Camagu baba akhe ndizame ngizobuya ngisho kuhambe njani ngoba I've come to a time in life, where I'm just stuck,I dreamed being congratulated for a post that I applied for and yet the interviews started, but I'm still waiting, I don't feel like giving up,but I'm really need to get one, not just for money but for the ceremonies that I need to do
Thokoza 👏mkhulu syavuma wena ulethelwe thina syabonga nezimfamona zifuna ukukhuphuka ngawe
Thokoza 👏kwande ungashintshi siyazidinga iziluleko zakho siyagula emoyeni thokoza 👏 owakho lomsebenzi qhubeka
Siyabonga khabazela ngicela ukubuza ngikhulele khobo baba ngase ngaba nomuzi wami kwavela umkhulu ngephupho ecela ukungena ngakwenza isibongo sakhobo mama ngiyasazi inkinga izithakazelo nemvelaphi yabo angiyazi uma ngphahla ngisebenzisa isibongo negama likamkhulu ukuthi angikhulumele nabo ngingakuphahlela yini ukuthi bangitshele ukuthi bangobani bona
Mr Mkhize ngingumlanjwana. Sengenze imisebenzi eminingi ngaphahla emsamo ehlukene nasemfuleni nasezidulini kodwa lutho ukuphupha abadala. Angisazi manje.
Bengicela ukubuza babah nginesiphiwo sengikhe ngaboniswa nangephupho ukuthi kumele ngiyephi so okunye kwakho ngiyakukhohlwa futh angaz ngizothi mangiqala ngiphahla ngizokwenza kanjan bengicela ungisiza babah impilo yam imile🙏
I started izolo ukuphahla but what surprised me was when I woke up the candles were still burning. They didn't burn out. Aibo I was shocked yazi
Did you put them out
Haibo phela kushukuthi they good quality, awasheshi ukuphela
OR uwalatithe late, remember some brands light more than 12 hrs
@Township Material 🤣🤣🤣🤣🤣
Baba Khabazela ngiyabonga ngendlela umuntu esekhathazeke ngayo akulungi lutho.
Dr.ngiyithandile incazelo yakho umbuzo uthi imibala yamakhandlela enjani
Ndophelelwa ngumsebenzi transnet andazi kwenzekani ndicela ukuqonda kwenzekani
Thanks Mr Mkhize .Imbala yamakhandlela la amabili anjani?
Siyabonga Khabazela Kalivovo Sib'eside esimbhejelezana ngokusikhanyisela ngokuxhumana nabadala mayelana namaphupho
Siyabonga Baba dala sidukiswa ezweni
Manje mina ngisacela ukubuza . Njengoba ekhaya komalume bengasifuni no mfethu futhi sashonelwa abazali sibancane. Mnje mina ngihlala kabo baba ongazange ahlawula nokushada nomama . Ngiphahla kanjani ke. Umfethu yena unomuzi wakhe.
Mkhulu, ngyabingelela, amakhandlela anjani umbala?
siyabonga kakhulu baba inkosi ikubusise nabadala basigcinele wena Khabazela
Camagu baba akhe ndizame ngizobuya ngisho kuhambe njani ngoba I've come to a time in life, where I'm just stuck,I dreamed being congratulated for a post that I applied for and yet the interviews started, but I'm still waiting, I don't feel like giving up,but I'm really need to get one, not just for money but for the ceremonies that I need to do
Amen baba kweyamakhandle Aba umbala onjani
2 white
Ngiyabonga kakhulu ngezincazele zakho kuyezwaka futhi uyicacisile kamnandi,ngicela ukubuza ukuthi usebenzisa amakhandlela anjani
Thokoza Khabazela ngiyabonga ngifundile ngoku phahla
Uma uphahla emfuleni wenza njani uwashiya kanjalo emfuleni kuze kuse
Kusetshenziswa amakhandlela anjani hlophe kuphela noma a yellow and blue?
Siyabonga babuMkhize unkulunkulu asigcinele nina
Thokoza mkhulu, ngiyabonga kakhulu ngeseluleko ungiphe sona ngizwile futhi ngizokwenza njalo, ngiyabonga mkhulu
Anemibala enjani amakhandlela futhi ngiphahle Ngobani isikhathi
Ngakwenza baba after week ngabona omama abehlukene bephethe amasaka anolamthuthu abamhlophe babachithe qede bahlukane amaqembu aw2 mangithi phakathi kwabo ngbone idada elimnyama bhuqe 🥺🥺 litsakadula phakathi kwabo
Amen Baba ngisentwaseni ngilashwa ngobuthandazi ngiyakwaz ukuwasebenzisa amakhandlela namanzi. Abadala abasafiki nokuthwasa kwami kube isgubhubhu, okuningi angikuqondi nginovalo ngiyasaba ukuthi mangishiya bathi ngizofa neMali esichithiwe iningikakhu😔
Phahla uzozithola izimpendulo....izangoma zidlalile ngathi
Asithokoze baba umbethe inzilo uyaphahla na
Kunjani Bab Mkhize, ngicela ukubuza Uma uphahla uyakwazi yini ukukwenza nibabili njengezelamani okanye nibabili nomama wakho, niguqe mukanye alubike udaba lwakwe Uma eqeda nomunye abike olwakhe. Kungabe ukuphahla kunesikhathi yini okumele ukwenze ngaso okanye uphahla Noma ngabe isikhathisini osukwini. Ngiyabonga
Uyichazile impela Bab uMkhize siyabonga
baba Mkhize mine mangphahla ngbona skhumba sengwe mangislinganisa ngvele ngizibone ngisina ngphethe induku encane ,ngphinde nisbone sisemanzini mangisthatha sishone phansi
Kusebenziswa imibala enjani yama khandlela o
makhosi, siyabonga khehla....
Siyabonga Khabezela...Inkosi ikubusise🙏🙏🙏🙏
Ngyabonga khize unkulunkulu akugcine
Lol jo gabotse keng ntwe. Beker I'm gna watch it😅🙄
Siyabonga kakhulu INkosi ikubusise
Syabonga baba.
Thokozani mkhulu i'm lost
silayita ama candlela anjani umbala ???
Syabonga baba
Mhlampe ngabe ukuphahla ngamakhandlela kusemqoka kangakanani kunokuphahla ngempepho?imibala yamakhandlela imiqoka kangakanani uma ufuna ukuphahla,ngoba ngizwa bethi kuneli yellow, blue, white,red etc. ngabe anezincazelo yini ngemibala yawo?
Thokoza
@@zanelesithole9916 Thokoza
Thokozani mkhulu ngilayitha amakhandlela ma ngivuka ekuseni elisandleni sokudla lisavutha ngabe kucazani lokho
Ngicela ukubuza lapha Khabazela nganjani amakhandlela lawo owasebenzisayo ukunza ukuphahla?
Uma engachazanga umbala kusho ukuthi amhlophe
Thokoza 👏👏👏 usebenzisa ama color maphi wama kandlela
Ethel Maseko Nami I need the color of the candles
@@blessingntshangase9352 Whites
Whites but I used yellow as well ... yellow candle r very strong guys I got a job the following day
@@nananxumalo1990 were you doing ukuphahla?
@Siphosethu Pemba yes
Someone said she dream about me because she's gambling I tell her the number since from the kwavaleka
Ngicela ukubuza ukuthi if ngiya olwandle namakhandlela noswidi neAlcohol ngiyocela imphumelelo edlozini, ngabe kuyinto eryt leyo?? Ukuthi ngizwe omunye ethi ukhanyiselekile emumva kokuthi enze lokho
Sizokhona yini iskhathi esilungile sokuphahla?
Hhai namhlanje wamane nje wayikhulula impilo yami! Ngiyabonga kakhulu ngesipho sam sakhisimuzi! Ngobamba ngezandla zombili! Sengiyaqonda kahle ke manje obekuyinkinga. INkosi ikubusise baba, ikugcine nje kakhulu!
Mina ngashisa nempepho😢
ngakwenza kodwa angizitholi impendulo sengize ngayeka, mhlampe kangilalelwa umuntu
Bhekisisa ukuthi uhlambulukile yini, and check if u don't have an aborted child
Thokoza mkhulu
Thokoza..... Kungaphahlala noma nganbubani or emathwasa kuphela?
Noma ubani
Ubaba wangihlawula futhi wangenzela nembeleko . Walobona nomama kodwa bahlukana ,ubaba wabheka le nomama wabhekale. So yisiphi isibongo okumele ngisisebenzise?
Thanki mkhulu izandla zedlule izandla
Sawubona,ngihlezi ngiphupha imali amaphepha amacoin kodwa amanye amaphupho ngiyKhohlwa
KaMavovo
Thokoza
Mkhulu Khabazela. Njalo uma ngivukwe yidlozi ngikhuluma ulimi olungaziwa. Kungathi ngikhuluma phansi kwamanzi. Noma livuka kukhona izangoma kodwa azingizwa ukuthi ngithini. Thokoza Mkhulu.
I need your help how can I contact you baba it's serious and argent please help
ajani.amakhadlela.okhala
Thokoza 👏kwande ungashintshi siyazidinga iziluleko zakho siyagula emoyeni thokoza 👏 owakho lomsebenzi qhubeka umona phantsi