Babu Dokotela Tv | Iqiniso Ngoku Thwala

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 13 сен 2024
  • Babu Dokotela Tv | Iqiniso Ngoku Thwala

Комментарии • 134

  • @godcandidate9065
    @godcandidate9065 Год назад +24

    Ungake ulinge uThwale noma bengakuhlobisa kanjani abakhuluma ngakho. Ungaqali!!!!! Bayazisola abakwenza, bayazibulala nd uma bengasekho bashiya izinkinga eMakhaya. Ngikhuluma ngento engibonile koyedwa womndeni kithi🚩🚩🚩. Ungalingeeeee, uma usufa nawe uba umoya omubi... Uyawandisa... "We never die, we multiply"- Ricky Ricky

  • @malusimathaba4040
    @malusimathaba4040 2 года назад +10

    😂😂😂😂"Angzwani namaSimba mina ngizokhlaba ngeNhlamvu"

  • @phililemtetwa6145
    @phililemtetwa6145 2 года назад +9

    Baba Dokotela ave ungihlekisa kodwa. Khona ipicture yakho engiyibonile ushaye enye ipose umise iminwe😭😂

  • @simphiwemkhize9475
    @simphiwemkhize9475 Год назад +11

    Amathikithi elotto aluzile😂😂😂😂

  • @musawenkosinkosi7743
    @musawenkosinkosi7743 2 года назад +6

    Luyasuka uvalo ne nkungu everyday after watching your videos Babu dokotela ngiyabonga

    • @tjngema8410
      @tjngema8410 4 месяца назад

      Kusinda ezinovalo.😂😂😂

  • @bonganiamogelang1805
    @bonganiamogelang1805 2 года назад +9

    #BABU_DOKOTELA #BABA_WESIZWE_OJABULILE #PROFESSIONAL_DOCTOR ALWAYS POWERFUL AND HONEST🔥🔥💪💪👏👏
    Thanks BABU D.E ZUMA for always guiding us and giving us some explanations father of the nation. I have learned a lot from you and I'm still learning Dokotela👏👏🙏🙏
    Ngibonge naku BABA uCamera man and your team/crew🙏🙏🙏

  • @sbongamgwaba2240
    @sbongamgwaba2240 2 года назад +2

    Waybeka bab dokotela uyakwaz ukuthwala munalento yobungoma

  • @suzanmhlongo1161
    @suzanmhlongo1161 2 года назад +32

    I love this Zulu guy his so honest and good looking his not misleading people truth is truth nje....

  • @Dalisu87
    @Dalisu87 2 года назад +14

    Konke ukuthakatha kuqala ngenhloso enhle mese uzithola usubulala abantu bakini

  • @asiphemaneli6405
    @asiphemaneli6405 2 года назад +2

    Babu Dokotela rea leboha Ntate ngaka because you always give us the light. sizohlupheka ngoba sithanda ngoba wena uyasbonisa indlela

  • @ngoatomaja9435
    @ngoatomaja9435 2 года назад +12

    This is so eye opening siyabonga father of the Nation,🙏

  • @nokuthuladlamini3710
    @nokuthuladlamini3710 Год назад +3

    Mmmm😅😅Babu Dokotela avuhlekisa koda...U honest an inspire most of us..💫💫

  • @traumatizer2
    @traumatizer2 2 года назад +1

    Wayichaza kahle Babu Dokotela le yezithwalo hhayi lenyongo esihlezi siyizwa kwezinye izindawo.Sekukithike ukuthi senzanjani.

  • @TAYWRLDacoustic
    @TAYWRLDacoustic Год назад +6

    wow isithwalo asivumi usize omunye umuntu wow wow no wonder mus 🤨🤧

    • @NosiphoNosiphoBukhalibedlozima
      @NosiphoNosiphoBukhalibedlozima 3 месяца назад

      Singixaka masesivuma udla igazi labantu kepha asvumi kubanceda

    • @TAYWRLDacoustic
      @TAYWRLDacoustic 2 месяца назад

      @@NosiphoNosiphoBukhalibedlozima This things are scam i dont wana lie and put it as option in my life.

  • @hildakgodu5796
    @hildakgodu5796 10 дней назад

    😂😂😂haibooo DR qualifications are ukuthwala nakho lol I luv you so honest

  • @sobhudu2500
    @sobhudu2500 2 года назад +9

    Raw and unfiltered 🤘🏾🤘🏾

  • @thembisavilakati9853
    @thembisavilakati9853 Год назад +2

    Hi Bubu Dokotela thanks for the guidance and teachings I'm really inspired..

  • @mittacindy9323
    @mittacindy9323 2 года назад +5

    Siyabonga Babu Dokotela! 🙌 Nothing but the truth, in this school of life 💫

  • @celanimthethwa7743
    @celanimthethwa7743 2 года назад +2

    The Father of the nation siyathobeka babu dokotela kuyazwakala baba ojabulile 🙏🙏🙏

  • @dumezwenisthathu7071
    @dumezwenisthathu7071 2 года назад +4

    Perfect as usual Baba wesizwe....🙏

  • @mlumthoko8100
    @mlumthoko8100 2 года назад +1

    Nxamalala siyabonga kakhulu ngolwazi osipha lona lubalulekile kakhulu this is powerful information.

  • @cassimmnguni1650
    @cassimmnguni1650 2 года назад +1

    Manje babu dokotela siyafuna ukuthwala manje inkinga yami imali anginayo

  • @khanyisilemolife
    @khanyisilemolife 2 года назад +3

    Kodwa baba 😂😂
    Siyabonga ngeqiniso onalo🙏

  • @Carfan411
    @Carfan411 2 года назад +5

    Nkosikazi osebenza eshoprite ey waze wangbulala babudokotela 😂

  • @mzimasi0685
    @mzimasi0685 2 года назад +8

    What an educational video 👏👏👏👏 Thank you Baba weSizwe

  • @siphiwedhladhla8117
    @siphiwedhladhla8117 24 дня назад

    Kuzwakele baba wesizwe🙏

  • @vee.n.7537
    @vee.n.7537 2 года назад +1

    Mzukulu kaMangcingesi ngyabingelela babawethu ngithi phambili Nxamalala ngyathobeka

  • @clive3251
    @clive3251 2 года назад +1

    ewu kodwa babu dokotela ave ubiza nawe
    ngyafisa impela ukubonana nawe kodwa ewu!

  • @sphamncube1444
    @sphamncube1444 2 года назад +24

    This is probably the deepest video ever posted in this channel.

  • @BHT964
    @BHT964 Год назад +1

    Mhla uhamba emhlabeni uyobe uwedwa ngalesi sithwalo .....mmmm thixo uyothethelelwa lobaba ezulwini ngenxa yeqiniso

  • @NothileSikhosana
    @NothileSikhosana 3 месяца назад

    sbwl kuthwala ngedada😩eRes bangebel ithini lokigcina ncii💔💔💔😭bazala sacela nikhuze izingane zenu before zize emares hau🥺💔

  • @hloniphanintombela3118
    @hloniphanintombela3118 Год назад +7

    Bonke basebenzela usathane, bonke isphetho sabo sisechibini elivutha umlilo.

  • @user-hi2ck3yt8b
    @user-hi2ck3yt8b Год назад +1

    Wow,,,very well articulated

  • @kwethembanene4330
    @kwethembanene4330 2 года назад +4

    Ngicela ukubuza baba wesizwe ukuthi umuntu ohluphekile ongasebenzi futhi engenamali etheni Kodwa edinga ukuthwala engasizakala kanjani

  • @davidmthobisintuli869
    @davidmthobisintuli869 2 года назад +2

    Baba Dokotela umuntu uyathanda ukuthwala ukuze siphile kangcono inkinga usuke ubize kakhulu manje singabe sisakwazi ukuza kuwena kanti uneqiniso kuthina

  • @user-yv3zd1vb1z
    @user-yv3zd1vb1z 6 месяцев назад +1

    Webabu Dokotela malini isthwalo

  • @mossmasumpa1718
    @mossmasumpa1718 2 года назад

    I watched most of your videos, kodwa le ihamba phambili Dokotela 👑👏🏿👏🏽👏🏻

  • @adamzocci2159
    @adamzocci2159 2 года назад +3

    uzihlakaniphele ubaba dokotela🤣🤣

  • @NontandoNgxiki
    @NontandoNgxiki 5 месяцев назад

    Imnandi invoice yakho ngathi awuyonyangi ❤❤

  • @patiencedlomo4519
    @patiencedlomo4519 2 года назад

    Well said Babu Dokotela Siyabonga ngokusifundisa

  • @alsonluhlanga3563
    @alsonluhlanga3563 2 года назад +1

    🇸🇿💖🔥VERY INSIGHTFUL VIDEO.. SIBONGA KAKHULU BABE🙏👍.

  • @user-sr2pg3ng4s
    @user-sr2pg3ng4s Год назад +2

    Inkinga yenu nithwalisa abantu abayzigwili thina esihluphekayo anisisizi

  • @zeldacindi1554
    @zeldacindi1554 2 года назад

    Babu Dokotela baba wesizwe baba ojabulile ngyathobeka

  • @BRABIZA
    @BRABIZA 2 года назад +4

    40k Babawesizwe always truthful and honest 🙏🙏🔥🔥

    • @sbonisosboh3707
      @sbonisosboh3707 2 года назад

      How much is isithwalo If you want to take it?

  • @banelegift58
    @banelegift58 2 года назад +3

    Uyalizonda ibhola 😆😆

  • @xolanindlovu4584
    @xolanindlovu4584 2 года назад +6

    Father of the nation🙏🙏

  • @sivefaku8916
    @sivefaku8916 2 года назад +2

    That was insightful thank you Babu Dokotela.

  • @LawrenceMjoli
    @LawrenceMjoli 2 месяца назад

    👏👏👏👏👏👏siyabonga baba wami

  • @Mexicoo
    @Mexicoo 10 месяцев назад

    Ey lobaba ngyamthanda min🤣🤣🤣🤣❤🤝🔥🔥

  • @duncantsolo3273
    @duncantsolo3273 2 года назад +2

    Wow🙌🙌🙌
    Such truth❤❤❤❤❤❤

  • @potlakomosenene1496
    @potlakomosenene1496 2 года назад +1

    Good morning Babu Dokotela happy Friday

  • @keitumetsemosotho4639
    @keitumetsemosotho4639 Год назад +2

    How much ukuthwala❤️

  • @siphokunene-zz5dj
    @siphokunene-zz5dj 3 месяца назад

    Mina baba ngicela ukubuza ukuphakamisa inhlanhla nje ungathwali, ngilungise into engakanani nje

  • @thabisonkonzomnyazana8085
    @thabisonkonzomnyazana8085 2 года назад +1

    🙏🖐️manje ngoba siyagembula nge Bhola njeh babo jabulile sisuke sizama imali🤔

  • @sisatshabalala1858
    @sisatshabalala1858 2 года назад +1

    Good morning baba wesizwe

  • @brownzulu9992
    @brownzulu9992 2 года назад

    I do like you so much keeping doing a good think for the life👏

  • @nhlingonhlarita9108
    @nhlingonhlarita9108 Год назад +1

    Ngizokhlaba ngenhlamv mina

  • @minenhlembhele1727
    @minenhlembhele1727 2 года назад +1

    Ay mase ethi amasimba ileyontoke😂

  • @user-wh9zg8np1s
    @user-wh9zg8np1s Месяц назад

    I want to be rich through logic thinking and not to be disturbed by sinister forces, not money, money doesn't make people to have wisdom and knowledge

  • @user-ew3jc2zw8y
    @user-ew3jc2zw8y Месяц назад

    ❤❤❤❤

  • @sizwehandsome4092
    @sizwehandsome4092 2 года назад

    Dokotela omkhulu ojabululile syabonga

  • @silverdacreator7419
    @silverdacreator7419 2 года назад +1

    May God bless you baba dokotela

  • @musabuthelezi6528
    @musabuthelezi6528 2 года назад

    Siyabingelela Babu Dokotela.

  • @mhlonishwamhlo7070
    @mhlonishwamhlo7070 2 года назад +2

    Ukubuka abafana bejaha ibhola 😅😅😅😅😅

  • @user-yt3yi4gy4u
    @user-yt3yi4gy4u Год назад

    I love u baba doc

  • @user-gq5om5ry5c
    @user-gq5om5ry5c 5 месяцев назад

    Mmm kodwa baba awuve udlala ngabantu😢

  • @xhosakoloni4716
    @xhosakoloni4716 Год назад +1

    If awunamali nge uthwale.

  • @sifisongubane7177
    @sifisongubane7177 2 года назад +2

    Kanti windoda emhlophe yin we baba udokotela 😂😂😂

    • @Mexicoo
      @Mexicoo 10 месяцев назад

      Hhaybo nam ungthusile ukuth uyisisebenzi yin kant🤦🤣😂😂

    • @ntuthukomajozi645
      @ntuthukomajozi645 4 месяца назад

      😂😂

  • @marangmasegomutloane3619
    @marangmasegomutloane3619 2 года назад +2

    Baba wethu...😍

  • @PearlNzama-xy6gi
    @PearlNzama-xy6gi Месяц назад

    Iqola loshlama wenja ulwabish akazi lutho kuphelanje uqola abantu ubaba ojabule masibha enja ujabula ngenyebhezi zabantu

  • @NosiphoNosiphoBukhalibedlozima
    @NosiphoNosiphoBukhalibedlozima 3 месяца назад

    Suba sekwenze njani xa ku gubeka family after sungekho emhlabeni.Khonapho endaabona njalo makuhambe lunga lomndeni kuthengwa Quantum but at the later stage kwahamba loo bekunguye lo ebelanda Quantum enga attend mingcwabo.

  • @njabulodlamini2385
    @njabulodlamini2385 2 месяца назад

    So informative

  • @YvonneKhanyile
    @YvonneKhanyile 5 месяцев назад

    Majority ayithwale 😅😅😅ngisaba kanje nginga ngiwavale wona amehlo ebusuku

  • @hildahmohlala4800
    @hildahmohlala4800 2 года назад +1

    Ndauwe mkhulu malini ukuthwala

  • @kwanelegxowa2241
    @kwanelegxowa2241 2 года назад

    Kutsho kwacaca nakum baba dokotela ngok enkosi

  • @sizweninkosi9502
    @sizweninkosi9502 2 года назад +1

    Babawesizwe babojabulile ngibingelele kuwe nethimba lakho ngibonge nje ukubakhona kwakho kudala ngingena ngiphume .kodwa sengilindd wena ungezele okungokwami ungitshela Uma se ilungile ngiyabonga

  • @SiphindileMKSouthAfrica
    @SiphindileMKSouthAfrica 2 года назад

    WAZE WAKHULUMA IQINISO BABU DOKOTELA LOMHLABA ITS ABOUT MONEY

  • @masonwabenase9764
    @masonwabenase9764 2 года назад +1

    Babu Dokotela ☕🌄✨

  • @likuyethomas1608
    @likuyethomas1608 Год назад +1

    Why ningathwalisi abantu abanga phangeli?

  • @sboneloshoba5417
    @sboneloshoba5417 2 года назад +2

    Why kungathi awulali nje ebsuku pho

  • @mhlonishwamhlo7070
    @mhlonishwamhlo7070 2 года назад +1

    MMM babu ojabulile wayichaza lento inzima Yona indinga isibindi ngeke

  • @gloriambesi8877
    @gloriambesi8877 2 месяца назад

    Imali ngusathane cz esisithwalo ukuze siphakame ubenemali enintsi sikwenzisa izinto ezibuhlungu uphele tuuu umndeni or indawo ohlala kuyo bafe abantu abanye baphambane sisono isthwalo awungeni nasezulwini ufa kwakho

  • @thamsanqakhumalo5084
    @thamsanqakhumalo5084 Год назад +1

    🤣🤣 uthwalisela kuphi ⁉️ haayi la amasimba ang'zwani nawo ngizoku faka inhlamvu

  • @naliicamagu4856
    @naliicamagu4856 Год назад +1

    Thokoza mkhul cela ubuza sikhona esingaku xabanisi nabantu abadala or esikuvumela wenze amasiko ekhaya

  • @siphesihlezulu6705
    @siphesihlezulu6705 23 дня назад

    Ayinabungozi na?

  • @luyandaluyi1209
    @luyandaluyi1209 2 года назад +1

    Umna ndikuvile mkhulu

  • @abongileasange
    @abongileasange 6 месяцев назад

    Sirongo qhaa isithwalo 🤞

  • @mhlonishwamhlo7070
    @mhlonishwamhlo7070 2 года назад

    Baba ojabulile angixolisi futhi angizisoli ngiyathobeka

  • @dladlamntu6804
    @dladlamntu6804 2 года назад

    Babu Dokotela 😍🤩💗💓💞

    • @mlamlivellem9702
      @mlamlivellem9702 2 года назад

      Enkosi Babu Doketela ndiyabulela ngobukho bakho

  • @bhekisisamtambo4717
    @bhekisisamtambo4717 2 года назад

    Baba WeSizwe🙌

  • @mgingisiphosakhe3449
    @mgingisiphosakhe3449 Год назад

    Ayikho indlela ongathwala ngayo uma ungenayo imali yokuthwala?

  • @xabisamqhoza8722
    @xabisamqhoza8722 2 года назад +1

    🤞🤘🤘🤘🤘

  • @phumlanimsimanga7963
    @phumlanimsimanga7963 2 года назад

    Baba wesizwe ojabulile

  • @SonwabileZenzile
    @SonwabileZenzile 3 месяца назад

    Number aykho yin?

  • @herbertmokgotholonewolff4320
    @herbertmokgotholonewolff4320 2 года назад +1

    Thobela🙏

  • @user-ql1kv5ns6o
    @user-ql1kv5ns6o 29 дней назад

    ,alikho ibandla likaThixo elingaxhaswa ngeyeza nothwala sory

  • @siyabongathokozani354
    @siyabongathokozani354 2 года назад +1

    Lol lo sebentini mkhulu ei uyahlekisa ai

  • @misokwakheshangase9765
    @misokwakheshangase9765 2 года назад

    uyanemba nkunzimalanga

  • @nkosnuttimccanyar1429
    @nkosnuttimccanyar1429 3 месяца назад

    Hlampe kuncono lokwama Ndiya kunokwethu too many Terms and Conditions

  • @core2316
    @core2316 2 года назад

    Father of the nation