Kwenzakalani ngo BOBO umfana wepiki😰😰

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 13 окт 2024

Комментарии • 266

  • @UmadidaDuma
    @UmadidaDuma 15 часов назад +16

    Ey bafethu ibuhlungu lento ngifisa ilulame lendoda ngikhonze kakhulu🙏🙏

  • @Mageba_88
    @Mageba_88 11 часов назад +12

    Eish kodwa naye uBobo nkosiyam.... Bekangenza okungcono than ukuzithathela umthetho ezandlen zakhe 😢😢😢

    • @tnashehungwe149
      @tnashehungwe149 10 часов назад +2

      Ukuthatha ingane yi kidnap

    • @Mageba_88
      @Mageba_88 9 часов назад

      @@tnashehungwe149 siyamthanda impela uBobo kodwa Lana wegejile straight.. ayilulame indoda isebenzele izingane zayo

  • @sbuyiselonkosi4194
    @sbuyiselonkosi4194 14 часов назад +10

    Siyabonga Manqele kodwa izinyembezi zakhe uBobo angeke ziwele phansi🤞.
    Akalulame okaNjomane.

  • @izikolomlandokazulu2879
    @izikolomlandokazulu2879 5 часов назад +5

    Ibucayi lendaba kodwake abalandeli abayeke ukusebenzi ubulandeli nala kungafanele khona, ubobo uxabene nokhuzani hhay nani so okungokwenu ukumphephise nje kokumehlele anisizo insizwa ngoba insizwa yangempela noma ngabe kthiwa khona la besphambene khona kodwa enye insizwa ayiyfiseli enye insizwa ukuthi ife sengathi engalulama uMhlongo kube kubi impela ukuthi athathe umtwana kodwa sifunda ngamaphutha👏

    • @mthokowelza1839
      @mthokowelza1839 2 часа назад

      Wasibiza ngezimpukane. Wasedelela wasedelela, sekmele simuzwele?

    • @izikolomlandokazulu2879
      @izikolomlandokazulu2879 2 часа назад

      @@mthokowelza1839 ayilwe ngamadaka mfwethu yabona nje nami angiythandanga ngempela into ayisho ngoKhuzan nabalandeli bakho kodwa masekunje yehlisani imimoya majongo.

  • @JohnGostaphButhelezi
    @JohnGostaphButhelezi 13 часов назад +3

    Siyabonga mfwe2 ngokusethulela udaba oluqondile ngoBobo ngoba abantu bahlezi benokwabo nje , ei kwakubi mani kodwa asethembe insizwa izosinda iqhubeke nempilo khona noma kunzima kodwa uThixo akehluleki, nathi singabantu engathi singabuyelwa Ubuntu nonembeza wokuzwelana nje nomunye umuntu ima ehlelwe ngokubi. Dankie Qhawe lakithi

  • @uphangisa8907
    @uphangisa8907 10 часов назад +9

    Inkinga thina imikhovu asikwazi kwakuthandaza. Uyabona uBobo yislima impela ingane beyoyenzani benzekahle bamshaya impela futhi bamshaye kancane

  • @sbongisenimdletshe2302
    @sbongisenimdletshe2302 14 часов назад +5

    Siyabonga Manqele mfethu ngokusibikela izindaba eziliqiniso. Kwaze kwabuhlungu sengathi engalulama uBobo. Lesthombe ngisibonile kuFacebook ngazitshena ukuthi abantu bayazidlalela nje njengenjwayelo.

  • @lwandiswantini7889
    @lwandiswantini7889 9 часов назад +10

    Syabonga mfwethu ngodaba oluphelele ngath angalulama Umfoka Mhlongo

  • @inunuemnyama407
    @inunuemnyama407 4 часа назад +3

    Manqele Hlala Odabeni Mani Shidiiiii

  • @phumelelenkabinde-jw9nw
    @phumelelenkabinde-jw9nw 4 часа назад +1

    😢 kubuhlungu kakhulu ngane zakwethu mina nje ngiyikhonzile lensizwa ngimfisela alulame siyona sibona siyona singaboni ngakhobomunye umuntu ungamjaji kusa kusa namhla yimi kusasa nguwe .

  • @kheswa19
    @kheswa19 11 часов назад +3

    Siyabonga mfokaManqele nge update, sengathi engelulama umfokaMhlongo.

  • @ProducerZulu-cl4if
    @ProducerZulu-cl4if 12 часов назад +3

    Inzima indaba kabobo ifu elimnyama liyamlandela sengath angalulama ngokshesha unjomane😢

  • @falakhemthethwa2793
    @falakhemthethwa2793 10 часов назад +3

    Akaphephise uMhlongo, kubewrong kuthi athathe ingane kodw ngoba ayingeni ezikolotweni.

  • @ThandazileMhlongo-x2t
    @ThandazileMhlongo-x2t 5 часов назад +1

    😭😭💔💔 Jehovah sethembe wena nangalo mzuzu

  • @mateabagsmusic9290
    @mateabagsmusic9290 3 часа назад +1

    Siyabonga mfowethu ngencazelo eqondile

  • @bongumusathirston
    @bongumusathirston 10 часов назад +13

    No, uBobo uphambanelwa yikhanda. Yena uyithatha kanjani ingane? Ngoba bekumele aye eMaphoyiseni ayofuna khona usizo. Noma afonele X-repo. UBobo lento usuke wayithatha ngokuhluthuka kwenhliziyo, kanti ubephuzile futhi... kodwa-ke sengathi angalulama uBobo. Yim umlandeli weNdlamlenze Qeee!

  • @kingbhungane
    @kingbhungane 7 часов назад +1

    Sibonga ukubabisana komphakathi ukuvikela esinye isakhamuzi.... as for uBobo angalungisa kwi decision making.... angasebenzisi imizwa ukuthatha iziqumo.

  • @igezalakongozatv3900
    @igezalakongozatv3900 8 часов назад +1

    Siyabonga Manqele ngokusilethela iqiniso ngoBobo sengizohlala kule channel mina

  • @sfisomhlongo4652
    @sfisomhlongo4652 14 часов назад +4

    Bekufanele ashawe noma ngabe bayamkweleta ingane ayingen

  • @bennymgudie7762
    @bennymgudie7762 14 часов назад +4

    Hlala ndabeni manqele

  • @SfisoSithole-uh8rq
    @SfisoSithole-uh8rq 10 часов назад +1

    Eish Ngalima Ngomfwethu😢😢Naye ubethi uyabathusa nje ngoba uziphilisa ngakho phela lokhu😢Owakithi loMuntu

    • @GoodnessSabela
      @GoodnessSabela 8 часов назад

      Mnewethu singadlali Abantu Uma umuntu ekukweleta uthatha impahla yakho ayithole mesekhokhile le yengane cha amanga

    • @zulomnyamakamalandela
      @zulomnyamakamalandela 3 часа назад

      Uxhaphazekile nje kahle kahle baze bayamkhuthuza

  • @SolomziMjulwaa
    @SolomziMjulwaa 8 часов назад +2

    ukube ebecabange kahle uBobo bekumele akhiphe lomfazi nengane yakhe estendeni axoshe bona

  • @Siyaba2015
    @Siyaba2015 11 часов назад +3

    Ey yaze yangphatha kabi lento....ngaze ngiye kulendawo ngivulele ngeR5 lemsunu yasemkhukhwini iyadelela ngithi inendlala

  • @SceloMpanza-bd6mj
    @SceloMpanza-bd6mj Час назад +1

    Iyambathiswa nje lendaba mele sizwe side lalomama. Khona muntu ongaziwa emqashweni wakhe ngyasola lona ubanjiwe nje etshotsha ingane

  • @NoxoloPriscillaZwane
    @NoxoloPriscillaZwane 10 часов назад +4

    Ukube akasukelanga nje ukhuzani ngabe uryt, wazi ukuthi kusebenza lenqondo yakhe ebolile kuyona yonke into

    • @thabisonhlebela4955
      @thabisonhlebela4955 9 часов назад +1

      Bengiyilindele lecomment😂😂😂😂😂

    • @sbusisolawrence3553
      @sbusisolawrence3553 8 часов назад +1

      Udakiwe wena niyathanda uku faka ukhuzani kuyoyonke into le

    • @NoxoloPriscillaZwane
      @NoxoloPriscillaZwane 8 часов назад

      @@sbusisolawrence3553 vele uze ngalengqondo yakhe yokunya, wanyela abantu aba wrong, akuwona wonke umuntu onenhliziyo ende njengeyendlamlenze. Makubuhlungu kuwe ncese

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 3 часа назад

      Hawu kahlenibo ungenaphi ukhuzani kuloludaba 😂😂

  • @phiwokuhleantony5172
    @phiwokuhleantony5172 7 часов назад +1

    Lulama bhebhe,amaphutha enzeka kumuntu mfowethu,sibonge @Sheppard

  • @MawandeNhlakanipho
    @MawandeNhlakanipho 14 часов назад +1

    Sengathi engalulama eyi ngokushesha❤️🔥🔥

  • @thabisonhlebela4955
    @thabisonhlebela4955 9 часов назад +2

    Ungabamba ingane ngenxa yemali ayikho impahla endlin bezihlanyisa nam bengambulalisa nje ngeyam ingane

  • @thokozanindlovu5079
    @thokozanindlovu5079 10 часов назад +1

    Aw kuzo zonke izinto ebengaythatha usengathatha ingane akacabanganga kahle akasathathi noma I fridge or iKhabethe or okunye nje

  • @masixolestefan6864
    @masixolestefan6864 15 часов назад +2

    Ubebheda nje straight ubobo, ikhanda lakhe alisile ibingenaphi ingane!!!
    Basizile bamshaye uyadelela kakhulu, usanganiswa yilesisbham sakhe.

  • @djscwephemsuthu5306
    @djscwephemsuthu5306 14 часов назад +2

    Ubedakiwe ubenga kidnapper ingane ai ubevele efuna induku,bekumele athathe impahla

  • @Skhumbuzo-y8b
    @Skhumbuzo-y8b 13 часов назад +1

    😮😮 Uzosizakala afe lomcul ekuthiwa uMhlaka1 😢

  • @jobemondise2581
    @jobemondise2581 9 часов назад +1

    Lento ayikho ngokhuzani. ingobobo engathi kungagxilwa kuloko nje,makalulame yabona lona omkolodayo uyena okufuneka azochaza yebo yiphutha ukthi athathe ingane nokuya ngotshwala cha.ngoba ewusomatekisi unamandla okumfuna lona akamkolodayo uhlulwe yini ukuyomfuna aze amthole

  • @khayelihlembatha9840
    @khayelihlembatha9840 12 часов назад +4

    Eyi kodwa manje uyathemeleza intombi ingaze ihambe hawuuuuu😢

    • @msizikhuzwayo6442
      @msizikhuzwayo6442 8 часов назад

      Nam ngibuka lokho ngabe uhlale odabeni lomfo into ka 2 minutes uyikhulum 12 minutes

    • @zakhelezaikx667
      @zakhelezaikx667 2 минуты назад

      Fast forward

  • @MzamoMthembu-ne4dj
    @MzamoMthembu-ne4dj 10 часов назад +2

    Syabonga mphakathi

  • @Mandlakhemhlongo
    @Mandlakhemhlongo 9 часов назад +3

    Bafethu umuntu ohlekisa ngalento ongazi kusemhlabeni lana

    • @GoodnessSabela
      @GoodnessSabela 8 часов назад +2

      Kahle I ukudlala ngomhlaba nine nigajwe amambawu beyingekjo yimi impahla kulowomuzi Kuba sengathatha Ingane Kahle I nje

  • @NhlakaniphoGumede-ht3io
    @NhlakaniphoGumede-ht3io 10 часов назад +3

    Ayi umama uyisgebengu.nendoda yakhe.ubobo akabanga wrong inhliziyo

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 4 часа назад

      Wena mangingathatha eyakho ingane uzothini ungabolikhuluma iphutha

  • @PhilileNdlovu-zs3mf
    @PhilileNdlovu-zs3mf 5 часов назад

    😢😢😢mina ngithi lomuntu wemali ka Bobo akaboshwe ngoba uye umsusi walento ncese Bobo mfana we Piki mft kubuhlungu

  • @JabulaniBhengu-p1p
    @JabulaniBhengu-p1p 8 часов назад +4

    Kodwa mina ngeke ngivume ukushawa umphakathi uzucishe ungibulale ngiphethe isibhamu ngisho ngathiwa ngiwrong kanjani

    • @PatrickMpanza
      @PatrickMpanza 6 часов назад

      Ngoba vele umphakathi awushayani usuke ukubulala straight Ay nam ngek ngivume ngisphethe kungafiwa nje straight ngisho ngabe ngiwrong kodwa mase uqalile umphakathi ungshaya koba sengiryt lapho ngek nje ngishawe ngiphethe isbhamu ngingathi ngishawa ngabe khona osequmbile

    • @NomvuseleloNkomo
      @NomvuseleloNkomo 5 часов назад +1

      Act swiftly and accurately ukuphatha isibhamu nje, not properly trained for the sake yokwesatshwa ufanaso and la ubedakelwa umawengane ushaywe kancane

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 3 часа назад +1

      Yeka kukhuluma amanga nje mangabe uwazi umthetho wesibhamu awungeke wendze lutho

    • @NomvuseleloNkomo
      @NomvuseleloNkomo 3 часа назад

      @mduduziMavundla7242 Uqinisile lapho sengisholo lababathi kwakumele adubule kube kuwuye osephutheni as well, isibhamu siphathwa umuntu mental stable anyway

    • @PatrickMpanza
      @PatrickMpanza 3 часа назад

      @@NomvuseleloNkomo isbhamu esokuzivikela akumele uzufe usiphethe asisebenze ngaphandle if awaz wawusthengelani

  • @MakhosonkeNdebele-jf4in
    @MakhosonkeNdebele-jf4in 11 часов назад +1

    Bekurong kuth athathe ingane akusiyona isolution ukuhamba nengan mayekolodwa ubaba wayo 😢😢😢

  • @nxumalonhlonipho7454
    @nxumalonhlonipho7454 14 часов назад +1

    To be honest uBobo uyena obhedile ngisho ingane ingeyakho awuyithathi so mangabe kuthwa uyakweletwa ngeke beyizwe kahle lonto ubhedile uBobo uhlulwe yik'cabanga😢😢Sengath ungalulama iNjomane

  • @handsomemakhonza399
    @handsomemakhonza399 7 часов назад

    Mmmm yaze yabuhlungu into siyabonga manqele sonke sohlala emthandazweni

  • @CphesihleMotha
    @CphesihleMotha 12 часов назад +1

    Eyi kodwa uBobo naye wavele wakhetha kuthumba ingane?
    Ja utshwala obenze ukuth angacabangi kahle.
    Noma ngabe ngiyakukweleta ingane ayihlangani nalokho.
    Nakho lokubuka ama movies kuyahlupha.akaphephise bakithi

  • @MthobisiMthonti-h7e
    @MthobisiMthonti-h7e 11 часов назад +2

    Manje webafo ubehamba yedwayin ubobo kulesgameko

  • @buyesbuyiselwe7653
    @buyesbuyiselwe7653 13 часов назад +1

    Syabonga Duyaza Mkhulu.

  • @thabisonzombane311
    @thabisonzombane311 10 часов назад

    Shepard nkabym budlala kyiph team ibhola mpemben coz ngath angilqali lelogama bengmaz lowo mdlali ngsakhul. Either kuy sweepers or yizo yizo angsazi kahle hle

  • @newsaddictstv2616
    @newsaddictstv2616 12 часов назад +2

    Yabona bafo ngibuhlungu angazi ngithini

  • @BhekumuziZondi-x1b
    @BhekumuziZondi-x1b 10 часов назад +2

    Sesizwile mfoka Manqele kubuhlungu ngomfoka Mhlongo bafethu kwi comment section asikugŵeme ukukhuluma kabi ningafaki igama lika Khuzani kulento please 😢

  • @Nomathiya
    @Nomathiya 12 часов назад +1

    Uyithathelan ingane lekh kufan nokuyi.kidnepper

  • @nzuzation
    @nzuzation 14 часов назад +3

    Akabuye track 9 umlindile

  • @IThandamanzi
    @IThandamanzi 10 часов назад +1

    Ngbuhlungu angazi ngngathini ngyikhonze ukufa lenkunzi

  • @NombusoMbatha-v3h
    @NombusoMbatha-v3h 2 часа назад

    Iqiniso ukth uyayfela into yakho, ubaba wengane ubecashelani ngoba noma ukweleta kuya khulunyiswana

  • @simphiwecele3873
    @simphiwecele3873 9 часов назад +1

    Kwabuhlungu lokho esikuzwayo sengathi engalulama umfoka Mhlongo

  • @IgcokamaGcinaGininda
    @IgcokamaGcinaGininda 38 минут назад

    Ay siyabonga Manqele mf2 safa manga

  • @lindokuhlesiyabonga1008
    @lindokuhlesiyabonga1008 4 часа назад

    Bobo naye bekenza I kidnapping
    Kuyicala kwalokho😢😢 ngaze ngabuhlung NGO njomane

  • @SiceloRequest
    @SiceloRequest 5 часов назад

    Siyabonga Manqele ngokusazisa

  • @thabisadintsi7413
    @thabisadintsi7413 9 часов назад +1

    Unuhlungu ngaye coz uyakuncrda ukuzama ukuwisa igama lokaKhuzani uze uhleke wonwabe kulepodzast yakhe,makunyiwe once

  • @HlokozaShenge
    @HlokozaShenge 4 часа назад

    Eyi ubobo lesbgam uhlobisa ngaso ubenganqumi Ngan lezinja

  • @NhloniphoMdunge
    @NhloniphoMdunge 14 часов назад +1

    Dank mfok manqele ngokulethela iqiniso engathi lingalulama iqhawe

  • @siphidube9811
    @siphidube9811 4 часа назад

    Waze wamuhle lobhuti upresenter🤦🤦
    Get well soon Bobo🙏🙏🙏

  • @ndumisosokhela4290
    @ndumisosokhela4290 5 часов назад

    @perfect tv ngubani lo okunikeze le information ngoba akulona iqiniso indaba yokuthi ubesethathe ingane ngoba kunobaba omkolodayo

  • @gwinyinjasotobe6395
    @gwinyinjasotobe6395 2 часа назад

    bafwethu inzima lendaba nam ngike ngazithola ngibhekene nale nkinga lapha eGermiston, ngaze ngasizwa yinkantolo yize noma kuthatha isikhathi kodwa kodwa kugcina kulungile

  • @slwayiphimchunu4403
    @slwayiphimchunu4403 12 часов назад +1

    Kwakubi lokho akalulame uMhlongo igcindezi abhekene nayo iyaziwa bafwethu ukuthi isukaphi kubuhlungu okwenzekile akaberyt abakubo babenaye nezingane zakhe ziyamdinga.

  • @sanelegule-zj4un
    @sanelegule-zj4un 7 часов назад +1

    Syabonga nge side lestory bafo

  • @SizweMthembu-s1m
    @SizweMthembu-s1m 8 часов назад +1

    Yoo kwaze kwabuhlungu ngoBobo ength engashesh elulame nkosiyam

  • @welcomenkosinathidube7805
    @welcomenkosinathidube7805 9 часов назад +1

    Eish zazimbi lezondaba makalulame umfoka Mhlongo

  • @ManqobaMadondo-k9g
    @ManqobaMadondo-k9g 7 часов назад

    ukube wagxila ezitendeni waphuma kithi naku Khuzani lokhu isifundo cha imikhovu ayikwazi ukumdabukela wena wakhokhelwa ukusithuka you gave him a platform yakho engenayo imigomo abaculi bafike bakhulume into abayithandayo

  • @lunganimkhwanazi1329
    @lunganimkhwanazi1329 3 часа назад

    ngyafisa abuye but ngyesaba uzobuya athi inxa kaKhuzani

  • @SboneloGwija
    @SboneloGwija 7 часов назад

    Syabonga Manqele akalulame uNjomane

  • @LONDELIHLEMEDIA
    @LONDELIHLEMEDIA 8 часов назад

    Mmmm kuyezwakala mkhaya noma kubuhlungu into engehlela noma imuphi umfana ozamayo

  • @khayelihlemvelase4118
    @khayelihlemvelase4118 9 часов назад

    Engathi engalulama kodwa eyeke ukudlalela ebantwini abawrong Kanti bahamba indlela zobumnyama nosqiniseko kukhona okuzobethusa mabeqhuba ngalomqondo ofile

  • @sanelemncube8230
    @sanelemncube8230 2 часа назад

    Ngisola utshwala nje ubeseyisa kuphi ingane hhayi bayasphoxa koda abanye abaculi bethu

  • @njencenebiyelauyacullov2265
    @njencenebiyelauyacullov2265 13 часов назад +2

    😂😂beganga ethatha ngan

  • @PaschalisZungu
    @PaschalisZungu 2 часа назад

    Mfoka Mhlongo lulama mfwethu ngicela abantu bayeke ukuqhatha izwe kulokhu kufakwa uKhuzani kulendaba sorry Njomane lulama ndoda

  • @ThembiGenate
    @ThembiGenate 15 часов назад +5

    😢😢😢

  • @lunganimkhwanazi1329
    @lunganimkhwanazi1329 3 часа назад

    so if behamba yedwa sonke lestory ubhuti lona usazi kanjni

  • @AdvanceNduna
    @AdvanceNduna 3 часа назад

    Ibuhlungu lendaba mfoka Manqele

  • @mushgraveilibelmashayodond8861
    @mushgraveilibelmashayodond8861 7 часов назад

    Awsekho emakhaya TV brazo

  • @tmgazi4778
    @tmgazi4778 6 часов назад

    Kwaze kwabuhlungu Bakithi sengathi engalulama ngoku shesha

  • @GcinaMazibuko-ue9io
    @GcinaMazibuko-ue9io 3 часа назад

    Ululame Bobo🙏🏾🙏🏾

  • @SibongakonkeSurprise
    @SibongakonkeSurprise 10 часов назад +1

    Ngathi kusazosimbakala kakhulu yalulama insizwa

  • @mduduzisiphesihle9915
    @mduduzisiphesihle9915 Час назад

    Uyakwazi information ewrong nidicilela phansi isithunzi engan wena ugijima uze ube mfushane uma uhefuza amanga nabangani bakho!! Ngokhuzani

  • @NomvuseleloNkomo
    @NomvuseleloNkomo 5 часов назад

    Bamshaye kancane, akashayi ngani ubaba wengane

  • @BusaniMadlala-g1u
    @BusaniMadlala-g1u 14 часов назад +1

    Istende sani lesoooo??

  • @SeneleVilakazi
    @SeneleVilakazi 10 часов назад +1

    Usithatha uyasibeka ntatheli yethu esazakhela yona empembeni😂

  • @Siyabonga_lyza
    @Siyabonga_lyza 12 часов назад +1

    Muhle umsebenzi wakho

  • @NhlakaniphoGumede-ht3io
    @NhlakaniphoGumede-ht3io 2 часа назад

    Akakhokhe imali.bebevele beku planile lokhu nomfazi wakhe.

  • @DominicSibanda-ye8ez
    @DominicSibanda-ye8ez 8 часов назад

    Kwaze kwabuhlungu ku bobo ngathi angalulama
    Besengithi kulabo abajabulayo bafowethu ngicela siyenke inzondo ngoba umdlalo wabo womculo awuhlangene nalento bafowethu ubobo makalulame

  • @siyabongampanza6612
    @siyabongampanza6612 9 часов назад +2

    Waxabana nesqwaga

  • @sbuyiselonkosi4194
    @sbuyiselonkosi4194 14 часов назад +1

    Kodwa nalomama akasaqhazi ngani emphakathini ukuthi kwenzakaleni. Mina ngisola yena lomama.

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 3 часа назад

      Umsola ngaliphi ubobo bekumele athathe noma yi TV or something not ingane

  • @NkululekoJunior-iy5uu
    @NkululekoJunior-iy5uu 3 часа назад

    😂 ay bayasiqondisa isimo e Kagiso😂

  • @VumaniMtono
    @VumaniMtono 11 часов назад +1

    Kani lomuntu ongakhokhi yena naye lomama unonya

  • @BhekiJwara-b4s
    @BhekiJwara-b4s 4 часа назад

    Thathani isfundoke ukuthi akumele wenze izinto ngotshwala

  • @thembelamfukuli4754
    @thembelamfukuli4754 5 часов назад

    Uzozwake bazothi ngu Khuzani nempukane zakhe
    Akalulame umfana

  • @ThobaniXulu-g2f
    @ThobaniXulu-g2f 12 часов назад +2

    Wasukela umuntu ongenze lutho wabukisa ngaye impendulo nezinyembezi zabantu abasukelile uyazi yena uvuna akutshalile

    • @SIBUSISOXULU-vk9po
      @SIBUSISOXULU-vk9po 11 часов назад

      Sonkophe kwaXulu asikhulumi kanje uma umuntu esehlelwe yinkinga noma ngabe anizwani kangakanani

    • @mlungisisomuhlegcwensa8367
      @mlungisisomuhlegcwensa8367 11 часов назад

      Nami nginjena nje ngiyiBlue Nation lokuqina nje, naye futhi uBobo ungumuntu esixhumeneyo kakhulu naye ngoba siyakhuluma ngisho nala kuWhatsApp siyaxoxa kodwa akukhulunywa kanje ngomuntu esesimweni esinje sengisho noma ngabe anizwani kangakanani.

    • @SakhiseniMbatha-j3l
      @SakhiseniMbatha-j3l 11 часов назад

      XULU AKE UKHULE NGOMQONDO.

    • @noblemansiziba8670
      @noblemansiziba8670 10 часов назад

      welelee niyathanda ukuzfaka nala ningangeni khona mkhovundin

  • @NkosinathiMncwango-oe4kn
    @NkosinathiMncwango-oe4kn 10 часов назад +1

    Uyathemeleza ukhulumela phansi

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 3 часа назад

    Njomane ubenephutha wena bekumele uyisebendze ngomthetho lendaba

  • @ssgxaba9781
    @ssgxaba9781 2 часа назад

    waibeka Sheppard

  • @IgonaelihleIgona
    @IgonaelihleIgona 3 часа назад

    Kodwa naye lomama uwrong kungani ayeke abantu bemshaye kube emazi ngoba ubeseyitholile ingane

  • @NkosivileWili
    @NkosivileWili 4 часа назад

    😢😢uphile mhlongo