Thokoza gogo, siyabonga izincazelo zakho are always spot on❤ may God bless you and enlarge your territory , sithokoze emadlozini for your gift🙏 makukhanye kudede ubumnyama
Thokoza Gogo ke phuphe my son a thanthele e black big snake a hlele e stolwene and many people surrounded h he was in the middle can you please explain to me Thokoza
Thokoza gogo, siyabonga izincazelo zakho are always spot on❤ may God bless you and enlarge your territory , sithokoze emadlozini for your gift🙏 makukhanye kudede ubumnyama
Inkanyamba iyinyoka yini ?
Thokoza gogo.ngicela ukuchazeleka ngephupho eliphuphwe umngani ngami.uthe uphuphe kunengxabano ekhaya nezingane zakwethu.kodwa bekukhona no mama no malume asebadlula emhlabeni?Sfiso from PMB
Thokoza Gogo wayichaza kamnandi...short nice and sweet 👌akwande
Thokoza Gogo if ngiphupha inyoka enama dots amhlophe brownies ngiyibula bese it attacked my weapon yathatha isbamu Sami what does that mean ngiyabonga
Thokoza gogo ngphuphe ihamba ngaphakathi kimi inkulu iphume ngomlomo yang rounder yabeka ikhabda layo eshlathini sami kodwa angsakhumbuli umubala wayo beyngagqamanga
Sawubona Gogo , kusho ukuthini ukuphupha inhlwathi ibambe ingwe
Thokoza gogo ngiceli ukbuza Uma uphuphe inyoka emnyama ikuleqa ingathi ifuna ukuluma kodwa Inga kulume ifike izirole ngawe mayiqeta I hambe kushukthini lokhu
❤❤❤❤siyathokoza gogo sithokoza asiqedi👏🏼👏🏼👏🏼👏🏼👏🏼😊😊
Thokoza Gogo,kushoni kuphupha udla inyoka, ngiyihlinzile ngayipheka ngayidla, beyimnyama ngaphezulu igrey ngaphansi
Ukuphupha inyok imfez emnya. Igijima emanzini
Thokoza gogo, ngicela ukubuza ukuthi ukuthini Uma uphupha inyoka e Grey ihamba hamba phezu kwakho
Asibonge gogo
Thokoza gogo mina ngiphuphe inyoka ingishaya isandla
Thokoza gogo ukuphupha inyoka emnyama ingenzi lutho uyibona njeee sube kwenze njani
Ngicela ukubuza kuchazan ukuphupha indlondlo??
Thokoza gogo xa uphuha nyoka. Eluhlaza ikulume to phinde ikuthande
Hi gogo ukhuluma no scelo mpungose' ngisacela ukubuza uma uphupha inyosi kunchazani coz mina ngijwayele ukuziphupha
Thokoza Gogo ke phuphe my son a thanthele e black big snake a hlele e stolwene and many people surrounded h he was in the middle can you please explain to me Thokoza
Thokoza gogo ukuphupha iynyoka unkuuuulu eyinhlwathi utshelwa ngayo ukuthi usbanibani uthwelwe ngeke nyoka ithi isuka ibe izala ingwaba Yama chwane inhatshengisi udlame kodwa ekugcineni ngiyibona ithushuka la ebesengikhona shuthi ingilandelile Kanye namachwane Ayo esegcwele indawo lapho ke ibisifuna ukungishaya khona ngathuka ngaphaphama
Ngiyabingelela Gogo umahlase ngicela ukubuza ukuphupha inyoka ngiyibona emfuleni ngigudla phakathi kwezindonga kushoni? Ngyabonga
Cela ukubuza mina ngiphuphe inyoka e orange Nama bala amhlophe me mnyama
Uma uphupha ubaleka inyoka eluhlaza enesusu esimhlophe plz ?
Gogo ngiphuphe ukhulu wam engaka shoni engisa kwo munye ubaba oyisagoma kodwa ngathola izinyoka eziningi ngapapama lapho
Thokoza gogo ngicela ukubuza ukuthi uma uphuphe inhlwathi e yellow uyigonile
Sanibonan.... ngcel unhichazel ngephupho .....uma phupha inyoka e Orange ikuncinza
What If it’s a snake in a cage trying to attack you? Please help
Gogo bengcela ukubuza ukuphupha inyoka ehlaza encane enamachashaza abrown ikushaya ngomsila
Gogo awuve uchaza kamnandi🙏
Sawobona gogo ngivuke nephupho elingizakayo ...ngiphuphe udadwethu engikhombisa for sithombe somuntu wathi angimbheke lomuntu uvakashela amathuna abantu besifazane lomuntu wesilisa uma ngimbheka angimazi ngabe kuchazani gogo ngiyabonga
Thokoza gogo mina ngiphuphe inyoka ezimbili endlini zilwa zodwa orange colour kukhona necwane lenyoka ngabiza buti wami wazithatha wazifaka bhodleleni
Thokoza gogo bengisacela ukubuza kuchazani ukuphupha ngilwa nenyoka ephuma emfuleni ngilwe nayo kwekucala ngayincoba yaphinda yabuya kwesibili ngayincoba futhi yabe se iyanyamalala
Thokoza ngiphuphe inyoka emnyama,yellow and green phakathi komkhukhu uma zihlolile phuzule umfana wami ukhwela esitulweni uthi uyazi shaya zamluma zonthathu emlonyeni lisho kuthini leliphupho igazi beliphuma lapho zimlume khona
Thokoza gogo if uphupha izinyoka zihamba 2 black and green
Thokoza gogo ukuphupha nyoka Grey and and black nditsibela kusho kuthini.
Thokoza gogo kuchazani ukuphupha inyoka ebrone angazi ukth ngzothi hloboni kdwa yayincane njengalezi ezijwayelekile kwakungathi eemzimbeni wami nginama tsheketshe amnyama lenyoka ingihamba emzimbeni indla lamatsheketshe kdwa okwangidida ukth yathi miqeda ukuwadla kim ngase ngiyayigwinya mina
Kupha 2 wezinyoka zi grey nomlomo omnyama sendza ucansi
Ukuphupha umzila wenyoka gogo ichazani coz bangezile bethi bacosha idlozi elibi next day ngaphupha wona umzila wayo lapho edlule khona
Thokoza gogo ndibonge nge ncazelo emnandi necacile kwande kwabo gogo thokoza
Cela kubuta kushoni kuphupha inyoka lenkhulu kakhulu legray bayibulala
Thokoza gogo ukuphupha inyoka eyimpumputhe emfishane kuosho ukuthini. Isendlini kuhleli ingane encane eceleni kwayo kodwa ingayenzi lutho.
🙏🙏
If uyibona ke lenyoka imamba
Inyoka ehamba ecekeni
Ma uphutshelwe uthandelwe yinhlathu Kuba ngathi izama ukukuginya (swallow)abanye abantu beyilwisa kutshoni
Amen makhosi Uma uphuha I ex yakho iyasha izindisho zokudlela bese inginika zona
Thokoza gogo bengicela ukubuza nxa uphupha inyoka ezinkulu ezimnyama zilandelana zibhoda 1 ndawo zilandela ukuthi eyinye yazo iqonde endlini kodwa ingabe isangena isihlaselwa likati
Thokoza gogo
Kusho ukuthini ukuphupha inyoka enkulu emnyama ecwebezelayo kunentombi ekhothamile ijonge phantsi iqgoke ubuhlalu obuyimibala eminingi
Thokoza ngicela ukubuza uma uphupha inyoka e brown kushoni beyingana laka kodwa yona thokoza
Thokoza gogo ngisacela ukubuza Uma uphupha umuntu ekhipha inyoka phansi kombhede wakho ulele
Kuphupha inyoka asikahle khohlwa sitsa leso
Thokoza gogo
This was helpful
Thokoza gogo khona okusalako uma impumputhe emnyama enkulu ingahlaseli ichazani yona
Thokoza makhosi mina ngiphuphe ehlwathi ekul e yellow ingithandel emzimben
Kuchaza ukuthini mphupha ijazilakho linegazi
Ukuphupha inyoka iluma owakini unyawo
Thokoza gogo kusho ukuthini ukwesaba inyoka kodwa unabantabadala
Thokoza gogo kusho ukuthini ukuphupha amantombazane amahle
Syabonga mtomdala 🙏🙏🙏🤝
Mina yayingithandele esingenzansi ezinyaweni
Ngiyabonga makhosi
Kani kuphupha inyoka ikuluma Hakusho kutsi umitsi
Ukuphupha umuntu efuna ukushaya
Thokoza gogo