GWEBU'S PAINFUL STORY

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 7 сен 2024
  • Gwebu's painful story.
    #podcast
    #transformation
    #trendingvideo

Комментарии • 396

  • @minenhlemkhabela6862
    @minenhlemkhabela6862 Год назад +33

    Thank you brother for sharing these stories your content is educative indeed🙌🙌 Walter Sisulu University approves!!

  • @sbusisogumede8304
    @sbusisogumede8304 Год назад +28

    💯 Bhuti, izindaba ozixoxayo zingisize kakhulu. Ngiyafisa ukuxhasa kwisikhwama sakho

  • @selinaradebe3587
    @selinaradebe3587 Год назад +29

    I can't wait..ngina 2 weeks ngilalela ezinye sencwadi
    Ozifundayo lana bhuti wami
    Idlela ofunda kamnandi ngayo
    Yazi umuntu umthatha umubeke as if ubekhona umakwenzeka konke lokhu
    Wenza ngifune ukuzwa more
    God BLESS YOU my brother

  • @mandlachristophermfekamand8416
    @mandlachristophermfekamand8416 9 месяцев назад +2

    Akuphele amalobolo Nalama expenses angenasidingo ngoba sesiyefana, but God dint create us that way.

  • @lucasmacheru389
    @lucasmacheru389 Год назад +8

    I like such stories to prepare us man big up ti you my brother 🙏

  • @nkazimulomagubane4333
    @nkazimulomagubane4333 Год назад +13

    Ivuthiwe ingqwele ✌❤msebenzi omuhle bhuti omdala# University of the free state approves

  • @silvertemba4806
    @silvertemba4806 Год назад +16

    I knew from the moment 'Mzala' was introduced into the story. 😢

    • @malebtop9720
      @malebtop9720 Год назад

      @silvertemba same here when I heard mzala kare ijooo kushubile

    • @vumamacu365
      @vumamacu365 9 месяцев назад

      Life!! no balance...........

  • @aphiwebilalcishe80
    @aphiwebilalcishe80 Год назад +17

    Not only that everything has changed but things are continuously changing Broe 💯

  • @vusimabena2746
    @vusimabena2746 Год назад +6

    Bab'cebekhulu uyasakha epilweni angifuni ukungak'thokoza usaphila❤.
    Kwandebele siNawe🙏🏿💯

  • @sbonisomdlalose4339
    @sbonisomdlalose4339 Год назад +30

    After so much investment, emotionally & financially this is what Gwebu get, yoooo

  • @siphiwekahleprincess7999
    @siphiwekahleprincess7999 Год назад +6

    Yaz yabuhlungu indaba ka Gwebu, le ntombazane ngyasola yayinamanga yayi ngesilo itshitshi . Isibindi esingaka sokudlala ngomuntu owathatha ubuntombi bayo ebonisa nothando olungaka isithathaphi!!!!
    Umashaya lo inkunzi endala waqala e high school nalobufebe bakhe .......

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Год назад +2

      uGwebu waba nebhedi lokudibana nengwenya wacabanga ukuthi uthole intombi kanti nje ingwenya endala ekade yayigudla.

    • @siphiwekahleprincess7999
      @siphiwekahleprincess7999 Год назад +1

      ​@@TransformationLive1iqiniso elingephikwe lelo , ingwenya endala ephaka udoti kubhesini inike indoda eqotho ukuaba idle udoti kodwa yiyo ethenga ukudla kulomqasho😢😢😢

    • @nonikomaluleks317
      @nonikomaluleks317 9 месяцев назад

      Nami ngisho njalo akho ndaba yabutshitshi la

  • @ntombinzmande3880
    @ntombinzmande3880 Год назад +1

    Siyabonga bhuti I love the way you tell the story we learning a lot from this stories

  • @mduduzisthole8206
    @mduduzisthole8206 Год назад +2

    Syabonga kakhulu mfwethu every time I read your stories I get a lesson uNkulunkulu akumise njalo

  • @samukelisiwemyeza2618
    @samukelisiwemyeza2618 Год назад +2

    Kuningi Esengikufundile ezindabeni osixoxela Zonawena ka Linda Mkhonto...angisasuki kwi Transformation lives Isiyingxenye yempilo yami❤❤❤

  • @sbusbuyi6039
    @sbusbuyi6039 Год назад +2

    Siyabonga Mc Menzisto ngingomunye wabantu besilisa esebekwazi ukwemukela sonke isimo sempilo ngenxa yokubuka izindaba zenu

  • @tklloyde9405
    @tklloyde9405 Год назад +2

    Syabonga bhuti ngama relationship advices...ey silimele Kona,... most of the time,izinhliziyo ziphulwa yibo laba esithi siyabathanda,.

  • @user-db2vb8xi3x
    @user-db2vb8xi3x Год назад +1

    My brother eish yaze yabuhlungu inkulumo kubuhlungu ngomfwethu nangokuthi aze akhubazeke but naye loyosisi kukhona okuyomshaya empilweni ngeke kugcine ngokuthi izinto zimhambele kahle

  • @jabulilemimi
    @jabulilemimi Год назад +7

    ❤from Mthatha Eastern cape 🙌

  • @luthomfengu-pm8kw
    @luthomfengu-pm8kw Год назад +3

    Keep up the good work MC bhuti eish yaze yabuhlungu lendaba yoh 😢

  • @mlakessimelane8854
    @mlakessimelane8854 Год назад +5

    i like all the life lessons you share with us bhuti. INkosi isigcinele wena bafo!

  • @lukesibanda8332
    @lukesibanda8332 Год назад +28

    Sad story. The lesson learned is that you can't buy love. She simply didn't love him.

  • @luckyshongwe7380
    @luckyshongwe7380 Год назад +7

    MC i really like your stories, its a lessons 😊😊

  • @nomathembangcongo9457
    @nomathembangcongo9457 2 месяца назад

    Ngivele ngasola ukuthi umzala kanjani lo babenza Gwebu isilima awu kodwa wengawafihla somewhere aze awafake ku basin pho yaze yabuhlungu lendaba.Sibonge kakhulu Menzisto ziyafundisa izindaba zakho ziyaqwashisa

  • @osiniqt3957
    @osiniqt3957 Год назад +2

    Mmmm "doing things right" and "doing right things" akufani yize kubalulekile...uGwebu wakubazwa izimo zempilo... Siyabonga Cebekhulu 🤝

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Год назад +1

      Washayeka kakhulu uGwebu😪

    • @osiniqt3957
      @osiniqt3957 Год назад

      @@TransformationLive1 kakhulu is under statement "wafa olwembiza" Cebekhulu

  • @khehlalomsakazotv6380
    @khehlalomsakazotv6380 Год назад +2

    1984 ukwa Matric ngo 2010 is not possible, ngeke mjita wenze iphutha la... even na lo ka 1984 wenza uLast year ngo 2011 ngeke ngiyala bafo ngo "1984😂"

    • @mthuthuzelishandu5092
      @mthuthuzelishandu5092 Год назад

      Nam ngibonile. Kodwa ke indaba uythole kubanikaz bayo asingamsoli

    • @nonikomaluleks317
      @nonikomaluleks317 9 месяцев назад

      Kodwa lo ka final year ngo 2011 kungenzeka but le ka sisi maybe uphambanisile iminyaka

  • @similolloyd2912
    @similolloyd2912 Год назад +9

    Yekani ukuthanda kakhulu umuntu osafunda eNyuvesi, ey siyashaywa isinqa lapha😂😂😂😂😂

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Год назад +2

      Eyy khona ziyabuya lapha amajita kumele abe careful kakhulu.

    • @similolloyd2912
      @similolloyd2912 Год назад +1

      @@TransformationLive1 umuntu ungena phakathi kwamathanda avaleke izindlebe nomqondo🤦🏽‍♂️🤦🏽‍♂️🤦🏽‍♂️

    • @moyomuhlendaba7197
      @moyomuhlendaba7197 Год назад +2

      Ngingasho ngithi Nathi singabesifaze abasema university asifani 😩kodwa Khon siyabuka ziyabuya

    • @similolloyd2912
      @similolloyd2912 Год назад

      @@moyomuhlendaba7197 Ratio iphezulu kakhulu sisi

  • @bonginhlanhlajali1885
    @bonginhlanhlajali1885 Год назад

    dankie bhuti, eyi ayikho intongayenzela umuntu, but lesson taken thankx

  • @brendamhlongo4522
    @brendamhlongo4522 5 месяцев назад

    Yaze yabhlungu indaba 😢😢😢,syabonga akuve kukuningi esikfunda eyndaben osbhalela zona 🙏

  • @nhlamuloprofessor6006
    @nhlamuloprofessor6006 Год назад +12

    I like the fact that he didn't do anything stupid to them. Same story to me but i never caught the lady...i was too much investing to her through financial, emotional and with all my soul. The day she turns back to me i never believe it and what came to me was to shoot her and kill myself too as i love her so much, but likely i thought about my daughter and stopped that mindset. Ever since then i don't trust a woman to an extent of giving her 100% love she deserves. I can say i was lucky not to have stroke but depression was killing.🙌🏻

    • @BongekileHlophe-ut7uv
      @BongekileHlophe-ut7uv Год назад +3

      😢😢😢😢are you ok now?

    • @nhlamuloprofessor6006
      @nhlamuloprofessor6006 Год назад +2

      Yes am okay now dear, I've let it go and find someone else who was so kind loving and caring...sadly she passed away this in April 😞😭😭😭

    • @malebtop9720
      @malebtop9720 Год назад +1

      @nhlamuloprofessor6005 sorry about that my brother may the Lord give u strength to heal

    • @patiencesanelisiwe5845
      @patiencesanelisiwe5845 Год назад

      @@BongekileHlophe-ut7uv
      Cc kubuhlungu
      Ukuba wedwa empilweni
      Kodwa kuworse ukuba nomuntu

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 11 месяцев назад

      Hey buddy same thing happened to me I was really really in love with one lady I did everything to her but before you will understand she was abused before by her boyfriend and it's ended up costing a baby to be abnormal their baby so when she told me that story I was shocked and I tried to prove a point that not all men are the same I treated her like a queen and we were talking about the lobola things lucky she got a job correctional services I also played a big part of the interviews coz I knew someone who was working for that she was hired instead of making things happen she cheated on me tjoe 😢😢😢it's was painful guys abafazi babuye bangasicabangeli kodwa heyi ngashiya phansi wangiloya after that bathong engiphonsa lento yakhe ivele ingigulise ngacishe ngashona 😢😢ngimphupha ethi ufuna ukuba umakhoti wami 😢😢hayi abafazi guy's 😢😢😢

  • @jeremiahmjerana6447
    @jeremiahmjerana6447 Месяц назад

    What a painful story ka Gwebu hence we end up in Prison because of such things I mean lentombi agasweli luthu so why she was so greedy?efebele u Gwebu ngomalambane?udla ukudla kwa Gwebu nentombi yakhe?lentombi ngai Bulaga mina seriously

  • @beautymakaula4684
    @beautymakaula4684 Год назад +2

    From Kwa bhaca syabonga ❤

  • @dumisanicele2271
    @dumisanicele2271 Год назад +1

    Thank you MC for sharing. Engingakusho nje uGwebu uyindoda iningi lethu ngabe siseminyakeni. UThixo apholise inxeba elikuye

  • @Forward_we_go
    @Forward_we_go Год назад +5

    Yaze yabuhlungu indaba ka Gwebu💔💔💔

  • @Bhiza-k7f
    @Bhiza-k7f Год назад +1

    Vanity of vanities says the preacher. Generation goes & generation comes but the earth leaves forever. We can abide by the changes & be infatuated by matters of heart & on the long run they will be worthless or futile. Let's enjoy Wisdom of life while we still live coz life is too short

  • @user-nl8tb5er1b
    @user-nl8tb5er1b 9 месяцев назад

    Bhutii omdalaa ....ngithandaa iqinisoo olikhphapho lokuthi thina madada asifundesekile ..Ngokwamukelaa ...isimooo ..nomaa kubuhlunguu kangakanani🫶

  • @khetheloshezi0706
    @khetheloshezi0706 4 месяца назад

    Wow Gwebu waba strong ukuthi angabulali muntu 💔

  • @onesiphosongelwakhoza988
    @onesiphosongelwakhoza988 Год назад +2

    Yhoo, this woman haybo😢 oh yhini ngo Gwebu. I Pray that he recovers🎉

  • @dumisaninqetho7275
    @dumisaninqetho7275 Год назад +6

    Phephisa mfo ka Gwebu😢😢😢

  • @tholinhlanhlamhlophe6194
    @tholinhlanhlamhlophe6194 9 месяцев назад

    Jyo guys this is so sad 😭😭😭💔💔 it's heart breaking some people abaneliseki.

  • @syabongamkhwanazi3373
    @syabongamkhwanazi3373 Год назад +2

    Hawu Emhlabeni Ayikho Into Ongayenzela Umuntu. Mmmmmm ai kunzim angifun ukungasho

  • @samkehdemazana3431
    @samkehdemazana3431 Год назад +1

    Thanks for sharing Bhuti🙌🏻
    Kwaze kwabhlungu okwenziwa uCc kuBhuti Yhoo😭🤮🤮🙊
    📃🙏🏻💯👌🏻

    • @bonginkosimyaka6223
      @bonginkosimyaka6223 9 месяцев назад

      Ja wona ukhona lomkhankaso wokusinyisa thina madoda but what goes around comes back around

  • @thembamsibi7424
    @thembamsibi7424 Год назад

    Siyabonga ngesifundo esikhanyisa ingqondo.nginokuthi kuhle ukuzifundisa ukuthi la emhlabeni ngeke umlawule omunye umuntu.ulindele ukuthi angenza noma yini emfikelayo.

  • @CirylSgo
    @CirylSgo Год назад +2

    Abafazi bafeba bonke shem umoya phansi🎉

  • @BongiweMahlambi-lf5lo
    @BongiweMahlambi-lf5lo 4 месяца назад

    Kwaze kwabuhlungu kodwa ngo Gwebu

  • @toyxolanibuthelezi1485
    @toyxolanibuthelezi1485 4 месяца назад

    Into ebuhlungu ukuthi uma ese cheathile owesifazane, wambamba, uvele axolise, ungabe usazike cos vele ubusamthanda, lapho ke ungeke usaphinde umthembe😢

  • @smarazondi6338
    @smarazondi6338 3 месяца назад

    Mmmmm🙏🙏🙏🥺🥺🥺sibuhlungu kodwa syabonga

  • @ludacrees
    @ludacrees Год назад +6

    What made his situation worse is because he is the one who broke her virginity and assumed that she will be loyal since she had no history sexually

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Год назад +2

      Amajita amaningi anokubhayiziswa ileyonto acabange ukuthi since they are the ones who broke some girls virginity bazo laster nabo kanti cha.

    • @thembim4902
      @thembim4902 Год назад +3

      Very true, I have told pple that and they ayihlali kahle ebantwini. Nabadayisa ngomzimba bake babangamatshitshi. Loyalty of a person to another is an individual's choice at any point of thie lives.

    • @ludacrees
      @ludacrees Год назад

      @@thembim4902 spot on. Loyalty is choice

    • @ludacrees
      @ludacrees Год назад

      @@TransformationLive1 Yes, to them her virginity and purity proofs her innocence.

  • @bhekinkosimthandeni4994
    @bhekinkosimthandeni4994 Год назад +5

    Please don’t skip the Ads

  • @MbhekiEphraimHadebe
    @MbhekiEphraimHadebe 4 месяца назад

    ngyabonga bafo ngomsebenz omuhl owenzayo. ukub awuwenz lomsebenz ngabe nam sengbuya khon ejele. i girlfriend enginayo manje ayifebi go bt bcos of ur videos angikaze ngiyibuze ukuyibuza,kuphela sengizidlela ikhekhe nemali yayo kuphela. okunye nje anginendaba nakho.

  • @Londonstudio084
    @Londonstudio084 Год назад +1

    kuhlezi kuwu Ngoye 😂, ngiyawuthanda umsebenzi wakho baba🙏

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Год назад +1

      Ungoye lunezigemegeme inqwaba😹😹
      Ngiyabonga kakhulu mfwethu.

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Год назад +1

    8:26 lendaba yokusebenza 2 years ungakwazi kwenza lutho- usathi uyakha kuthiwe kuhanjwe kwayohlolwa kwathiwa fanele qiniswe umuzi inyanga ifuna deposit ka R4000 ifuneka kuwe ime njalo indlu.

  • @KhuleShandu
    @KhuleShandu 7 месяцев назад

    Kube uyazi ke mina ngikbiz ngo Gwebu we bhut menzisto even abantu engibafake la

  • @mthuthuzelishandu5092
    @mthuthuzelishandu5092 Год назад +1

    Gwebu wabhayiza. Umrentela kanjan umuntu umqasho engekakuqomi .lentombazane yaqoma imali yakhe akaze nje imthande kwasekuqaleni

  • @sbongisenindwandwe
    @sbongisenindwandwe Год назад +3

    noma kuk'ningi okwenzeka but mangibuka indlela owakhula and owakhuliswa ngayo uGwebu ukuthi yena yonke into ihlezi ihamba ngendlela athandangayo e.g ukufona nje ekhaya ekhale njalo into seziyalunga.i think he has never experienced loss and disappointment before lendaba nakho lokho kwamushaya coz la no one was going to help him and there was no solution kuyo owayibona after sekwenzeke lesi sgameko. Nami nje ukuphawula kwami.
    Kodwa ke aqine and ngathi engathola ukuphola emqondweni, emphefumulweni nase nyameni

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Год назад

      Exactly man, sometimes in this life you have to go through some not so nice stages of life such as disappointment and everything and that trains you ukuthi ukwazi ukumelana nezimo ezinzima ngoma uma kuhlale kamnandi empilweni lapho kubheda khona uvele ulimale kakhulu but we hope ukuthi uzoba right, thanks a lot man for your kind words🙏🙏🙏

  • @ZiphoZulu-it3qf
    @ZiphoZulu-it3qf 6 месяцев назад

    Ey bhuti syabonga syafisa senze ngendlela osho ngayo yize ke inhliziyo ingaphakelwa

  • @guteidee123
    @guteidee123 Год назад +3

    Ndaba yokusiza umuntu asiyikeni madonda safika kuhlushekwa sohamba kuhluswekwa

  • @95luyanda
    @95luyanda Год назад +5

    SiZulu sini lesi esithi indoda iyafeba?

  • @NonhlanhlaMpanza-e2g
    @NonhlanhlaMpanza-e2g Месяц назад

    Mmmm nkos ngo Gwebu

  • @zosibiya1398
    @zosibiya1398 Год назад +2

    Ai Mina ngitazibuza ukuthi umfazi ofebayo ukwenza kanjani ngoba indoda ngeke ikuxolele,kodwa abafani abafazi

  • @Jonhywalkerchonco590
    @Jonhywalkerchonco590 Год назад +2

    Yazi amantombazan sometimes angazi kwenzekani yawushaya ingane umnotho ngamatshe. Kodwa u invest kanjani ebudlelwaneni obungenasisekelo mima nje ngeke ngi invest kumuntu ngakazenz izaba zokuthi kube ngowami ngedwa umuntu always umuntu you can't change it. Bheka nje lentombazan sekunane ngan nokuba nengane ayi man ayi.
    Sbonge bhut sidl amaningi esakeni

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Год назад +2

      Amantombazane azokubhayizisa uma uwumjita unganakile futhi ungajolajoli because uvele ungaboni noma sekudlalwa ngawe.

  • @nhlakaniphomncube6117
    @nhlakaniphomncube6117 Год назад +1

    😂😂 the lady never loved Gwebu nje..she liked his money. Gwebu ubecabanga ukuthi angathenga umuntu mxm

  • @user-de1wl7fj3l
    @user-de1wl7fj3l 6 месяцев назад

    😢xem eish lo cc wayenza into ebuhlungu

  • @MabuthoDubandlela
    @MabuthoDubandlela 6 месяцев назад

    Ei Cebekhulu ngyakuzwa bt ungakusho lokhu okshoyo uth noma ungamthola elele nendoda emotwen ethengwe nguwe angeke umenze lutho kodwa mna engikwaziyo ukth inhliziyo ayphakelwa yenza lokho osekfikile ngalesoskhath noma ungafun wena

  • @eugie5238
    @eugie5238 8 месяцев назад

    Indeed the world has changed completely in a much scary way

  • @AveeDM118
    @AveeDM118 Год назад +2

    2010 wayesenza ugrade 12 kodwa ngoka 1984 iphinde ibe li virgin 😅 yi red flag yokuqala....sad story though 😢

  • @nonhlanhlawagner
    @nonhlanhlawagner Год назад +1

    Kazi sifunani singabantu besfaze uthola uthando yonke into kodwa still asineliseki eyi sabhlungu lestori 😢😢😢

  • @PhilipLungisa-qx7wx
    @PhilipLungisa-qx7wx Год назад

    Eyi ngayiyala ngangena la ayikhoke enye into engisazoyenza, syabonga bhuti zimnandi iztory zakho

  • @Saysibiya1814
    @Saysibiya1814 Год назад +3

    mina ngidlala ama video kahle senglala ei

  • @amonngema5675
    @amonngema5675 Год назад +4

    Sanibona kulelikhaya 🙏

  • @luckyshongwe7380
    @luckyshongwe7380 Год назад +3

    Keep up th good work 👏 MC

  • @mskhumalo5118
    @mskhumalo5118 Год назад +15

    Such a sad story 😢😢😢 .

  • @ngusefola7502
    @ngusefola7502 Год назад +3

    Mina angisenalo uthando angikhathazeki ngisho noma sengaliwe

  • @mandisimatyana2940
    @mandisimatyana2940 Год назад +6

    ❤ from Bizana🙏

  • @tholakelebhengu4342
    @tholakelebhengu4342 Год назад +1

    Baqinisile bebethi ngeke Mazi muntu funani,mmm kwanzima kuthanda muntu

  • @khanyisilekhoza-dj9yr
    @khanyisilekhoza-dj9yr 5 месяцев назад

    A leopard doesn't change it's sport, she didn't use him she was ingwadla vele ehluphekile isifebe uqobolwaso

  • @musawenkosikhanyile5193
    @musawenkosikhanyile5193 9 месяцев назад

    kubuhlungu ngogwebu kodwa iphuta laba kuyena.wasebenzisa amandla omnotho ukucindezela unembeza wentombazane ,wase nesimo sokuhlupheka sentombazane ukuyithola.intombazane ayibanga nethuba lokukhetha umuntu emthandayo,kwafanela ithande yena ngenxa yezinto asezenzile,not because of love

  • @teachersikhumbuzomoyo5419
    @teachersikhumbuzomoyo5419 Год назад +2

    Wee omzala laba...ngeke ayikho lento yabo. Nabangane yinto engekho nje emhlabeni

  • @nkosiemjaja2535
    @nkosiemjaja2535 3 месяца назад

    EY umngan Wam naye wehlelwa isgameko esfanayo😞

  • @Chris_Thwala
    @Chris_Thwala Год назад +1

    Skhulu, can you have an episode talking about running away while you on bail. If maybe icala lise Cape Town ubaleke uzemakhaya e KZN. What happens to that person? It's not me, its just a question

  • @nkosimanzini6522
    @nkosimanzini6522 Год назад

    Uma wondla intombi ehluphekile, vele usuke usuwumzali, futhi naye usuke esayidinga lezizinto oza nazo, wazimela nje, uzobona amabele enyoka.

  • @sinenhlahlamachiane1982
    @sinenhlahlamachiane1982 Год назад

    No matter what do, a woman will never be satisfied, thats why i am happy angina stress nje

  • @williamtshabalala9302
    @williamtshabalala9302 Год назад +1

    Thnk u cebekhulu alwzy siyafunda thnk u my king

  • @makhosigumede545
    @makhosigumede545 Год назад

    Eyyy unesiphiwo sokuxoxa indaba mfowethu, by the way Dlangezwa is my home town and ngafunda khona Ongoye

  • @mvuyimpithi8648
    @mvuyimpithi8648 Год назад +4

    Fear women after God😢

  • @mthunzishakest3609
    @mthunzishakest3609 Год назад

    Bafo kodwa indlela ochaza ngayo. Uyangibusisa kakhulu. Lowolilo washa Waze wafinyelela eNewcastle. Kwafa imfuyo kwaba kubi kakhulu.

  • @zukontshinka7489
    @zukontshinka7489 Год назад +3

    😂😂😂kwak madoda.....sisdenge lo gwebu lo....why esebenzisa imali engaka entombini😂😂😂😂😂😂sisthuphethu

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Год назад +1

      Hawu😹😹

    • @zukontshinka7489
      @zukontshinka7489 Год назад +1

      @@TransformationLive1 sisthuphethu nyan lomfana lo rhaaa😂🤣😂🤣......suke kwenze njani nje xa indoda ibheja intombi kangaka?

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Год назад

      @@zukontshinka7489 Wayelawulwa inhliziyo nothando.

    • @zukontshinka7489
      @zukontshinka7489 Год назад

      @@TransformationLive1 mna ndibona ngathi waye desperate,,,,,,mna noba sendimthanda kanjan umntu but andisoze ndisebenzise imali to win a woman.if akandithandi ndinjena makandiyeke, hleli amantombi emanintsi apha phandle,if andiyo type yakhe andizozenza type yakhe ngemali mna,,,,,,mna kusukela ndisafunda zange ndasebenzisa imali,instead intombi zam zazindithengela lunch esgela not the other way around......othandweni kuba 50/50 not ba mna ndithenge everything

  • @shortieyende3748
    @shortieyende3748 Год назад

    Kodwa bakithi usuku kuphi u Gwebu nalentokazi kodwa asibonge ngoba u Gwebu uyaphila noma esengekho usimeni esi ryt ingane yomuntu kadala baqala ukuzwana nalo mzala kube ne ngane eka mzala

  • @user-uu4br6zk4p
    @user-uu4br6zk4p Год назад +1

    Okubuhlungu kakhulu loMzala naye wayeziyi user lentokazi azihambele. Lothando ugwebu wayelithengile, you can not buy love.

  • @freedommyeza2601
    @freedommyeza2601 Год назад +1

    Kwabuhlungu😢 impela kuyemukeleka inkinga enkulu iqala lana sewindla umzala kanti wondla isoka noma ubekwenza islima kodwa usengaze akujwayeze ngesokalakhe pho ivele ibenzima kakhulu lapho cebekhulu isasenzima lento ukuyemukela

  • @thabaninyawo-hv5ge
    @thabaninyawo-hv5ge Год назад

    Umhlaba lona ungenye indlela izinto zimane ukwenzeka. Mh yebo siyabonga bhuti nezeluleko ekugcineni

  • @maureenngake331
    @maureenngake331 Год назад +2

    Very sad story hoo💔hooks bomzala vele (headache)

  • @londiembonaowenkosi949
    @londiembonaowenkosi949 Год назад +2

    Sengi addicted ukulalela this show

  • @princemasango4264
    @princemasango4264 Год назад +1

    Mzala mzala wokunuka kwami angiyifuni leyonto

  • @Mank_Mindset
    @Mank_Mindset Год назад

    Mmm💔, hhayi kubuhlungu. Siyabonga sokufunda uku normaliser ngoba angiboni ne- choice sinayo. Sibonge MC

  • @phumezaladyp1452
    @phumezaladyp1452 Год назад

    😢😢😢😮😮😮😮😮,Umjolo awuna Clever

  • @user-ht2qe7hx7k
    @user-ht2qe7hx7k 5 месяцев назад

    From Lusikisiki

  • @BhekzinMagagula
    @BhekzinMagagula Год назад

    @transformation please explain for us what happens after utholakala ungena cala after years. What does state do? Any compensation? Can I sue state? Please Cebekhulu

  • @SiphamandlaNxumalo-vb6zq
    @SiphamandlaNxumalo-vb6zq Год назад +1

    Ngiyabonga mina🤞kunzima

  • @philanimdumavundla
    @philanimdumavundla Год назад +2

    😢😢Kubuhlungu okwehlela uGwebu. I concur with MC. Kumele sizifundise ukwamukela lezi zimo.

  • @angelnokosjourney
    @angelnokosjourney Год назад +1

    😢😢😢😢😢😢😢😢😢JESUS CHRIST LIFE MARA