Thank u so much for sharing your wisdom and knowledge with us. We really need more conversations about our spirituality coz most of us are clueless when it comes to these things🙏
Wonderful topic, it touched on ukuthi uncoliswa yini umsamo, ubani ongakhuluma emsamo, and ulungiswa njani. Umsamo is a large pillar to us and kumele siwuhloniphe as well as recognize it.
It's unfortunate that we only comment la, but never any response. But kubuhlungu ukuzwa that we as women are not allowed emsamo. Thina nzala Bantu, esiletha the very same men. In a generation with families led by women only. Okusho ukuthi indlu emnyama ngeke yalungiseka. Ngiyixolisa ukusho ukuthi ngiyaphoxeka when I here obaba in studio being so proud of this phenomenon. Coming from a family that knows nothing about culture and recently learning that I'm the chosen or called child in the family, how do I teach my family if mina self I'm not authorized to speak emsamo. I could go on, but vele no one from the said speakers or Gagasi ever responds. But I must express disappointed ☹️.
Great Topic guys i'm so excited because I am preparing to do the ritual yokufaka abantu abadala ekhaya, Syabonga kakhulu ngalezifundiso.
Ngicela ukushela kuwe
Thokozani. Mna kufanele ndibuyise abantu abadala kuzwelidala ndigenza kanjani ndingujoa umphakomo
Thank u so much for sharing your wisdom and knowledge with us. We really need more conversations about our spirituality coz most of us are clueless when it comes to these things🙏
Alex Mthiyane is the best in Radio🙌.
Indeed bru
Inkinga yakhe he likes to interrupt his guests, ay lento ke, kumele ayilungise
Belumnand kakhulu uhlelo kodwa Dr mlondi bebengamnik ithuba lokukhuluma 😎😎😎 cela ngokuzayo kuth nikezane thuba ngaleke bemuntu omunye khulumayo omnye manje seleke thule bandla sizi ai kab isicelo 🙏🙏
Thank you so much for this educational program 🙏🙏🙏🙏
Mfwethu Sohlaza ngicela nike niphathe topic yelobolo kuze kufike ekugcagceni,bese nithinta isihloko sokukhishwa isibongo,uma uwumlanjwana,uma uyilongwe,futhi uwumlanjwana womlanjwana.
Wonderful topic, it touched on ukuthi uncoliswa yini umsamo, ubani ongakhuluma emsamo, and ulungiswa njani. Umsamo is a large pillar to us and kumele siwuhloniphe as well as recognize it.
Minenhle Maluleke usamo ncoliswa kufaka amashende egcekeni noma ishende lisuke lingaziwa ekhaya ikakulu muzowashintshanisa liyadinwa idlozi lihlale ngaphandle besekuthiwa asikho vdalwa laphekhaya noma umauthwele usuke sufake izilwane kuyizo sezilawula umuzi lphumeke idlozi noma lincole
Nazi izinhlelo zokulalelwa, ayi zonk lezinto ezingayisani ndawo oJuicy Gossip...
Lol! True
It's unfortunate that we only comment la, but never any response.
But kubuhlungu ukuzwa that we as women are not allowed emsamo. Thina nzala Bantu, esiletha the very same men.
In a generation with families led by women only. Okusho ukuthi indlu emnyama ngeke yalungiseka.
Ngiyixolisa ukusho ukuthi ngiyaphoxeka when I here obaba in studio being so proud of this phenomenon.
Coming from a family that knows nothing about culture and recently learning that I'm the chosen or called child in the family, how do I teach my family if mina self I'm not authorized to speak emsamo.
I could go on, but vele no one from the said speakers or Gagasi ever responds.
But I must express disappointed ☹️.
LeShow iyasiza... Big ups🙏
muntu omnyama uthwele kanzima..ufike ucidezelwe umndeni,ucidezelwe uhhulumeni uphinde futhi kumele wenze imisebenzi yabantu abangasekho bona laba ababekucidezela besaphila
@Zane Tshona Ey kungani vele sithwele kanzima kanje. Why ezinye izizwe zi ngenazo lezi nkinga? And ithina esi hlupheka ka khulu futhi.
bengizibuza loyombuzo..
kuningi nje okwethu and yonke lento yokulungisa izinto zethonga zidinga imali yona le engekho..
ay kunzima
@@zanetshona muhle umbuzo wakho futhi yiqiniso leli olibuzayo,okubuhlungu wukuthi Uma ungasebenzi,ungenayo lemali yokwenza zonke lezinto,futhi engekho ozokwenzela,kusho ukuthi sekuphelile ngawe.imbuzi nje iyodwa ibiza R200 ukuya R2500,kufuneka notshwala lapho.
Akewubuye we alex ihloko zakho ngiyazikhubula
Thokoza gogo Syabonga kakhulu ngaloluhlelo syakhula mpilweni kona okuningi futhi kuyasinda kodwa ngicela mandla kubo ngoba thina asisenamuntu obaba sebendlula ,omkhulu abaningi nje sisele nomama nogogo ozala u mama manje izinto eziningi akasazikhumbuli ugogo manje kuyabheda nje konke kodwa ngicela umkhuleko kimi ukuze sinqobe lempi
Pls bhuti Alex ngicela nikhulume ngeshloko sokugezwa komuntu wesifazane uma eshonelwe umyen, egezwa kubo ubuya ephethen emzin Singhlukumezile ngo Sisi wam....
This show made me to be more interested in my rootsbut ekhaya abazingeni😒😒😒😒
Where can we get hold of mlondi magubane
Ubaba umnyandu ngiyamuzwa manje Inkinga kwenziwa kanjani Uma ningazi lona owanibulalela umuntu wakini, kodwa nazi ukuthi owakini wabulawa futhi kwasdumbu sakhe anisithonga animncwabanga?
Manje ngoba abantu ade babefa ezimpini bekwenziwa njani?
Lomjita weJezi leChiefs usekhululekile kakhulu, akadedele abanye bekhulume. 🖐️🖐️🤣🤣
😂😂sekusekhaya
@@blessingmthembu2858 lol eyi umona ukhona ngisho nasembhobheni. 🤣🤣🤣
@@nqobathabede5869 😂😂umona uhlasele yonke indawo kuhlule ngisho sekufika owesithathu naye wambangisa noAlex uze ahleke naye 😂😂😂
Nqoba Thabede 😭 😂😂😂😂
Asikho njr isdingo salento eniyshoyo.. Useless
Our CULTURE is a Course its self
Injalo, ngihlezi ngithi we need to have African spirituality centered schools just like how we have Christians schools
Lifetime course Indeed.
Cha Thabede wuww onomona lomfo ukhuluma amaqiniso so ufuna athule yin n kanti uzokwenzani uma ethule manje
weee we Jesu savelelwa mawongowongo .isihloko sabantu abanemali yokuganga abaphambene
uma ubeki nkukhu emsamu ukuba bayidle bayayidla yini ngobu yfica isanjlo ingathintiwe .umlahla Nkosi kwaqala lapho ukonakala
Umuntu osangene nguwe ngoba uyisilima
Awuyazi imvelaphi yakho ugijimisana nezinto ongaziqondi nawe uyislima uma unjalo
uwen ophambene ksamele ukhule waz impande zakho uyeke uklandela ntongayaz
Ungaphenduli mausangana ngoba uzosisanganela
Laphela lusemnandi uhlelo thixo
Ngabe kusho kuthini kungena kwamashongololo endlini esilàla kuyo sobakwa Shongwe
I honestly did not understand what was meant ngabantu besifazane nomsamo nemphepho. Ayihlangani lento kimina, ngingazi kwabanye.
Nakimi Nelly
Vele abantu besifazane abayishisi impepho, futhi impepho ishiswa umfana omdala ekhaya