Shembe: Rev Shozi [eTafelkop-09March2019] Part 1

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 8 мар 2019
  • "Asikho esinye isisekelo Kuwena Africa, uJehova ukuphela Uyisibani sakho" His Holiness Isaiah Shembe

Комментарии • 12

  • @Khaya911
    @Khaya911 5 лет назад +3

    Inkosi inibusise ngezintshumayelo! Ave sisizakala thina esisemazweni angaphandle. Ngibuka ngi le ko Middle East UAE. Ammeeeen

  • @bonganimolemane183
    @bonganimolemane183 5 лет назад +1

    Thina Sino Nkulinkulu wethu, uShembe kuPhela Amen........!!!!!!

  • @bonginkosinkosi3747
    @bonginkosinkosi3747 5 лет назад +2

    Siyabonga Mfundisi we Nkosi, ukhipha indlubu okhasini, onendlebe uzwile🙏🙌💪

  • @musandaleka2305
    @musandaleka2305 5 лет назад +1

    Yazi kwavele kwahlala obala okukaJesu nemigubho yakhe ukuthi kanti akusilo iqiniso leli elinziwa lana emhlabeni.kodwa ngabona ngokuthi lingabi lodwa usuku lokuzalwa kukaJesu

  • @nduduzothalenta7058
    @nduduzothalenta7058 5 лет назад +1

    Ngyabonga, kade ngangisho ukuthi amanga ukuthi u 25 December kuzalwa u chrestu

  • @melusimchunu6375
    @melusimchunu6375 5 лет назад

    Inkinga nje banezinhliziyo ezimbi labo baba ey indlela angikhafa ngayo oyedwa wabo ehomizi ngasekhaya m ay sheim wangikhomba emuva ekhaya kuphambili wathi Ngoba angiqgokile ingubo yesonto ngifake kanjani ngingakholwa

    • @lungisanimaphumulo4220
      @lungisanimaphumulo4220 5 лет назад

      Macingwane la kuphawulwa ngenkonzo, loku okuphawulayo wena akuhlangani nalenkonzo. Olunye udaba lolo oluvezayo, endaweni okungesiyo. Hhay kabi Nyandayemkhonto🙏🙏

  • @melusimchunu6375
    @melusimchunu6375 5 лет назад

    Angifakile ingubo yesonto ayabathanda kakhulu koda kumele bayalwe ukuthi la behamba khona bakhona abantu abangakholwa

  • @lungiselanimkhize8404
    @lungiselanimkhize8404 5 лет назад +4

    SIYABONGA KHAKHULU NGOKUTHOLA INKONZO NOMA KADE NGINGEKHO NAM SENGIZIBONA NGINGOKADE EKHONA EMZINI KABABA E TAFELKOP.....NGIDLULISE NALOKU SIHLE KAKHULU ISITHOMBE SALE VIDEO UMSEBENZI MUHLE UYANCOMEKA

    • @nomsangubane836
      @nomsangubane836 5 лет назад

      Uphiwe loMfu.uyangicagcatha Shembe uze ungikhumbule mina soni

  • @rad0246
    @rad0246 5 лет назад +1

    Uyangphilisa Mfundisi kaThixo. Ume nje ngeqiniso elifunwa uBaba. Sikhulu isvuno salokho.