondaphumlane1888 3 года назад +4

      Empelen mfokababa naye walithol ithuba ku bk khon okhozin wangasho lutho futh uduyaza akaze asho lutho mhla lengwenya iqeda ukukhulum mase ku duyaza incamela ukushutha ezimotwen fast ayikhon

    • @peekaymadaiz21
      @peekaymadaiz21 3 года назад +1

      @@dondaphumlane1888 🤣🤣🤣🤣 ey bengasalaleki endoden

  • @sbudazwane4428
    @sbudazwane4428 3 года назад +2

    King Duyazana

  • @dlamininqobile1306
    @dlamininqobile1306 3 года назад +3

    Ngicabanga ukuthi abantu sebabonile ukuthi ubani onenkinga sekuzivelele manje kulaba bobabili

  • @simthembilesicoto5112
    @simthembilesicoto5112 3 года назад +5

    King Duyazaaaaaa

  • @canannkwanyana6731
    @canannkwanyana6731 3 года назад +3

    Lol ayi lokh okuwuKhuzan kuyash

  • @nompumelelompumi9412
    @nompumelelompumi9412 3 года назад +2

    Ai sekuvele ngokusobala ukuthi ukhuzani umlandeli we Gcokama Elisha ophikayo akaphumele obala limbone izwe coz ukhuzani if ethi Kade wayisungula lento ebelindeni U12 or Belinde umthandeni eqale mesekhulumake naye?

  • @sandilesah5109
    @sandilesah5109 3 года назад +2

    Cha unomona we Khuba ndini

    • @user-eq4dt3uw2n
      @user-eq4dt3uw2n Месяц назад

      mina uyanginyanyisa khuzani akayena munt wesfazane isfebe straight esivithikile sesiphuza black label siyivula ngomlomo kuzani nyamunyanya lomfana uyaphapha golo lemfene nuka nomlomo njalo nje qoka ma fake aku small street jozi ngamfica khona edunusile laphana wake wasbona stolo sidayisa ma takkies abekwe abe yi sert right no left yena uthenga khona o pewula lapha small street kuthi ka nina shlama khuba mfana nyakuhalela ngesbhaxu wena ngikudle nje nge girdan mawashe sfebe

  • @lydiaczah1193
    @lydiaczah1193 3 года назад +1

    Up Khuba

  • @velaniclive1787
    @velaniclive1787 3 года назад

    Uyaz khuzani usengaba usopolitiki

  • @nelsonvundla9959
    @nelsonvundla9959 3 года назад +1

    Eshe fuseg wethu uyinkunzi manqele siyabonga kuzani uyidixa Langempela

  • @zamanijama9096
    @zamanijama9096 3 года назад +3

    Isilwani Emandaba😂😂😂😂

  • @masobahlemakhunga88
    @masobahlemakhunga88 2 года назад +1

    Yini makukhuluma Khuzani webakithi kuthiwe unomona? Kodwa kumthandeni kuthiwe unamangcoko ayibo kanti ninjani webantu

  • @mthokozisiblessing5284
    @mthokozisiblessing5284 3 года назад +3

    Unenkinga umgodi

  • @thubelihledlamini2379
    @thubelihledlamini2379 2 года назад

    Ayy kodwa makungu Khuzani 🤦 yazi kuyacoba nje ayy lomfo nesdina

  • @njabulosbu2293
    @njabulosbu2293 3 года назад +2

    Ukhuzan usewumlandeni we Gcokama elisha ngqo

  • @fikilemagwaza5096
    @fikilemagwaza5096 3 года назад +1

    Nesigqabhozi ngesinsako sengathi izindebe

  • @tannyncube7849
    @tannyncube7849 3 года назад +4

    Sonke leskhat uKhuzane esitshela ukut unguMaskandie wokuqala enza engathi ingaye lento namhlanje
    Uduyaza uza neqiniso naye sekhuluma engani kuviki eledlule besendlin zokusakaza

    • @lwazijoseph205
      @lwazijoseph205 3 года назад +3

      Awu uKhuzani akanaso isisoka ingakho eyohlezi edatshukelwa njalo

    • @benthembinkosi6221
      @benthembinkosi6221 3 года назад +4

      usehamba ephuphutheka ekhuluma yedwa ngabe usale wazithulela cos uphinda into ekhulunywe igcokama

    • @lwazijoseph205
      @lwazijoseph205 3 года назад +2

      @@benthembinkosi6221 mina sengivele ngabona ukuthi uza namanga odwa lo muntu ayikho into eyiqiniso angayikhombisa abantu uma ubona enza nje nalo leligama ngike ngalisola ukuthi lifike neGcokama uyalizwa nje ushuni wamaskandi lilo iGcokama Elisha umnikazi woshoni akekho ongazi

    • @kananaidu5
      @kananaidu5 3 года назад +2

      Uyathanda ukuzigqamisa lomfana wongiyasebenza kanti ngeke aze alunge kwi Gcokama Fuseg wethu

    • @bonganegumede9502
      @bonganegumede9502 3 года назад

      Up khuba ngyakuvuma qawe wenza abantu bangaphumuli qhubekani bafe2 umdlalo wenu ngyawuthanda

  • @nompumelelompumi9412
    @nompumelelompumi9412 3 года назад +1

    Ai uyamala khuzani kwakukufanel ubesebholeni izeke nalo ungalazi🤭🤣

  • @rasgda3738
    @rasgda3738 3 года назад +1

    Omaskandi banamanga too much, they are just making their money,,,,, go watch uNgiga Ndlovu on uMnaKwethu that was just a disgrace 🤣🤣🤣

  • @bonganindebele1652
    @bonganindebele1652 3 года назад

    Kkkkkk usaba amandla ka Khuzani yikho ethi ushuni kamaskandi ngoba ufuna ukusekwa ngabanye abaculi ngoba nguye ozohlomula y efuna ukudla amandla abaculi yinto yakhe akayiqede

  • @vusimpha7889
    @vusimpha7889 3 года назад +4

    uKhuzani akakwazi ukuminca besehlulwa ukubekezela🤣😂😅

  • @fundisiwemadondo4122
    @fundisiwemadondo4122 3 года назад

    Akekho nje oneqiniso la mayelana nokusungulwa kohlelo cha ngyaphika

  • @shakesmagobodo4074
    @shakesmagobodo4074 3 года назад

    Nalo mashiph 'ubeer usisi mthandeni usene show naye awbandla

  • @mbongenimdlalose5149
    @mbongenimdlalose5149 3 года назад +1

    Why nisabaqhathanisa??

  • @starfixedstarfixed3796
    @starfixedstarfixed3796 3 года назад +1

    Manje senzeni pho nolwa kuze kube nini safa yini

  • @mthobisidube3782
    @mthobisidube3782 3 года назад

    Asithule sibone okuza nalaMaqhawe, umlomo awufani nokwenza

  • @bonokwakhemajola5144
    @bonokwakhemajola5144 3 года назад +1

    Kusizaphi ukuthi ubani owaqala kuqala ? Ubungane lobu.

  • @khayelihlezulu4267
    @khayelihlezulu4267 3 года назад

    Hhay 🤐🤐🤐🤐

  • @bongmusabongz8591
    @bongmusabongz8591 3 года назад

    Nihlupha ngamanga nonke nje anikaze niycabange lento ningaskhohlisi

  • @bafanamkhize1170
    @bafanamkhize1170 3 года назад

    Iyobanjwa esithele nayo hhayi ngeke

  • @musawenkosimusa3390
    @musawenkosimusa3390 3 года назад

    Kahle kahle kwenzakalani lapha

  • @michaelmjuqu792
    @michaelmjuqu792 3 года назад

    Yazi kunento engiyibonayo lababhem bayikhulumule lento bayezwana laba

  • @mduduzimduduzi3392
    @mduduzimduduzi3392 2 года назад

    Up khuba up