Maskand seniwbeke ezingen especially abasaqala ukcula ngingabala mzukulu(wawngalelani). I wish ungalingis abanye abangena ngamahit bese benyamalala nihlukmeza abathand bamaskand gys, this is not about ukduma bt ukjabulisa abantu 😞
Nayike ingoma with a clear message not others who re asking us stupid q? what gcwensa and Bhova would say as they re dumele kanjena mxm kuphuka !!! ntencane
Umasikhuluma iqiniso njeh bathandi bomculo wesintu siyekeni Ipolitiki Kubo bonke omaskandi abakhona njenga mnj u mjiks uyena osahamba phambili ngama thwasa anengoma eshisayo futh enomlayezo
YOURS FAITHFUL
LEESAW BIYELA FROM MZIMKHULU
Yes that's true
Wayeshilo kuthi uzobakhulisa ngokuyiqiniso kunjengamagama akhe. Syabonga ncukumane laphukhona imsebenzi iyabonakala
Uhleli eqinisweni mfwethu
Qiniso bafo
Mfwe2 liqiniso lelo elingephikwe ophikayo akahambe ayoshona
Chaaa sekuyezwakala nsizwa ukuthi iChalahaa lalichazani uma lithi iNtencane inamandla... Khuphuka mfokaZondi
Kwayena lona oth izwe elakhe uyamhlula. NPP approves 🔥🔥
Namanje nisakungabaza ubukhulu be CHALAHA? khuphuka NTENCANE mfana we chalaha sizokuseka!
jha befweth iqiniso alingabalekelw umgqumeni kuland ichalaha
Hhai namanga umqali walento phuzuushukela
Awe kodwa ngeChalaha mandoda ngabuyaybon imsebenzi yakh, 👆
Izizukulwane zebhova amathwasa eNunu emnyama ilapho ingoma up up ntwana
Ayii umona phansi bafwethu ucula kamnandi uNtencane♥️💯
yoooooh zofa iyinsizwa kosala izibongo madoda,Chalaha izwi ngathi uye uMjiks . kukhombisa iyithelo zokuthi khona ebakade bebukela kuye uMjiks omkhaya ke Laba mina as ngibuya eKranskop eMakhabeleni eSibuyane.
Cela ningpha lezingoma guyz
Sengathi ke inkosi ezulwini ne dlozi lakini lingakhuphuka nalo konke kuhambe kahle...imenywe yenze imali into encane siyibone isiphezulu..! Ngkhuluma kanje ngoba cha ayi the most yabantu asebephezulu abanayo ingoma enamndl kanje...kuvele kuye ngokuthi uwubani owazana nobani becindezeleke abanomsebenzi omuhle...hau wasebenza umuntu ngathi kade acula💕❤
Kant nhlobon yothando lena💃❤️💃❤️💃❤️💃❤️💃💃❤️💃Yaz angidel ukubuk levd
Cha Nami ngakulalela wentencane uyacwenga ukube abalandeli beChalaha bahamba nawe ngoba ushaya nqo ezinyathelweni zalendoda... Kodwa Mina kwakungelona iqhawe lami uMjiks but umsebenzi wakho muhle mft keep it up Ntencane.. Ngyohlezi ngikuthenga futhy I'm from eShowe kodwa ngihlala eHostel KwaMashu
Mangosuthu University of technology approves
Thuleh Mlabah 👊👊
up ngaythanda intencane webantu
Up
@@zehlilegebo6190 ngyathanda kwi ntencane
Up kuye nkoc yami
Still the best album of all times after mjiks nomgqumeni 🔥🔥🔥
Ntencane unzima voice yakhe akufakelwanga luthu iChalaha ulimile ungapheli mandla nkabi yam okungichazayo ukuthi nje awenqeni ukua ephepheni zimnandi lezingoma
Ngicel' ungitshele, mhla waw'shiya mina wawuthemben kanti?🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥❤
Uyakuvuma umculo Ntencane ma ngikhumbula kahlee wawungaka ngonyaka odlule. ...ngenkathi usenza icd promo ...mnje usuthe ukuqina ngomzimba
Kodwa mfana ngiyakuba ngomfanti wesivalo ngiyothi ngivula isivalo uyobe udume izwe lonke mawenza kanje nice voice khula mfana
Eish mfana uyayi biza ingoma Ntencane ndiyacela ungangeni kweli talabho lidlange kuMaskandi bhuti intle into oyenzayo ,Nawe sifisa ukubona abaphuma esandleni sakho abaculi next cmng years ndithi ndimele i Eastern Cape yonkana Enkosi Ntencane uzibambe ziqine intsikelelo ikhona
Aw Kodwa bakithi. Cha Ntencane uyacula bafwethu UMONA PHANSI. Ngiwumlandeli wakho qhawe ngyawuthanda umculo wakho mfwethu
Aw mft ungaphezulu ngengoma👌..... Cela ungalenzi iphutha ungenele indaba zomtalabho.
Siyabonga ntencane usebenzile kakhulu nangonyaka ozayo uycabange ingoma before uyletha kubantu Mina ngidlala I original kuphela
ngokukhulu ukuzithoba ngingakujabulela ukubona lenziswa ihlukanisa unyaka angiboni kukhona ingoba ekhona nesazophuma ezohlula eyalenziswa
"intencane inamandla wololoooo.... Sizoba dudulaaaa" kwakusho uMjikx badudle ke nkunzi... Mina senguvumile
KwaNongoma(MAsokaneni) usuzwakele mfana up lapho
Bhasobha lapho ngaseMpakama
NoDabhazi uyavuma
NoMememe approves
GUYZ YABO MASKANDI BENGANENDABA NAWO KODA YABONA WEN NTENCANE YANGBUSISA❤❤❤❤❤
Lol syafana
sengiwumlandeli wakho wokuqala mina mfaka,
khuphuka lapho
Ntencane khuphuk Bhuti ngyakuzwa min ay amathwasa eChalaha ayanamathisela✊
🔥🔥🔥
Umona uyabulala futh awuphumelelisi !
Min ngyakuvuma sengathi unganga shintsha
Great músic liked gallows boy from Maputo city
nhliziyo ende engangeyo mkhomo yahlula abaka khomolo beygwaza , uyobusiswa oka mbovu emazulwin...angnawo amaningi
Uze usize ngento eyodwa ungafak kulento yomtalabho yokhuzan no gcokama koz iqhatga sizwe Zama kwehlisa kukhulumen if skhuluma suka suhlulekile kubhala kanti yacikoza mfan ngepen ngathi thwasa lekhansela
TUT APPROVED 💯💯
Inamandla bhuti. ( umsebenzi muhle 👌) KHUPHUKA NTENCANE
ngyavum ntwana unzima kakhulu Up Ntencane boss
Udislike umthinta kanjani ungayena umthakathi pho
Kodwa mfana lengoma yakho esekugcineni ngine sho wonke umuntu uzoyithanda
ntencane khuphuka mfana ibambe lapho ichalaha likwenzile konke.....uyangibusisa boi zimnandi izingoma zakho
Ichalaha singalibalela emaqhaweni kamaskandi ngoba wafika wadlala ushuni wakhe kumancukumane lokho sikubon ngokuth ethi noma engasekho kwasala kwabakhona abawulandelayo loshuni
UKZN Westville P block, noMnambithi wonkana nje uthi nje syavuma
Tshwane University of Technology and bonke abafundi abasebenzisa uNSFAS approve lengoma 😂😂😂
Sithi Hello allowances💃💃💃💃💃
😂😂😂😂 hello nkunzi
😅😅😅😅 yebo sonke esafunda ngo nsfas siyakuma Nondaba
Awuuu suka nini zasho zagamangxa ezenunu emnyama umagadleshoshela insizwa abayakhele uzungu koda kuze kube inamuhla iyona esabusa ngemisebenzi yayo ngisho ngoba umculo kAmaskandi usumiswe amathwasa ka mjiks
Eywalala chalaha imisebenzi yakho ungakayiboni ncah nkosi yam
Ai angikazeke ngiyibone intwenje yabona uMjikijelwa wabaimbewu eyahlwanyelwa emhlabathini ovundile
On behalf of DUT Durban campus approved
Juba😲
Up up up mfanooh ngavele ngakhumbula ichalaha mhlaba awunoni
Ntencane mfana ungenhla ngikuph imnyaka emthathu nj kuphela
Up lapho ntencane syakthanda thina..ubuhleli kuphi nekhono elihle kangaka
Wanamathela nqo kwichalaha, mmmmhm ama backings akho ngathi kunomjiks phakathi syabonga muhle umsebenzi nkabi
😍😍😍khuphuka mfana omncabe
Ayi Ntencane inkulu ingoma ku lomfana sazovimbanisa ngempela nge Song UJ(University of Jikanelanga) APPROVES
awukaze wasiphoxa Sbiya nge-quality siyabonga
Haibo ,haibo🤔🤔🤔mjiks siyabonga qhawe lapho ukhona ukusibuyisele leliphimbo , uyakuvuma Umzimkhulu mfana
WIts University Approved
Up brazo ayi yayishaya lento 😍😍😘😘😘😘
Kodwa kufa angazi wathathwaphi kuba manje uyazibonela.nje umjikijelwa
Ibambe ngakho Ntencane inamandla sikhona sizokweseka
ukzn Howard approved , intencane edida abantu
khuphuka NTENCANE, muhle umsebenzi tata
hhayi ngyavuma leyansizwa yakwa Ngubane iliphekile ibhodwe lavuthwa ngyavuma Phambili ngoNtencane uMkhaya lo
aw zasho zasho madoda ezenun emnyama,ay bafwethu lapheka ichalaha jelous down,yayizwa lengoma engasekugcineni inamandla kanjani!!!💪💪💪💪💪
Ay nam ngiyizwile angath iChalaha ngqo!
Awu Ntencane waze wayenz'ntwenkulu kuyancomeka
Bathatheeeeeeeeeeeee eiish ngati ngzombona umjiks ngamehloooool
Ucula kahle Nondaba I wish you a bright future...kulendima yomculo uzungayngeni eyezimpi.
Wamuhle umsebenzi, bazodlela ogageni omaskandi kuNtencane. Please upload le ulbum ku iTunes soyithenga khona kodwa uma kungakubuyiseli emumva lokho ✊🏻
The whole O f Australia APPROVES!!!!!!!🇦🇺
Siyakuvuma naseDumbe ilapho boy uze ungathuki muntu bhuti kanjalo uyowina
Wooooow wangikhumbuza u chalaha......hhhha ...bakithi
Au madoda ngavele ngakhumbula kwelakit obuk olumehlo mancane emfule isgodi...up nknzie 👏👊👌❤
😭😭😭😭lusuke lunjani ngampela??? Ay ngyakuzwa mina ...
Up lapho Ntencane kuzofiwa kakhulu la
Bafana baka ngoni hambani bafana bami
UFS approved 💯
Mhlengi Philasande sisonk laph 💪💪
Aii ngiyakuvuma ndoda incane lento ❤💃❤💃nhloboni yothando, wawuthembeni ngeke yiyo
Wawuthembeni?? Khuphuka qhawe lami...... UmZimkhulu ukuvumile mfana
Livukile Chalahaaa❤🙏🙏🙏🙏🙏
As I said
Ngyakuzwa mina Nkunzi uhambanawo loshuni👍🏼👍🏼👍🏼👍🏼👍🏼
Cha engingakusho kuwe Ntencane ngicela ungasishitshi lestayela, nendlela obhale ngayo , ikakhulukazi kulezi engisazizwile, bakhona asebezogadla boy; ungathi mangabe usukhipha futhi bese ulahla loshuni nendlela yikubhala,Uthole ukuthi ezingomeni ezingu 12, uhhafu wazo sucula ngawe nalabo abakuthukayo ' mina mina mina ' hhayi kuzobe sekungeyona mawenzenjalo. NgiseHluhluwe leli ncwencwe( i )must get nakanjani.
Ufundisa abanye ukucula ningasnukiseli ngesini
oMasuku approve🔥😚🔥🔥
Uyashisa mfana sbonge kuMjiks upp😍😍💖
Sengyahluleka ukulinda izophuma nini???
Sisonk laph nm sengiyayifisa
The Capital city(PTA) approves 👌👌
University of KwaZulu - Natal (Howard Campus) approves
Ngizwa i msg ikhona kwezingoma up ntencane siyabonga muhle umsebenzi uqhubeke nokuhlonipha uqhubeke nokungaz thwali mfeth up✊✊✊✊
Olwezinyosi mambinca asizitikeni
Basaaa!! Small Thing waaashaaa😄😄😄
Sbo Luquazy approves 👏👏👏
MUT approves siyakhothama kwezechalaha
inamandla ngoba kuwe mfoka zondi
Celungitshele mhlawawushiya mina wawuthembeni na ngangithi ngizothola omunye 🔥🔥🔥💓👌up lana mfwethu 👌manje ngoba esekujikele nalona👉💓
ntencane mfana iDUt isivumile..thatha mfana ichalaha livuki kuwe mfana ....syabonga
Yazi wasenza abantu bathi kwaZondi bhuti. Singo Mancinza sizohlala nawe thina. Nathi eMsinga, eMabomvini kwaDolo siyavuma.
Ivoice nguMjiks etshaya...
Big up Ntencane
ay awsheshe nsizwa yakithti uzikhiphe lezingoma......yabo le ovale ngayo......"Manje ngoba esekujikele nalona..."
Mmm iyabhala lensizwa syakuzwa mfana phansi eWeenen eMguduzweni
undibusisile ntencane ikakhulukazi ndiduduzekile lapho besendithandana ndodwa dankie bhuti
hyo lo bhuti uyayenza into yakhe ngomvulo yekani umona
Ai mfana ngavele ngafikelwa izinyembezi zotshwala ngakhumbula iChalaha
aibo lavuka lama ngenyawo ichalaha ,ugijima kabhlungu lomfana unemba yona qho..... asnamona imnandi lengoma
I luv it's ngavele ngakhumbula mjikijelwa perfect 👌
muhle umsebenzi wakho bhuti uibambe ungasayiyeki kubinga thina, ai min angiwangabazi amagalelo kamjikijelwa isebenzile lensizwa approved
Cha ucula kahle bo 😘💯💯
Maskand seniwbeke ezingen especially abasaqala ukcula ngingabala mzukulu(wawngalelani). I wish ungalingis abanye abangena ngamahit bese benyamalala nihlukmeza abathand bamaskand gys, this is not about ukduma bt ukjabulisa abantu 😞
Wooow mfe2 waze wangikhumbuza ichalaha ur voice nje🤗
ngikunika only 02 years uzozwa emuva kwalokho ngyasho ngthi 02 years hay!!! ngikuzwa kahle mina angfune kuchazelwa
Mmmmmh aikhona khuphuka Ntencane imnandi lento ushayeyon impela. Ingani lasho iChalaha lathi bafana enihambanami ngizonihola ngendlel okuyiyo ngingathi masengifile nisale nenzel abantu imangamanga business. Nangempela nishayakhona zinsizwa ibambenilapho ilapho lento yenun emnyama umagadl eshoshel eyhlangwini zamadoda...
Nayike ingoma with a clear message not others who re asking us stupid q? what gcwensa and Bhova would say as they re dumele kanjena mxm kuphuka !!! ntencane