eka Big zulu no Mthandeni / igcokama elisha iya esibhanyini manje 😨😨

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 1 ноя 2024

Комментарии • 108

  • @sbusisolawrence3553
    @sbusisolawrence3553 3 года назад +14

    Ayikho into embi eshiwo u Big Zulu mekhuluma ngo Khuba noMnqele kumculo kamaskandi vele ibona abawphakamisile since kwahamba indidane kugadlwa bona vele,so iinhlamba ku Manqele kube uksebenza kwegama lakhe Kanye nelika Khuzani,bekumele ajabule mangabe abanye abaculi bekhombisa ukulibona iqhaza lakhe ekukhuliseni umculo kamaskandi yinto enhle leyo.

  • @sizwemasala8199
    @sizwemasala8199 3 года назад +1

    Khuzani qhawe lam awu mfana kiti mazkhale🤣🤣🤣yatsho indidane ezika gcwensa zihamba phambili 10_0 i score dankie nompempe siyabonga ..manje khuzani manje nguwe ku mthandeni khuzani 20_ 1 mthandeni zihamba phambili njalo ezam khuzani yawina💪💪💪💪💕💕💕💕💕💕💕💕

  • @ntobekofakude721
    @ntobekofakude721 3 года назад +1

    Papapey awuyekele Duyaza wamhleba vele khuluma kanjani ngomuntu engekho hamba uye ku resling ngoba uyisigora

  • @bongumusamanganga743
    @bongumusamanganga743 3 года назад +4

    Kushaye Manqele

  • @bongsndimande1284
    @bongsndimande1284 3 года назад +3

    Nah u Sis Dudu waqala ukuba nenkinga noZulu ngenkathi uZulu ethola inkontileka yokuba inxusa kaBrentwood

  • @philasandesicelo8091
    @philasandesicelo8091 3 года назад +3

    Ngamtshela uKhuzani ukuthi leyankulumo ngeke yehle Kahle Ku my King 👑 gcokama Elisha okuhle manje ukuthi seziyakha manje # wenzeni umthandeni

  • @makhosimwelase5885
    @makhosimwelase5885 Год назад

    Angilizwa elibi elikhishwe uBig Zulu ukuthi noMthandeni uzithwele kakhulu uphakeme uKhuzani uthandwa njengemali ngoba uphansi akazikhukhumezi usazoqhubekela phambili Khuzani unenhlonipho kanti usamncane sibheke lukhulu kuwe Khuba💙💙💙💙

  • @thamsanqamndebele5633
    @thamsanqamndebele5633 3 года назад +3

    Awww kahle sis dudu

  • @mbhekenilushaba5113
    @mbhekenilushaba5113 3 года назад +2

    Mthandeni yiqhawe lami ngzomeseka njalo kodwa lana ngyagxeka besingekho isdingo salento ayenzilee

  • @sakhilethulani6663
    @sakhilethulani6663 3 года назад +2

    Wayesesuthi utshwala Big Zulu y nikhuluma ngomunt engekho ft wazi kahle kth abezwani

  • @boxermtshali9864
    @boxermtshali9864 3 года назад +3

    Ngyalithanda leli lasisi Dudu kwaaaaaaaas ai aikhale

  • @luckysithole2525
    @luckysithole2525 3 года назад +6

    Mxm lo Papa Penny Zulu

  • @lebzalebo9986
    @lebzalebo9986 3 года назад +3

    U cc Dudu uyazisanganela nje

  • @fikilemagwaza5096
    @fikilemagwaza5096 3 года назад +4

    Musani madoda ukuzenza abafazi Kat nawe big Zulu yeka Lento yokurhi mawuhleli nokhuzani uokhu ukhuluma ngegama lika Mthandeni Kodwa ube ukhuluma nesitha sakhe Phela kufana nokumhleba lokho ngoba yena ubengekho lapho

  • @MonicaNtuli-i1q
    @MonicaNtuli-i1q Год назад

    Nathi singabalandeli asingagqugquzeli impi, asigxeke ngokwakha ukuze onephutha ezolibona iphutha lakhe, zinsizwa lezi syobona kusasa sezixhawulana kuqhubeke umsebenzi zijabulise abantu

  • @vusi3685
    @vusi3685 3 года назад +2

    Skhova ngoba asikwazi kucula yini manje sesukela big Zulu usomatekisi onemali!!

  • @djfresh7605
    @djfresh7605 3 года назад

    Akungijabulisi ukuxhabana kwalamadoda omabili ekubeni. Sonke singamabhinca Chah mina angivumi.

  • @nosiphomntungwa625
    @nosiphomntungwa625 3 года назад +1

    Makukhulunyelwani ngo SK engekho , shaya Duyaza bayanya laba

  • @ntombifikilepetronellamkhw3760
    @ntombifikilepetronellamkhw3760 3 года назад +1

    Wenza kahle engafuni ukuqhathaniswa no Khuzani!!! Khuzani is way above his level!!!

  • @martinxaba4850
    @martinxaba4850 Год назад

    Cha iGcokama liyadinga ukungene estiki nenye yezinsizwa, ukuze likhombise amandla obunsizwa balo, ngoba ngathi lande ngomlomo kanti nengqondo ngathi aliphiwanga neze.

  • @ZandileCebisa
    @ZandileCebisa 10 месяцев назад

    Inhlunu uwena jokizwane sis

  • @somnandizwidetv
    @somnandizwidetv 3 года назад +2

    Mthandeni uhamba no khehkelezi no ngizwe ngeke belunge

    • @mlu80
      @mlu80 3 года назад

      Khehlelez ahambsan nomsangano .

    • @somnandizwidetv
      @somnandizwidetv 3 года назад

      @@mlu80 aw bakithi, awazi izolo loku besinabo la emtuba kwa kwiliza, ncono uthule monase

  • @siphomzimelasipho1190
    @siphomzimelasipho1190 2 года назад

    Upapa penny ungenaphi ngoba umtsonga waselimpopo?

  • @NsindisoMdiniso-hw5wy
    @NsindisoMdiniso-hw5wy Год назад

    Kodwa bakithi ngubani lowa shawa ilomfana uthandeni ngoba ezenza inkatshana,anovashisa ngapha ngakithi lomfana sewuyanyanyisa

  • @concilliahnkala6333
    @concilliahnkala6333 2 года назад

    Kkkkk aww yellow born sis dudu bakithi 🤣🤣

  • @bawelilengubane6863
    @bawelilengubane6863 3 года назад +6

    Abaculi. Bonke. Bahlangene. Ngomthandeni. Benziwa. Umona. Waze. Wayinsizwa. Wemfoka. Ndiyaza. Kudliwa. Ngawe. Amaphalishi. Manje. Bancenga. Ngawe. Izidlo. Zamahala

  • @musawenkosimusa3390
    @musawenkosimusa3390 3 года назад +1

    Cha nawe uyabheda uZulu no Khuba bebekhuluma ngaye sk kungani ungakusholokho lokhu ukhuluma into ezindala

  • @sithembisomthethwa5236
    @sithembisomthethwa5236 Год назад

    Umaskand awunawo nje ama bit kepha unama instruments.

  • @sphiwempanza7845
    @sphiwempanza7845 3 года назад

    Ngith Mina aykhale mshov wenkani kwabanenkani .vele u big Zulu wayefuna khona lokhu ngkweqa kwakhe umncele wachanasa emdletsheni .

  • @MthetheleliDlamini-i4e
    @MthetheleliDlamini-i4e 2 месяца назад

    Ayii ashlekisi iskhova mase sngafuni ukuqhathanisw nokhuzani kuyena wasusa lento mangasa funi kuqhatha niswa ekezo xolisa emandaba ngoba mazombulalisa abangani bakhe laba hlezi bemncoma ngathi mele ande mfana ama gud laa 😂😂😂

  • @lungishinga2847
    @lungishinga2847 Год назад

    Big Zulu silima funda ukukhuluma umndala awusiyeke mubimubi

  • @fanelepepegodide276
    @fanelepepegodide276 3 года назад +2

    Ay big Zulu uthanda kuzenza umlawuli impi kamaakandi ekamaskandi akanake umculo wake yena syawthanda ayeke angahlangene nako

  • @lindilemsibi9596
    @lindilemsibi9596 3 года назад +2

    Inkinga uyeyisa umthandeni uhambe echukuluza bonke abantu kanti akanamculo futhi enjalo nje...futh uyigwala uthanda kukhuluma ngathi wazalelwa esithenjn sukaaa

  • @jokizwane5284
    @jokizwane5284 2 года назад

    Umthandeni inhlunu ujwayela uzulu into yoshaywa lodoti

  • @fikilemagwaza5096
    @fikilemagwaza5096 3 года назад +1

    Mina kosiyami Ngibona kunco ukuthi bayiyeke Lento ngoba Manje bayaziphoxa belokhu belwa bememezana ezikundleni zokuxhumana sengathi abafazi amadoda umangabe eqeda ukushayana ayaxhawulana ikhanda komnye lopha Kodwa Lo isuke eshayekile ahambe ayoxhawula Lo ongashayekile

  • @mfanafuthimthembu9036
    @mfanafuthimthembu9036 3 года назад +2

    Nalo Big siZungu wakhona uyabhora, usengene shi empini yoMaskandi manje, ay suka🙄 uyangibhora nje mina

    • @gogoluvuyo591
      @gogoluvuyo591 3 года назад +1

      Ushaye khona..... Yazi Nam iyangicika lento kaBig Zulu....

  • @winniemawiniza6747
    @winniemawiniza6747 3 года назад +4

    Kodwa yena Big Zulu wayeyokhulumelani nembangi KaMthamdeni😌

    • @sizwemasala8199
      @sizwemasala8199 3 года назад

      Ingoba wayecaphukela impakamo le ikumthandeni phakamile kakulu lamfana khuzani u down and nkulunkulu usezakumdizisa phezulu yahlonipha bantu

    • @zandilefakazi3309
      @zandilefakazi3309 2 года назад

      Wayenza isibonelo

  • @mvikelonkosinathi7906
    @mvikelonkosinathi7906 3 года назад

    Ai nami angiyiboni into embi eshiwo Big Zulu kuleya nkulumo yabo ababenayo angisiboni isdingo sokuthi uMthandeni adinwe kodwake phela sothini 🤷‍♂️

  • @sandilembatha5683
    @sandilembatha5683 3 года назад +1

    Sis Dudu😂😂😂😂zakhalaaa

  • @ziningidhladhla8468
    @ziningidhladhla8468 3 года назад +1

    Usisi Dudu mina bengith akayekele ukuzenza unkulunkulu akoke eboniseke naye uzithwele kakhulu lomuntu nesdina

    • @zandilefakazi3309
      @zandilefakazi3309 2 года назад

      Inkinga zithupha ziya ogwayini nabalandeli bakhe alukholukhuza olunye zophosana eweni

  • @ntombifuthidlamini9311
    @ntombifuthidlamini9311 2 года назад

    Uynkunzi yokunuka yn Koba nin lomuntu eduma ngabanye

  • @nomsangubane836
    @nomsangubane836 3 года назад

    Hasshi Elimhophe noThwalofu nabanye abadala kwakumnandi yayingekho yonke lento owayengumphathi wo KHOZI waze wasungula ISXAXA MBIJI okwamanje akuthokozisi nabalandeli bafaka umoya wokulwa😭😭😭

  • @beautyd4462
    @beautyd4462 3 года назад

    Big Zulu waba lixoki ukhuluma ngegama lomuntu abangatholani kahle naye ngabe uyaxolisa Big Zulu uvume ukuthi waba wrong

  • @NosiMhlambo
    @NosiMhlambo 2 месяца назад

    Ngiyachazek mina ngoba kuqala bona bagadle kumthandeni masekugadla yena bayavungazel abantu ?????? Vele

  • @bhekisisamdaundlovu8809
    @bhekisisamdaundlovu8809 3 года назад +1

    Asewube yindvodza Big Zulu yekela kuhleba njengeMfati

  • @afrikaubuntu3383
    @afrikaubuntu3383 3 года назад +1

    Abayekele ukulwa labafowethu qina ngabade qina

  • @innocentiamathenjwa6341
    @innocentiamathenjwa6341 3 года назад

    Hhey wena Big zulu hambo lungisa i pipi lakho uhlukane ne Ngane u Mfunani umthandeni nama thanga amakhulu ngath umfazi i pipi lithe shiqe emathangeni ne Jwabu..fusegi Big zulu neyi nyawo eyinkulu ngath usithutha ..nxm hlukana ne Ngane..u Gxubhe Big Zulu

  • @senzomsenzoriarazoman9267
    @senzomsenzoriarazoman9267 3 года назад

    Limvuma ngokuth uyakwaz uk'khipha umuntu la anga belong khona 😃

  • @BongiweMiya
    @BongiweMiya 28 дней назад

    UBig Zulu uyakuthanda ukukhuluma uxabana nawowonke umuntu ngalomlomo wakhe omanzi kuqale kwaba uDuncan oEmeet uDumi sekuMthandeni manje uBig Zulu ujwayele ukiphatha eNkabi Nation abasanise abashayele umthetho manje usecabanga ukuthi leyonto usexoyenza noma ikuphi noma ikubani no Big Zulu uyanyanyisa nje kwawuwena nje uqobo lwakho dixa ndini nxaaaaa🚮🚮🚮🚮🚮

  • @thabisilemakhoba4758
    @thabisilemakhoba4758 3 года назад +1

    Unochuku uBig Zulu uqhuba ububhoklolo nje enjalo

  • @lindilemsibi9596
    @lindilemsibi9596 3 года назад

    Akukho strategy la akasazazi naye kuthi uthin🤣🤣🤣🤣🤣

  • @fikilemagwaza5096
    @fikilemagwaza5096 3 года назад +1

    Yobe Duyaza alwehle ulaka endodeni

  • @smilonkonzo244
    @smilonkonzo244 3 года назад

    Akukho lutho olubi Lana.Vele bayalwa.Vele yena uwuMthandeni.Nxaaa suka useyaphapha naloMthandeni...KuseMtunzini ekhaya.

  • @blueberryclay552
    @blueberryclay552 2 года назад

    Ngize ngimthole lo cc dudu

  • @thulaneradebe1234
    @thulaneradebe1234 3 года назад +2

    Ngokwami asikho isidingo sokuxabana
    Lento eyashiwo uBig Zulu akuwona amanga, vele umaskandi usezingeni eliphezulu okwamanje kungenxa yaKhuzani noMthandeni agikho into efihlwayo lapho

    • @sbudahramsey691
      @sbudahramsey691 3 года назад

      Yebo uqinisile Big Zulu

    • @nompumelelobhungane9691
      @nompumelelobhungane9691 3 года назад

      Injalo nje Mtase ayjiki angaz abantu badidwa yini

    • @zandilefakazi3309
      @zandilefakazi3309 2 года назад

      Injlo lento manje angaz udinwa yini sk lapho ngoba liqiniso vele leli likhulunwa Big zulu angaz yini ethukwa kangaka bkt

  • @lindamkhululi4961
    @lindamkhululi4961 3 года назад +1

    inkinga yenu anzi ukut ubani owasukela omunye iNkabi iyona eyaqala uMthandeni inkinga nina naze sezivuthiwe mase nigxeka iside elilodwa aykhale nje thina solokhu sihleka nje

    • @learnmoresboniso5454
      @learnmoresboniso5454 3 года назад +2

      Yenzani inkabi kuMthandeni

    • @boxermtshali9864
      @boxermtshali9864 3 года назад +5

      Ukhuluma intengekho Big Zulu wathi ufisa kucula noKhuzani no Mthandeni bahlangenyele ingoma eyodwa bt kube eyehip hop njengoba kwaziwa kuth umixer ihip hop nomaskandi bt umthandeni waphendula waphendula wadelela ilapho kwaqala khona lempi not kuth ibig Zulu uyena owasukela umthandeni buzani uma ningazi sbonge

    • @lindamkhululi4961
      @lindamkhululi4961 3 года назад

      @@boxermtshali9864 big zulu wendoda uyafika la farm kusukela kudala syamanzi ungacabangi ukut izinto azikhuluma mayenathi la sonke siyazithanda yeah phela kusuke kudlalwa wena uyibamba la kuma social network iNkabi ubiyibuza insizwa ezihlala e orange farm

    • @zandilefakazi3309
      @zandilefakazi3309 2 года назад

      @@learnmoresboniso5454 Wamuhle mbuzo wakho Sboniso

  • @zondigagashe5268
    @zondigagashe5268 3 года назад +4

    UBIG ZULU UQHATHA ABANTU ANGASEBENZISI IGAMA LOMUNYE UMUNTU ENGEKHO NGOBA LKHO KFANA NKUMHLEBA

  • @thembanene3476
    @thembanene3476 3 года назад +1

    Azisabani zinsizwa ziyahloniphana khuzeka Manqele

  • @lindohndlela9950
    @lindohndlela9950 3 года назад

    nono akukuhle loku

  • @afrikaubuntu3383
    @afrikaubuntu3383 3 года назад +1

    Asibambaneni

  • @vusi3685
    @vusi3685 3 года назад +1

    Awu skhova seyini umona!!!

  • @thabaninyawo6137
    @thabaninyawo6137 3 года назад

    Bandla amaphalishi ngegama likaMthandeni

  • @thulimasango528
    @thulimasango528 3 года назад

    AKUKIHLR.NHRMPELA.UKUDRLELANA
    EZINDLENI.ZOKUXHUMANA.NISIHLEKANISA
    NEZWR.KAKHULU.NJENGALEZIDUBEDUBE.XSSEPHOENIX.KSHLENI.BO.THELELANANI.AMANZI.BO!SENIFINA.KUTHIWE.NAZOKE
    IZIPHUKUPHIKU.ZSMAZULU
    SEZILWA.ZODWA 🤗🤗🤗🤗🤗

  • @mthokozisimdunge3724
    @mthokozisimdunge3724 3 года назад +1

    Sis Dudu...

  • @thabaninyawo6137
    @thabaninyawo6137 3 года назад

    Lomahliphihliphi ongupapa peny uyifunani nje ngempela ingane

  • @sabelobillycele5698
    @sabelobillycele5698 3 года назад +3

    Sisi dudu🤣🤣

  • @vuyaniqhubinja8982
    @vuyaniqhubinja8982 2 года назад

    Ai bafethu umthandeni useyingane serious

  • @zolajali4060
    @zolajali4060 3 года назад +1

    Ngabe imnandi lento manje uyalanda engabe udedela ama voice abo siwezwe

  • @khulekanikhumalo8646
    @khulekanikhumalo8646 3 года назад

    Baqonde nje ukuthengisa umculo wabo akukho lutho lana

  • @freedomfreedom2464
    @freedomfreedom2464 3 года назад

    Kathi uSis Dudu Manqele uxabana naye wonk umunt ocula kahle kunaye

    • @zandilefakazi3309
      @zandilefakazi3309 2 года назад

      Besedabukisa ety abantu abamfun kunguye olwanabo

  • @malibongwemjwara7774
    @malibongwemjwara7774 3 года назад +2

    Iskhova szophinde sthole impama

  • @nkosinathizulu6485
    @nkosinathizulu6485 2 года назад

    Kunzima bafethu lamlanu

  • @nkosinathihadebe8756
    @nkosinathihadebe8756 3 года назад

    Ningalwi madoda ayihlalephansi bambumthetho ningalwi madoda

    • @lettieradebemamr7150
      @lettieradebemamr7150 Год назад

      Ubig zulu kahle kahle inkulumo yakhe imbi iyaqhatha weqhatha izingane akalamuli kodwa mdala

  • @zamokwakhemjabuliseni341
    @zamokwakhemjabuliseni341 3 года назад

    Udoti nje lento

  • @mthokozisiinnocent437
    @mthokozisiinnocent437 3 года назад

    Lol

  • @learnmoresboniso5454
    @learnmoresboniso5454 3 года назад +1

    Kodwa usisiDudu bandla